INDLELA YOKULUNGISA UMA UBANGWA ABANTU ABADALA

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 окт 2024
  • Kuyalungiseka uma ubangwa abantu abadala, kulungiswa ngembuzi

Комментарии • 251

  • @lindelihle86
    @lindelihle86 2 года назад +2

    Siyabonga mkhulu, after watching this video now I know what to do. Sengathi ithonga lakho lingakwandisela!!🙌🙌

  • @lebogangmolaolwa8817
    @lebogangmolaolwa8817 2 года назад +3

    thank you so much baba, I've been facing that kind of problem .for now I'm 100%relieved

  • @halalisanimthembu51
    @halalisanimthembu51 3 года назад +6

    Amen mkhulu
    Ngisacela ukubuza uma umama nobaba bagcagca
    Kodwa bagcagca nje sekungekuhle ngoba ubaba wakhipha izinkomo eziphezulu kwesibalo...
    Kuthe uma umama esegcagca kwatholakala ukuthi ebesebambile.
    Bathi ubaba akahlawule wathi ubaba angeke akwenze lokho bengazibuyisile Lezi zinkomo ezaba extra
    Uma sizama ukuba hlanganisa abakwamalume nobaba
    Impela bayala ukusihlawula ngaleziyankomo ezaba extra kanjalo nobaba uthi buyisani zona ngizobe sengihlawula ke mina
    Manje ibhekene kanjalo lapho siyizingane izinkinga zidlala ngathi

    • @eunicenzama2061
      @eunicenzama2061 2 года назад

      Ngicela ukubuza sibabili kumama sihlala komalume ngyintombazane nomfowethu singabikwayini ngembuzi eyodwa emsamo

  • @Sandile_maphisa
    @Sandile_maphisa 4 года назад +8

    Nami nje ngiphuma kuyoleyonkinga umama washada kodwa ngangakhishwa ekhaya komama ngalenkathi esephuma eya ekhaya iskhathi esiningi so isdalwa sakababa besilwa kakhulu ngawuthola umsebenzi waphela kabi kuningi nje okwenzeka kodwa ke last week ngilungisile next month ngyaqala kwi internship

  • @SiphoZikod3
    @SiphoZikod3 11 месяцев назад

    Amen baba la umama akagcagcanga kithi i kodwa unephepha .Yeah Fathi ulama ubangwa koninalume.Imuphi umsamu ekumele ngibe ngaphansi kwawo kulisamu yomithathu

  • @zethembekhuzwayo2951
    @zethembekhuzwayo2951 4 года назад +4

    Siyabonga kwiMpunga yesintu.uma insizwa ithole umtwana entombini Bese emva kwalokho ilobole lomawengane. Uma ingane isikhishwa koninalume ngembuzi imukelwe kubo ngembuzi,kwenziwa kanjani? Nakho sebepphumile koninalume ,Abakubo bamlinde ngembuzi ,Kuqalwa kanjani umsebenzi Bengeke nje ngesango, Ake ungiqalele lapho.

  • @uzigiisibawusakwankosi8946
    @uzigiisibawusakwankosi8946 4 года назад +22

    Wabeka isihloko esimqoka kakhulu nesihlupha abantu abaningi.

  • @ntombifuthizondi4815
    @ntombifuthizondi4815 17 дней назад

    Siyabonga kakhukhulu ngenkulumo eyakhayo. Ngicela ukubuza uma ingane izalelelwe ekhaya kodwa ubaba wayo wayihlawulela kuphela wangayithenga. Embakwalokho isibiza isibongo sakubo baba wayo kodwa ihlala nomama wayo ngoba abashadanga nobaba wayo. Ubaba wengane wayenzela isiphandla sakubo. Nesiphandla sakomalume wenzelwa. Kwenziwanjani uma kunalesosimo.

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Год назад

    Dankie kakhulu Mpunga yeSintu !🙏 Sibangwa abadala (mina nabafowethu). Sizalwe ko Malume, umshado(umgcagco) ufike kamuva. Ngizok followa impela coz ngifuna kufike ekugcineni ngalenkinga eskhungethe. Syabonga kakhulu Mpunga🙏 Makwande Mkhulu 🙏

  • @mdumnyandu1601
    @mdumnyandu1601 3 года назад +3

    Syabonga kakhulu mpunga sesintu, kodwa ke kuthiwani ma ukhulele komalume bakho, ubiza isbongo sakomalume bakho kanti ugogo wakho akakhishwanga esbongweni kakubo washada umshado omhlophe kuphela.

