Khuzani ANgeke Abekhona Kuganwa u Thibela?

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 ноя 2024

Комментарии • 27

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 Месяц назад +1

    😂😂😂😂😂 wenzekahle Geh waqasha inkosi kwahamba inja

  • @MbongeniNkumane-rg5lw
    @MbongeniNkumane-rg5lw Месяц назад +1

    Yeyi unomona loya mphefumulo wakwa mpungose ayi leyanja

  • @ZodwaMtshali-d8o
    @ZodwaMtshali-d8o Месяц назад +2

    Bafethu job job zithandwa zika nkulunkulu

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 Месяц назад +1

    Asmangali umgodi vele unenhliziyo embi sdalo sakhe nje

  • @zwelethuphakathi2703
    @zwelethuphakathi2703 Месяц назад +3

    Lento bengiythatha kancane ngithi umdlalo wama social media kanti lutho olubaziwe, ukhuzani impumelelo yakhe imenze wazondwa ngabantu,ubufakazi balokho ubona ngendlela ababhala kabi ngaye,akukhona ukuzondwa komuntu lokhu,noma engashongo lutho bayamethuka,bafwethu ake sikhule emqondweni iyiphi into esiyifundisa izingane la sifaka iskolwe sokuthi umuntu methuke noma engaxabene nawe?ake sikhule emqondweni, umuntu ongafundisekile uyombona ngokuthi kwamina engangethuka kodwa ngibe ngidlulisa umlayezo wokuthi ake sikhule emqondweni

  • @skhumbuzompungose1208
    @skhumbuzompungose1208 Месяц назад +2

    Cha bafowethu umsebenzi umsebenzi, indodana uyobe isetohweni ( job is a job) kunqabe yena umlungu ukuthi abe khona ngomcimbi wo mfowabo into ejwayele ukwenzeka

  • @ntuthukohkhumalo
    @ntuthukohkhumalo Месяц назад +1

    LabaBhemu bahlezi bendawonye uThibela uyazi ukuthi uKhuzani uyahamba sure case bayixoxile lento ,so abantu bahlezi befuna ukubona into embi komunye uMuntu,Khulani emakhanda #angisho ukuthi Aninangqondo kodwa ayikho ingqondo ekhanda kini # mfoka Nsizane

  • @MbongeniNkumane-rg5lw
    @MbongeniNkumane-rg5lw Месяц назад +1

    Uze ubone ukuthi unomona onjani lenja iyolanda iyithwalo zakhe enajera kufihliwe

  • @SKMakhanya
    @SKMakhanya Месяц назад +2

    Iqiniso akanalo

  • @MlandoShezi-o7z
    @MlandoShezi-o7z Месяц назад +1

    Kudlalwa ngabantu😂😂

  • @PhilaniNdwandwe-t5e
    @PhilaniNdwandwe-t5e Месяц назад +2

    Umuntu othwele akayihambi imshado

  • @SduMxolisi
    @SduMxolisi Месяц назад +2

    Hamba ndoda yamadoda yosakhela igama phesheya singabaculi bakamaskandi kuze bekubone ukubaluleka bokuthi besiqashe sibe lidlanzana but ekugcineni siyobe sesithi uyavala kodwake nawe unolwazi lokuthi isxaxa siwakha sisodwa ungwaqo uma usumuhle siwubanga neziningi ezifisa ukugijima zisendlule

  • @thembelaniankel4570
    @thembelaniankel4570 Месяц назад +2

    Usaba umthandeni kumbuso wamaciko 😅😅😅😅😂😂

  • @Thubelihle-ug1xm
    @Thubelihle-ug1xm Месяц назад +1

    Umona nje kuphela odlala ngalomuntu

  • @MandlaMathonsi-hr7ov
    @MandlaMathonsi-hr7ov Месяц назад +2

    Umgodi umlandeli ka Mthandeni, kusho ukuthi iNtibane izobe iyodwa akufanele Mgodi uyabaleka

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Месяц назад

      Ungumlandeli ka mthandeni kanjani futhi ubalekelani odwendwenu luka thibela? sicela usichazele please.

    • @WendyManjola
      @WendyManjola Месяц назад

      uMthandeni uyahamba naye mhlambe shame isono ngani umona uduve Lana lowenu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Месяц назад

      @@WendyManjola umthandeni ungenaphi njengoba kukhulunywa ngo Khuzani la?

    • @WendyManjola
      @WendyManjola Месяц назад

      Umangabe uyahamba nalona wakho uqisile lapho nafa Jesu kuthi qhumani Chest pain idla Lubi up Khubaristo💃💃

    • @WendyManjola
      @WendyManjola Месяц назад

      @@vusimngomezulu2500 ufakwa yinina ngoba nizihudela ubuhlungu benhliziyo