EPISODE 278 / UBUGEBENGU INTO AKHULE EYIBONA KOMALUME BAKHE NOBABA WAKHE OMDALA OSEZIDAKAMIZWENI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 окт 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

Комментарии • 60

  • @mptv1
    @mptv1  3 месяца назад +9

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    ruclips.net/channel/UCAyS4KFEDFawnGHfbykFOkgjoin

  • @LIVE-NETWORK
    @LIVE-NETWORK 3 месяца назад +7

    Thank you Professor. I have just one comment, regards ukuthi lobhuti uyakwazi ukuxoxa or not: please note that abantu abafani mfowethu, not everyone is going to be a best storyteller. Yah me too I've noticed that the guy is lacking a bit you have to asking him to elaborate more and more. But the work is Awosome 🎉. (Abantu abafani please let us not compare).
    Thank you

  • @DanisileNkosi-fm6rn
    @DanisileNkosi-fm6rn 3 месяца назад +3

    Syabonga Prof' kakhulu uJunia usiphe icebo lokuthi mele singathambi singabazali siqinise isandla kubantwana bethi bangazithatheli izinqumo basebancane

  • @DLAMINI-lv5zi
    @DLAMINI-lv5zi 3 месяца назад +3

    mihle imibuzo yakho PROF..❤‍🔥

  • @simphiwemalaza1916
    @simphiwemalaza1916 3 месяца назад +3

    Junior ngathi imshayile lento abayibhema noCastle. Lendaba yokulahlekelwa ilaptop nama memory stick ibuhlungu kakhulu… Its still fresh kimi

  • @preciousnene3446
    @preciousnene3446 3 месяца назад

    Thanks Professor 🤝
    Your promting him to get more information from hi.

  • @SandileCele-y7r
    @SandileCele-y7r 2 месяца назад

    Hhayibo uNdoda nje lona,omalume balaphi fut laba akhuluma ngabo ngob omalume bakhe abazona izigebengu😮😮😮😢😢😢

  • @minenhletalent7174
    @minenhletalent7174 3 месяца назад +3

    3575 views but 512 likes😢😢 wat painful from pressing like button while you watching no guys let support the show please

  • @PhumezaZulu
    @PhumezaZulu 3 месяца назад +16

    Above 100 views bt 22 likes ai guys no like b4 watching

  • @YamkelaXoki
    @YamkelaXoki 2 месяца назад

    Life is about choices, inkinga ayikho sebazalini bazitshuzele abafethu bengazi

  • @sanelengcobo4750
    @sanelengcobo4750 3 месяца назад +5

    Azihlangani itori zalo mfana🤞🏾

    • @JuniorWeGqom
      @JuniorWeGqom 3 месяца назад +1

      Uqambe amanga zisuka nje llo esakhuluma ngendaba ye slip sakwi ATM

  • @tonytshivhase3240
    @tonytshivhase3240 3 месяца назад +2

    Mkhize we big ben

  • @mthokozisisithole9747
    @mthokozisisithole9747 3 месяца назад

    Olaleyo Akaqaphele kanjalo nofundayo afundisise kubi la ngaphandle# dankie Professor mft

  • @avelaavela1936
    @avelaavela1936 3 месяца назад +3

    Uxhaphaza idata yethu lomfana yeerrr

  • @bryntukula4053
    @bryntukula4053 3 месяца назад +2

    Prof kumele uze eGoli bagcwele abaft lana😢

  • @Fidatto204
    @Fidatto204 3 месяца назад +6

    Leliphara linamanga nje 🙌😅

  • @DumsaniPercival-oo5vt
    @DumsaniPercival-oo5vt 3 месяца назад +5

    Mina prof ngcela ukbuza ukuthi uphi umnqobi gumede beno Sakhile Msomi???