  • @ridgemj753
    @ridgemj753 4 года назад +10

    thank you so much sir i feel like my life is already good and problem solved

    • @soloman332
      @soloman332 3 года назад +1

      Nam kodwa akukabikho nembuzi ezo😅

    • @syabongakenneth1077
      @syabongakenneth1077 2 года назад +1

      SIYABONGA kakhulu ukuchazeleka nami ngisenkiingeni ngidinga usizo kuloludaba ngisembangweni and ngafakwa ngsphansi kwesandla sikamalume washona after lokho kwavela ubaba sengino 20 years wenza konke baze bashada nomama but mina ngasala ekhabo mama ngezizathu ezithile manje iyangihlupha lendaba yombango angazi ngingasizakala kanjani

    • @itsallabouttime1564
      @itsallabouttime1564 Год назад

      Siyabonga baba usisizile mina ngicela ukubuza ukuthi Uma ukuthi kulo mha wakho ingasebenziswa Imithi kuryt yin ukuwenzelwa ubaba wakho lomsebenzi

  • @slindileprecious106
    @slindileprecious106 2 года назад

    Amen Mpunga yesintu ngicela ukubuza mina ngizalelwe ekhaya komalume umalume washona okwakuyena oshisa impepho sekusele umama no dadewabo kamama omdala washada umshado omhlophe uhlala kwakhe ngicela ukubuza angakwazi ukushisa impepho

  • @ayandamyeza3392
    @ayandamyeza3392 3 года назад +2

    Sbonge Mpunga Yesintu, impela ngikuleyo nkinga kumanje.... Iscelo sam ngeNcwadi le echaza kabanzi ukt ayikho yini indlela yokuyiqopha uyenze iCD noma iluohi uhlobo olulalelekayo siythenge njenge Audio ukuze sizoyilalela kahle naBazali bethu ukuze bezwe nabo indlela yokwenza eqondileyo.

  • @NkosinathiMsawenkosi-nn7uo
    @NkosinathiMsawenkosi-nn7uo Год назад

    Ngokukhulu ukuzithoba ngihlabaphansi ngedolo ngibingelela kulomuzi mina inkingaya imikanje ngazalwa umama wangiyisa ekhaya okusho ukt ngakhulela ekhaya kusuka ngimncane ngazengakhula ngayindoda ok ekuhamben kweskhathi nam sengisezingeni lokt ngihlanganise izintozam njengendoda aii kungahlanganilutho umangiphuma ngiyobheka kuphakame lombango wezidalwa phezukwempiloyam vele ubaba akangihlawulanga ekhaya komama angithi ngikhule umama ngingamazi kwasekhayakomama ngingakwazi ngafuna ngazengathola ngithemangithola sekuvela ukt nomama akahlawulwanga njengoba nam ngingahlawulwanga okusho ukt phecelezi ngizalwa intombi ezalwa intombi manje ngifisa ukwazi ukt kwenziwanjn kuloluchungechunge engizithola sengikulo ngyabonga Amen!

  • @mndenibuthelezi8002
    @mndenibuthelezi8002 Год назад

    Asbonge Mpunga yesuntu... Sengiyazi ke manje..ukuthi kumele ngenzeni ngisho ngisokola kangaka kanti ngibangiwe mina. Ngcela ucingo lwakho Khehla..

  • @PhumlaniNhlabathi
    @PhumlaniNhlabathi 3 месяца назад

    Ngiyabonga kakhulu mkhulu...nami izinto zami zifasile...kuvuleka kancane besekusheshe kuvaleke...ngiyabona manje ukuthi nginenkinga yokubangwa abadala....ngizokwenza njengoba uyicacisa......ebengicela ukukubuza ukuthi izimbuzi lezi ezimbili zihlatshwa ngosuku olulodwa yini and okunye engifisa ukukwazi ukuthi kuzomele ngifake iziphandla ezimbili esandleni sakoMALUME/MAMA.

  • @Rah36579
    @Rah36579 4 месяца назад +1

    Abazali bami abafuni kuzwa lutho ngaloludaba ngoba bayasonta (Catholics). Bazi ukuthi yimina inkinga. Angisebenzi namhlanje, sengilahlekelwe yikho konke, ngiyefana nomuntu ofile. Abafuni ukulungisa amaphutha abo. Yho! Ngithathe Jesu, 5 years wonke ngiphila kanzima, yonke into engiyizamayo ayenzeki ngenxa yombango ongivalile. Abazali bayasebenza bayaphila kamnandi kanye nezingane zalomuzi. Mina ngifile 😞

    • @SallyKhumalo
      @SallyKhumalo 2 месяца назад

      Siyafana lami ngimi ngedwa lapha akuhlangani lutho

    • @Ikhona-l6m
      @Ikhona-l6m 2 месяца назад

      KUNOBABA KU TICK TOCK UNESXAZULULO NGAMA CANDLES WHITE EHLANE 3 DAYZ ACC @MABONGI

  • @ThobileMakhanya-ru2lq
    @ThobileMakhanya-ru2lq Год назад

    Siyabonga kakhulu mpunga yesintu...Uyibeke yacaca inkulumo yakho nami ngikuleso simo sokubangwa abadala..So ngine nkinga nomzali ongafuni ukuzwa lutho nokuthi ngiyenze ngisho ukhamba

  • @nancymntambo4169
    @nancymntambo4169 Год назад

    🙌ngyabonga kakhulu ulwazi olungipha ithemba lempilo❤

  • @leenyawose
    @leenyawose 3 года назад +2

    Uyakwaz ukwenza lomsebenzi ngazo izimbuzi zombili ngosuku olulodwa? (Imbuzi yokubikwa nembuzi yokuzikhunga)?

