EPISODE 279 / UMFAZI WABULALA I STEPFATHER SAKHE EHLANGENE NONINA NGOBA BEFUNA KUDLA UMUZI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 окт 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

Комментарии • 224

  • @mptv1
    @mptv1  3 месяца назад +27

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    ruclips.net/channel/UCAyS4KFEDFawnGHfbykFOkgjoin

    • @XolisileZuma-n7l
      @XolisileZuma-n7l 3 месяца назад +1

      Tjo yaze yabuhlungu istory sakho mfethu. Asifani waqondana nosathane uqobo lwakhe

    • @talentecele5913
      @talentecele5913 2 месяца назад +3

      Cela ngiphe number kamf2 mayeyishiyile

    • @CharityMazinyane
      @CharityMazinyane 2 месяца назад

      Aka fonele u X repo ayolanda into zakhe ukhohlakele lomfazi manje nathi sesiphakathi Kunento yakhe ngoba sokuthwa abafazi

  • @Sbuda_H
    @Sbuda_H 3 месяца назад +42

    Yazi as much as udaba lukabafo lunzima kanje we can't take away the fact that this man is a great stroryteller...
    Yazi you get hooked on his story ubone yonke into ayishoyo ngamehlo engqondo.

  • @nomusankosi9312
    @nomusankosi9312 2 месяца назад +31

    Hi bhuti Professor, i am a social worker im willing to assist ubhuti in terms of counseling, inkinga ngiseMlazi but we can do it via zoom im willing to support ngedata lokuthi a connecte, i can also check maybe for possible referral.

  • @bellamnyaka7244
    @bellamnyaka7244 2 месяца назад +26

    That's my son! You been through a lot but your faith and trust in the Lord is amazing, keep it up my boy

  • @sontoamethystmahlangu1159
    @sontoamethystmahlangu1159 3 месяца назад +19

    It's XREPO bhut Prof...yhoo this is sad bakith engath ubhut angalthola usizo😢

  • @nozizwerugongo5263
    @nozizwerugongo5263 3 месяца назад +11

    Please help this good man mptv contact xrepo and couselling but get his hard work back please kubuhlungu but in God we trust Amen

  • @Liz-o8w
    @Liz-o8w 3 месяца назад +10

    What a good and intelligent man.God will restore everything the devil wife of yours stole. 🙏 🤲

  • @ViolaKhoza
    @ViolaKhoza 3 месяца назад +7

    Mhh yazi amathanga ahlanzela abangenamabhodwe 😢😢😢😢 phephisa bhuti ungapheli amandla uNkulunkulu ngekakulibale

  • @sanelengubane1806
    @sanelengubane1806 3 месяца назад +4

    This guy is intelligent!!! Thank you Prof for bringing him 👌👌👌

  • @XylemTembu
    @XylemTembu 3 месяца назад +6

    Mina ngisaba yonke into ewumuntu wesifazane emhlabeni nje😢😢❤❤. Ngisasenesilonda esingasoze saphola.

  • @irenemaswanganyi1974
    @irenemaswanganyi1974 2 месяца назад +1

    I love his kind of faith, through it all he's still polite not bitter....big ups bro

  • @freedomofspeech-
    @freedomofspeech- 3 месяца назад +10

    Singasho sithi umfazi wale bru uyena oyisidakamizwa kule episode💔🤞Kuzomele ibrazo itholo nosizo lwesintu iphalaze lento ebusayo ngaphakathi ngoba likhona idliso la
    Kunzima okwalensizwa. Madoda bagadeni abesifazane bayingozi. Focus on yourself. Ukwenzela umuntu iqiniso akunaqiniso. Sesikhulelela le brazo ukuthi uNkulunkulu ayisize, impilo yayo ibengcono kakhulu🙏

    • @monwabisitekete6190
      @monwabisitekete6190 3 месяца назад +1

      True brother

    • @SlindileNgwane-l6m
      @SlindileNgwane-l6m 2 месяца назад +1

      Lapho uphilani eyiii ubeke nje asho kancane sinhanaki .kodwa inhliziyo enhle anayo makhe wami la. Ridgeview ❤❤

  • @mpengesimpengesi7012
    @mpengesimpengesi7012 3 месяца назад +10

    Bring X of Moja love from x repo

  • @senzomkhize1828
    @senzomkhize1828 2 месяца назад +2

    Eiy, Yaze yabuhlungu inhliziyo yami ngoba lobafo ngimazi personally and he was always like this, a man with a vision. Ngake ngasebenza ngisho naye kwamanye amaprojects ngabo 2005/ 2006. Ngicela ungithinte noma ikuFacebook bafo, I hope uzokwazi ukungibona. Nginqena ukufaka amadetails ami lana.

