IMITHETHO EGCINWA UMA USHISA IMPEPHO

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 фев 2025

Комментарии • 68

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 года назад

    Siyabonga.ka.khulu

  • @thandiethandie6880
    @thandiethandie6880 4 года назад +1

    Syabonga mpunga ukusifundisa ngeze sintu sakhithi👌👌👌

  • @thembangubane8763
    @thembangubane8763 4 года назад +3

    Siyabonga kakhulu Nduna kaNdab ngokusihabulisa, kepha ngifisa ukuphawula jikelele nje ukuthi njengoba sikhula emakhaya ahlukene, sikhula ngaphansi kwemikhutshana nemithetho ethize kepha okungeyona yonke egcina ingamukelekile ethongen. Isibonelo abanye bethu emakhaya noma emakwabo bakhule bazi ukuthi ithongo liyathethiswa uma kukhona okubi okuvelile kanti abanye bakhule bazi ukuth liyancengwa ithongo kukubi kukuhle, alithethiswa. Abanye bafundiswa ukuthi ngaphambi kokuba uqale ukhulume nabadala, shaya kabili noma kathathu udonga lomsamo bese uyakhuluma njalo njalo. Abanye bafaka izicathulo, abanye bayazikhumula emsamo. Ngalokhu ngizama ukuveza ukuthi nakuba isintu singajiki ngengoba uyaye uchaze kepha ikhona imikhutshana yemindeni eyenziwayo futhi emukelekile nayo ethongweni labo uma beyenza kepha wena wangaphandle ongashaya amakhala ngayo. Izinkulumo zakho zinhle futhi ziyakha zithi mazifane nezikaBabu Mkhize, VVO. Ngiyafisa sengathi ningasebenzisana naye ikakhulukazi ekululekeni abantu ngoba inkinga ekhona abantu abaningi inkulumo yabo isuke incika ekutheni yena walashwa kanjani bese bethi lokho isintu. Ngiyabonga

  • @ntandomnyandu3552
    @ntandomnyandu3552 4 года назад +1

    Siyabonga Mpunga Yesintu, ulwazi esiluthola kuwe njengabantu abasha lubanzi. Uqhube nemfanekiso 🙇🏾‍♂️

  • @sandilezondo6308
    @sandilezondo6308 4 года назад +2

    Syabonga Mpunga

  • @thembamichael7575
    @thembamichael7575 4 года назад +2

    Mkhulu sabawa i gama le Album noma ibizo lalaba vumi abavuma lezingoma evane zidlale ekuqineni kwama video wakho

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 4 года назад

    Mpunga yeSintu 👏🏾uqinisile Nami angdlaleli empephweni kodwa ngafundiswa ukuthi ishiswa ngamalahle uqinisile kumele uhlonipheke uma usuyishisa ugqoke kahle bese wethula inkulumo yakho ngendlela enesizothA🙏🏿

  • @thembekapretty6047
    @thembekapretty6047 4 года назад +1

    Siyabonga mpunga yesintu ukusikhanyisela kokuningi ebesingakwazi

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 4 года назад +1

    Kucacile kakhulu syabonga🤝

  • @ThandiNdaba-o2z
    @ThandiNdaba-o2z 5 месяцев назад

    Uma ungumuntu wesfazane kungasekho baba namfowethu angivumelekile yini ukuyishisa ngisele nezingane zami ngimdala

  • @njabulosikhakhane7798
    @njabulosikhakhane7798 4 года назад

    Syabonga mpunga mina ngsacela ukubuza ukuth kuyenzeka yin impepho ishiswe ingane yendodakazi,uma bengsasekho abantu abadala kwd zikhona ingane amadodana

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 4 года назад +1

      Mboma,uma leyongane yendodakazi iwela esibongweni somalume futhi kuyiyo eyobulili besilisa futhi iyinkosana,ingenacala lokubulala,inikiwe ukuhola ikhaya,ibe wumnikazi wempepho,lapho alikho iphutha

  • @sitholokuhlemoyo4510
    @sitholokuhlemoyo4510 4 года назад

    Siyabonga kakhulukazi bafa basitshiyela umlandu okhokho bethu

  • @siyandamchunu2656
    @siyandamchunu2656 4 года назад +9

    Ngiyafisa ukuthi uke uyithinte nale yokuthi kuyenzeka yini ukuthi owesimame ashise impepho?

    • @inhlulamgabashe9632
      @inhlulamgabashe9632 4 года назад +1

      Yebo kuyenzeka kodwa uma loyomuntu uma ezalwa kulelokhaya n loyo muntu embethwe abantu abadala...... Phecelezi eyisangoma

  • @Chapter40
    @Chapter40 3 года назад

    Wow. Umuntu uyafunda lapha.

