Baba ninjani ngicela ukubuza uma ukhuluma ngokungenisa abadala uthi kwenziwa ubaba uma engasekho ke baba ngenzenjani abanye abasekhaya umama obhuti abaphambi kwami bawusindiso ikuphi engingakwenza
Wena ucasula ngoba njalo uma ukhuluma ugxeka abelaphi. Musa ukulwa nogobela ngoba wena ungathwasanga. Wena awukwazi ukuhlola ingakho uyigxeka lento. Unomona vvo
Baba unjani siyabonga izifundiso bengicela I number yakho ngizokhona ukukhuluma nawe angikho e south Africa ngipheshenya kolwahle ngisemazweni I can't call u ngigaku wtp course kunezunto ozikhulumanyo ngiyabandeka kuzo ngicela ukukhuluma nawe ngizokhona ukusizeka
Sorry baba umkhize to write wrong Spelling on you surename It's me tomcat or khaya kubheka Ngiyakuthanda uhlelo lwakho baba umkhize ningivula amehlo ami
Siyabonga baba u mkhize ngendlela usicacisela ngayo.ngisacela ukubuza mangabe umama washona angazange angitshele ukuthi ngingowakuphi nesibongo azange angitshele kumele ngenzenjani
Siyabonga kakhulu Khabazela ngokucacisa indaba yomsamo
Siyabonga mkhulu izincazelo zakho ziyasakha. Ngicela ukubuza Ukuthi makwaqabana abomkhulu nomfowabo into enjalo ilungiswa kanjani.
Asthokoze Khabazela, syabonga izimfundiso zakho osipha zona, ngyafisa ukuba ngigcine nami ngifikile EMlambomunye bakithi Syathokoza Khabazela.!!!! 4:36
Syabonga kakhulu ko Khabazela, ukukulela sekungivikele enkingeni enkulu engicishe ngayenza yegobongo
Baba Mkhize syabonga kakhulu kunjalo ezenjalo nami wayesengisabisa lomama efuna ukungisiza ngekani ukhuluma okukhona Mkhize abanye benzenjalo impela
One of the best Spiritual Coach we have in this country. Keep it up. We thank amathongo ngawe.
Suyabonga baba Mkhize konke lokhu okushoyo yikho okuphazamisa impilo yami isibongo engisibizayo akufanele kufanele ngisebenise sakomama siyabonga izeluleko khabazela
Siyabonga baba
Syabonga bab khabazela ngokusivula amehlo🙏
Mkhulu utholakala kanjani. Ngicela ukuza emsamo ungibhekele konke. Camagu . Akwande Khabazela
I wish everyone had chance to lesson that good advice thanks very much baba khula nolwazi futhi awucitsani ngalo
Siyabonga Mkhulu Khabazela🙏👏👏👏👏👏
Waybeka MKHULU, bayafa indlala
Mkhulu siyabonga imfundiso sakho. Khabazela. Akwande
Baba Mkhize kushoni ukuphupha uphisa utshwala besizulu obuningi bese kuqhamuka umama wami angisize naye akasekho emhlabeni.
Thokoza mkhulu siyabonga
Baba ngivumuzi mkhize
ai Kodwa ngyakuthanda mkhulu ngyafisa ukuza laphe mlambho munye kuningi okwami nezingani zam💔🙏
Baba Mkhize Khabazela🙏🙏
Syabonga khabazela
Ngiyakuvuma khabazela siyabonga
Siyabonga kakhulu
Syabonga ngamaqiniso mina ngyafunda
Siyabonga Mkhulu
BABA mkhise sowubona baba
Yimina igama lami khaya
Isibongo sami kubheka
Ngiyadinga usiso lwakho
Sadliwa Baba izimali zethu siyabonga Baba🙏
Thokozani Gogo well said
Dr VVO MKHIZE.
Waythinta inkingaa yomsamo baba Uma uumawakho Eze wafa engavumi ukukuttshena isibongo nabakubo sebafa akusenamuntu ususele wedwa kumile nsi ebantwanweni kwenziwanjani makunje
Siyabonga bakhulu
Baba Khabazela ngkuzwile mina
👏👏👏thokoza Mkhulu
Ukhulumile mfokaMkhize ufanelwe uphaphe legwalagwala this is the best
Well said siyabonga baba
Well said mkhulu ay ushaya khona khabazela Izwe selifile
yebo mkhulu nginombuzo .uma ubaba angahlaulanga noma engalotswa kuka mama ngibiza bani kabo mama noma kabo baba .bonge sebashona ngiya hlupheka
Mkhulu ngisacela inumber , ngizokwazi uku booker.