  • @lethiwepretty994
    @lethiwepretty994 5 дней назад

    Uyisibonelo esihle ezweni bhuti amadoda njengawe ngath anganda❤

  • @Autism039
    @Autism039 3 месяца назад +10

    Ngicela kube khona umuntu ozochazela iSouth Africa ngalosathane owenzeka kulezibhedlela sakwa hulumeni. Ngisho bona oCity Hospital ethekwini. Kubulawa izingane zabantu laphana kuthiwa ziphethwe amakidney (izinso). Kuthiwe awuzuphela u2 months umuntu esaphila. Umuntu afakwe emshinini omkhulu. Lapho esisola khona ukuthi banqunywa amakidney (izinso) ayodayiswa kwi black market. Noma kshukuthi Vele akhona amabuyer abanawo. Ngyacela professor ngicela uzame ukuqwashisa isouth Africa ngaloludaba. Ngyazi ukuthi usisiza ngokusifundisa ngezidakamizwa siyabonga kakhulu. But I serious lendaba proffersor baphelile abantu laphana futhi bayaqhubeka bayaphela. Kade ingidla lendaba proff. Please make a plan 🙏. Bakhohlakele abantu abasebenza ka government.

    • @MamaYasin
      @MamaYasin 2 месяца назад

      City hospital iPrivate hospital nje are you sure iyona le obhala ngayo?

    • @DanisileNkosi-fm6rn
      @DanisileNkosi-fm6rn 2 месяца назад

      😂😂😂😂ngaze ngsyihleka eyamaZulu nama Xhosa bekazomfaka kumshwalensi yah neh nami ngishonjalo waze wasa bo losisi from being a cashier to a business owner 😊

  • @winkymotaung6747
    @winkymotaung6747 3 месяца назад +3

    Ok, amadoda yizinja kodwa ke abafazi yizinjakazi, sikhohlakele bantu besfazane. X repo is the answer wena babuMkhize.

  • @AyandaBen
    @AyandaBen 3 месяца назад +5

    Prof siyabong ukuletha lendoda. Njengoba skhula si aware ngabantu besifazane. Am also running fashion business liyakhula but ei njengob sengibon le video am aware

  • @LuyandaHlongwane-n6q
    @LuyandaHlongwane-n6q 2 месяца назад +3

    The thing engiyfundile ukuthi '' UNGAMFUNDISI UMUNTU INTO ONGEKE UKWAZI UKUMPHUCA YONA'' more worse ulwazi...Umuntu today noma ushade naye ungamthembi kangako cz abantu bajikelana esiswini njengoTshwala

  • @nosiphiwononjiko
    @nosiphiwononjiko 3 месяца назад +4

    Hay udinga ux nyani ndikumamel ndise sweet matat

  • @SthehHlophe
    @SthehHlophe 3 месяца назад +10

    Some of us we don't know what we want askies my brother ukube wazitholela mina ngabe we're to far

    • @thabisozakwe7717
      @thabisozakwe7717 2 месяца назад

      Iqiniso lelo. Abantu abayboni into enhle ngisho isiphambi kwamehlo abo🤞🏽

    • @tsikimajoro8726
      @tsikimajoro8726 2 месяца назад

      Ngikhona nje weSthe

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 3 месяца назад +3

    Siphakathi inside angithi yaybo loyonto. Siyabonga Prof for our percular guest ❤ X Repo

  • @dondacurator
    @dondacurator 3 месяца назад +16

    burden of good hearted people is this ,,,brazo lam, hadi

  • @kholiswakhokiswa9596
    @kholiswakhokiswa9596 2 месяца назад

    Makeze uX kudlaliwe ngawe bhutiza kwaze kwabuhlungu maan i like your spirit keep it up God bless you 🙏

  • @businzama6939
    @businzama6939 2 месяца назад +3

    Eyyy udaba Luka bhuti ngilubukile ku NETHEZEKA TV lwangithinta kakhulu sengathi angasizakala ngalo lonke usizo Ngimzwile yonke into anayo usebenze kanzima kwazoqhamuka um Gulukudu wawucosha kanti awunathando isgebengu 💔💔💔

  • @TengetileNomaswaziDlamini
    @TengetileNomaswaziDlamini 3 месяца назад +4

    X.repo Professor

  • @ThobileZuke
    @ThobileZuke 2 месяца назад +1

    Yeyii amathanga ahlanzela abangenamabhodwe lomfazi uhlulwe indoda ezaziyo ukuthi ifunani enothando yamupha nequalification ezosebenzela bona bewumndeni iselfish sherm intombazane yasebasuthwini🙌 unkulunkulu uzokuvusa Bhuti ungapheli amandla siyabadinga oBaba abanjengawe.

