UBUGEDLA: Ukuphupha imithi nokugaya isikhwama

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 7 окт 2024

Комментарии • 18

  • @hopedimpho2049
    @hopedimpho2049 7 месяцев назад

    Amen thank you again if you knew how much I have learned from you I am so grateful making my journey enjoyable akwande

  • @BirthwellSIbanda-nr2fx
    @BirthwellSIbanda-nr2fx 3 месяца назад

    Siyabonga Mkhulu

  • @siyabongasithole2772
    @siyabongasithole2772 7 месяцев назад +1

    Bayede Ngonyama. Uchaza konke okwenzeka empilweni yami. Ungathi usuke uthunywe kimi. Sengine diary yemithi neziwasho through izibonakaliso. Amajazi amabhayi ubuhlalu engigqokiswa ngilele. Ngithunywe emanzini nakubantu ukuthi ngibageze. Ngiyathokaza kakhulu.ngiyafisa ukuba nengxoxo ( consultation) ejulile . Ngithole imkhomba ndlela.

  • @ThembisilefaithLekganyane
    @ThembisilefaithLekganyane 2 месяца назад

    Beyede mkhulu ngi phupha ngitshengiswa isihlahla esikhulu within u baba obe ngihamba naye ngizolapha isilonda ngalo muthi ngiwugawule esiswini (in the (middle)bese ngiwomise ngiwufake esilondeni kodwa akashongo ukuthi umuthi bani

  • @NoandileLugalo
    @NoandileLugalo 7 месяцев назад +1

    Bayede Mkhulu,imfundiso zakho ziyasikhulisa.

  • @mamizamzimela-ro6vq
    @mamizamzimela-ro6vq 7 месяцев назад

    Bayede Mkhulu.Ngisacela ukubuza ukuthi uma sebekutshengisile impande fanele wenzenjani e.g.fanele uphahle ubonge? Wenzenjani before uwusebenzise ,yikuphi ofanele ukwenze to show that you have acknowledged the assignment.Bayede🙏

  • @Modest_Meridian
    @Modest_Meridian 7 месяцев назад

    ngicela ukuphuma esihlokweni, kuyini mangabe ungowesilisa ungcolise umbede kayise?

  • @siyabongangwane8984
    @siyabongangwane8984 7 месяцев назад

    Bayede Mkhulu, siyabonga ngezimfundiso zakho🙏. Angazi noma ngingabuza yini khehla, kuyenzeka yini uphuphe imithi, kodwa ungaphuphi amagama ayo, ube ungenalo ubizo?
    Owesibili umbuzo, kuyenzeka yini uphuphe imithi kodwa ungenabo ubugedla, uphuphiswe ngeminye imimoya?

  • @ThembisilefaithLekganyane
    @ThembisilefaithLekganyane 2 месяца назад

    Thokoza mkhulu ngicela ukubuza.ngiphupha nginikwa imithi kodwa abashed ukuthi isebenza kanjani nokuthi yini loyo muthi ngiboniswe isihlahla kwathiwa ngizolapha isilonda ngisigawule esiswini ngiwomise ngilaphe ngawo

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  2 месяца назад

      Bayede 🙌🏿
      Phahla ucele bekuyibuyisele ama details ephupho.

  • @pammap9793
    @pammap9793 7 месяцев назад

    Bayede. Kwenziwa yini uma ukhalisa impempe yakho ngizwe ikhanda lami kuba ngathi liyafutheka. Impempe bani lena oyishayayo bayede.

  • @sivikelokunene3457
    @sivikelokunene3457 4 месяца назад

    Thokoza khehla
    Usiphathele amakhubalo lapho

  • @precioussikosana2305
    @precioussikosana2305 7 месяцев назад

    Emakhosini mkhulu, kwande kukhanye

  • @bettamod
    @bettamod 5 месяцев назад

    Bayede mkhulu

  • @ThembisilefaithLekganyane
    @ThembisilefaithLekganyane 2 месяца назад

    Beyede mkhulu ngi phupha ngitshengiswa isihlahla esikhulu within u baba obe ngihamba naye ngizolapha isilonda ngalo muthi ngiwugawule esiswini (in the (middle)bese ngiwomise ngiwufake esilondeni kodwa akashongo ukuthi umuthi bani

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  2 месяца назад

      Bayede 🙌🏿
      Uzofika ekuchazele uma uphahla ubuza. Isidalwa besikhuluma nawe so izimpendulo uzozithola kuso.