  • @josephmbuyisa4107
    @josephmbuyisa4107 4 года назад +3

    Ushayile Mpunga Yesintu 👏👏👏🤝

  • @lunganinene6899
    @lunganinene6899 4 года назад +2

    Mpunga yesintu🙌 ngizwile impela nkosiyam kodw umbuzo wami uthi, 'mina ngikhule komalume kanjalo ngibikiwe. Last year ubaba ongzalayo wafika wazokhipha inkomo yenhlawulo kanye mbuzi yokugeza umuzi, kodw aftr that ngasukwa ukucindezeleka uma ngilele. Mangiyozwa kuthiwa umbango wamakhehla nhlanga zombili, umbuzo wam uthi ngiyilungisa kanjn enje indaba? '

    • @gracioussoniakhums2492
      @gracioussoniakhums2492 4 года назад

      Ukhona omunye umfanekiso kaMpunga lapho akhuluma khona ukuba if konke lokhu okuphawulayo wakwenza kukhona okusileleyo ekubhaleni lapha ngoba uthi imbuzi yokugezwa yabakhona..... what about imbuzi yokwemukela kwabo kababa lokubikwa kwabo kababa awuphawulanga lapho if lokho kwenziwa.......

  • @phumziletshabalala1881
    @phumziletshabalala1881 2 года назад

    Siyabonga kakhulu baba, umasengenza lomsebenzi wokubuyela komalume siphahlela uma umsamo ungalunganga noma ngithi uma amanye amadlozi angafakiwe ekhaya

  • @tebohorikhotso5722
    @tebohorikhotso5722 2 года назад

    very informative. thank you

  • @brunnerfortune4774
    @brunnerfortune4774 3 года назад +3

    Sawubona Mpunga YeSintu... What if abako malume abasakholelwa ekuhlabeni izifuyo (mbuzi) wenzenjani uma ubangwa abantu abadala. What does one do if the side of one's mother don't believe at all in customs and traditions?

  • @sbusisokhwela7227
    @sbusisokhwela7227 4 года назад

    Mbanjwa omkhulu syabonga Baba uyawavula amehlo ethu mfanakithi 🌟🌟🌟🌟

  • @silindilesithole6282
    @silindilesithole6282 4 года назад +7

    Kushuthi usemkhulu umsebenzi esisabhekene nawo 🙆‍♀️

  • @zandilezen2584
    @zandilezen2584 4 года назад +1

    Siyabulela Tata. Bendicele ubuza mina ndezelwa imbheleko kulo tata, Kodwa umama notata abatshatanga. Inkinga ndandigula, manje ndinamaphupho akhombisa ukuthi ndinethongo. Ingaba lento ayizobayi nkinga kimi?

  • @zandilecebekhulu1643
    @zandilecebekhulu1643 2 года назад

    Wow kwangathi ngyalapheka nase moyen kuncono sengyazi yin evimbe izinto zam syabonga ngokusikhanyisela

  • @andzaabby9228
    @andzaabby9228 2 года назад

    Siyabonga Mpunga yesintu. Cela kubuza ngiyakhona yini ukwenza lomsebenzi kubo malume nangabe khona oncolise umsamo, ophehla manzi amanyama?

  • @nolittanyawuza2626
    @nolittanyawuza2626 3 года назад +4

    Eyami inkinga ngiwumuntu onabantu abadala from both sides,komama nakobaba kthiwa ngibangwa ngoba abakomalume bafuna inkomo yabo kubaba so bayamvimba ugogo kababa ukut anglethele iynhlanhla ekbeni kthiwa uye oza nenhlanhla kimi

  • @puritykhumalo1678
    @puritykhumalo1678 3 года назад +1

    Syabonga Mpunga yesintu ubeke kwacaca👌

  • @misiwemoyo9054
    @misiwemoyo9054 4 года назад +4

    mphunga kusuka ku yini ukuphupha abantu abafileyo njalo nje

  • @khulumhlongo2176
    @khulumhlongo2176 4 года назад

    Siyabonga Mpunga. Ngicela ukubuza ukuthi uma ikhaya lakomalume alisekho lathengiswa, ngabe kulungile ukuthi umama angibike ethongweni lakubo lapho ehlala khona ngisho ekhaya likababa. Ubaba sewashona.

    • @daphneymahlangu7370
      @daphneymahlangu7370 Год назад

      Sawubona mkhulu ngicela ukwazi ukuphupha igumbi likamama wami linombala o yellow lingibuyelele kathathu Leli phupho ngiyabonga. Ngiphinde ngaphupha ngivala isicabha sasekhaya kubobaba ngivalela izinja ezintathu khona lapho ubaba ongizalako angiboze ngegama lami ngathi uyathetha ngiyabonga.

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 3 года назад +1

    Ok baba mina sengakuthola konke ukuthi yindaba ngibanjwe so ngyaya kubaba oyinyanga wathi kumele ngenze igobongo ngayaku mthandazi wathi angenzi Ladi ngalenza wathike angenze umsebenzi wokuzibika komalume ngyokwenza wona kulo December kungabe isqumo sami silungile baba ? Ngoba no Dr Myadi ngimchazela amaphupho Ami wathi ngidinga igobongo

  • @SiyandiswaZulu
    @SiyandiswaZulu 3 месяца назад

    Camangu mpunga yesintu mña ndifuna kuqonda uma unenkinga yobango lwabantu abadala ungangena ekuthwaseni or kufuneka qale lungise ubango also le bhokhwe ulungisa ngayo ubango uyenza njani kubakhona utywala like traditional beer,brandy or you just buy that goat the other problem iam having is kunomsebenzi ozakwenziwa kulo mama wokuphuthuma amanyange azise emangcekeni ayphuthunywa kwazwedala asiwa Kwa khaya khulu so must I wait for lomsebenzi before ndingene kwimfukamo also kuno khokho wam ongazange achithelwe intsimbi so ndixakiwe my ancestors bayavela besithi mandingene mfukamo

