Ah, don't worry abuti. Karma knows everybody's adress. The spirit of your wife and other ancestors will sort her out. Wena just pray and phahla, you'll see. Everything izoshabalala whatever she built in your pain and tears, will not end well for her. And wena, you'll prosper 100 times more❤
Hayi bo bhuti, amakhasimende akho azi wena iskill ngesakho yi I inkinga, asikho isidingo esithi buyela khona for I business, why ungafuni indawo uthathe amaclient wakho easy, le ifuna u xrepo, ungabuyeli nangelanga lomhlolo kulosisi abantwana bakho bayakudinga bhuti.you too smart for ukudlalwa umuntu wesifazane okhohlakele kanje.sekukaningi akubonisa ububi bakhe ucabanga kuthi yini ezenza ashintshe ,the devil is a devil had no mercy umsebenzi wakhe is to kill and destroy nothing else.
Mnumzana sibuhlungu istory sako mna xa bendinguwe nam bendizongena shaqa ezinyangeni ukuze kubuye izinto zako and nezinyanga zizokuxelela ukuti qala ngokupi kuba umfazi wako umthole eyinyoka vele and nawe kudingeka umele ubudoda namandla ako ze abuye usebenze kanzima for uti uyanikezela cabanga nje how much did you spend ngako konke cha sukuma ndoda.
Ex repo uzokusiza bhuti
We are praying for you my son, God is in control, your humble soul will pull you through, ayikho imvula enetha ingadluli
Kuyenzwa yini ukuthi amadoda alugile athandane nabafazi abakhohlakele..phephisa baba kuzoluga
Ñgihlale ngizibuza lowo mbuzo hai cha
Ngisimamele kahle istory sakho kwi MPTV1 bhuti, ibuhlungu lento eyenziwe kuwena😢 Bhalela u X Repo bhuti❤
Ndiyakuxhasa makabhalele u X Repo kuzabuya konke okwakhe
Q
V
@@NtombosindisoMfanekisoRa-rn4tu
Sacela niqale kumsiza ngokwe Sintu😢ave bekhohlakele abazalwan
Bakhohlakele kabuhlungu kabi labobantu
@@AndiswaNqobilehayi bonke bo, ibandla lika Jehova lehlaselwe umbuso wobunyama, zonke izigilamkhuba zicashe egameni labazalwane yingakho umuntu ophila emhlabeni edinga umoya wokuhlola imimoya esebenza kubantu bonke😢😢😢 abazalwane beqiniso basekhona noma kubonakala bembozwe wukonakala okugcwele emhlabeni 😢😢😢
Ngiwfakazi kwenzeke same thing kumina umfundisi engangimganile esho njalo ethi ngeke ngilungelwe ilutho eseqoqe konke ngenhlanhla ke umuzi ukutrust ngaba nenhlanhla kanjalo
Kukhona Fake pastors and fake Christians ...bayadayisa ngevangeli aksibo bonkd abenza kanje
Woow waze wathobeka ubhuti bo ngaske ufumane umfazi onengqondo futhi okuthandayo nabantwana bakho
Inkohlakalo yalo cc mayibuyiselwe kuye
My brother ibuhlungu istori sakho kakhulu. Y u ngayi kwi X REPO. ungazithola zonke ntozakho Sametime!!!!
Cabanga working from spa uyodlala ngomunye umtwana enezngane.Sis uyaganga impela😢😢
Yes, my brother, I can relate!! That's the story of my life!!!
Kwaze kwanzima kuthina esizele abafana mebenziwa nje
Mina ngina 5 yabafana
Jesu nginababili abafana. Kubuhlungu shame. God protect our kids
Sibuhlungu istory and bese ngasilalele ubhuti exoxela u Professor
Nami ngiyizwile indaba yakhe lobaba Friday ku Professor
Asibonge ngoba ingane zakho akazibulalanga
Sicela uPart 2
Baze banenhlanhla abanye abantu besifazane😢😢😢ukuth nje Lona wabaGreedy isikhohlakali sentombazane. Ngibuhlungu bhuti ngokukuvelele😢😢 phephisa
Izinkinga esibhekana nazo singamadoda after silande abantu emakubo in the name of love 😢
Terrible ndoda, it's gomora
Nilanda abantu aba wrong
@@emmahmasilela6770ama wrong turn....abafazi bayahlukumeza shem and kabhlungu uyezwa
Yerrrrrr!
