Ungiyane | Umuntu ongahlolelekeli (some reasons why you can’t get a reading on a patient)
HTML-код
- Опубликовано: 21 янв 2024
- 1. #Ungiyane nokubaluleka kwawo emakhehleni amadala angamagedla ayesemabuthweni.
2. Kusuke sekwenzenjani uma umuntu engahloleleki…umbhulo uvele unqabe nje ukufika
(What could be the reason a healer may find it difficult / impossible to get some reading on someone during a consultation)
3. Sizophinde sikhuluma ngokuhlola ngokulandisa (ngokuxoxa). Divination through storytelling and then have a spirit interpret and analyse that, and come up with a solution.
4. Imimoya ethanda ukuhlola endaweni enomsindo like ebumnandini
#emandulospiritualhealing
#amagedla
#Umlozi
#Isithunywa
#Indawe
Bayede mkhulu aysazani ngyajabula musaphila onyaken omusha
Thokoza Mkhulu 🙏🏾, malini ungiyane
Khehla elibazi lingabe likuphi kwendawo ?
Bayede Makhosi, ndicela uxolo ukuba ndiphuma ecaleni.Xa kufuneka uphakamise okanye uhlambulule umlozi wasemanzini ,uyakhona ukuzifunela umntu okanye funeka ulinde bakukhombise lomntu?Andinamntu ondincedayo,ndiyaphahla ,ndiyathandaza kakhulu oko ndilindile.
Bayede 🙌🏿
Ungahamba uyohlola kumuntu/kubantu. Then uma kukhona idlozi lakho elimbona ekulungele ukukusiza lizokutshela and kwesinye isikhathi lo ohlola kuye uzokuyalela umuntu ozokusiza.
Kuya ngokuthi umuntu ohlole kuye unalo yini iqiniso kwesinye isikhathi
Bayede siyabonga kakhulu ngezimfundiso zakho,,uJehovah kungthi angakugcine akubusise ngolwazi osinika Lona ngoba okuningi kulezi zimfundiso zikhuluma nathi ngesikhathi esifanele
Bayede wena WeSilo 🙏🙏
Umlozi awulawulwa uyazilawula..... Phahla ubabuze, ulinde.