Amen mkhul mpunga yesint cel kubuz mkhulu manj indlu yabant abadal kuyalalw kuyon nom indlu nje ehlal amacants nakh konk lokh osukubalil ukubas kubasw nin nje ngob kunezik nje mkhulu
Hello I AM INTERESTED IN THE BOOK's THAT you are selling SO AM ASKING IF YOU STILL HAVE SOME AND HOW MUCH IN PRICE IF THEY THREE. I AM A TRADITIONAL DOCTOR ND I WANT TO LEARN MORE BECAUSE AM FOLLOWING YOU.ND AM ASKING IF CAN'T YOU HELP M GET A DICTIONARY OF ALL LANGUAGES. QUAMAKU
Siyabonga ngolwaz osinika lona. Lapho ngisanda kuyenza ekhaya kodwa inothayela phezulu. Kodwa ngithemba kuthi mangiba namadla ngiwushintshe. Ngifunde okuningi ngibonge
Siyabonga mkhulu, ngampela ulwazi lwakho luyalapha, ngiyacabanga kusale izithebe kumbe izingqoko zenyama.
Siyabonga Mpunga yesntu ukucaciseleka kuleyo ndawo
Mpunga siyabonga ngamazwi.....ngicela ukubuza ukuth uma ufisa ukulungisa indlu yabantu abadala iroof uke wenze njani ngicela usikhanyisele lapho ngoba uthe abazwani nomsindo futhi kunabantu abazosizakala njengoba sike salimalelwa izindlu ngesikhathi sezikhukhula
Mpunga Yesintu, Angibingelele. Uma sowakhe indlu yabadala, kufanele uyibike yini na? Kant ibukwa kanjani?
Siyabonga mpunga yehlathi ngokusikhulisa olwazini ume njalo
Kazi ngabe ngiyini ngaphandle kwolwazi engiluthola kuleshaneli... ngyabonga koMkhulu bakho Mpunga, ikakhulukazi ngibonga uMkhulu woMkhulu ngokuthanda nangokuba nethemba esiZweni sethu waze wasilethela izipho ezifana nawe Bab'uMbanjwa.
Amen mkhul mpunga yesint cel kubuz mkhulu manj indlu yabant abadal kuyalalw kuyon nom indlu nje ehlal amacants nakh konk lokh osukubalil ukubas kubasw nin nje ngob kunezik nje mkhulu
Ngibingelele ekhaya lempunga yesintu, bengicela ukubuza ngendlu yabantu abadala ukuth ungayi faka yin ama tiles bese kuth kulendawo yokushisa impepho kube yiyona esindwa ngobulongwe, ngyabonga.
Siyabonga ngolwazi Mpunga yeSintu ngane yakwethu. Chishe wasiveteza isilungu (sitting room) 😆 😆 😆
👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾Mpunga YeSintu injalo nje nami ngolwazi olufushane ngazi kunjalo nje
siyabonga mkhulu siyakhula usuku nosuku
Siyathokoza Mpunga Yesintu ngokucaciseleka uqhubeke njalo Mpung!!! . Ngicela ukubuza umehluko phakathi kwendlu yabantu abadala nendlu yakwagogo. Ngingajabula kakhul futhu mangingathola nokwehlukana kwemisebenzi yasekhaya eyenziwa kulezi zondlu zombili. Ngyathokoza.
Eyakwa gogo Ile eba phezu kwesbaya, bese eyebantu abadala ith ukuba NGENHLA nyana kodwa nayo ibheke esbayeni umnyango wayo ifana ke nendawo engcwele yona
@@owenshelembe6708 ngyathokoza Mnumzane Shelembe, imisebenz yasekhaya eyenziwa kulezindlu ngokuhlukana kwazo iyiphi?
Ka gogo kwiyindawo ejwayelekile ukuba impepho ishiselwe khona kuyo yonke imsebenzi eyenzekayo ekhaya, bese kuth eyabadala njoba ngshilo ukuth ifana nendawo engcwele nje if mhlampe kunezinto ezingacaci ezenzeka ekhaya uyakhona ukuyobuza ngempepho khona if ningatholi imsebenzi uyahamba uyokhuleka khona ngempepho, konke kuyoba nomehluko eniyobe nikukhuluma khona, as long nje nabangenisa akayshayeli phanc wesfazane ongagcagcile ekhaya kushayela INTOMBAZANE eseyntomby nto kuyo if ingcolile nayo ayisondeli 🙏
@@owenshelembe6708 uqedile ungethole Mnumzane, ngyathokoza.