Bhuti wami uzwakala ungumuntu orty, okukuqala nje ngathi wena washesha ushadelwe nalocc ungakamazi, okuningi ukumbone ngba nakhu eseduze kwakho😢
Locc akaze ekuthande ubekuthandela mali kuphela 😢nd ubezicabangela yena nabntu bakubo, ngizwe lana nawe kakhulu
Aii bhuti zange aqale nje ukuthanda locc funa zonke izinto zakho ..iingane zibuyele kubo.phuma bhuti uthole usizo
True😊
Thatha u Xripo bafo uzokushayela isipani as long amaphepha aphelele
What a gentleman.Ncese wahlangana nesgebengu somfazi.X repo uzokusiza mfana wami
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe Nkosi yami
Please Babu Gasa siza ubhuti, aphume ku losisi. Wayesaba ukuthi abantwana bazokhuluma ukuthi uziphethe kabi
Hi ngicela ungiphe inamba yababuGasa
Nice Cautches. ..nice coffee table...🎉😂Kee it up Nethezeka TV.. washaaa!...🎉❤
Kwaze kwabuhlungu mntanami ngoba ngikuzwa ukhuluma ukuthi uyaphila ikhona ukuthi ubuhlangene nezimbila zethutha lontombazane kahle ayazi ukuthi ifunani, futhi umthole evele ekhohlakele hai ngoba efike wabona inhlalo enhle💔ngizwa ngikuzwela ngibuhlungu futhi ngikanye nawe mntanami kulobubuhlungu ...phila uqhubeke nempilo uNkulunkulu akusule izinyembezi ,uphunyulile ngamandla kaJehova ...namanje usazohamba nawe endleleni 🙌 engathi ungaluthola usizo, S.A.onosizo akasize🙌🙌
Kwaze kwanzima yaz .....nathi bantu besifazane asizazi kuthi sifunani
Iyoooooo Lo mfazi u satane maan jerrrrr 💔💔💔
UNkulunkulu Akukhumbule bhuti uluthole usizo amandla akho abuyele kuwe
Kulomhlaba ziningi impish ezembethe izikhumba zezimvu .iskhohlakali esicashe ngokusindiswa uthandaze uqine mfwethu UNKULUNKULU UZOKULWELA
She's a cruel lady,what a gold digger
Bhuti thola iX Repo izokusiza
Haw kodwa nakini kwakumele bekutshele uqhubekele wena kodwa bhuti sukuma bakithi uye ezinyangeni zimunyise isasa labantwana bakho leli odliwe lona mmmmm sabuhlungu iStory😢
Animtshele umjita avakashele X-ripo Moja love 157
Awushongo Mr Shembe which part of Jozi
Ngizonda abasindisiwa ebusuku baya enyangeni emini ba holy
Ah, don't worry abuti. Karma knows everybody's adress. The spirit of your wife and other ancestors will sort her out. Wena just pray and phahla, you'll see.
Everything izoshabalala whatever she built in your pain and tears, will not end well for her.