  • @ThandazileNxumalo-e8d
    @ThandazileNxumalo-e8d 2 месяца назад

    May the Lord Almighty restore everything that my brother has lost and be multiply🕯️🙏 kuzokhanya bhuti

  • @sifisopresley6015
    @sifisopresley6015 3 месяца назад

    ❤ continue being a good man my friend all your ties you cry, will be more than your blessings

  • @MarthaMalekabata
    @MarthaMalekabata 2 месяца назад

    Sorry buti for everything but you have inspired me

  • @zodumokulani5597
    @zodumokulani5597 2 месяца назад +1

    I feel the pain,nam ndingumntu ongu sisi,ukuba bendinako ngendinceda phaya naphaya, uxolo mtase,

  • @sharonmkhwanazi6188
    @sharonmkhwanazi6188 2 месяца назад

    Waze walunga bhuti wabantu 😢 may the Lord intervene

  • @Kleynhansbrotherstv
    @Kleynhansbrotherstv 2 месяца назад +1

    Smart guy ❤

  • @henrysotela8100
    @henrysotela8100 2 месяца назад +1

    😢 this similar story happened when I was still growing at my street but at the end it back fired for the evil lady

  • @nhlamulomuhlari3920
    @nhlamulomuhlari3920 3 месяца назад +8

    Next time, put everything under a trust fund because lobola is 'in community of property '.Infact go and put everything under a trust fund NOW!!, go to your nearest university which has a law clinic and they will assist you for free

    • @tebogomokoa5038
      @tebogomokoa5038 3 месяца назад

      He still need to file divorce coz essentially he only ows 50% of his assets,law clinic will assist or any attorney he will pay after the sale of the house

    • @ntokozomkhwanazi6118
      @ntokozomkhwanazi6118 2 месяца назад

      Their marriage is not yet registered...ukuthi amtshele to pack all her mavununundu ezingubo zakhe and go maaaaan 😢​@@tebogomokoa5038

  • @mpilondlovu6868
    @mpilondlovu6868 Месяц назад

    Ngiwmunt oright kodwa INZONDO engnayo towards women is unmatched .. ngenxa ka social media

  • @KaibeTelang
    @KaibeTelang 2 месяца назад

    Present Sir...

  • @NombasaLamani
    @NombasaLamani 3 месяца назад +4

    Yaze yabuhlungu le experience ya lo bhuti. Bulela uMdali nabadala bakini ukusindisa kulodooti ohlangene naye. Ungabehluleli nabazali bakho.

  • @keithparsons391
    @keithparsons391 2 месяца назад

    I really love umbono wakhe ubafo❤

  • @alosesandzimande9028
    @alosesandzimande9028 2 месяца назад +2

    Bhuti Entle braa ngihlezi ngizibuza wayaphi uxolo bra ukuzwa loko kuzodlula bhuti mina ngedlwa R190. 000 ngumuntu wesifazana izodlula bhuti ngomusa ngiyaquba sisuka kude mfowethu 💔💔💔🫂

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 3 месяца назад +8

    Ngaze ngacasuka😡😡😡 lobhuti udinga Councelling

  • @isimelane63
    @isimelane63 2 месяца назад

    Kuyehlukana bafethu. Okwami ngifike emendweni kunenalutho. Ngaciciyela ngalihlumisa ikhaya ngenza zonkhe izinto ezodinga ukwenziwa. Futhi ngangingaceli imali endondeni. Wayegcina nasibonisana ukuthi sizokwenzani next. But kuyinamhla indoda iqonyiwe, umakhwapheni wangishaya ngesichitho , after that isiyangixosha kulomuzi engiwakhe nakangaka. Kuya ngomuntu nje cos namadoda ayenzana iziga bafethu. Amadoda asibulalisa ngomakhwapheni.

