😭😭😭Eish waze wathinta into enkulu eyang'limaza empilweni, kodwa ngomusa wokhokho nokhulu nowe-Nkosi indlela ngayithola seng'dukiswe abantu begijimise imali. I respect you and your work, you one of the kind, uyaphila umsebenzi wakho 💯
Ayi, lena yanamuhla khuluma umoya impela ke lana ijule kakhulu lena and it is touching as for me ngathi yenzelwe mina. Ijulile impela siyabonga kwiMpunga. Ulwazi umothi ongunaphakade.
@@mendonoko4869 Ke Bua Sesotho Monna Ebile Kea Tseba Batho Ba Bangata Ba Shebellang iMpunga Yesintu TV Ke maZulu Ke Ka Hoo Ke Ngola Sekgowa Hore Batho Ba Bang Ba Kgone Ho Utlwisisa Hore Kereng, Nahana Pele uBula Molomo Oo Wa Hao Ntate/Mme.
@@mendonoko4869 you are soo lost, in a world of knowledge and transition. We are not Zulu but our ancestors are Zulu so we are allowed to listen and respond how we want.
Mpunga ilungiswa kanjani uma yonke lento oyishoyo ibhekene nomunru oyintombazane 🙏
wagcina uphendulekile yini sisi?
@@thobekambatha3152 lutho mtakama😔
😭😭😭Eish waze wathinta into enkulu eyang'limaza empilweni, kodwa ngomusa wokhokho nokhulu nowe-Nkosi indlela ngayithola seng'dukiswe abantu begijimise imali. I respect you and your work, you one of the kind, uyaphila umsebenzi wakho 💯
Wagcina ulungisa kanjani
Thokoza . Uyilungise kanjani eyakho inkinga?
34:48 ngagcwalisa u baba mina ngahlawulwa kepha kwabanzima kakhulu namanje ngisadidekile ngoba ngathelwa ngenyongo kuyalungiseka lokho ngiyacela incazelo
Ayi, lena yanamuhla khuluma umoya impela ke lana ijule kakhulu lena and it is touching as for me ngathi yenzelwe mina. Ijulile impela siyabonga kwiMpunga. Ulwazi umothi ongunaphakade.
True🙏🏿 I’m on the same page
kwenziwa kanjani uma ukhulele kini kodwa akwenziwe lutho, umama wakushiya kini kodwa wembethwe ithongo lakomalume,ufana nomama, nomama kamama kanye nogogo kamama ube ukhulele kini, bese uphahla uthini futhi ngasiphi isibongo?...... ujulile lomfanekiso Mpunga Yesintu!
Angizange ngiziyele kithi kodwa ngangixoshwa futhi ngikhunjuzwa njalo ukuthi angiyena wakomalume. Yebo futhi ngiyafana kakhulu no baba, nalokho kwakwenza abantu endlini bahlezi bengikhumbuza ukhuthi ngingowakabani. #trauma
Eish ibuhlungu lendaba yazi iwesi mawuyindoda
This Man Is Very Smart & African Spiritually Gifted. Much Love Brother. 🙏
Heyi wena slima.awuzwa vele ukuthi ulwimi lo ndlebe zikhanyi Langa alufuneki yini lapha
@@mendonoko4869 Ke Bua Sesotho Monna Ebile Kea Tseba Batho Ba Bangata Ba Shebellang iMpunga Yesintu TV Ke maZulu Ke Ka Hoo Ke Ngola Sekgowa Hore Batho Ba Bang Ba Kgone Ho Utlwisisa Hore Kereng, Nahana Pele uBula Molomo Oo Wa Hao Ntate/Mme.
@@mendonoko4869 you are soo lost, in a world of knowledge and transition. We are not Zulu but our ancestors are Zulu so we are allowed to listen and respond how we want.
Hmmm lena ijulile kakhulu yoooh idinga isineke. Mina sengifisa ukukubona👏
Kujulwe kakhulu namhlanje, washaya kwazwela Mpunga Ameen!!!!
Ngicela ukwazi ngomakoti owedele kithi abakubo bangasho ukuthi unezingane ngenkathi elotsholwa,sazingazo ngmncwabo kamfowethu,sayikhipha inkomkamama ngenkathi kulotsholwa manje izingane sezihlala khona kamfowethu,umasibuza abasmnzini bathi umakoti wethu bavumelana nomfowethu asaphila,secela ukucetshiswa mkhulu,
Nduna ka ndaba khehla lama khehla nakanjani awukaze wasiphoxa thina esingabalandeli bakho. Siyabonga ngolwazi osphakela lona.
