Live interview with baba uMkhwanazi - uShembe akadli kusho inkosi iNyanga Yezulu

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 окт 2024

Комментарии • 28

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Год назад +1

    Ukhuluma amaqiniso wodwa Nkwaliyenkosi futhi watholakala ngaleligama njengami nabafowethu esatholakala ngezwi likaShembe🙏 syabonga Nkwali

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 3 года назад +7

    Sicela nenze imizamo yokuba ni-interview(e) ubaba uMasinga ( imbongi).

  • @simphiwedlamini40
    @simphiwedlamini40 2 года назад

    Awu kunalesihlabelelo esinkenenza ngemumva ngenkathi ubaba uMkhwanazi ukhuluma ay siyangibusisa. Ameeeen🙏🙏

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Год назад

    Hayi uyashaya ngempela ngentshumayelo ngyamazi njengoba esho ukuthi uhambile ngesitimela ehlala kwaMashu uqinisile 🤞 sasihamba naye ngyamazi kakhulu sasiseyintwana ngalesosikhathi sibabaza lendaba kaShembe 🙏

  • @bhekimtolo4029
    @bhekimtolo4029 3 года назад +1

    Amanda Nxumalo what a great a performance 🥳💥💯

  • @bhekimtolo4029
    @bhekimtolo4029 3 года назад

    Siyabonga ngohlelo lumnandi siyaluthokozela kakhulu, iNkosi inibusise.

  • @keengcobo7672
    @keengcobo7672 2 года назад

    Intobeko kudade🙌🙌🙌

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 года назад

    Siyabonga🙏

  • @mnelisicebo6207
    @mnelisicebo6207 3 года назад +1

    Thank you so much, you are so reviving and inspiring and may we grow in knowledge 💓

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  3 года назад +1

      syabonga izincomo soqhubeka si improve production ukuze nihlez nijabule ngomsebenzi wethu

  • @thembelanimanzini2621
    @thembelanimanzini2621 4 месяца назад

    Shembe is the way

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi 3 года назад +3

    Owami ubaba wake Wacela ukuthi Uma bebona u Shembe laba abaya esontweni babomcela ngesabatha elilandelayo aphathe ihawu nezinduku Ngoba ubaba wayekholelwa ukuthi u Shembe umuntu ngelinye ilanga Wacela inkosi yesizwe nezindunazayo Wayizuza yona wayishaya wayishiya Nenkomo nembuzi yokuyigeza igazi ngoba kwakwiyisivumelwano ngobanayo yayishaya kodwa yahluleka kubaba kanyenezinduna uShembe waziphatha ngomoya kubaba Lapho adutshulwa wafa lwase u Nyazilwezulu lumvusa emakhazeni Lwamkhumbuza amazwi akhe aye waphathisa Yinde indaba Qhubekani muhle umsebenzi
    Sasishumayela naye lombhemu uqinisile nenhliziyo encane yayimfica Nje ayi njalo angilazi elibi lakhe mina Ngahamba kuqala kunaye esitimeleni
    Mina ngaqala ukusigibela Ngo 1994

    • @nqolazimchithansukuzonke8715
      @nqolazimchithansukuzonke8715 3 года назад +1

      Wabuye waphila yni ubaba wezinduku emva kokukhunjuzwa emakhazeni?

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 3 года назад +1

      @@nqolazimchithansukuzonke8715 Ngithe Wavuswa uNyazi manje uma Uthi wabuyewaphila yini angiqondi noma uyakholwa ukuthi wavuka umuntu uma evukile Kusho ukuthi uphilile akukho langithi lwamvusa waphinda walala Kodwa ke Nqolazimchitha mina angikuchithi Injalo Indaba

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 3 года назад +1

    Amen

  • @sphamandlantetha1733
    @sphamandlantetha1733 3 года назад +2

    Siyabonga bafwethu ngomsebenzi omuhle kangaka, ew imnandi lento

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  3 года назад

      syabonga izincomo soqhubeka si improve production ukuze nihlez nijabule ngomsebenzi wethu

  • @sphe_ndlovu_8579
    @sphe_ndlovu_8579 3 года назад +1

    Syabonga 👌🏽

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  3 года назад +1

      syabonga izincomo soqhubeka si improve production ukuze nihlez nijabule ngomsebenzi wethu

  • @mthokozisibgumede3703
    @mthokozisibgumede3703 3 года назад

    Syabonga kubaba uNdonga kodwa ngyasala kancane methi wathi ubaba uMasinga yena weyimbongi yoThingo akasabongile manje yini oNyazini ngoba ngake ngamuzwa kwesibili ulimi singaliqinisi kakhulu ngizwa ebiza laba bomdabu ngalegama olulumelayo ukuthi lathi iKu.....

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  3 года назад

      ubaba umasinga akasemningi njengasothingweni uma unakisisa, lol ay leli gama lona alikho lihle kodwa uma besho bathi iNkosi iNyanga Yezulu yayilisho njengoba linjalo

    • @mthokozisibgumede3703
      @mthokozisibgumede3703 3 года назад

      @@Joshuaschannels Yebo akasemningi but loko akuchazi ukuthi akasiyo imbongi yoNyazi ukuthi inkosi yayilisebenzisa lelogama akusiniki nathi ikungelo lokulisho ikakhulu ezinkundleni ezifana nalezi

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 10 месяцев назад

      Igama leK...likhuthaza nokungahlangani. Engathi thina singaligwema ngoba asazi bangaki abalalele. uShembe nguNkulunkulu wezizwe zonke. Akakhethi muntu. Ubaba uyicasise kahle leyokuthi uma bethi ukhonza umuntu kumele uthini. Samoshelwa izingqondo ngoJesu omhlophe. Abazenzi nabo. Basabambe elentulo ngoJesu omhlophe. Angisoze ngiphinde. Sakhohliswa sathathelwa imihlaba yethu saphinde sathathelwa amasiko ethu. Thina esesisekukhanyeni ukukhanya akugubezele ubumnyama.uShembe wathunyelelwa kona loku ngabe isizwe esimpisholo asisekho.

  • @sheshwayidla9708
    @sheshwayidla9708 2 года назад +1

    🙃

  • @nomsajoanah1774
    @nomsajoanah1774 2 года назад

    Mina ngyakuthanda babu mfundisi

  • @NokuphilaCo
    @NokuphilaCo 3 года назад +1

    nice

  • @siphonguse919
    @siphonguse919 2 года назад

    Ncube

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Год назад

    Hayi uyashaya ngempela ngentshumayelo ngyamazi njengoba esho ukuthi uhambile ngesitimela ehlala kwaMashu uqinisile 🤞 sasihamba naye ngyamazi kakhulu sasiseyintwana ngalesosikhathi sibabaza lendaba kaShembe 🙏