  • @LungileLorraine
    @LungileLorraine Месяц назад

    Amathanga ahlanzela abanganabhodwe 🤞bhuti engathi uNkulunkulu uzokusiza uzovuka ube ryt lo doti walomfazi zizombamba izintambo zolwembu umhlaba uzobathola abanye o cleaver abafana naye

  • @JabuMdluli-v3r
    @JabuMdluli-v3r 2 месяца назад

    Please provide us with contact information for bhuti. Wish to lend a helping hand 👏

  • @boitumelomokotong9942
    @boitumelomokotong9942 2 месяца назад +1

    But why would his parents hide what they found about this lady from him ? They could have prevented this hey. Yoh

  • @nokuthulacumbula1502
    @nokuthulacumbula1502 2 месяца назад +1

    Ukwazile ukuwa uvuka yaze yasimama i business yakho e Matatiela,namanje uzovuka Bhuti and lesosigelekeqe somfazi akukho lapho sizophelela khona

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 2 месяца назад +1

    Yaze yaluunga ..indoda....
    Amathanga ahlanzela abangenamabhidwe

  • @mamelosmokoma3275
    @mamelosmokoma3275 22 дня назад

    Ihuuu tyiin losisi ndiyamazi bendipha entle for some paper work😢😢😢

  • @zakhonasandra9472
    @zakhonasandra9472 Месяц назад

    Mmmm kdw wawumnikwe indlozi elalingakufuni stru🤞 waze wangindina umfazi nx

  • @zamezakheemmanueldlamini2972
    @zamezakheemmanueldlamini2972 2 месяца назад +1

    Ibuhlungu le! Yini eyayivimba ubhuti ukuthi ephuce lomama ama financial powers, azibambele yena kwezezimali lomama afane nje nabanye abasebenzi angabi namandla?

  • @siphelelenkomiyahlaba3718
    @siphelelenkomiyahlaba3718 3 месяца назад +2

    yima this can't divorce lomuntu abuyele ebusiness-in lakhe ematatiele

  • @NoorDawrani
    @NoorDawrani 2 месяца назад

    I like yo smile mfo God will double everything 4 you

  • @ThandaMsomi
    @ThandaMsomi 2 месяца назад

    Mmmmm ncese bafo ibuhlungu indaba yakho jehova zokusiza❤

  • @simphiwemalaza1916
    @simphiwemalaza1916 3 месяца назад

    Ngiyavusela Professor. Ngiphakathi inside!!!

  • @wpp1586
    @wpp1586 3 месяца назад

    Amazing man, sikhona bhuti.

  • @Positive_vibes1982
    @Positive_vibes1982 2 месяца назад +1

    Ubhuti uthe ibhizinisi lakhe lisebenzisana nomaspala namadepartment okuchaza ukuthi li registered. Ubhuti udinga umeli ozomsiza ukuthi avule icala kubuye ibhizinisi lakhe.
    Uma kukhona abameli la please sizani ubhuti🙏

  • @NhlanzekoSiyandaLuthuli
    @NhlanzekoSiyandaLuthuli 2 месяца назад

    Induku enhle igawulwa ezizwen ilokho zokusho kuwe mf2 nam benginakho ukuthi mele ngithathe umuntu wasekhaya kodwa zange kuhambe kahle abantu bayashintsha baziveze imibala yabo ube Strong uqhubeke nokuzama impilo n siyabonga Professor siyafunda

  • @finkymbangi5734
    @finkymbangi5734 2 месяца назад

    This guy is been true a lot 😢 ngiyafisa athole usizo

  • @mtokomhlongo1848
    @mtokomhlongo1848 2 месяца назад

    Akavulelwe icala lokubulala abashwe nomawakhe, iyona into elula yokumsusa Professor

  • @AmandaMali-yl2vk
    @AmandaMali-yl2vk 3 месяца назад

    Yhooo lo bhuti nkosi yam ubunzima obungaka adlula kubo.. Nkulunkulu ukuvile ukukhala kwakho kuzolunga

  • @NonhlanhlaMbhele-c5b
    @NonhlanhlaMbhele-c5b 2 месяца назад

    Mmm ayi bakithi sibuhlungu istory sakho kodwa kuzolunga ubhedile lomfazi sokuthandazisa bhuti kubuye intozakho