Iyangthintaaaaa Kakhulu Lena
Power to you Mpunga, its as if you were speaking to me this morning. 🙌🏿
Ngiyabonga mina uyigcaze kahle lendaba ngoba abaningi bayathanda ukutshela izinto abazizwa ngabantu bayeke ezifunwa amathongo akubo nawakonina lume
Ayi jonga,uyindoda Mpunga mabakuyeke
Ayi kunzima kwangathi ukhuluma NAMI ngqo🙏
Impunga!! Ay 🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🔥🔥🔥 this is too much
Eish inzima lento. 😲 Nami ngikuyo nje lenkinga..
@@vukanidlamini7693 ey ndoda sibaningi kulenkinga.
Ey Mphemba no Sibalukhulu, into ongazi ukuthi uzoyoqala uyithini.
Ndikuthulela isigqoko Mpunga yeSintu wathetha lempilo endivelele kuyo. Ngfuna ukuqonda ukuthi lo mfazi endimthathela ekhaya kababa wam uzawusebenzisa esiphi isibongo masitshata kuba mna ndisebenzisa esakomalume. Ndiyabonga Mpunga YeSintu ngokundivula amehlo nengqondokwimeko endikuyo
Cha Usukhulume Kakhulu We Mfoka Mbanjwa, kodwa kule ndaba yokukhulela kini kodwa kungaphelelisiwe konyokolume. Lapho ugcine Kangacaci kahle indlela yokulungisa isimo ezinjalo.
I'm blown away by the accuracy, ai bakithi lendaba ulande cishe onke amakhona wayo sengathi kukhona ubekuhloma imibuzo bese uyiphendula. Impuuuunga!
Mpunga yesintu azalwa kuboka gogo.isibonelo Umama wazalelwa ekhaya na
Ngizalelwe no malume ubaba wahlawula wakhipha kancane ngikomalume nginomfana ngählawula bathi angiyithathe iyasuka ifaka isiphandla ngaphandle
Kwami manje yakhe umuzi ithi ivusa umuzi kababa waning kwenzeka
Njani
Siyabonga kakhulu 😊
Wakhuluma mpunga ngaze ngadideka ngoba amahliphihliphi esihlezi kuwo nesiwenzile anzima yeyi isintu sijulile kakhulu...impunga 🤝🤝🤝🤝
Amen Mkhulu cha bekungathi ukhuluma Nami impela Siyabonga kakhulu... MMPUNGA Kwande Mkhulu
Camagu mkhulu ndingu Bathande wakwaMakhsi igxaki ndazalelwa kulomama utata akakhuphanga nto naye wazalwa ngaphandle ngu gogo uthe utata seshonile wandi khomba apho azalwa khona ,ndicela ukuva mkhulu into enje ndingayimisa njani
Camagu
UyiMpunga impela Umdala, sibonge 🙏
Mpunga yesintu ndithanda ukubulela ngale channel. Mna ndizalwa kulomalume kodwa ndikhulela kulo baba. Baba zange enze kahle kulo malume, zange ahlawule. Ngoku ndimdala ndiyasokola ngumbango. Andikatholi indlelayokulungisa izinto
Yooooooooh Mpunga hayi uyasikhanyisela izinto osembulela zona mna inkungu iyasuka emahlweni am I enkosi mpunga
Ngiyabonga baba😭😭ukhuluma ngami namuhla...impilo inzima angilungelwa yilutho😭😭kuzwakele sibonga isihloko
Ukuthula ekhaya, uyisbusiso Mpunga yeSintu izinto engizifunda la, zihlobene nezinto ezithi azifane nezami.
Ngaphila namuhla emphefumulweni wami indle osuychaze ngayo mpunga yesintu ngiyabonga
Heeeeeee Mkhulu 😭 uyazi nakuthiwa into nento ineskhathi sayo 🤞. Ama video akho ngiyawabuka kodwa kungokokqala ngihlangana nalena ...
Sekuvesane kwaqondana nesbonakaliso engivuke naso ngithethiswa esinye isalukazi sithi kmina angyofuna "umazisi wami"
Ngali - olume
Hadebe - la ngizalwa khona
Pho nakuthiwa angyofuna "umazisi wami", ngizfune ngizazi, ngyobaqalaphi oHadebe ngoba bona abakwenzi okweDlozi 😭😭😭
Ngyabingelele mnawethu
Ukungena kwenyekevu endlini ngabe kusho ukuthini
Ngyathokoza
Siyabonga Mpunga, nawu umbuzo uma ke kungukuthi umama wakho okuzalayo yena uyilongwe lapha kugane khona ugogo wakho kwenziwa njani esimeni esinjalo.