  • @NonhleHadebe-ej5hv
    @NonhleHadebe-ej5hv 2 месяца назад

    🙏

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 4 года назад

    Genesis 3:19,Ecclesiastes 9:5-6,10,Jobe 7:7-10,Deuteronomy 18:9-13,Mathew 15:6-9,John 5:28-29,Isaiah 26:19,Psalms 37:29.

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Год назад

    Makwande Mkhulu Mpunga 🙏

  • @makaazo8365
    @makaazo8365 4 года назад

    Ayii kunzima baba ukushiselwa umuntu onenhliziyo ebophile into ekhona futy sengike ngayibona aze abandlulule emsamu khona akhuluma kahle kuye mayemshisela komunye avele ashise impepho edakiwe asho into engekho kunzima emndenini makunje

  • @mangaliso3665
    @mangaliso3665 4 года назад +1

    Sibonge mpunga sifunda lukhulu kuwe 🤝🏾

  • @happykhumalo7880
    @happykhumalo7880 4 года назад

    SIYABONGA KAKHULU MPUNGA YESINTU,SEWUNGICHAZELE NGEZWA ,NGIKUZWE KONKE NANOKUTHI NGOMTHETHO KUMELE SISEBENZISE AMALAHLE,SIYABONGA KAKHULU

  • @mthokozisimthembu1336
    @mthokozisimthembu1336 4 года назад

    Siyabonga

  • @thabisilemvuyane1730
    @thabisilemvuyane1730 4 года назад +1

    Ngicela ukubuza,ukuthi enye indlela yokubonga...emathongweni,ngingalishongo igama lokuthi Ngiyabonga.
    Mangiphahla ngikefise ukuthi ngiyabonga kodwa ngazi ukuthi lelogamba alishiwo.

  • @nunununu6323
    @nunununu6323 4 года назад

    Siyabonga ngolwazi osicobelela lona

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 4 года назад

    Ngakhuliswa u step father ngabizwa ngesbongo sakhe. Kufanele yini ukubiza isibongo sikababa ongizalayo noma angazange ahlawule noma alobole

  • @angiemsizi7771
    @angiemsizi7771 3 года назад

    Mpunga Yesintu ngicela ukubuza ukuthi ngabe kulungile na ukuba nomsamo lapho ulala khona,,ekamelweni esetyenziswa noma ngumuntu wonke?

  • @siyanda7865
    @siyanda7865 4 года назад +2

    Mpunga YeQiniso

  • @jolajolo9219
    @jolajolo9219 4 года назад +5

    . Cela wenze I video uveze umbono wakho nge "after tears" uma kunomgcwabo

    • @mskhumalo5118
      @mskhumalo5118 4 года назад +1

      Kudala nami ngizibuza lombuzo

    • @nkosikhonantombela6254
      @nkosikhonantombela6254 4 года назад

      Cha lokho wumsangano ke impela. Nami ngimfishane nje la esintwini kodwa cha lokho kusangene. Ubokubona ngoba akunalo igama lesintu.

    • @jolajolo9219
      @jolajolo9219 4 года назад +1

      @@nkosikhonantombela6254 washaya mpangazitha mahlobo, kunjalo nje malandela

  • @solomonlanga6153
    @solomonlanga6153 4 года назад +1

    Mpunga ngicela ukubuza ukuthi balandwa kanjani abantu abadala emanxiweni

  • @mbuyisenimalambule5094
    @mbuyisenimalambule5094 4 года назад

    kuyicala yin uma ngishis impepho ngizicelela kuyo emqashweni kuuuuude nasekhaya emzini yabantu egumbni lami elingilibikile kwabadala bakithi

  • @dumisanimbongwa3142
    @dumisanimbongwa3142 4 года назад

    Mkhulu uyangibusisa ngempela mkhulu.

  • @ThembikosiThembikosi
    @ThembikosiThembikosi 5 месяцев назад

    Uma usisa ucela idlela uma usuphuma nesikwama usubona itete ihlezi esikwameni

  • @ndidanegloria8282
    @ndidanegloria8282 4 года назад

    Mpunga kuvumelekile yini ukuthi ubaba ashisise indodana yakhe impepho yena esaphila ngokusola ukuthi yena njalo meyishisa impepho izinto azihambi kahle

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 4 года назад

      Ngibingelele n ngingeyona Impunga,ngokwazi kwami kuvumelekile ngoba kungenzeka ukuth' ubaba akahlambulukile,futhi mhlawumbe unamacala njengokuba nesidumbu phansi...then undodana angayishisa makuvume uyise

    • @ndidanegloria8282
      @ndidanegloria8282 4 года назад

      Ngiyabonga kakhulu

  • @patricksiko8154
    @patricksiko8154 4 года назад

    Siyabulela buti

  • @lunganinene6899
    @lunganinene6899 4 года назад

    Ukhuluma kahle mpunga sesintu.kunjalo nje!

