Isona sizathu impela ke sokuthi ngifundise ukuze abantu bekwazi ukuhlukanisa imimoya yezizwe neyedlozi. Last time I checked izangoma nezinyanga azivumekile ukuthi zikhonze kwaShembe so angazi wena ukuthi uhlushwa yini uma abantu belungisa imimoya yasemakubo.
Thanks for teaching us 🙏🕯️🙏
Siyathobeka wena weqhawe!
Ume njalo!
Thank you for the teachings.🙏🏾🙌🏾 Can you please do a teaching about the colours of amabhidane and their meaning.
🙏🙏
Bayede 👏👏👏
Makhosi amadala 👏🏿👏🏿
Syabonga kakhulu Mkhulu. Kwande njalo!🙏
Bayethe 🙌🏿
Amen my mentor I am glad that i waited till now and you just gave me my answer by just going back to the dream akwande
Ndlondlo 🙌🏿
Thank you so much for the clarification ❤
Dumisisizwe mkhulu bayede, sibonga ukuthi yasembula ulwembu nenkungu khehla. Yazi kubuhlungu ukuvuka nethongo nezinto zakhona kodwa ungazi ubani ungakuchazela ngokwenyama, okwesibili siyesaba nokubuza ngoba ezinye zezinto ziyimfihlo. Uphahle ukhuleke kodwa dweee impendulo 😂. Siyabonga abantu abafana nani abasilethela impendulo okade siyidinga, kodwa singazi nokuthi sobuza kubani ..
Siyathobeka Ngonyama!
Ume njalo nje 🙌🏿
Ngcela ukubuza mkhulu isiphika esimnyama and maroon ikhons into enjalo
Bayede 🙌🏿
Into uma ifunwa imimoya yakho isuke ikhona kuwe. So ukuthi awukaze uyibone ndawo akusho lutho lokho ngoba izinto zethu zikamoya ngeke zifane since sembethwe abantu abangefani
Mina ngineminyaka engu almost 4 ngaphupha isphika esimnyama eline kholo obomvu kwakunabantu abangomama begqoke okumhlophe bonke nami ngembathe okumhlophe kwathi kusenjalo ngezwa izwi lomuntu wesmame osekhulile ethi nali eliyigqokwa nguwe lavela lihangiwe lilihle black n red colar 😢 ngathuka ngathi why mina leli elinjena ngathi elomfelokazi bathi kanti wena ubuthi uyogqoka mhlophe kuze kube nini elakho.....ngathi umangiphaphama ngezwa izwi lithi ijaji...soloko ngaliphupha angikaze ngalithunga namanje ngyalesaba.im confused about it
Bayede
Wena weNgwe neNgonyama 🙌🏿
Sawubona baba bengicela ukubuza manje Uma ungazi ngephupho njengoba usho ukuthi akuwo wonke ekufanele uwabuze uzokwazi kanjani makufale ukhulume noma angakhulumi wenzenjani?
Correction mf2, thina la kwaZulu aaihlangani nje namandiki namandawe, ungabheka isihlabelelo samanazaretha 23, esabhalawa uMprofethi Issiah Shembe
No correction needed here. Inkolo yakwaShembe ihlanganaphi nemimoya yamandiki namandawe?
Ungaxubi izinto and into uma ungayazi wothula.
Midala lemimoya KwaZulu yingakho sinazo ngisho izimpande zayo
@@EmanduloTV ay qhubekani nemimoya yenu yokufa kwabe zizwe, I hope niyabona isizwe zibole njani Ile mimoya
Isona sizathu impela ke sokuthi ngifundise ukuze abantu bekwazi ukuhlukanisa imimoya yezizwe neyedlozi.
Last time I checked izangoma nezinyanga azivumekile ukuthi zikhonze kwaShembe so angazi wena ukuthi uhlushwa yini uma abantu belungisa imimoya yasemakubo.