Uma sekufika isikhathi sokuthi uganwe uyinsizwa umuzi uwakha uwubize ngasiphi isibongo, ngoba ngokwe "sende" akuyena umkhulu wakho ngoba usuke engazali umama wakho ngokwegazi.
Ngiyabonga.
Uyangilapha Mpunga nginaleyonkinga ngabantwana bam
Lengoma kodwa mpunga Ave ngyidinga, ngiyacela igama lomuntu oyiculayo negama layo 🙌🙌
Eish wathinta okubhekene nami ngqo kumanje ngidunyelwa ikhanda ngakhulela kubo baba umama wangihambisa ngizelwe kodwa kumanje izinto ziyangibhedela ngyabangwa ngina 46yrs mpungayesintu ngocela ukufonela uke ungichushise kulenkanankana engibhekene nayo
Mmmm kwaze kwafana nokwami kuyimisile impilo yomunt lezinto zabazali bethu
Yoooooo aykhona umhlahlandlela ojulile ngempela lona....wavele waqaqa ezinye zezinto ngami
Mpungaaaaa! Sicela uke uthinte isihloko sowesifazane ozalelwe ko malume kodwa engabazi . Ngazi isibongo kuphela nokuthi komalume kuse mozambique. Nobaba ongizalayo angimazi ngazi isibongo kuphela. Ngakhuliswa ubaba umama ashadela khona engisebenzisa isibongo sakhe. eyami iyinkinga nje angazi ngingayithini.
Ngzoqale ngbonge kumvelinqangi ngomphefumulo owawuphefumulela kumaThongo akini aletha wena kulomhlaba Mpungose yesintu👏🤝🙏
Ngcela ungikhikhanyisele lapha.Nansi ingane izalelwe khomalume kdwa nakhona komalume umkhulu ozala omalume bayo nomama wayo akazange akhokhe ekhaya kogogo bayo.....nakhu ihleli komalume nonina usewashona ngangokuba usuholile ukuba uphume ekhaya la ekhulele khona....
Yakhe umuzi.isifuna ukubika lomuzi ewakhile emathongeni ayinika inhlahla...
Yiziphi inhlelo ekumele iyithathe?
Lowo muzi okabani ngokwesintu?
Ubizwa siphi isibongo?
Iganwa ngasiphi isibongo kulezibongo entantu eziyidingayo?
Miqala ithetha idlozi ithini?
Ngyabonga oythobayo
Sifundo Eric Mlaba 🙏
Hhhhhaaa ukhuluma nami phela la nomzukulu wami esingakamenzeli lutho kodwa somenzela bakithi izimfanelo zakhe uma sesinamandla.
Heavy stuff... Real truths.. Siyabonga 👌👍
Thus is exactly how I explained to my half brother when wayefuna ukuzigodusa, ndamxelela uba kufuneka ecelile kuloMamakhe avunyelwe akhululwe
OK usho kimi vele kodwa ulokhu gwegwa awuqondi 😢😢😢😢
Siyabonga Mpunga ngokusivula mehlo. Ngicela usenzele uvideo oqhaza umyalo noma umvuzo wokugana esibongweni esifana nesikamama noma esikababa. Kungisiphi esivumelekile ukugana kiso, sengikubone kaningi loku kwenzeka.
Mpunga YeSintu ijulile kakhulu lesihloko nenkulumo osipha yona. Yabona isintusethu simile nje hlezi kukhona isombululo kwizinkinga esibhekene nazo singabantu abampisholo zilungiseka zonke kwilesihloko nesixazululo. Lenkulumo ngathi ibhekiswe kumina 🤞🏾. Siyabonga Fuze uyisibusiso kuthina 👏🏾
Uyasakha bhuti ngiyabonga mina ngicela ungakhathali. UNkulunkulu akubusise
Ngiyazibongel ukungena noma ngimusha lapha kodwa ungathi ngikudinga kakhulu indodakaz kaphilile lena ogama layo sabathile ngiyabonga ukungena lapha kakhulu ungathi ngizoba nomhlahlandlela kukho konke
Ukuzalwa komuntu nomuntu kujulile akwefani kujule kakhulu. Ithongo elizivezayo kuwe nelinamandla phezu kwakho ilapho ungowakhona. Asifundeni ukuthola ulwazi lokuxhumana namathongo asembethe asigadile ayositshela konke esidinga ukukwazi.
