Kwesinye isikhathi imithi yesintu iyazona izinto zakho

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 18 июл 2022
  • Thokoza
    Kwesinye isikhathi imithi yesintu iyazona izinto zakho. Imithi yesintu ingaba negalelo elikhulu ekuthuthukiseni imimoya kodwa akufanele ukuthi ibe yisizinda sokuphumelela kanye nokuchuma kwakho. Kunezinto ezithize okumele ukuthi uziqaphele uma usukhethe ukusebenzisa imithi yesintu. Lalela uDokotela uMkhize echaza.
    Imithi can some sometimes ruin things for you. Imithi can be a great spiritual enhance but should never be the spiritual foundation of your success and prosperity. There are a few things to consider when you decide to use imithi, Listen to Dr. Mkhize.

Комментарии • 100

  • @nk6631
    @nk6631 2 года назад +12

    What a joke Mkhulu 😂😂
    I am grateful for your teachings baba 🙏🏽
    Camagu

  • @reshoketswemontsho3445
    @reshoketswemontsho3445 2 года назад +14

    Well said ungathi we can understand life we are really lost as isizwe esimyama Baba may God bless you abundantly keep on teaching us

  • @phindz113
    @phindz113 2 года назад +5

    Eyi Mkhulu siyabonga ukusivula amehlo, Siyabonga kakhulu 👏👏👏

  • @thandanduduzo5855
    @thandanduduzo5855 2 года назад +4

    Ey kodwa Mkhulu avulkhulumiqiniso , thokozamkhulu , okuhle akwande kuwe inkosi namathongo akho bakubusise kukokonke okuhle okufisayo 🙏

  • @mittadlamini5090
    @mittadlamini5090 2 года назад +4

    Baba, thank you for educating us.

  • @iiratonkosi3665
    @iiratonkosi3665 2 года назад +5

    Imfundiso yakho ijulile mkhulu siyabonga. 🙏

  • @sudonym5356
    @sudonym5356 2 года назад +4

    Yenkosiyam' kunini ngilishumayela leli vangeli ngiyabonga bab'Mkhize njalo 👏🏾👏🏾

  • @sfisomchunu7947
    @sfisomchunu7947 2 года назад +1

    Baba Mkhize khabazela,kamavovo,siyabonga kakhulu iyavuselela.

  • @ThobileMacaws
    @ThobileMacaws 2 года назад +1

    Hey madoda wasibetha uMkhulu🙏🏾!!! Asivuleni iindlebe🙏🏾!!

  • @lesedilekabe101
    @lesedilekabe101 2 года назад +3

    Spot on Babu Mkhize, thanks for the short and insightful video 📷. What can one do going forward. Thanks for the answer in advance.

  • @lindamakaza3628
    @lindamakaza3628 2 года назад +1

    Siyabonga Mkhulu ngesegxayiso sakho kithi thina lusha lwamanje.

  • @natashakhumalo487
    @natashakhumalo487 10 месяцев назад

    Wow. This was very deep.

  • @lindasibeko133
    @lindasibeko133 2 года назад +1

    Ngiyabonga baba kudala ngifuna umuntu ozoyichaza lento ..camagu👏👏

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 2 года назад +1

    100% spot on!!!!

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 2 года назад +3

    Udodile lapho Khabazela, kucace bha!!
    Onezindlebe akezwe.isikhathi esiningi loluhlono lwemithi lusebenza ngenxa yemimoya ethize engahlambulukile.

  • @IngathiNomkhonwana-ue2sp
    @IngathiNomkhonwana-ue2sp Месяц назад

    Molo mkhulu ndicela ubuzo ufumaneka njan bo yhooo ngiyahlipheka ezweni ngingu nocwaka nomkhonwana ndisekapa 🙏🙏🙏

  • @frankjambo1154
    @frankjambo1154 Год назад

    Siyabonga Baba Mkhize eyy isifiso ngikubone eyy imfunduso yakho iyakha

  • @user-oo6iv9lh5y
    @user-oo6iv9lh5y 8 месяцев назад

    Siyabonga mkhulu ❤🙌

  • @bonginkositwala6206
    @bonginkositwala6206 2 года назад +8

    Khabazela, sengathi unkulunkulu angasingcinela wena....yinhle imfundiso yakho, meaningful insight shared....Thank you!