  • @sazibana9400
    @sazibana9400 2 года назад

    Hayi, mna apho ndingeva khona kulapha abantu abalele ukuthula mela bazi ngcona kodwa ngokwale nkulumo basabambe amagqubu. Yiyona ke nto eyindida kum kuba aba bantu abakhuphukanga basafana nabaphilayo. Kunezinto abangazazi mele uba bikele. Ayifani ingasanakwa ngabantu abaninzi le nkolo

  • @ZandileMdunge-m4i
    @ZandileMdunge-m4i 3 месяца назад

    Eey waykhuluma into ebalulekile my son ngamyisa Kubo emncane bamshisela impepho ubaba wakhe wangakhokha so kmele ngyomenzela komalume ngoba wow iyanghlupha ingane and kuyimpawu zosiko

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 Год назад

    Ngyabonga mpunga yesintu, waze wangicazulula,amathonga wakho aqhubeke akukhanyisela njalo 🙏

  • @siphozakwe2322
    @siphozakwe2322 2 года назад

    Syabonga mpunga yesintu ngolwazi lwakho

  • @slindelomkhize3787
    @slindelomkhize3787 4 года назад +6

    Wenzenjani uma ubangwa yizidalwa koda uma umama washada wabuy wabuya emendweni wase ezala mina kwesinye isibongo. So lapho ngisuke ngibhekwe abasekhaya komama noma abasesibongweni sami, okanye abakulesibongo okwakushadele kuso umama.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 года назад

      Kulesi simo usuke udingwa yiThongo lakomalume bakho, kodwa leli lalapho kugane khona mama linokuthukuthela ngesenzo esenziwe umama

    • @slindelomkhize3787
      @slindelomkhize3787 4 года назад +1

      @@impungayesintutv ngibonge ngokuphendula, kodake ixazululeka kanjani leyo uma kungukuthi nano bacasukile

  • @joyfulncube1497
    @joyfulncube1497 Год назад

    Siyabonga, now I understand what has been happening

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 3 года назад +4

    Ukube ngalalela le video before ngilahlekiswa umuntu owathi uyangisiza🙆‍♀️ wathi mangihlanganise ubaba no mama. Konakala worse ngaze ngabuyela khona esgangeni ngayoqhaqha Ukubahlanganisa. Ngiyakuvuma Mpunga🙏

    • @lungilegwaza8425
      @lungilegwaza8425 3 года назад +1

      Ndicela kubuza cc ngu Lungile lana eastern cape ndinalengxaki yokubangwa ngabantu badala bakomama nalana ekhaya

    • @nomvulanxumalo8713
      @nomvulanxumalo8713 3 года назад +1

      Lunging, ndathi xa ndigqiba ku lahla lowo mshado wabazali, ngaba right. First I didn't even know the person abathi he's my father, what right did I have to marry them? My mother got married to my step father who brought me up as his own child. Ngangiphapha neither ngiyofuna Baku or baba ongizalayo. What is strange ngathi nabo ngokwabo abafuni ukutholwa because the people who try to find them bavele banyamalale bangasubuyi kimi. Izimfundiso zeMpunga zingivula amehlo🥰🙏 Nganele ngalahla kinked is into zabuyela esimeni.

    • @thokozanizwane6170
      @thokozanizwane6170 2 года назад

      Abazali bakho abashadile you belong to ur mom's home or surname only if ur mom belongs to her surname not her mother's surname

  • @lethuxolofihlela1192
    @lethuxolofihlela1192 11 месяцев назад

    Ngiyabonga kakhulu bafo yazi nginalenkinga nami. Kodwa ngisendleleni yokuyilungisa. Esengikuthola la ukuthi shuthi fanele ngenze ngokulandelanisa izimbuzi . fanele thenge eyokubikwa kuqala. Ngibuye thenge eyokungena sbongweni sakomalume.

  • @nesterzikhali8882
    @nesterzikhali8882 2 года назад

    Syabonga kakhulu uma abazali bengasekho kanti nawe sushadile uyafusa kuvusa muzi kamamta washing eshade kulesiya sibongo

  • @ulwazinenganekwane
    @ulwazinenganekwane 2 года назад

    Ey nkosiyam. Syabonga mkhulu, kusamele ngiqale ngiwakhe lomuzi wakwamalume.😭

  • @siyanda7865
    @siyanda7865 4 года назад +5

    Wenza njan uma ubangwa zidalwa uzalelwe kobaba. Abazali bashada umshado omhlophe and nelobolo zange iphelele?