Ngiyabonga mpunga ngifunde lukhulu namhlanje ngiyaqala ukukubona ngizokulandela
Ngidelile kwakhanya Mpunga yesintu. Ngiyabonga impela
Mpunga yesentu Uma ubaba wakho wayekukhanyele mhla kusiwa isisu sokuthi yena ukhulelise wagcina engahlawulile ngoba akuvumile kwenziwa njn Nd yabona ukuthi lomuntu akanaso futhi namanje Amandla wokuhlawula
Mina ngangishaywa mengilale khabo mama bethi ngiye kithi
Nduna ka Ndaba🙏ungehlule singalwanga ugwanse kakhulu lombele wakho usungelaphile
Syabonga Mkhul Ngcobo
Umama wazalelw ekhaya nami wangitholela ekhaya ngisebenzisa siph isbongo
INAMANDLA KAKHULU LENKULUMO🙏🙏MINA NJE NGO JUNE NGLANDA UMSHANA WAMI NGZOMUPHA ISPHANDLA SAKO MALUME, UKUZE ENGABI NEZINKINGA, AND OWENTOMBAZNE LOMSHANA WAHLAWULWA KAHLE NJE 🙏🙏🙏💯ENGATH NJE KUNGAHAMBA KUNGABI NEZITHIYO EMATHONGENI
Siyabonga mnewethu uhluba udlubu ekhasini 👏
Powerful, informative messages
Syabonga ngolwazi mpunga, ngoba sigcina sesisaba nokwakha imizi ngoba sisaba ukubangwa amathongo
Ngiyabonga mpunga ingathi ukhuluma ngami...kwande mkhulu
Mhmm Yho Eyi nsizwa ngathi ukhuluma nami straight.
😱So powerful, Mpungaaaa.If umkhokha womndeni kwawukuba namavezadlebe wazi kanjani?
Kujulwe ngempela namhlanje siyabonga mpunga yesintu
Ngyabonga ey uhlale entweni ebingikhathaza kakhulu sengicaciselekile ngakhanyelwa ngyabonga ngayabonga
Wayibeka yezwakala Mpunga yesintu. Bakugcine abangabonwa ngamehlo enyama ukuze uqhubeke ngomsebenzi omuhle wokwelapha abantu ngokomphefumulo nangokwengqondo.
Yebo indaba yokuzalwa komuntu ibukeka noma izwakala ijulile. Ngithi Akwe ngibuze nakhu okusalayo. Uma ke umfana ezalelwe ekhaya komalume, wakhulela khona, wathola abantwana, noninawabo ehlala khona komalume ngenxa yokuthi engahlawulwanga. Nakhu ke manje usenweba igceke lakonina lume lapho ezohlala nomndeni akasewakhile. Bese ngelinye ilanga bafike abafowabo bakayise bezogcina izimfanelo zakomalume ekhaya elikhulu lakomalume, nokukhishwa. Leliyagceke elinwetshiwe siyakwazi yini ukushintsha kube esasekhaya kababa na?
Tata uyicacisa kakuhle siyabonga
Ngaze ngyathanda lekulumo ithinta thina ngqo
mna Mpunga ndibuhlungu ngoba ndiyasokola yafihlwa lendaba kum.ngoku andimzi kwamma wam nefamily andiyazi but ngoku funeka ndigodukele kulomama.andiyazi noba kuphi baba washona ndeze kanjani
Mkhulu masibingelele, ngiyakuzwa futhi ngizwile kodwa una umama we gave name , engezanga wafakwa esibongeni somalume kwenziwa njani, kanti futhi u Uma omalume Bangasekho noyise Wengane angasekho, kwenziwanjani, yinkinga engibhekene nayo, futhi mina ngingu nina we ngane, nomfowethu singamalongwe aka hlathshwayo, lapho umama ongizalayo eshadela khona ngo kwe since, kodwa sisebenzisa u vilakazi, isibongo Sabo malume lapho umama ezalwa khona, siza khehla!
(Umama ongizalayo,)
Muhle umsebenzi phambili Mpunga
Bengicela ungicacisele ngenhlawulo nezinkomo ngamagama azo okudingeka zikhishwe uyise ukuze ie ngeuakwayise ngokugcwele
Futhi asingaphambanisi sicabange ukuthi ngoba okwenziwa esibongweni esithile noma emzini othile sekufanele kwenziwe kwenye imizi. Umuzi nomuzi unomlando wawo unezinto zawo ezijulile unemikhuba namasiko nesintu sawo. Asingaphambanisi izinkomishi sicabange ukuthi konke okwenziwa laphaya kumele kwenziwe nalapha.
Ngiyabingelela Nami. Manje uhlabelwe kanjani amajuba kobaba bakho ungalungiselelwanga? Kafishane kugcithwe kanjani igazi ungazange ulungiselelwe.