And wena, you'll prosper 100 times more❤
Sikhamisile sidinga o Mr right khona abadlala ngabo sorry bafo impilo inzima kakhulu amaphethwe kahle bayabheda abaziphethe kahle bayahlukunyezwa kisamele sikhishelwe egroundini obaba nomama sikhathane kabusha ngeke😂😂😂
Ucc bamukhipha espar kodwa sethathela ubhudi phansi yazi umuntu ungamthembi
Yazi umuntu yincwadi engafundeki 🚮🤞
Wish u gudluck bafo part2 pls
Mmm kwaze kwanzima waze wahlangana nesipoki bhuti wabantu uphansi kanje Thixo abenawe namathonga kini akulwelwe ngoba akukhombisile ukuthi abenawe
Kwakmele umyeke e spar.. Umondle ncese
Hayi bo bhuti, amakhasimende akho azi wena iskill ngesakho yi I inkinga, asikho isidingo esithi buyela khona for I business, why ungafuni indawo uthathe amaclient wakho easy, le ifuna u xrepo, ungabuyeli nangelanga lomhlolo kulosisi abantwana bakho bayakudinga bhuti.you too smart for ukudlalwa umuntu wesifazane okhohlakele kanje.sekukaningi akubonisa ububi bakhe ucabanga kuthi yini ezenza ashintshe ,the devil is a devil had no mercy umsebenzi wakhe is to kill and destroy nothing else.
Xrepo straight my bru maan 😮...dont look around
Thola uX Repo akulandele izinto zakho
Ex repo uyena ongakusiza ngempel bhut
😢😢Shame bhuti maan ndiyakuvela indlela ozame ngayo impilo ubufanele umntu okwaz ubambisana
Shona kwaMhlabuyalingana uthakathe lento ihambe iqunu. Mina ngeke ngidlale umfazi ongangicabangeli y fanele Mina ngimzwele. Iso ngeso
😭ukube wazibonela mina wazithathela mina ngabe siwumndeni oryt ongenazinkinga🤞
Washo ntokazi❤
Why vele abazalwane bekhohlakele😂😂😂😂😂
Hayi bonke kodwa
Akakaze abe wumzalwane lonondindwa, umthakathi, usebenzela uyise usathane.
Kuyenzeka madoda ryt athole izikhohlakali zabafazi.mmm kube ngazitholela wena ngabe sikude😂.
Hawuh Ave besonela amadoda alungile labafazi bakhohlakele aqambe indoda ithola umuntu oryt aka thembi muntu
Iya kwi suppirt group yezwi lo mzansi ki bhuti maswidi uyenku x repo uye nyangeni uyoqina kuzolunga
Sicela part 2
Lo cc wenza ukuthi amadoda angaphinde esthembe kungcono singasonti sukela qinisiwe mathiwa amathanga ahlanzela abangena mabhodwe....
UNkulunkulu uzokubuyisela konke Baba nxese kuko konke odlule kukona 😢😢
Plz bhuti xhumana ne X RIPO uzozthola zonke izinto zakho nomuzi ungazilibazisi xhumana neX RIPO
Man conference iyafuneka amadoda awahlukane nokusonta ayisonti indoda bakithi , lendoda ayikhiphe ekhanda umkhuleko nokuthi izwe ngabantu bomndeeni especially laba abathi bona bayathandaza bayakholwa ekugcineni kumele ezithathele isinqumo njengendoda.
😭😭painful ngathi ungasizakala baba
Lomfaz uthatha umuzi wakho engawaz nokuthi ukhandwe kanjn akaphume bafo fuseg indaba yakhe...islhohlakali lento ucashe ngomthandazo
Eyi bhuti bhuti inyembezi zakho zizozilwela kuleqola yaaa amathanga ahlanzela banganamabhodwe myeke uzowa kabuhlungu locc wenuzovuka relax biza XRepo konke kuzobuya ukuhlakanìpha kuzophela muyeke phuma nje kuye uzovuka
From Spar worker to a business lady wakhohlakala umfazi bo!
Bamfaka uduka nezwe. Hmm kunzima Jesu
Kunzima bhuti wahlangana nomgulugudu nje womfaz, kodwa ke usengasizeka sukuma ulwele into zakho okubuhlungu for abantwana bakho . Makumele ufe umgodoi maufe, sizele bafana thina yo
This is heartbreaking 😢😢
Bhuti wami auzame mkhulu Gasa ngba usudinga ukwelashwa ngekwesintu
Eyyy ubhuti usebenze kanzima wadlala isgebengu owasicosha sisebenza eSpar waqala waba nama savings akhe futhi wathola um Gulukudu ocashe ngomthandazo sengathi ungathola abameli abazongelenela kuloludaba bese uyaphuma kulombulali
Zitshadele Mina bhudi wami❤❤❤❤❤
Phephisa bhuti wabantu kuzobuya sekphindiwe okdliwe yisikjonyane wahlangana nezimbila zithutha ziholwa ngemhlophe phambili...kubhlungu nje kakhulu😭😭😭
Ex repo bhutwami plz🙏ngadlali ikholwa elibolile la
Ifamily yakho ndoda nayo iyingozi ndoda yayitheni ingakuxeleli inyani ?