    • @bhekuzalogwala3499
      @bhekuzalogwala3499 3 года назад

      Siyabonga kakhulu inkosi ikubusise ukhule emsebenzini eakho

  • @khethohmichael1389
    @khethohmichael1389 4 года назад +1

    MPUNGA UHLABA UDABA OLUSEMQOKA KAKHULU UMUNTU MAYENGATHOLA UMAKHALEKHUKHWINI WAKHO KUNINGI OKUNGALUNGA

  • @Ntsikelelo-mg6ui
    @Ntsikelelo-mg6ui 3 месяца назад

    Nam ndikwelobhadi lokubangwa,ngoku ndicel ukwazi ukuth Uma ngingenza ngalendlela osho ngayo kungaba ryt yin ikuth ngivele ngishintshe nesbongo masengikhethile

  • @mxolisiisaac9986
    @mxolisiisaac9986 4 года назад +2

    Phunga Yesintu manje lapha ekukhulumeni umuntu uyazikhulumela emsamo uma esezikhunga noma ukhulunyelwa umalume cela ukucaciseleka lapho

  • @umsimamowokhokho9402
    @umsimamowokhokho9402 3 года назад +1

    Sibonge mpunga umbuzo wam usekuthen uma usucacisa ngembuzi yokukhunga ngubani okhulumayo emsamu...?

  • @stevenshilaluke1076
    @stevenshilaluke1076 Год назад

    Hello mkhulu now i understand but i have problem at my mother's side are all dead there is no one how can i do It?

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 2 года назад

    Sbonge mountain yesizwe. I just found out ukuthi ngiyabangwa ngabantu abadala. Both my parents are deceased now. Ikhaya lakhobo mama alise khona. Umalume naye sewandulela. Ikhaya lakhe liselenezibgane abangakholelwa ebantwini abadala. Mina sengiganile nginomuzi wami. Ikhaya labazali nalo lisesekhona. Noisele no aunty oyedwa Ngiwulungisa kanjani Lombango. Ngiyabonga

  • @FikileCynthiaZungu
    @FikileCynthiaZungu Месяц назад

    Ngicela kubuza Uma ingahlawulwanga ingane uyakwaz yin kuyibika Kini Nanokuthi Uma zintzthu izinganne uyakwaz yn kuzenzela ngembuz eyodwa

  • @lorramokoka7778
    @lorramokoka7778 3 года назад

    Please advise my aunt was married white wedding.lobola was paid. Mahlabiso were was not done. Umkhwenyana passed away. What process needs to be done since all the children of my aunt are not working

  • @MthuthuzeliLuwaca
    @MthuthuzeliLuwaca 2 месяца назад

    Xa Uthe wakhetha mhlawubi kulo baba omnye lo ungamkhethanga wothini yena ngoba baya banga bobabini.

  • @nkolisogongwana3420
    @nkolisogongwana3420 9 месяцев назад

    Nakuba ngsola ukuba ngyabangwa nje nami kyadingakala ngiye komalume ngyabonga mkhulu 🙏
    😊

  • @ndumisotshanini2838
    @ndumisotshanini2838 3 года назад +1

    Cela ukubuza ukuth uyasifaka yin isiphandla sembuzi oyihlabile for ukubik kulesosbongo?

  • @ntombikhumalo3959
    @ntombikhumalo3959 Год назад

    Greetings , if you have a spiritual gift from your dad's side when choosing your mother's side won't that cause problems for you and your spiritual guide lo onedlozi lakhe?

  • @vukadakiechannel2712
    @vukadakiechannel2712 3 года назад

    Syabonga ngicela ukubuza kwafika ubaba ekulaleni kwami wathi ngibangwa abantu abadala nd umama no baba bagcagca sengikhulile saphinde sakhishwa ko malume kodwa ubaba wangifaka isphandla before ngikhishwe futhi bengakagcagci,ngingenza njani ukuze ngisizakale.ngyabonga

  • @leledaphney7426
    @leledaphney7426 3 года назад

    Bayingabe anginawo amandla wokuthenga imbuzi angeke ngikhone ukuzikhunga ngenkukhu yini na?

  • @percentgladile7038
    @percentgladile7038 2 года назад

    Camagu mkhulu mna ndiyadinga ukhuluma nawe ubuso Kuba Zonke lezizinto uzikhulumayo ziyandithinta mna ndingu Mbanjwa,gebana,ntimela,gubulundu,nongoma konke loku kuyandithinta mna plz

  • @sfisosimelane3723
    @sfisosimelane3723 4 года назад

    Syabonga kakhulu Mpunga yesinto iybeke yacaca, kodwa umbuzo enginawo uthi, Asithi ke mina zange ngabandakanywa nomsamo wesbongo sakithi Kodwa ngike ngavakashela khona ekhaya kanti kuzoba nomsebenzi thize, ingabe lokho kunawo yin umthelela Kimi?

  • @mlekelelimvula9641
    @mlekelelimvula9641 4 года назад +1

    siyabonga Mpunga yesintu ake ngithi nje Impuuuuuuuuuuuunga

  • @onkewakaba8274
    @onkewakaba8274 2 года назад +2

    Mina ngizozama ukukhuluma isiZulu kodwa ngiwumXhosa wala East London, sekudala ngilifolowa leli channel liyasiza kakhulu but lenkinga nginayo and sekudala ngizama uylungisa akulungi lutho...enye inkinga enginayo ngazalwa nesingxobo angazi ke ngesizulu ukuthi yini leyo but lesingxobo sabe sesiyalahleka la esibhedlele manje akulungi lutho sengicabanga novele ngiqede lempilo yami once and for all kuvele kuphele ngami

    • @Its_Critic
      @Its_Critic 9 месяцев назад

      Ukuzalwa wembethe ngesiZulu Bafo ukuzalwa nesingxobo

  • @annexleersa7117
    @annexleersa7117 10 месяцев назад

    Ngibingelele...bengicel ukubuz ukuth kube sekwenzekalan ngethongo lakoBaba uma sengikhethe leli lakomalume mina njembangwa wezidalwa

  • @mdsshow2901
    @mdsshow2901 Месяц назад

    THOKOZA GOGO!How to do it because I am using my step father's surname not my father's surname and the surname of ku malume? and my father passed away but my mother is still alive and ngiya bangwa.how to fix this?

