IF I may Mpunga and please keep me honest here ! It`s a rite of passage for a maiden , when they transition from early childhood to middle childhood, and adolescence (puberty). having said that this a very special ritual done for the girl child by the family concerned. Obviously there are other ritual/s that are/should have preceded umhlonyane. indigenous knowledge and wisdom is acquired ; imfundo ayikhulelwa.
baba siyabonga siyafunda , mina gigu Abram Ndlovu Gase Sasolburg.
Dankie Mpuuuungaaaah!
Umfazi ulidlelaphi igobongo engakathwasi, Uma ungumfazi ubanayo yini indlu yabantu abadala bakini
Uma ubanayo ngiyabafaka yini abakithi kuyo
Unyaka omusha Mpunga Yesintu siyabonga ngakhokonke osenzela khona nibusiseke....
Umfazi ulidlelaphi igobongo engesangoma
Ngbingelele mpungaaa, ngithi angbuze ngoba nakhu ngeqe iziko ngaksasa ngangena khona. Ikuphi okumele ngkwenze ukuhlamba indlu ngicele nentethelelo kwabakithi
Ysinda kngani if uhlala in a township a nd u don't have cows??
Ngsacela ni suscribe bo bafwethu singagcini ngokufunda kphela iscelo nje🙏🏻
Mtakabana Uma uthi indlu yabantu abadala usho ekakhokho noma ikagogo noma isixaxambiji Lena yabo bonke ngincelise Mpunga yakithi
Impungaaaaaaaaaa Siyabonga Qadi
Syabonga Mpunga 🙌
Uyancomeka kakhulu lomsebenzi owenzayo Mpunga Yesintu sengifunde okuningi selokhu ngasubscriber la
SYABONGA KAKHULU SYAKHULA NJALO👏👏👏
Inkosi mayithele umusa njalo, akengithi nje impuuungaaa
Mandibulele ukusivula amehlo. Ndizifumana njani iincwadi ndiseGoli
Siyakubonga kakhulu mpunga yesuntu lukhulu ulwazi osinika lona futhi ziyalunga izinto zethu ngolwazi lakhu,izandla zidlula ikhanda
Cela ukubuza Incwadi ngayi thola kanjani ngise Mpumalanga
🙌🙌🙌🙌🙌🙌mpunga
Mnewethu ume njalo kwi channel yakho iyabhibhidla inkezo yolwazi
Waythinda indabe nkulu mpunga yesintu
How can i get your books, im in Gauteng
Sibonge kwiMpunga yesintu siyasizakala kakhulu.Bengifisa ukwazi ukuthi uma ekhaya kukhona inndlu yakwa Gogo nendlu yakwa Khokho uma kushiswa impepho ngokujwayelekile nje kumele ishiswe kuyiphi indlu noma kuzo zombili futhi uma kunomcimbi igcinwayo kufanenele yini ukuthi kube nomamsamo kuzozombili izindlu
Uyibeke yacaca Mpunga YeSintu
👏👏👍
🤝🤝👏👏👏
Ku mfoka mlekeleli ngicela ukwazi yini umhlonyane
IF I may Mpunga and please keep me honest here !
It`s a rite of passage for a maiden , when they transition from early childhood to middle childhood, and adolescence (puberty). having said that this a very special ritual done for the girl child by the family concerned. Obviously there are other ritual/s that are/should have preceded umhlonyane.
indigenous knowledge and wisdom is acquired ; imfundo ayikhulelwa.
@@mpiyakhenhlapo3913 Yebo lolusiko lwenzelwa ingane yeNtombazanya esingene esigabeni sokukhula(Ukwephuka) omunye uzothi ukuThomba singemphikise.lolusiko liwukumcelela umntwana kuziNyandezulu zakubo ukuba zimsingathe ekukhuleni kwakhe phinde zimvikele ezingozini ikakhulukazi ezingalimaza ibuyena..akengiybambe la
@@sybongawiseman7565 akesithi nje impungaaaa