Nami ngisababaza lokho
Mnumzana sibuhlungu istory sako mna xa bendinguwe nam bendizongena shaqa ezinyangeni ukuze kubuye izinto zako and nezinyanga zizokuxelela ukuti qala ngokupi kuba umfazi wako umthole eyinyoka vele and nawe kudingeka umele ubudoda namandla ako ze abuye usebenze kanzima for uti uyanikezela cabanga nje how much did you spend ngako konke cha sukuma ndoda.
Yaaa ngishilo ukuthi ukhandiwe .usune sta soft
Akakuthandi azange akuthande all she needed was ur bus.n money uyathanda ukulwa mawulwisa nguye
Siyaicela i part 2 Mzo please ma brother
Yey izwile bhiti uhlala kanjani nenyoka?
Sicela i side lika sisi
Nondumiso nami ngiye ngasho njalo babethi take tym to know her
Bazalwane 😮ayikho lento yabazalwane 😢😢😢
Umuntu uma eshonelwe umfazi awuvele nje uganwe uyamcela kulo oselele ukuthi akuphe umfazi ozo fana naye manje wena ngalosindiso lwenu nithi amadimoni nizolunga niyohlezi nikhala
X repo bhuti..yaze yayiqili intombazane
Bhalelu X rapo bhuti zizobuya zonke izinto zakho
Yhuuu the other ladies 😢 rona re batla banna ba nnete ba sebetsang ka thata ba bang ba bapala ka bona empa Ex otlo o thusa
Akuvuse kwabafileyo uphile bra
Fear a women before fear a wild animal😮
Buka ngoba umkhiphe ekuhluphekeni wamnika umnotho unodindwa uyeba
Yeka okomfana wami kukphela kwakhe💔nama business akhe
Angeke Akuthathele italent lakho
Myeke bhuti, unenhlanhla.
UNKULUNKULU uzokusiza.
Bewuhlangene nenkunzi yomthakathi.
Yhoo waze wangcola lo cc yhini sorry bhuti ungapheli mandla usenawo mandla uqhubeke ne business zakho phuma kulo mntu ndise capetown
Akuyena umfazi lowo ba4 ngu sathani uqobo lwakhe😢
Bafo usebenzenzima thola intozakho uphume kulosathani womfazi
Awuu wawuqondene nesigebengu💔
Eyyy smakade sezulu yoohh, babolile omama
Bhuti uyabo umthandazo uuasebenza kodwa uma uhamba wodwa idlozi elikubhekile nelikulekelelayo lingekho wonke umuntu unesinyanya sakubo ahamba naso esimbhekile kodwa X _Repo uzokusiza fish emanzini
Ngiyamaz kakhulu lobhuti e Mlazi akuve ephila aibo sorry bhuti wam usuke ungaz
Next time ungabo mufaka mfazi msebenzin wakho ngamenzela something azenzele yedwa khona nizo hlezi nizwana
Inkinga ka hulumende yileyo mshado. Sishadelani vele?
Wena usudlisiwe angeke cabangela izingane zakho hambo bheka kubosiyabona siyazi ha haha ayi bo
Jo abuti, omathateng amaholo💔 mosadi eno ke diabolosi 😭
Eyyy liyinkinga ikholwa yoohhh
2nd to comment 🎉🎉
🥰🥰🥰🥰
Bhuti yincane kabi lenkinga yakho bhalela u Xrepo mfethu izodlala iTV uzobona.
Yaze yabuhlungu inhliziyo yami wabanebhadi wahlangana nesigelekeqe phephisa 😢