Isithunywa and the role of a Prophet | Izizwe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 окт 2024

Комментарии • 14

  • @nolufefentanjana8405
    @nolufefentanjana8405 8 месяцев назад +2

    ❤❤❤❤ this is me 😭😭I cry I like this song, you start with it but my cousin doesn't understand me and my songs because ndingumxhosa

  • @nolubabalosongcata-f8h
    @nolubabalosongcata-f8h 8 месяцев назад +1

    Thokoza Mkhulu👏

  • @sthemncwango8648
    @sthemncwango8648 8 месяцев назад +2

    Ngingathokoza ethekwini Mkhulu

  • @nomthandazo182
    @nomthandazo182 8 месяцев назад +1

    Jhb singathokoza nathi 🙋🏾‍♀️🙏🏾

  • @siyabongangwane8984
    @siyabongangwane8984 8 месяцев назад +1

    Bayede Mkhulu, ewu yazi le yama radio stations yangithinta kwenye indawo. I get very disappointed ukubona abantu abathile ku radio station obabonayo ukuthi amabhomu ke lawa😢

    • @mfundazwembili3985
      @mfundazwembili3985 Месяц назад +1

      Ngokusobala nje abathwele, abathi ukuthwala kuhle ngoba beseka ama business abo including nama clients wabo 😂

  • @sibongilendlovu3422
    @sibongilendlovu3422 8 месяцев назад +1

    Thokoza mkhulu please come to Joburg 😂😂

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  8 месяцев назад +2

      Bayede 🙌🏿
      I think ngiyogcina ngifikile but only for ukulekelela 2 people ngokuhlambulula Abalozi nokwembula ingubo oyedwa wabo. No spiritual session planned

    • @sibongilendlovu3422
      @sibongilendlovu3422 8 месяцев назад +1

      Which area in JHB?

    • @nuhbuthelezi9848
      @nuhbuthelezi9848 8 месяцев назад +1

      Cha unamanono mkhulu, just how you behaved in this video 😂😂😂

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  8 месяцев назад +1

      @nuhbuthelezi9848 😂what exactly did I do?
      Maningi wona Amanono but they generally don’t come to my LIVE

  • @esthermalepa5084
    @esthermalepa5084 8 месяцев назад +1

    What is izizwe mkhulu?

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  8 месяцев назад +2

      Umoya okhandwa ngemithi nangezilwane for izinto ezahlukene such as ububhula (ukuhlola), ukulanda into entshontshiwe, ukulwa nezitha etc. Kuya ngokuthi wena izizwe ozigayile ufuna zenze ini.
      Inkulumo yami kwi video focused on izizwe abantu abafakwa zona ephehlweni ukuze bekwazi ukubhula. Lezizwe zigcina zizenza idlozi then lona bese liyaqhela ngoba lenyanya lomoya okhandiwe ozama ukuzenza lona/ ozama ukuba ngaphezu kwalo. Abanye ogobela benza lokhu ngoba umuntu engenalo sdalo idlozi lentwaso or ngoba behlulwa ukulinda ukuthi idlozi likhule kumuntu likwazi nokubhula.
      2. Kuyenzeka futhi umoya wezizwe uzalwe nawo. If you’re curious enough you ask ask idlozi lakho ukuthi ukuze ube nawo wena ufike kanjani. Uma uzalwe nawo kusuke kukhona umoya izizwe ezozo-linker kuwo such as Indawe

    • @esthermalepa5084
      @esthermalepa5084 8 месяцев назад +1

      @EmanduloTV Thanks mkhulu,kuya thusa kodwa.