Siyabonga koMkhulu ngale ncazelo!
Siyabonga mkhulu, amathambo masuwashile uwenzenjani mkhulu?
Waze waskhulisa impela Mpunga! Makwande 🙏
But nextime, cela ungfundise ukuth masuwenza itiye (ukudla kwabadala) kufuneka siph islwane , nokuth kuphakwa kanjan ukudla lapho emsamo.
Kuyezwakala Mkhulu sibonge ukufunda njalo Kule channel 👏
Mpunga ake uphinde uchaze ukuthi umakoti ungena uma sekwenze njani esibayeni futhi kwenziwa njani ukuze angene esibayeni. Sisebenza emadolobheni bona basele ekhaya nezingane kanti futhi izinkomo zidingwa ukusengwa.
Ngabe indlu yabantu abadala siyayisebenzisa nsuku zonke njengokubasa sothe makumakhaza ,sipheke noma nje eyokuxhumana nabo kuphela.
Yebo. Kumele isebenze. Ivulwe nje
Nduna kaNdaba ungifundise izinto ebengoze ngife ngingazazi.
Awu sazesafunda lukhulu. Isandla sidlul'ikhanda Mpunga.
Ngibonga ngemfundiso osinika yona
Ngyabonga kakhulu. Punga yesinttu becelubuza umuyolwadle bese siyaphuma isphadla emanzini sihambe singabuyi. Okunye umasiphuma isphandla ulwa bese sigqashuka sisale ungabusasibona ngingajabula uma nginga pheduleka
Nduna ka Ndaba ake sithi seyigugile indlu yabantu abadala sengifisa ukufaka izintungo notshani obusha ngikwenzenjan lokhu okukade ngikufakile ngek kube yin nomthelela omubi uma sekuthatheke isphandla,inyongo noma umlahlankosi ngephutha ngakushisa nontshani obudala
MPunga ngcela ukubuza ukuth uma singamadodana sibathathu umkhonto ne gama lomuzi kusala ne Nkosana noma nethunjana
Mpunga ngiyabonga impela ngifunde lukhulu njengomuntu oyakhayo indlu yamadlozi
Nduna ka ndaba ngicela ubuza endlin yabantu abadala zibakhona izichopho izitulo noma wonke umuntu mele ahlale kwi cansi or kuhlala ubaba omdala walapha emndenini esihlalweni
Bhuti ngicela izincwadi zakho ngisempangeni angiktholi efonin
Mjabuleli wikumamatheka komkakhe
Wayiqonsisa lento okunye ebengufisa ukukwazi zingaki izindlu zabantu abadala ebaleni lasekhaya
Khona labengilindele ukuzwa kuthi siyakwazi yini ulala edlini yabo bantu badala
Sawbona bhuti mlekeleli endlini yabantu Uma kwenzeka kuhlangene umndeni kunomcimbi intombazene esezinsukwini zayo iyamukelekile ukuthi ingaba sendlini noma kuzoshiswa impepho
Uma ungenazo izinkomo ubulwongwe bese ubuthathaphi?
owesimame wakini kufanele aye kobuthungatha okhalweni lakuvame izinkomo ephethe isitsha okanye ibhakede athathe obuse manzi abuye azo sinda ngabo endlini
Ngiyabonga kumkhulu...impuunngaa iyangikhulisa le chanel kakhulu ngiyafisa ukuba abafwethu bayazilalela imfundiso zakho ngoba abazi lutho kdw labantu kumele basishisele impepho ayi kubuye kubenzima ukuba yintombazane
You ngiyabonga Mpunga kulapho kufanele ngiyakhe kodwa bengingachazelwanga ukuthi ibe njani
Akengithi nje impuuuunga🙌
Siyabonga Mpunga yesintu
Ngiyancoma bese ngithi "impuuungaaa!!"👏👏👏
Izikhumba zona senza njani ngazo? Ikakhulukazi senkomo
The song at the end, I love it. Mpunga, the song and artist name, please.
Lendlu okhuluma ngayo awusho indlu yak
Asibonge mpunga yesintu ukuze uthole uhlangoth lobaba noma lomama ubheka emsamo noma uyafulathena ukuze uthole isandla somame ukuth singaph...?
