Ukufa kwezangoma | Izigubhu | Gedla specialities: Zulu vs Swazi | Izangoma opening churches

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 24 июн 2024
  • Notes:
    1. Ukubulawa kwezangoma & on going spiritual wars. Ngabe abanye badayiswa izithwalo zabo nezigubhu?
    2. Abantu abafundisa isikhwama (Gedla mentors) bengaphothulile nezikhwama zabo bengaze begezelwe zona babulala umsebenzi nezingane zabantu, and umphumela walokho bazokwandisa abathakathi noma ochitha (herbal vendors) instead producing izinyanga. Kwabona bagcina bephenduka abathakathi noma ochitha abanye babo.
    3. Amagedla specialities: AmaZulu vs AmaSwazi and growth stages of ubunyanga
    4. A pure Isangoma cannot do both ubungoma nokuthwasisa + opening and running a church. There’s no role for umoya wobungoma (and or nomoya wezilwane) endlini kaNkulunkulu. Isonto lesangoma kusemgidini not ukuthi siyobhenguza namabhayi esontweni.
    5. Ukwelapha umuntu ophethwe kakhulu imimoya yasemanzini nezithunywa ngemithi eqine kakhulu kugcina kuyiphazamisa inhlanhla yakhe
    I’ll see you in the next video!
    Dumisisizwe (Umhawu Weythunywa)
    #emandulospiritualhealing

Комментарии • 8

  • @zodwanzimande9984
    @zodwanzimande9984 Месяц назад +1

    Bayethe 🙌🙌🙌uyazi le enisifundisa yona ingibuyisela kulamagama alokhu ephindwa kimina for 3 days manje kuthiwa "With great power comes great responsibility",Makwande Siyabonga 🙏

  • @Dumakude616
    @Dumakude616 7 дней назад

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Месяц назад +1

    Bayede!🙌

  • @evidencekau9809
    @evidencekau9809 Месяц назад +1

    This is so true, kuwonagele impela ebuzangomeni. I find that Amagedla are more mature in handling their gifts than sangomas.

  • @siyabongangwane8984
    @siyabongangwane8984 Месяц назад

    Bayede Khehla, siyabonga ngezimfundiso zakho nabantu abadala❤.

  • @menziinnocent3164
    @menziinnocent3164 Месяц назад

    Bayede 👏👏👏

  • @khanyisanisiyabonga7809
    @khanyisanisiyabonga7809 Месяц назад

    Bayede!I am very interested in being part of your intimate teaching sessions, uma uza ngapha eNingizimu.

  • @leratomanana5763
    @leratomanana5763 Месяц назад +1

    Thokoza mkhulu.
    Ngingakwazi kanjani mengifuna i-consultation noma ukuxoxisana nawe, Makhosi