Kusolwa UKhuzani Ngofuna Ukubukwa Ngengoma ka Zwelonke..
HTML-код
- Опубликовано: 5 сен 2024
- Kusolwa UKhuzani Ngofuna Ukubukwa Ngengoma ka Zwelonke
The Best Maskand Based News Channel We upload Everyday to Keep you Touched With New Maskand News.
also watch
UKhuzani Egiya
• UKhuzani Evumisa Izins...
Igcokama Livuma UKhuzani
• Igcokama Elisha Lincom...
uKing Nuba EsoKhozini
• King Nuba Usefuna Ukub...
UKhuzani Eyoxolisa Ku Mntwana Wakaphindangene
• UKhuzani Useyile Wayox...
Ngizwe VS DSD
• Ngizwe Akakholwa Kuthi...
Ngizwe EKhipha Amaqiniso
• Ay Isifuba Sa Ngizwe A...
Nkunz yokukakwa King Khuba bayoze bethi bhuti
Khuba💙💙💙
Uyinkuzi Khuba
Cha uyathandwa mfoka khuba kulabo abathintekile sithi nje makubuhlungu nceseni but qhubeke njalo mfoka mpungose ube wudumo lwezwe up khuba up
Kkkkk kanti ukhuzani uyiqukulile or ngabalandeli
😂😂😂kanti uziqukule yena yin bakithi aysuka umona😂
Abantu bayohlezi nje bekhuluma uKhuzani ubengeke acele abantu kuthi ngithatheni uKhuzani uyathandwa nje bakithi
Shiyayani umona befwethu
Awu kodwa seniyamsanganelake ngoba phela akazicelelanga.uveleke ungaphezulu
Ayi thina nje sesikhathele yilo khuzani wenu aseyadina usenesidina ngoba yonke nanje into sekufanele kube eka khuzani
Umona kodwa.
Thina mesibuka izimanga e Workshop
Uzicelelen kahlen nje
Niyamdakelwa uKhuba kant uyazicelel yin ukut ujatshulelw nento uyikheth eningi kushut sekuyical ukut ukhuba bajabulel yen yedw udumil phel niyamsanganel uKhuba manjeh
Bengingavuma ukut uyabukisa ukube uzqukulile .Umuntu ma umjabulela uyamxhawula , wenzan noma yin ekfikelile ngalesoskhat kahlen bakwethu
Sebengamane bekhala nje abalandeli beGcokoma ayikho into engazanyiwe ukugcolisa igama likaKhuzani koda konke kuyahluleka
Lento isobala kuhlale kuzoba nomehluko vele ngeke uqhathanise ingane eyakhuliswa ifundiswa ngehlonipho neyiHlongandlele eyakhulela eyakhulela ehlathini njengesagila
Seniyagula Nina.
YEBO YENA UBESEPHAPHA NJE ! AKAZANGE AFAKE NGISHO ICENT KULOMCIMBI WENZA ENGATHI OWAKHE HEYI UYASPITA NANGU UMUNTU !! WEBAKITHI KHUZANI BO!!!
Akuwena onomona?
LUTHO IQHAWE LENU LIYAPHAPHA TOO MUCH ANOLIKHUZA PHELA NANI NJENGABALANDELI BAKHE !
Esimanzonzo uyaqhatha nje futhi wenza ubuxoki wena self
Lombono lowo uvela. Eyikhoveni Akubuzwa
ungalinge nje ufake izikhova lapho plzzz
Phuma lapho qhawe🤫
U khuzani naye akazimele ayeke umthandeni ngoba yena uzenza igqogqo
Akuphephile nje ukuqukulwa ngabantu ongabaz kusho uyabazi
Khona kunjalo ngaqala ukusola sekhuluma ekhozin kungan kungakhulumanga amagoso okuyiwo abehola loya mcimbi
Hawu ngabe nikhuluma nalaba abamqukulile akaziqukulanga yena .Sekungumona lokho 🙄🙄🙄
Phambil ma blue nation
nakentatheli iyabheda nje nayo asikho isidingo salento esitshela yona
Hweeee Hlezi kunenkulumo hwaaa
Uziqukulile yini? Jealous
Umona ke lo
Bebevele befuna lokho abahleli ingakho bebambe u SK ngophondo ngoba naye engumuntu wabantu
Hawu kanti ubacelileni bakithi🤣🤣
umbono wami uthi abalwe nabantu abaqukule uKhuba finish
Bonke bebefuna ukuqukulwani🤣🤣🤣
Uyaphapha nje
Up King Khubaaaaaa Mona phantsi
Kanti uye yedwani ngob no quality 😂😂