Siyabonga kakhulu ngolwazi Mpunga. Ngicela ukubuza,kwenziwa njani uma ngabe ikhaya kusele abazukulu nesizukulwane kepha ngenxa yezimo ezenzeka noma ezithile,bese kuba khona ukungethembani ngomsamo? Siyakwazi na ukuthi sihlale siwumndeni sikhiphe imigomo ezosikhulula emoyeni eqondene ngokukhuluma emsamo nabakhuluma khona,noma sobe sesiyona lapho?
Yaz mina Kade nginaleyo nkinga but sahlala phansi nomndeni sabonisana ukuba sizoya kumuntu wesizulu okhuphulayo lapho khona okwazi ukukhuluma nabantu bakini abadala abangasekho yibona abanitshela konke nanokuthi ubani okumele apathe impepho ekhaya
Ebesi kucaca ngokusobala ukuthi thina isintu sethu asikuvumeli ungazazi ukuthi wena umi kuphi ngokobulili wohlalaphi emsamu (left or right)?!!!!!!
Ngizwile impela Baba
Siyabonga ngesintu sakho mkhulu
Amacansi,izikhumba,izithebe nezinqoko kanye nezinkamba zihlala endlini yabadala
Yebo
Ngicela ukubuza uyangena na umzimba womuntu ongasekho (coffin) endlini yangenhla
Nduna KaNdaba!!!🙌
Sibamba ngazozombili ndunakandaba, sandisa ukubonga mfwethu impela sincele kweligwensile
Siyabonga incazelo ngendlu yabantu abadala
Kugcwele amasela manje,ayazeba iynkomo,akusakhonakali ukuth' indlu ingasindwa sesiyifaka ama tile
Ngicela ukubuza ukuthi uma usuyakhile indlu yabadala, udingani kulowo mcimbi ukuze ubangenise endlini yabo?
Mkhulu ndicela ukubuza izihlangu zamkelekile ngaphakathi endlini yabantu abadala?
Wayibeka Mpunga Yesintu kade ngiludinga lolulwazi kuyisibusiso ukuba khona kwakho, kodwa ke kukhona okusalile lapha Mpunga Yesintu ukuthi ngaphambi kokuthi indlu yabantu abadala ngiyakhe ngiyibeka kuyiphi inxenye yegceke? Ingabe iba seduze kwesango, okanye emva Kwezindlu,noma iba phakathi negceke okanye iba semaceleni?
Sawubona ngane yethonga. Ngicela ukwazi ukuthi uma ukhulele elokishini, njengase Goli ke. Senza njani?
Impunga 🙏🙏🙏
🙏🙏🙏
Camagwini bantabadala
Uthini ngezikhumba zezimbuzi zokuhlala?
Siya Thokoza MKHULU
Syabonga kakhulu ngeziyalo🤝🏽
Impungaa
Umbuzo wesibili ingabe umkhonto lona ophanyekwa phezulu endlini yabantu abadala kuvumelekile ukuthi ngiwuthenge uma ungekho ekhaya futhi ingabe wona kumele kube wumkhonto onenduku emfishane noma kumele kube wumkhonto onenduku ende?
Manje Mpunga njengoba uma owesifazane oganile ehlanza indlu uyafola/noma umqolo wakhe ubheka ephezulu (ngyahloniphisa), akusilo yini icala lokho kumakhehla alayikhaya uma ehlanza isilili sabesifazane ebe ewafulathele isilili sabesilisa?
Cha akufanele afole kodwa mele aguqe ngamadolo akhe womabili uma esinda kodwa
@@mthobisinkomo7658 Ngyakuzwa mfoka Nkomo kodwa bengiqonde uma eshanela ngenkathi ngibuza lombuzo
@@nhlakaniphontuli5966 uma eshanela kungenzeke aguqe,kepha umsamo akawufulatheli,nanokuthi akayi kohlanza indle leyo egqoke ngendlela engenanhlonipho yobuKoti ekhaya.cishe sonke siyazike ukuthi uMakoti akagwoki njengengane ezalwa ekhaya lapho eganele khona.
Hello I AM INTERESTED IN THE BOOK's THAT you are selling SO AM ASKING IF YOU STILL HAVE SOME AND HOW MUCH IN PRICE IF THEY THREE. I AM A TRADITIONAL DOCTOR ND I WANT TO LEARN MORE BECAUSE AM FOLLOWING YOU.ND AM ASKING IF CAN'T YOU HELP M GET A DICTIONARY OF ALL LANGUAGES. QUAMAKU
Kodwa lengoma esekugcineni ngyayicela
Ukuyocela ubulongwe emzini lapho kunezinkomo kunenkinga yini uma ungenankomo.