Ngyabona baba Mkhize, amaVideo akho aykhuthaza, ayafundisa🙏🙏
Sibonge dokotela, kuye kuthuse masekuthiwa "kuzophuma isdumbu Uma ungaphuthumi"
Mkhulu ngiyabonga ekhabo mama bekungabantu abangawenzi amasiko ngenxa yokuhlupheka nokuthakatha,manje kanjalo siqala kanjani ukulungisa ngoba bayaveza imali kodwa bayacasha abazivezi ngingenza ukulungisa kanjani ngiyacela Mkhulu
Umdali akugcine baba, isizwe sisakudinga chubeka nomsebenz omuhle
USHAYE kwezwakala Gcwabe Uma wazi usiko kuningi okwaziyo ukukulungisa ngoba vele Kusele kunomsindo emsamo kuzidalwa ezikwembethe ziyisixazululo empilweni yakho 👏🏾
Sibonge Mkhulu.
Baba siyabonga kubuthongo osivusa Kubo, ngisacela ukubuza kokubaluleka kokugezwa Uma umzali engasekho emhlabeni, ngabe uma ngingagezwanga kuzangibangela maphi smashes.
Khabazela sakulethelwa inkosi,okubuhlungu awuzwakali kahle ukhulumela phansi kungcono kulena,uma ungalungisa kwe yokungenisa abantu abadala noma ukubalanda.ngiyabonga Nhlanhla Xulu.
UBaba wam 🙌📿🐆 udokotela, iyaphilisa impande yakwa Mkhize. Makwande Baba
Thank you bab' uMkhize wayilwa wayilamula indaba eqeda izwe. Ogobela bayadukisa, ngibonga legama la uthi khona "it's your choice" uGobela akangabi umalandela ngoba uma umuntu elethwe yithonga, yilona elomngcina esgodlweni aze aqede. Hayi lokhu kokusabiswa. Makhosi
Ngiyabonga Baba umuyalezo
Inkinga abazali bethu abafuni ukulungisa izinto😢😢 sihlupheka kanjena nje ibona kodwa umuntu akafuni ukulungisa
Ngyabonga Gcwabe
I salute you 👌
Chosi thongo 🙏🏽 🕯 🤍 ✨ 👏
Syabonga baba ngfunde kakhulu
Ngiphinde ngibonge Khabazela Kalivovo. Ngivumelana nawe ukuthi kubalekile ukuzwa ukuthi loluthuli olungaka olungapheli lusukaphi. Ukuzu kususwe lenjula yalo ijikijelwe kude lapho ingephinde ibonake khona. Ukuze ulapheke kanye nezidalwa.
Baba khabazela syabonga
Inkosi Ize ikubusise ngokwakha is izwe.
Khabazela Kalivovo Gcwabe Sib'eside esimbhejelezana. Uyichaze kahle kabi indaba yomsamo. Kuze ngathi kusuka ungwengwezi emehlweni ami. Ngiyithandile nanxa olwami udaba ludinga izimfologo zokukhipha ukujula kwengxabu. Okuhle ukuthi Ngikhanyiselekile ukuthi uyibeka njani inkulumo kuGobela ukuze uyishaye ikhanda. Thokoza Mkhulu.
Baba khabaze la
Baba
Wena kamavovo sivule amehlo khabazela
Ngicela Ukubimgela Emsamo
Amen Baba Waze wawakhuluma amaqiniso bengcela I number otholakala kuyo
ngicela inumber ka baba ngithunywe kuye ngiyabonga
U ibeka kahle iqiniiso baba ubuzifihlephi ngeqiniso elinganga
Siyabonga Khabazela ngoba ukhuluma iqiniso so.
Thanks baba😇
Enkosi bawo
Ngiyabonga kakhulu🙏🏾🙏🏾🙏🏾✨📿🕯️
Makwande🌠🕯️📿
Ngiyafisa kuthola usizo kubaba kodwa ngazi ngamtholaphi😥
Thokoza khabazele baba sesi zwele impela umsamo awuhlolwa kodwake baba mkhize wazalwa abazali abanganaqiniso bazeba hambe bobabili emhlabeni ungazazi imnvelaphiya kho kwenzenjani baba yekelela mkhize ngingu Siar wakhe Thulil Sdudla Hlabisa ematubatuba dadewethu akahambisani nezinto zesintu ngiyobonga okhathazekile
Thulanokwazi A Hlabisa
Yohhhh hahahaha 'ukusabisa because of indlala, ulambile.....'
Khabazela ka mavovo !
ukph umkhulu umkhize nendawo
Baba Mkhize abami abazali bashada umshado wesilungu kwashoda owesintu kwashona umama ozala umama eseyithenge yonke impahla washona kwabambezeleka kwaphinda kwashona ubaba akangabe kusenzeka thina ke zingane zabo senze njani
Do it for them
🙏
Ngyala Khabazela kmele kube wuwe ongitshela inkinga hhay ukuthi kube yimi oku briefayo
Bab' uMkhize, ngicela ukubuza ukuthi esimeni uma abazali bengasekho ingane ngabe inalo ilungelo lokuthi ingaya iyohlola?