  • @AndriesMpho-rr1kz
    @AndriesMpho-rr1kz 4 месяца назад

    Aii khehla ngiyabonga amazwi akho unkulunkulu akwandisele🙏🙏🙏♥️♥️

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 2 года назад

    Wawina ukhehlelezi, ume ngento ngezigubhu zo 6 million

  • @nobuhlengwenya7985
    @nobuhlengwenya7985 Год назад

    Ngiyakuva mine Babe Mkhize
    Ngitsi
    Khabazela

  • @tunokwe
    @tunokwe 2 года назад

    Saskhulu lesifundo. Siyabonga, makwande

  • @icecreamreaction
    @icecreamreaction 2 года назад

    Ngyakuzwa baba🙌🙌🙌walikhulum iqiniso✊🏾

  • @banjani3732
    @banjani3732 Год назад

    Siyabonga leli iqiniso langempela ,Bakwethu lalelisani kahle.

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 2 года назад

    Siyabonga khabazela ngezimfundiso zakho usivula amehlo kokuningi

  • @loveisallpolelo7710
    @loveisallpolelo7710 Год назад

    Big truth, siyabonga Baba 🙏

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 2 года назад +5

    Gubhela you really make me laugh...hahahaha. 'What a joke ?' Private jet !!!
    Khabazela ka Mavovo.

  • @mphokotsesane140
    @mphokotsesane140 2 года назад +1

    Thokozani n protocol observed...ngiya sithoba...I agree fully so...I need to engage further with u grand master...I am confused...thank you so much for providing Umaso contact numbers...Siya thokoza...Lesedi ..maku khanye...

  • @fikilendlovu2750
    @fikilendlovu2750 Год назад

    Waw iqiniso lodwa 🙏

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 2 года назад

    Khabazela, siyabonga kakhulu. Isizwe silimele ngoba abantu bafuna imali yesikhashana...Khabazela 🙏🏾

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 2 года назад +1

    Wayibeka kwacaca mkhulu ngu Njabulo bhebhe lo kwa Bulawayo Zimbabwe 🇿🇼

  • @muhlenxumalo5309
    @muhlenxumalo5309 Год назад

    Siyabonga baba izimfundiso zakho ziyangakha kakhulu

  • @umbusongcobo8039
    @umbusongcobo8039 2 года назад

    Baba syabonga, icacile kmele sifunde ukukhuleka kuMvelinqangi sazise amatjingobakithi asembethe sigcine amasiko ethu.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 2 года назад

    Ei Baba Khabazela syezwa Baba ukhulumile

  • @sbusisontinda9892
    @sbusisontinda9892 Год назад

    Izeluleko zakho mkhulu zinhle kakhulu syabonga kusivula amehlo.

  • @thabanimadide8035
    @thabanimadide8035 2 года назад +7

    Is it dangerous to use isiwasho? Or it depends on what type of isiwasho?

  • @thulanimbhele8104
    @thulanimbhele8104 2 года назад

    Baba 🙏🙏

  • @linnetncube3655
    @linnetncube3655 Год назад

    Ngiyabonga Baba ngemfundiso yakho

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 года назад

    Enkosi bawo kakhulu ngomane usiphakela kulo vimba wakho

  • @banjani3732
    @banjani3732 Год назад

    Yebo Nkosi yamakhosi yonke into siyayithwalela. Liphi ithongo lami?

  • @mcdollard7469
    @mcdollard7469 Год назад

    I laughed so hard and also learned for real

  • @cryptokid1807
    @cryptokid1807 Год назад

    Then why do we say Abantu bakithi bathwele if umuthi ungasebenzi. Coz it means we do believe ukuthi imithi iyasebenza

  • @bongiesibanda8890
    @bongiesibanda8890 Год назад

    Sbonge amazwi baba makhulu lawo

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 Год назад

    Khabazela

  • @mfankho95znluthango77
    @mfankho95znluthango77 2 года назад

    Sikuzwa kahle mkhulu

  • @smntombela8268
    @smntombela8268 2 года назад

    Ay ngeke angivumi mina baba impande into yakudala KwaZulu kwakuliwa ngayo izimpi baba eyethu impela impande