  • @bonginkosimkhwanazi8175
    @bonginkosimkhwanazi8175 2 года назад

    Thokoza Mpunga yesintu. Ngiyabonga ngencazelo. Mina ngivele abazali bami sebegcagcile. Kodwa kuvele ukuthi kubekhona ezigcine ziwela phezukwami kuwo amathonga akomalume kanye nawasekhaya kobaba. Leyo ngingayilungisa kanjani? Ngoba kwenzeka ngalendlela osoyibeke ngayo yokuthi sengiwumuntu ohamba ahambe ngathi uyabangwa amathongo. Mpunga yesintu.

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 4 года назад

    Siyabonga Mpunga Yesintu izeluleko zakhona

  • @siphontandane3331
    @siphontandane3331 2 года назад

    Sawbona Mpunga ,NgiCela ukucaciseleka Kahle Kule yokulungiswa Uma ubangwa amadlozi.

  • @marianoxx2884
    @marianoxx2884 3 года назад

    Mpunga ngayenza umsebenzi wokugeza ngiqchutswa umuntu engihamba kuye. Ubaba washona angangilobolanga angahlawuhlanga. Ngihlala kweyami indawo la ngayenza khona lomsebenzi bathi ngiyageza futhi ngifaka nabasekhaya. Manje recently i went somewhere they mentioned indaba yembuzi futhi for abantu basekhaya. Ngicela ukusizwa hle ngiyaphi ukusuka la.?

  • @bancamilemachi6503
    @bancamilemachi6503 4 года назад

    Siyabonga mpunga iyangihlupha leyonto kumanje akulungi lutho

    • @bancamilemachi6503
      @bancamilemachi6503 4 года назад

      Mina ngihlala ekhaya kodwa umama akasinile uma sekwenziwe lokho kumele ngihlale komamume noma ngingahlala khona ekhaya baba waqede kulobola kwasala kusina ngiyacabanga kubambe khokho ngoba naye wayengasinile sazi isibongo kodwa indlu yakwabo akekho oyaziyo kwenziwa njani uma kunjalo ngiyabonga

  • @danceviralmusic2976
    @danceviralmusic2976 2 года назад

    Umsebenzi wo Bikwa ne Mbeleko is it the same thing??

  • @danisilendaba9746
    @danisilendaba9746 2 года назад

    Sawubona Baba umama azange agane no baba ngikhulele kota komalume kodwa ubaba wami uses useshonile ngihlala ekhaya kubo uma ngifuna ukuya ukulungisa impilo yami ngenzeni or ngishintshe I isibongo siya sikamama ngithathe sikababa izinto azilungi. Ngiyabonga

  • @ngelo5357
    @ngelo5357 2 года назад

    ... Amen

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 3 года назад +2

    Kwenziwa njani uma abazali bengasekho bobabili?

  • @lindokuhlelushaba540
    @lindokuhlelushaba540 Год назад

    I hear you but if no one can help us with this how do you we can do because i changed my surname but father reject me from birth now call his surname how can fix that

  • @sthandiweqinisile
    @sthandiweqinisile Год назад

    Sawubona mkhulu ngicela ungisize Mina ngizalwe abazali bami beshadile kodwa ngahamba nginezinyanga ezimbili ngayokhulela komalume ngize ngakhishwa sengizoshada manje nginezinkinga Uma ngihamba Abantu bangikhomba komalume.kwakona ukushada kwafika Abantu abadala bathi angiqhoke ingubo emhlophe bangibone ngishada komalume angizange ngikwenze lokho ngoba ngangingazi ngizokwenza kanjani

  • @lwazinhlonipho7454
    @lwazinhlonipho7454 Месяц назад

    Ngicela ukubuza mengabe ngihlala kababa kodwa ngiyafisa ukulungisa lesimo ngoba syangicindezela kakhulu,ngazalelwa ekhaya kodwa ngikhulele kwababa ekugcine sengibiza isbongo sakhe engashadanga nomama

  • @smangelemasengemu8350
    @smangelemasengemu8350 Год назад

    Ubaba wangithatha ngyovakasha bafika bangenzela imbuzi ngathelwa ngenyongo ngafaka isphandla ngagcatshwa izinhlanga zaka Dlamini engakaze akhiphe ngisho uzuka komalume ingakho nje izinto zami zibheke phansi. Ey kumapeketwana😢

  • @ncamsilezwane3557
    @ncamsilezwane3557 2 года назад

    Siyabonga

  • @SlindileSangweni
    @SlindileSangweni 4 месяца назад

    Syabonga bhut'omdala mina ngyafisa ngelinye ilanga sike sihlale phansi
    Kunjalok bengcela ungicacisele kulokh
    Wenzanjan Mase uqesile sewkhulumile konke izinto uyazishiya noma?

