😂😂😂😂😂 I'm crying cause I feel like you were talking to me. I did IT, got a job whilst at school and all of a sudden I wasn't doing great and lost my job but I wanted medicine deep down and recently dreamt being told to rewrite my grade 12 and straight into medical school and I actually forgot about the dream and today I came across this video..... I think I've never been so scared to share this with my mum.
Mina ngangiphupha iphoyisa lingivimba or ngilahleke uma ngiya keiinterview nomakuthiwa indawo engiyaziyo kodwa uma sekufanele ngiye keiinterview ngangimana ngilahleke.
😂😂😂😂😂 I'm crying cause I feel like you were talking to me. I did IT, got a job whilst at school and all of a sudden I wasn't doing great and lost my job but I wanted medicine deep down and recently dreamt being told to rewrite my grade 12 and straight into medical school and I actually forgot about the dream and today I came across this video..... I think I've never been so scared to share this with my mum.
Enrol for nursing gogo once
Nanokuthi nje msebenzi uyancishwa uma ungeke wenze okufunwa ithonga. Mina ngaba nephupho ngingasebenzi wathi muntu sokunika msebenzi kodwa hamba hlawule lobole mawengane yakho... namanje ngiyasebenza sengalungisa nasekhweni ngamuhle
Impungaaaah!! 🤝🏽 Yazi uma uyi hlaba uyihlikiza lendatshana kumane kwadlala izithombe emqondweni wami kusukela ngi zalwa kuze kube manje, ayi mkhulu wangenza ngabuyelwa ithemba lokuthi nami intozami zisazo Khanya, kwesinye isikhathi sinokusola abathakathi kanti nje yithina esizivalele indlela eya empumele lweni
Yazi nami akaze abikelwe Amakhehla angembethe ukuthi Sengiyaphuma ngiyofunda e varsity.
Ayi Amakhehla esihlala nawo emakhaya awasazi lutho manje. 😸
Wow! It all makes sense. We thank God and Ancestors for you. Thank you for helping our Generation. Blessings to you!
Inamandla lenkulumo Maan ✌️💯💯👌👌💯💯🤩😘😘🤩Abakuyeke
Baba Mbanjwa, ibizo lam Sboniso Zikhali, Shandu isbongo sakomalume. Ngingumlandeli wakho, izinkulumo zakho ziyakha kakhulu. Lapha ubukhuluma nami, odadewethu akukho abenzelwa khon okwesintu njengomkhuliso basengaphans kweminyaka engamashumi amathathu, bobathathu. No malume abekho bonke bathathwa inkosi sidumo kant naye ubaba wethu walobola wangaqeda. Kusangenzeka yin ukuth bakhuliswe, uma kungenzeka ngicel ungeluleke ukuth kungenzeka kanjan ngob nam ngangibona ukuth kukhona okushodayo kubona manje ngingaz ngizoth kushoda kuphi. Nayo intomb eyasibeletha seyahamb sisele nobaba nje. Ngyabonga
Syabonga kakhulu uma ebengembethe kodwa engatholi umsebezi
Mkhulu ngizothola kanjani ukuthi ubani iThongo elingembethe?
Mina angikaze ngikwenzelwe lokhu okushoy Nami angikaze ngiyenzele ingane yami cs ulwaz bengingenalo kanti Nobaba sewashona nolwaz anginalo siyabonga ngokusikhulisa
Manje wenza njan mangabe abazali abasekho ngoba akukho nomukodwa ebangenzela kona ngsele ngedwa ekhaya angazi ngyobuza bani okanye angazi ngzawubonisana nobani ngcela usizo
Phumuza nim'xenge🌊😅 uphiwe ake ngithi nje iimpungaa👆🏾🎯
Nice one👌🏾
Yamnandi ivideo ngaze nga subscribe ekgcineni! Kunini nje ngibuka ama video eMpunga nga subscribhile lol. Ekgcinen!
Walugeqa igula mnewethu unwele lude mpunga yesintu ukwanda kwaliwa umthakathi. Ayisuswe inkungu🙏
Waningiweza ngiyabonga
Indeed
Amehlo avuleka lamuhla. Ngiyabonga imfundiso
Kwacaca bha.Bengicela ukubuza uma ungayenzelwanga imbeleko nomhlonyane njengengane yentombazane. Ungakwazi ukukwenza kokubili kanyekanye noma kumele imisebenzi ihlukane?Nginesiphiwo ekumele ngisinake inkinga ngeke ngiqale ngaso ngingenzelwanga lutho njengengane.
Siyabonga izeluleko ezinhle
Engabe wawucashephi sengixakeke kanje mmmm
Uy'hlabe es'khonkosini Mpunga, mina ikhani ngithola manje ukuthi ithongo elingembethe lalifuna ngifundele ubudokotela.
kuyiqiniso ngempela Uma ngikulalela Mpunga yesintu . kumele ngempela sibuyele emuva.