  • @JabuMbhelePawinski-zg6dv
    @JabuMbhelePawinski-zg6dv 2 месяца назад +5

    Mina ngithi ungabe usashada vele usebenzele izingane zakho bhuti

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 2 месяца назад

      True nayo into efunekayo kulesikhathi samanje Man or Women

  • @NonhlanhlaHloshana
    @NonhlanhlaHloshana 2 месяца назад

    Mmmm abanye abantu bayakwaz dicelelana phansi😢 sorry bhuti kdw God will restore all uzobaryt as for lo Satan elakhe liyeza ilanga

  • @philanimhlongo5667
    @philanimhlongo5667 2 месяца назад

    If this guy made the business successful im sure he can do the same in another area unless bamufakele isicitho or bavala izinto zakhe. Kodwa yoh i always here hectic story ngabantu besifazane base matatiela

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 2 месяца назад

    Mmm kwakumele ubulawe imoto😮 wayekwenzile nalezinyanga zakhe.

  • @NonhlanhlaHappiness-h9y
    @NonhlanhlaHappiness-h9y 3 месяца назад

    Mmmmmm Koda bhuti wami ai amathanga ahlanzela abangenabhodwe😢😢phephisa 🙏🙏🙏

  • @syethembamadlala6404
    @syethembamadlala6404 2 месяца назад

    Yaz ngvel ngasab ngsho ukt ngingumuntu wesfazan nam🥺

  • @AthenkosiMbhele
    @AthenkosiMbhele 3 месяца назад +1

    Sorry hle bhuti akaze ndive kabuhlungu kanje engathi kungalunga konke uthole konke okwakho yhooo lomfazi wasimoshela idolophu yethu

  • @thembasishi6301
    @thembasishi6301 2 месяца назад

    Limudla sekunjenake umuntu ivolovolo engathi umdali engayikhumbula lensizwa ngokuthi yakwazi ukumelana nengcindezi yangayenza into engalungile eyayizogcina isiboshwa.

  • @mncedindovela1227
    @mncedindovela1227 2 месяца назад

    Prof ngiyazi kahle le character ubafo akhuluma ngayo, mina ngisizwe ukubona early. Umfazi walo muntu is suffering from a Narcissistic Personality Disorder. Bafo ngingachaza kushone ilanga ngale disorder in humanity and if ushade naye ngeke ube namndeni, if busunabantwana uzobashiya but still ngeke aneliseke.
    Umqondo wakho uyahlehla mubhekene nalo muntu ngoba izinto azenzayo ziyaxaka uba uphilile na

  • @SlindileNgwane-l6m
    @SlindileNgwane-l6m 2 месяца назад

    Mmm Enhle mngani wami besingakaze size sifike la eyii yeka inhliziyo yakho enhle efuze igama lakho .mmmm wahlangana nosathane ka cc 😢❤

  • @bhelekazikhubone6244
    @bhelekazikhubone6244 2 месяца назад

    Singela plyz mfwethu amtholele u Xrepo ngeke lo mfwe2 ibhlungu lendaba yakhe

  • @mxolisinkosi2010
    @mxolisinkosi2010 2 месяца назад

    Namanje ngisasho .....abafazi bazosibulala ngelinye ilanga 🤞

  • @mpengesimpengesi7012
    @mpengesimpengesi7012 3 месяца назад

    You must pray hard my brother and fasting is very important

  • @sibonanivilakazi3699
    @sibonanivilakazi3699 3 месяца назад

    Hmm u have been through a lot bhuti, kodwa wamuyeka kakhulu ngenxa yothando kodwa ngeke kuhlale kunje usazophakama

  • @SmisoBrian
    @SmisoBrian 2 месяца назад

    Indoda le cha lubuhlungu udaba labhuti but i believe x from X-Repo uyena ukhiye unkulunkulu abe nawe bhuti usizakale

  • @simphiwemalaza1916
    @simphiwemalaza1916 3 месяца назад

    Waze wakhohlakala lontombazane… Zilande izinto zakho udayise lomuzi. Kona abazali bakho kwakumele bakutshele ngoba le investigation/background check was meant to assist and save you. May you find strength my brother your vision will be archived

  • @lebogangdibakoane3347
    @lebogangdibakoane3347 2 месяца назад

    He still loves her 😞, love is blind. He needs to fight for his things back.