No ways........akahlole kuqala, uwena okmele ungitshele ukuth ngizokwenzan.... You should know before I even arrive
UMlambomunye ukuphi nezwe bakwethu sizani please
Kungani izangoma okanye izanusi zibizwe ngabantu bamanga?
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Hello babu mkhize ngyabonga izifundiso sakho
Ulung8swani njaniumsamo
🙏🏽🙏🏽
Is true baba
NgiyezwA baba bt what if nabazali laboke abasekho akukho zihlobo nje anazi lutho bashona nisebancane bese kuvele kuthi nkinga isemsamo wenzanjanike
Ngyabonga Mkhulu Mina imam akashadanga nobab nogogo akaphambanisanga nomkhulu gogo Mangcobo umkhulu MNGADI isiphi isibongo okumele ngisisebenzise?
Baba ninjani ngicela ukubuza uma ukhuluma ngokungenisa abadala uthi kwenziwa ubaba uma engasekho ke baba ngenzenjani abanye abasekhaya umama obhuti abaphambi kwami bawusindiso ikuphi engingakwenza
Wena ucasula ngoba njalo uma ukhuluma ugxeka abelaphi. Musa ukulwa nogobela ngoba wena ungathwasanga. Wena awukwazi ukuhlola ingakho uyigxeka lento. Unomona vvo
Uma kuno muntu ongakhulumi kahle emndenini ofungayo ethi ngeke nalungelwa yilutho ebe nemkhuba nje eningakaze niyibona yenziwa uma kushoniwe noma kuhlahliwe, kulungiswa kanjani okwedlozi or umsamo owoniwa umuntu
Baba mkhize ubhuti wami washona esenze umshado omhlophe sekusele owesintu manje asazi ukuthi senzenjani
Shamase lokhu akudingi ukuhlola.kudinga isintu nje qha.mshadiseni uma babesathandana
I have a big problem shame.😢
Ei syabonga Mkhulu Mkhize,ei kwesinye iskhathi ukudideka esizithola sinako,kukhona ukukhula ekhaya ubone ukuthi yebo isintu siyenziwa,ekukhuleni kwakho sewhlangabezana nenkinga ebese kuvela ukuthi okwakwenziwa ekhaya kwakungekhona.kwake kwavela ukuthi umama ongizalayo wakhuliswa ugogo wakhe kwazise umama akazange ambone ugogo wami wadlula emhkabeni ebuncaneni bakhe umama.ukhokho wami ubekhala ngokuthi wabona ngoba uMama esefana kungazange abonge ngokumkhulisa kwakhe.manje angazi ukuthi kumele abongwe ndlelani,ukuhlaba imbuzi iqondaniswe Nate kubongwe,Noma kudingeka iLadi, Noma kufanele kuhlatshwe inkomo abongwe.uKhokho logo wayeyisangoma esisebenza ngabaLozi.
Baba unjani siyabonga izifundiso bengicela I number yakho ngizokhona ukukhuluma nawe angikho e south Africa ngipheshenya kolwahle ngisemazweni I can't call u ngigaku wtp course kunezunto ozikhulumanyo ngiyabandeka kuzo ngicela ukukhuluma nawe ngizokhona ukusizeka
or inumber yakhd
Hey fam....Is this man the biological father of Siyabonga Nkhize??
There is this mysteriocity about them both...
Yes he is..
Ndiyabonga Mkhulu nge ncazelo.Ndicela ukwazi ukuthi ,ndingamhlawulela na ubaba wam .Washona engandihlawulanga kodwa sele ndagoduka ngenxa yezimo ezithile.Eseshonile ndihlahlenge no baba endingamazanga kodwa endazi yena ephutsheni.Wahlala phambi kwam wathi ucela ndimgcwalisele imali yakhe iyashoda.Ndiye andavuma ngoba ebendiyiphethe nam ibingenele.Ndabona phantsi kwelitye kukhanya ma ndibheka kune mali emhlophe engu 5 rand,ndaqala ndathi ndingakugcwalisela ke ngoku.Ngaba nguye ubaba wam lo noba ?
Thokoza
Ke a leboga Mkhulu o re golele
Sorry baba umkhize to write wrong
Spelling on you surename
It's me tomcat or khaya kubheka
Ngiyakuthanda uhlelo lwakho baba umkhize ningivula amehlo ami
ukhuluma iqiniso lodw
ngiyezwa baba khabazela ngizwile mina
Ukuphi nendawo kubaba Mkhize
Ngi cela uncedo lento iyangi sinda