Thank you for this segment now Im a mother of 4 can I take 1 goat for all of my girls ngibablke englizini lakhithi since I'm not married
Mpunga Yesintu ukhuluma ngami nqoo!
Inzima yona leyo ndaba, but Its never too late asiqaleni kabutsha sicele basibonise okuhambelana lobizo lwethu .
Ngyabonga mina kakhulu Mnewethu, ngiwuMlimi nje ubaba wayewuMlimi futhi wahamba efisa ngibe nguyena. Inkosi Mayibusise
Ngiyabingelela, ngidlulida ukubonga konke obukusho ilokhu okwenzeke ekhaya lami, kukhona isho onesipho somsebenxi wezandla. Kunokuningi okuqondene nami( personal) engifisa ukukukwazi, ngyabonga
ngifunde lukhulu Mpunga yesintu wasipha ulwazi olujulile kwande Mpunga usiphe njalo
Sanibona ngiyathemba nosaphila ngicela isizo ngolwa lokufaka abada emzini umusha.
Uma izingane sezifunda amabanga a phansi ngisangabika yini ukuthi bayafunda esikoleni ngoba
angikwenzanga beqala
Kuthi iy' nyembezi azehle
Ngiyabonga ukusipha ulwazi olukhulu, nawu umbuzo enginawo ungakwazi ukukwenza ngezinkukhu uma ungakabi namandla
Ew wayibeka mnewethu🙏
Sawubona mkhulu, ngiyathemba uyaphila....Mkhulu umuntu uthola kanjani ukuthi yini efunwa yithongo ngezemfundo noma mawuzwa ukuthi uthanda ukuba usoma'business, ungathola kanjani ukuth bafuna business liphi?
Siyabonga Fuze
Nhiyabingelela nhicela ukubuza ukuthi uma usushadile unezinhane kodwa akwenziwanga lutho yokubikela amathonga ngezinhane and sezingenile eskoleni ngisenhakwazi yini ukuthi bahlatshelwe bonke kuqalwe phansi, and ngicela ukwazi ukuthi inhane inembuzi yayo noma bangahlanganiswa
Uma ngabe akaze wenze lutho ngengane kodwa manje ikhulile ungabuyi ukwenze yini njengiqamba igama nembekeko noma esemdala
Impunga!🙏
Ngifunde ngadela
Mzukulu kaMdumo.
Inamandla ke lena mfoka Mbanjwa mina ngizwa kahle
🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙏🏾
Mina ngangiphupha iphoyisa lingivimba or ngilahleke uma ngiya keiinterview nomakuthiwa indawo engiyaziyo kodwa uma sekufanele ngiye keiinterview ngangimana ngilahleke.
Wena kaNdaba
Eyi sinzima lesishloko namuhla MfokaMbanjwa
iqiniso elimsulwa lelo....
Thatha Mpunga yeSintu
👏👏👏❤️
Iqiniso lodwa
Nangu mina uMama wangithola ekhaya angihlawuliwe kodwa ekhaya kithi bangenzela isiphandla ngabuyiselwa koMalume ngakhulela khona. Ngimudala manje (42 yrs) nginabantwana. Umbuzo wami nawuke, uma ngenzela abantwana bami or ngibika ngembuzi emathongweni alapha ekhaya koMalume angeke na belwe nami abakithi ? Impungaaaa!!🧙♂️
Ungowasekhabo malume wakho uma uzalwa abazali abangagcagcile. Nabantwana bakho benzelwa umsebenzi ekhabo malume wakho uma nawe ungagcagcile. Kwaba yiphutha ukuthi bskwenzele isphsndla ekhaya kini besakweleta. Umuntu uma ezelwe uyahlawulwa, avinjwe, athengwe noma alotsholwe, akhishwe ekhabo nina ayongeniswa kubo
Yonke intoyakho ikomalume
Wayengungqeqe hhayi isiqeqe Mpunga,isiqenqe yinkomo empondo ezinkulu zavulekela emaceleni zaqonda
Lutho wakithi uwena ongasho zona iMpunga iqinisile ungabuza nakwabanye ungabuza omunye umZulu
IMPUNGA
Mina fisa kukwazi ngisengakwazi yini kulungisa kuza kuzokhanya
Its never late weMlu okubalulekile ukuqala, akulula kodwa kuzokhanya bhuti
@@zinhledlamini4587 ngizwa kahle Malandela ngizoke ngiza me ngibone ngeke kulunge yini
@@mlungisigcaba7029 good luck n makukhanye budede ubunyama
@@zinhledlamini4587 ngiyathokoza mntwanenkosi
Mpunga🙌 selenzekile mkhulu iphutha ngokungazi.Ngicela ukubuza ukuthi kumele ngenzenjani ukuze ngilungise
Impunga!!
Impunga
Siyabonga kakhulu Fuze