  • @OnahLibuse
    @OnahLibuse 2 месяца назад

    Impela izimo zehlela abantu emhlabeni!Ai angikwazi okunje😢

  • @NhlanzekoSiyandaLuthuli
    @NhlanzekoSiyandaLuthuli 2 месяца назад +1

    Amandla endoda awapheli mf2 yaz khona la ongilaphe khona namuhla yize iStory sam sihlukile kunesakho kodwa khona okususile kim

  • @MzondoThandazile
    @MzondoThandazile 3 месяца назад

    Uyahlukumeza lomuntu sham ubone ulunge kakhulu wase endlala ngawe ngaba ahlanzela abangenamabhodwa ngempela

  • @SiphesihleNdlela-t2u
    @SiphesihleNdlela-t2u 17 дней назад

    Ngiyawuzonda uSpar😢😢😢

  • @vaichiguz6124
    @vaichiguz6124 3 месяца назад +1

    Xrepo siyaidinga laa Right imtshina siyathatha

  • @nkosimahlaba8193
    @nkosimahlaba8193 2 месяца назад

    Uma ushadile izwisana ubuhlungu lento eshiwo ilobhuti ngoba uma ushadile usuke ubheke ukuthi nizokwakha I ampire yomuzi wenu kodwa lokhu it is soore painful 😢😢😢😢 mmmm

  • @nkanyezimadondo7152
    @nkanyezimadondo7152 23 дня назад

    After God fear women

  • @thandekaduma2036
    @thandekaduma2036 2 месяца назад +1

    Kusho ukuthi kukhona amantombazane angasile kahle engqondweni. Uma ngizwa kuthiwa unengane, akacabangi nje ukuthi ngenye imini kuyohlukumezwa ingane yakhe ngoba naye ehlupha ingane yomuntu. Kahle kahle indoda emadodeni lena

  • @siboneloshinga2197
    @siboneloshinga2197 2 месяца назад

    Ay ngeke Prof le ndoda yashela ngemala ngeke.😢😢

  • @ZekhetheloNgidi
    @ZekhetheloNgidi 22 дня назад

    This is so sad 😢😢

  • @themnkosishongwe4221
    @themnkosishongwe4221 2 месяца назад

    Waze wanonya umuntu wesifazane udonti isiphukuphuku ongasazi savelaphi

  • @NdumieZwane
    @NdumieZwane 18 дней назад

    Kubukeka umuthi udlale indima enkulu kulempi iskhathi sokuthi ubhuti alwe fire with fire cz noma ungayilanda equipment kubukeka umsebenzi uvaliwe as esho from ama tender to ukuhlulwa R1500 ye rent

  • @lungeesimamane4527
    @lungeesimamane4527 2 месяца назад

    Abazali bamenzela phansi kodwa in this case.... as a mother to grown boys... mina nje ngiyakhuluma... angene azi ukuthi umuntu onjani anobudlelwane naye... okusalayo noma anganga kuzwa ngaleso sikhathi... kodwa ayobuya amazwi masezimbuyela

  • @ZwelenkosiCaleni
    @ZwelenkosiCaleni 2 месяца назад +1

    yabuhlungu indaba kabhuti,bt usemncane uzobuye avuke

  • @mercysokaukile5375
    @mercysokaukile5375 3 месяца назад +1

    Akusheshwe kuyiwe ku XREPO kuyaphuthuma hawu hawu ukukhohlakala okunje kulomfazi rha

  • @ntshizasmax3827
    @ntshizasmax3827 2 месяца назад

    Iyiphe le restaurant osebenzela kuyo?
    Iyaludinga uxhaso lwethu...isizize kakhulu siwumphakathi.

  • @KatlehoLecheko
    @KatlehoLecheko 3 месяца назад +7

    Please help the guy I know him, I know ĥs story luckily I know even he way he started his business esafundala eThèwini

  • @AliceRangana
    @AliceRangana 2 месяца назад

    Please take her to Mpungose Attorney please

  • @NomfundoDube-g7y
    @NomfundoDube-g7y 2 месяца назад

    thola Mr x uzokusiza

  • @busisiwemainah3245
    @busisiwemainah3245 3 месяца назад

    🙏🙏💪💪qina ndodana unkulunkulu abenawe

  • @makhonyuswa
    @makhonyuswa 3 месяца назад

    Eyy syazwelana noboet wathola umuntu ukhohlakele onobulwane worse part akafuni ngsho izngane yuuuuuu akakaze akthande wayethanda onakho bt one day kuyobuya konke okdliwe iskhonyane be pry

  • @sindymkhizesindymkhize3039
    @sindymkhizesindymkhize3039 2 месяца назад

    Mina nje ngiyamthanda lobhuti..akangithinte skhulume