Mkhulu
Isiphandla sona sikhishwa emva kwesikhathi esingakanani or mele size siziphumele ?
Abanye bathi uma ususi gqoke one week sekwanele but you can wear it as long as uthanda.
Ngizwa kahle mfokaNyambose
uTata wam wenza uronta ofulelwe ngengca kwaye lendlu wayeyiphuphile
MpungaYesintu
Ngiyingane yakoMalume Mina ngiyintimbazane, ekhaya sekwaba yiSodoma neGomora, sengizame kaningi ukuyovusa umsamu kodwa mangiqeda nje kuba yikho lokho.
Manje ngingakwazi yini ujuzivulela owami umsamu endlini yami ngoba angishadile ?
Cha. Ngeke ukwazi
Impunga...angazi mkhulu noma yibona yin abafika bangitshela ngba izolo lokhu bengikhuluma ngendlu yabo enentsika ifulelwe nangotshani ngibuza utshani busatholakala yin ingabe yibona shuthi abangithumile?
Thokoza Mbanjwa.
Ngicela ucacise ngayo indlu yoGogo ukuthi iba indilinga kuphela yini njengoba namhlanje abantu sebethanda ukwakha lena enezindonga eziyi sishagalombili (Hexagon).
Okwesibili: ngabe umnyango ubheka lana kuphuma ilanga noma uyayiflathela ilanga?
Okwesithathu: kuvumelekile yini na ukufaka ushemula neStofu sama lahle lapha phakathi kodwa kube kubaselwa phansi.
Okwesine: kuvumelekile yini na ukubhemela kuyo lendlu umthunzi wezinkukhu noma kugcinwa ngoku phuza utshwala obugayiwe kuphela ofuna ukubhema aphumele ngaphandle.
Kuhlupha Sona isinamuhla esihamba nemali Kanye nalokhu okubizwa ngesitayela kumbe ukuthatheka.kepha indlu yabantu abadala ifanele ibe urawundi,noma ibe iYisi.kepaheke ibithe iMpunga kuyenzeka bazikhethele bona abayifunayo.kodwa le oyichazayo ngiyayihlaba ngokwami ngoba igcina isiphuma kakhulu enhlosweni yokwakhiwa kwayo ngoba ihlotshiswa kakhulu.angazi Noma Kuzwakele yini.
@@sybongawiseman7565 ngiyakuzwa impela bafo.
CLemont kunoMkhulu osemncane waqala ngayo kwadingakala ayibhidlize wakha eyindilinga.
Bese ngifisa iMpunga engathi ingalandela ngayo uma isibuya ku part 2.
Thokoza Mkhulu, what is iziko and intsika? Sorry my surname is misleading as to the language I speak.
Intsika is the pole in the middle of the rondavel supporting the roof.
Iziko is where you light up incense, candles, etc
@@sicebim1 Thank you Khehla 🙏🙏🙏
@@matiro7810 🙏🏾
Kuyintokozo njalo ukulalela iMpumga
INKULU INDABA 🤔MINA NDUNA KANDABA BAYIFUNA KIM KUYO YONKE IMIZI YAKITH AYIKHO, KODWA BANGIKHETHA PHAKATHY KO MNDENI OMKHULU WAKITHY KEPHA NGAZAMA UKUYAKHA IYIZINDONGA ZAMA BLOCKS KUMANJE IMILE AYIVUMI UKUPHELA 😭KUSHODA UPHAHLA NJE CZ UTSHANI SEBUKHONA ANGAZI WHY BEYIBAMBE KANGAK, ENGABE KUKHONA OKU RONG ENGAKWENZI KAHLE??
Yinton inanzi Mpunga?
Wamuhle um'buzo impendulo izosiza nabanye abangazi.
Inazi isigujana esitholakala ngaphakathi embuzini ibuye ibizwe ngencekwa mawuyivula ngaphakathi kuvela inyama abanye bayibiza ibhayibheli ngenxa yokuba ngama phephesana (pages like ) iyaye igaxwe emsamo isikhathi eside kungaphela nenyanga or 2 noma ingaba nobomi (worms) akunankinga ithathwa njengenyama yabadala bengangilungisa uma ngiphazama.
@@BuhlebzNetwork Isn't ibhayibheli usu?
@@sicebim1
no
👋♥️♥️♥️