  • @nokubongamlambo3524
    @nokubongamlambo3524 4 года назад +2

    Waze wayichaza kahle. Okwami kushuthi kuyolunga kudala ngoba ikhaya lakoMalume alisekho,sisasalelwe icala lokulivusa😕😕😕eyi

    • @snelisothabede8762
      @snelisothabede8762 3 года назад

      Kumele ulivuse. Nami ngiyakha ngivusa lona bese ngzokwazi ukulungisa izinto zami.

  • @Princess-Qiara
    @Princess-Qiara 3 года назад

    Mpunga Yesintu, ngicela ukubuza ukuthi uma uyihlo ungamazi noma ungenaso isiqiniseko sokuthi wuyena lo omaziyo, usicela kanjani isibonakaliso ukuthi baziveze kuwena abantu bakubo abadala kuwena?
    Iziphi izindlela(processes) okumele uzilandele?

  • @bathejinimthembu4363
    @bathejinimthembu4363 2 года назад

    Impunga mina nginenkinga enkulu..angaz ekhabo mama,ngikhule ngibuzwa ngesibongo esingasiso esam,ngikhulele kuloyomuzi ekhaya ngithola manje ngino 38 years so impilo yam ilihlazo nje angaz ngingasizakala kanjan..

  • @gugulethuzulu8971
    @gugulethuzulu8971 4 года назад +2

    Siyabonga kakhulu ngolwazi onalo, ngicela ukubuza uma uzalelwe komalume wazalwa nobaba wakho engasekho wayiswa kini, wakhulu ubiza isbongo sakini kodwa uhlala komalune uyilungisa kanjani indaba yokungena ngikuphelele esbongweni sakini?

  • @thokonkosi3935
    @thokonkosi3935 2 года назад

    Umanga ngana nkondwa abazange bayihlabe imbhuzi azange ngingeniswe esibayeni nkondwa nginezingane zalpho izingane azingani nkonke nkyabhenda ngenzenjani

  • @ZeeDeeM
    @ZeeDeeM 3 года назад

    Eyami ingane yomfana ngayitholela ekhaya kwathi , ngayakoshada nomunye umuntu ineminyaka ngu 10 , ngathi ngisemshadweni yasala ekhaya kodwa yaqala yathi uma ilele yazichamela ngaya kumuntu wangibuza ukuthi iphi ingane ngathi ngayishiya ekhaya ngoba akuyona yasemshadweni , wathi fanele ngiyithathe uyibona kufanele ngiyithathe , emva kweminyaka emithathu ngishadile saya ekhaya nomyeni sayocela kuMama ukuthi sihlale nayo ngoba nathi sasesithole Ingane encane yomfana bachithisane isizungu , loku kwasemshadweni kwami okuncane kuyazifela ngalo omdala ngisho ehambe isonto evakashe kwezinye izindawo uyasho athi uzobuyanini uma sidla oncamnce uyambekela futhi akugade ukuthi kungadliwa aze abuye , aloku esitshela ukuthi singamthethisi ubhuti wakhe omdala size sihleke ...akuyona yini inkinga ngoba vele sinomyeni wami siyazi ukuthi izinto zakhe ziyokwenzelwa ekhaya koMalume bakhe .
    Okunye esikubangayo noMama wami ongizalayo ukuthi uMama uthi fanele enzelwe kuqala kubo kaBabawakhe isiphandla since engakaze alifake isongo empilweni yakhe manje mina ngithi fanele enzele ekhaya koMalume bakhe cela usize ngoba ngibona sengathi uyaphambanisa uMama ngoba nami ngokulalela izinhlelo zenu ngiyakhanyiseleka kancane , ngyabonga

  • @uzigiisibawusakwankosi8946
    @uzigiisibawusakwankosi8946 4 года назад +1

    Bengicela uchazele abantu ngesiphandla ukuthi sifaka kusiphi isandla(esakomalume nesako yihlo).

    • @fikilenzuza4917
      @fikilenzuza4917 4 года назад +2

      Ngolwaz lwam esakomalume sifakwa kwesobunxele

    • @sizahlongwane2135
      @sizahlongwane2135 4 года назад

      Yebo ke kwaze kwanzima. Mina ngokwami ngazalelwa ekhaya umama wami wahamba nami. Ngase nami ngizala ingane ngayisa kubo bashunqisa impepho ifika noma sesihamba.. Baphinda bangibiza bazomenzela imbeleko 🙆‍♀️

  • @maxwellmphofu36
    @maxwellmphofu36 Год назад

    Sawubona phungayesintu ukhuluma no Mphofu ngicela ungicacisele mini kulena eyami indlela engizalekengayo ubaba wayakocela walobona umama wami engakogcagcelwa wamthahta wahlalanaye kwasekuzalwathinake kodwa kungakogcagcwa manje baze badlula bobabini emhlabeni bengagcagcile .ngabe kemina ngingayilungisakanjani lena inkinga yesibongo ngiyabonga ngicela ungisize

  • @phumzilendebele3126
    @phumzilendebele3126 3 года назад

    Mawukube kumnyama akwaz nokuthi uzibike edlozini lakoMame ..nom usuhamba bantu kepha lutho khanya