Ngibonge Kakhulu Ngolwazi Nezincazelo Zenu NiyiMpunga yesintu,
Ngisanda kufika kule chanel. Ngiyabonga Mpunga
Wangihlaba umxhwele ngalesihloko namhlanje wavele wasilula kahle asangaba isiqephu wavela wakhuluma nam wakomalume ngithi nje IMPUNGA unwele lude
Qeda phela ukthwasa ukuze usale sewbhula ngoksemthethweni syabonga Mbanjwa
Enkosi kakhulu Mkhulu ndyabulela
I hope my ancestors never use me as a Bargaining chip with other ancestors
Yaze yajula iMpungaaaaaa. Siyabonga
Mlpunga!!!!unesipho bafo!!!🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾
Phambili ngomsebenz omuhle Mpungaaaa
U were on point its like u were speaking to me.im so grateful 🙏
Sawubona Mpunga ngicela ukubuza ukuthi nawuphupha kuthiwa kumele uhlalhle indlela kuchazani
Babangiyizwa kahle lenkulumo yangithint ngoba nami ngingomunye owela komalume kodwa manje makhehla engihamba nawongawasekhaya khabo baba futhi kengenzelwa mina imbeleko ngubaba futhi wangenzela nemvuma kufa kodwa kuzakancan ngize ngicabange kuthi ngoba engafuni kungihlawula ngoba sengizamile kukhuluma naye kodwa akavum vele athi akanamali yana semdala
Ey kunzima ukuba Umlanjwana. Yazi ngavele ngazizwa izinkinga zami ziqala phansi njengoba ngibuka le video.
Ngihambisananawe mapholoba nam okomalume kangcobo
Sibonga waze wasichazela kwacaca kahĺe
Shayile Mnewethu😍😍
Ewuu kuyenyukela Mpungayesintu 🙏
Mkhulu wavele washo inkinga yami akungisizanga ukubuyela komalume kwavele kwabheda kakhulu Basho bathi ngashonaphi ekhaya abasangiboni plus nesikhwele bebona ngeza imisebenzi yakho malume ngihlezi ingixaka lento manje kuyazwakala ngoba uyaqala ukukhuluma into enje kweza umqondo manje
Siyabulela mpunga
Uyasivula amehlo mpunga yesizwe ndiyabonga ndinenkinga mna ngoku umyeni endigane naye uzalelwe komalume wazigodusaa wazakhela owakhe umuzi unayo yonke into ngoku uyagula unento epazamisa ingqondo ngoba wayethembise umakhulu wakhe obemkulisile uba uzompa inkomo akaze wawenza lo msebenzi senza lo nkomo ke ngoku kulo malume wakhe apo wayezalelwe khona ngemazi yenkomo ugulile walala esibhedlele kaninzi kwavela ithongo kum kuxhelwa inkomo ngapandle kwesibaya nebhokwe eqatywe ubulongo itshukuthini lento mpunga lo msebenzi unge 28 yale nyanga kandikanyisele mpunga ngoba sitile kwabo malume kwayothethwa emaxhantini kwabuywa emva koko sabona imazi yenkomo ingena esibayeni yakaka yaphinda yapuma nangona kungekho nkomo kulo malume wabo
Kungani ungangeni emanzini ngesibongo zakomalume???
Mpunga mina ngifisa ungicacisele la ekutheni kwenziwa njani uma uzikhulisela izingane wedwa ungumuntu, zihlala kini, imbangela yalokho unina wazo akazinakile akazihluphi nokuthi azozibheka ukuthi ziphila ndlelani, ngabe ngiyaphambuka yini uma ngizivumela ekhaya la ngizalwa khona yize zingakhishwanga komalume bazo, nalapha ekhaya azimukelwanga ngalutho ngingokhathazekile kakhulu, izinkulumo zakho zingivula amehlo, ilendaba yokukhulela emzini okholwayo ongazinaki kakhulu izinto zesintu
Mpunga ake ngbuze , igunya lokuhlawula abafowethu ngibahlawulela Ubaba ongasekho nginalo yini? Mina ngenzelwa konke ngakhishwa komalume ngemukelwa ekhaya kusele bona nje
Mina ngikhulele ko malume ngaze ngabe neminyaka engu 29 kodwa ngaqala ukusebenzisa isibongo sakubobaba ngina 2 years ubaba engangihlawulanga engenzanga lutho nje,ingabe lokhu kungaba namthelela muni mangivela ngicela omalume uthi bangishweleze usibongweni sakhabo mama ngoba vele ngikhulele till today kobangagcina ngino 5 years kanje.
Mpunga ubukhuluma nami nje namhlanje