  • @nkululekocele2085
    @nkululekocele2085 4 года назад

    Nduna kaNdaba, ngiyabonga kakhulu impela yiqiniso leli. Ngiyakuzwa ubalula eyokuhlanzeka uma uzoya emsamo, kodwa ngenzenjani uma ngincike ekutheni umalume angishisele impempho, ngingenzenjan ukuqinisekisa ukuthi uhlanzekile? Ngisho ngoba angeke ngakwazi ukumtshela ukuthi enzeni futhi angenzini ngasiphi iskhathi.

  • @detmdlamini9409
    @detmdlamini9409 4 года назад

    Cha mpunga yesintu ushaye kwezwakala senginesikhathi ngikulandela

  • @bandileandilenqubekobiyela1574
    @bandileandilenqubekobiyela1574 4 года назад +1

    Yadli iMpungaaaaaaaaaaaa🙏🙏

  • @siphonkosi9785
    @siphonkosi9785 4 года назад +1

    Ngcela kubuza kuthi le yokwembatha nowesmame okungavumelekile ngabe usho ukuthi nenze ucansi noma ukumbatha nje ningenzi lutho

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 года назад +1

      Ukwenza ucansi

    • @thommasilo9145
      @thommasilo9145 4 года назад

      Umawembathile kuvumelekile yini ukuthi ukhulume emsamo ngaphandle kokushisa impepha, njengana uzovuka ubuyele emsebenzini egoli, kodwa nasendlini kufanele ushaye umvaleliso kolo oshadenaye.

  • @sambuloradebe6680
    @sambuloradebe6680 4 года назад

    I
    mpuuuunga !!

  • @tashntokzin1443
    @tashntokzin1443 4 года назад

    Ey kunzima mpunga

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 4 года назад

    Manje uma usedolobheni amalahle engekho

  • @gogonkanyambavananda5724
    @gogonkanyambavananda5724 4 года назад +1

    Mpunga ye sintu

  • @elsientuli5134
    @elsientuli5134 4 года назад

    Qha wena ujule kakhulu, phela abanye bethu sihlala emadolobheni manje amalahle sizowathathaphi!?

  • @sbonelo5
    @sbonelo5 4 года назад

    Impungaaaaaaa

  • @sphamandlaphiwankwanyana7268
    @sphamandlaphiwankwanyana7268 4 года назад

    Umuntu wesilisa ndulo beke sizwe kuthiwa akenabi uyaqoshama Kodwa ngila ngabe bekungaqojanywa Uma ku shiswa impepho? Ngabe abanjani abaqoshamayo

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 4 года назад

    Cha ngiyaphika mpunga ngendaba yesikhindi. Yini okungahloniphekile ngesikhindi? ngoba abantu abadala babengenawo amabhulukwe amade. Cha uyaphaphalaza lapha wenza lento ethanda ukwenziwa abantu abansundu yokubeka imithetho abangayazi ukuthi eyani

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 4 года назад

      Uyaya enkonzweni ngesikhindi? Indlu yangenhla indawo engcwele iyahlonishwa njengoba wenza enkolweni yokufika.Ngisho ekhweni awuyi ngesikhindi.Ngiyethemba uphendulekile

    • @nkosingiphilengcobo8885
      @nkosingiphilengcobo8885 4 года назад

      @@xolanihlongwa2438 ngisasonta ngangiya esontweni ngesikhindi nophaqa.

    • @nkosingiphilengcobo8885
      @nkosingiphilengcobo8885 4 года назад

      @@xolanihlongwa2438 njengoba ngishilo ngaliyeka isonto wemuntu. Yebo ngiyasifaka isikhindi ekhweni lami. Akekho mina umuntu ongitshela ukuthi ngigqoke ini kanjani. Ukuphapha akufuneki ucabange ukuthi wonke umuntu uyasonta ekubeni engasonti

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 4 года назад

      Ewu cha Fuze indlela obeka ngayo ayinayo inhlonipho mele ulubeke uvo lwakho ngaphandle kokucekela umuntu okunike ulwazi.Asiyihloniphe lensizwa esinike lelithuba kungakhathalekile ukuthi uyayazi noma uhlobene yini nayo.Akushiwo kumuntu ukuthi uyaphapha kungenasidingo.
      Kodwa kuzwakale.Ngyabonga

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 4 года назад

      "Uyaphapha" nokuth "wemuntu" ay kuphambene nesithombe salelikhasi elihlonipheke kangaka

  • @NonhleHadebe-ej5hv
    @NonhleHadebe-ej5hv 2 месяца назад

    Siyabonga