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 2 года назад +1

    Syabonga mkhulu ai phansi ngezigubhu ndini 😂

  • @fikilesibeko863
    @fikilesibeko863 2 года назад

    ,babukhabazela ungathinga ubhulela Mina angizikhonzile inyanga kodwa ngike ngaxhopheka ngabuya nenkume baba kuyabheda

  • @sakhisenimbatha1724
    @sakhisenimbatha1724 2 года назад

    🙏🙏🙏🙏🙏

  • @caughtontape5829
    @caughtontape5829 Год назад

    You are on point good teacher but I disagree vehemently with the point about the Sangoma has to display material wealth as proof of their effectiveness. That sounds like prosperity gospel thinking. I don't know how much you have traveled in the greater continent to see that the very people politicians and others consult for ascension look very materially poor but spiritually rich to help the elite in society.

  • @nkosinathimngadi4147
    @nkosinathimngadi4147 2 года назад

    Ngibe nephupho similar to what you saying.

  • @vuyosamke197
    @vuyosamke197 2 года назад

    Waze walibeka iqiniso wemuntu omdala ngiyabonga mina

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 2 года назад

    Awu uzokwazi ngani, iyafana nokulala nomuntu wesifazane nishadile zonakale izintu ucabange ukuthi okwakho kanti umfazi ukhiphe isisu senye indoda. Okunye angeke ukwazi ukuthi ufase ikhanda uqhubeke

    • @edmundsishange3608
      @edmundsishange3608 Год назад

      Yingakho umsamo ubalulekile nokuhlala eduze nethongo lakho ukuzi likuxwayise ngezimo ezinjena

  • @tshwarelopelle4532
    @tshwarelopelle4532 2 года назад

    Kealeboga

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 2 года назад

    Kunjalo baba

  • @lindiwesibanda13
    @lindiwesibanda13 2 года назад

    Kwande baba sayacalelwa izwakala kahle

  • @thembinkositshikonde899
    @thembinkositshikonde899 Год назад

    I always said it to my friends ukuthi if llogobela wakho uyasebenza kutheni engekho kwi list of African millionaires.... 😂 😂 😂 😂 Kudlalwa ngabantu

  • @hubempholwane3685
    @hubempholwane3685 Год назад

    Thokoza

  • @khanyamazkhali6949
    @khanyamazkhali6949 Год назад

    Enkosi Tata! What a joke indeed!!

  • @sibusisomadlala7995
    @sibusisomadlala7995 2 года назад +1

    Vele siyi joke 🏃🏿‍♂️🏃🏿‍♂️

  • @mbongenidlomo7356
    @mbongenidlomo7356 2 года назад

    Private Jet😂😂

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 года назад

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

    • @umbusongcobo8039
      @umbusongcobo8039 2 года назад +2

      Akusho unkulunkulu kusho I Bible umehluko omkhulu lowo.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 года назад

      @@umbusongcobo8039 We Mapholoba ibhayibheli lithi liphefumulelwe uNkulunkulu 2thimoty 3:16-17,nakuba asebenzisa abantu ukulibhala kodwa abakubhala kwakubuya ku Nkulunkulu not kubo 2PETER 1:20-21,yingakho ibhayibheli lithi liyizwi lika Nkulunkulu Psalms 119:105,John 17:17,Hebrews 4:12.

    • @umbusongcobo8039
      @umbusongcobo8039 2 года назад

      @@vusimngomezulu2500 lalelake ngikutshele, ayikho leyonto. Kodwa usungaqubeka uyifuze umuntu ongazi.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 года назад

      @@umbusongcobo8039Ibhayibheli kuphela elisitshela iqiniso elivela kumdali wethu uNkulunkulu 1thimoty 2:3-4,bonke abantu basitshela amanga aluhlaza Roman's 3:4,Mbuso.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 года назад

      @@umbusongcobo8039 Isibonelo nje samanga wabantu bayavuma ukuthi umuntu ufile gwiqiqi bona futhi bathi loyomuntu ofileyo uyaphila, kanti ufile noma uyaphila?uma ephila kodwa efile kwenzeka kanjani loko? ake uphendule Ngcobo.