  • @noluthandobooi8835
    @noluthandobooi8835 2 года назад

    Camagu baba,ndisanda kungena apha,cela kubuza kemna if mama notata batshatile mna ndikhulele kulo mama,ngoku abazali bandikhululisise omakhulu abasekho,now omakhulu bayandigodusa bathi mandigoduke ndiye ekhaya,mama notata bathi mandibuye abanagxaki,ithiwani into enjalo

  • @mandlenkosingcobo2881
    @mandlenkosingcobo2881 3 года назад

    Manje Bhuti Uma abazali noma ngithi abadala sebalishiya leli kungekho okwayenziwa uyilungisa njani

  • @nkosanakumalo2280
    @nkosanakumalo2280 3 года назад

    Kuyezwakala, nsizwa. Mina ngazikhunga kuso isibongo sakomalume, kodwa kwabakubi kakhulu. Ngalahlekelwa okuningi. Kwathiwa kimi, ngenza iphutha, futhi kwakungafanele ngikwenze lokho. Omalume base beyangikhipha esobongweni sabo, bachaza nokuthi sengizoya kithi. Ubaba wami njengoba engasekho, kuzofanele kukhokhwe inhlawulo ukuze ngiyongena kithi. Ekhaya kithi basebechaza bona ngesiko labo ukuthi inhlawulo yenziwa kanjani. Base bayachazelwa abomalume, bavuma, futhi base bechazela abadala emsamo ngayo inhlawulo. Kumanje, ngilinde ukuyongena kithi.

    • @khululiwemajola-zwezwe2558
      @khululiwemajola-zwezwe2558 3 года назад +1

      Ihlawulo elokuvuma icala kuphela, kufuneka abakini bakuthenge bese ukhishwa ke koMalume, uyomukelwa ngembuzi kini.

    • @nkosanakumalo2280
      @nkosanakumalo2280 3 года назад +1

      @@khululiwemajola-zwezwe2558 cha! Kuyangamasiko. Ngesiko lakithi, kuthengwa umuntu ongeyena owasekhaya, njengomakoti, ethengwa emathongweni akubo ukuze abengowakubomkhwenyana. Ngesiko lakithi, ingane ephuma kuwe, esendeni lakho awuyithengi ngoba inguwe. Umuntu angazithenga kanjani? Uqinisile uma uthi nhlawulo usuke uhlawula icala. Icala liyaphela uma usuhlawulile. Ngesiko lakithi ingane usungayithatha ngoba icala awusenalo.

    • @khululiwemajola-zwezwe2558
      @khululiwemajola-zwezwe2558 3 года назад +1

      Kusho lokho ke ukuhluka kokwenza kwemindeni, ngeke ngikuphikise. Mina lokhu ebengikuchaza indlela owami uGogo athi akwenziwe ngayo mayelana nami.

    • @sibonakalisochiliza1127
      @sibonakalisochiliza1127 3 года назад

      @@nkosanakumalo2280 ngiyakuzwa mfwethu... kodwa angeke ingane ikhuliswe komalume wayo yondliwa, igadiwe iyiswa nasesikoleni bese kuthiwa ngenhlawulo nje kuphela sekweyakhe ngokugcwele akuzwakali Kahl lokho... I think kuyadingeka ukuthi ilitsholwe ingane, mhlawumbe igama elibgekho right ileli lokuthi ayithenge.

    • @nkosanakumalo2280
      @nkosanakumalo2280 3 года назад +1

      @@sibonakalisochiliza1127 nami ngivumelana nawe kulokho. Ingane fanele ilotsholwe uma isimo sifana nalesi osichazile. Kodwa uma ubaba wengane eyondla, angicabangi ukuthi kufanele ayilobole ingane. Kodwa futhi, uma isiko noma omalume bakubomama wayo ingane befuna ilotsholwe ngoba kade beyibhekile futhi ihlala emagcekeni agadwe amathongo alowo muzi, kuzofanele uyilobole ukubagculisa.

  • @somilamvunelo8470
    @somilamvunelo8470 Год назад

    Mpunga 🙏🏾🙏🏾….Bengisacela ukubuza uba manje uma abazali beshadile futhi wenzelwa nembeleko kodwa ubanguwe uye wenze njani

  • @thulisilemtolo6863
    @thulisilemtolo6863 3 года назад

    Oh mpunga enkosi siyabonga kakhulu ngemfunduso yakho yoh uyandikhanyisela

  • @SibongileMseleku
    @SibongileMseleku Год назад

    Ngibingelele, Mpunga yesintu kuyenzeka yini ukuthi uyingani ubangwe komalume ka Mawakho ekhaya boGogo

  • @whitbygloria6440
    @whitbygloria6440 Год назад

    Mkhulu, uma uMama wagana kungasekho muntu nakkhaya Kubo, kwenziwa njani ngoba sabikwa kobaba kodwa komama akwenziwanga lutho ngoba bekungasekho muntu nekhaya.

  • @ezamzukwanaentertainment950
    @ezamzukwanaentertainment950 3 года назад

    Iyiphi indlela yokulungiswa ubangwa idlozi abakini kababa sebakukhokhela bakufaka isiphandla kepha bangakuthenga wenzanjan if usahlala kubo mama besakubanga?

  • @bongumsampolozana6030
    @bongumsampolozana6030 4 года назад +1

    Siyabonga baba usize mina 🙏