  • @khumbulanizoh7563
    @khumbulanizoh7563 3 месяца назад

    Bra Prof, kuzomele amanye ama blame sngawabhekisi kubantu(abazali/victims) some battles are spiritual but they are fought in flash so kuyenzeka omunye izinto ezidinga i spiritual attention zigcine zimfaka otakwini omunye umuntu, so mina I encourage ukuthi as parents singayeki ukuyobuka ngezimo zempilo kubantu besinto coz okunye kusukekuqhamuka lapho until it gets this far.

    • @nondumisominyelela8281
      @nondumisominyelela8281 3 месяца назад

      So ngokwakho uthi parents shouldn't be called out ngokungenzi kahle kwindlela yokukhulisa umntwana uma imlahla?
      Uyazi angithi ukuthi naseZulwini ngomhla wokuphela abazali bayophendula ngendlela abakhulise ngayo abantwana?
      So if kuneyngane eziphambuka bese abazali bengazibuyisi endleleni, kuyisono lokho yingakho uNkulunkulu esiyala nangokuthi ingane uma ukhuluma nayo ingawlaleli umyalelo wakho njengomzali ubothatha uswazi uyijezise ngalo. Umzali ongayisoli ingane nongayishayi uma yonile usuke enza isono phamb'kobuso buka Nkulunkulu.

  • @yolandagoge4411
    @yolandagoge4411 3 месяца назад

    Washo u Emmanuel ukuthi kukhona abantu abasuke bebalekela amacela , noma bephothekile mase beza kuwena Professor... usamusho lo akafune kphuma

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 3 месяца назад

    Angithi yaybo lonto ❤ Junior is high yenabakitsi😂😂😂

  • @mandynossy
    @mandynossy 3 месяца назад +1

    Dankie Prof, been checking for a new episode all morning 😅

  • @thulanisyah532
    @thulanisyah532 3 месяца назад +1

    Isigebengu lesi usibona usibona nje😂😂

  • @simphiwemalaza1916
    @simphiwemalaza1916 3 месяца назад

    Ngiyavusela Professor. Ngiphakathi inside…

  • @MpilonhleDlamini-jj9ne
    @MpilonhleDlamini-jj9ne 3 месяца назад

    Prof ngcela ukubuza uNkosinathi Jwara wagcina elitholile usizo?

  • @zanelezu
    @zanelezu 3 месяца назад +2

    I story sa Junia siyasizwa inkinga ungathi uphethwe ukhwantalala- stress akabhemile.

  • @mondlishabane89
    @mondlishabane89 3 месяца назад +4

    ayi lestory salomuntu ngeke

  • @Sbuda_H
    @Sbuda_H 3 месяца назад +1

    Ey kodwa uJunior uqale ukujola endaweni e wrong ngempela yo🤦🏾‍♂️. I Pretoria yindawo ye groove nehhovisi le president kuphela, hhayi uthando

  • @Hector.z505
    @Hector.z505 3 месяца назад +1

    Kunzima nje indaba ye arosta mawu ngenile u ngenile😬

  • @Cebisile-n7w
    @Cebisile-n7w 2 месяца назад

    Mina ngilalele yonke prof awuze egoli ukuzobabuza lemibuzo

  • @samkelisiwenkosi7120
    @samkelisiwenkosi7120 3 месяца назад +1

    Soshanguve ePitoli- is same WhatsApp as Lamonti or KwaMashu

  • @saddamsamora3583
    @saddamsamora3583 3 месяца назад

    Zimshayile kodwa ngaphakathi uyakhala. Kunento engiyifundile kuye ngokukhulisa izingane.

  • @sabelonxumalo4146
    @sabelonxumalo4146 3 месяца назад

    Mnaketfu 🇸🇿🇸🇿🇸🇿

  • @patiencekhabo9787
    @patiencekhabo9787 3 месяца назад

    😂😂😂 bhudi Prof athi sesiyo lala

  • @sonwabosobs4938
    @sonwabosobs4938 2 месяца назад

    Liyabora lelipara ngobuxoki😂😂😂

  • @ViolaKhoza
    @ViolaKhoza 3 месяца назад

    Proffesor sicela usilandela odadewethu plz

  • @nonduduzovilakati9227
    @nonduduzovilakati9227 2 месяца назад

    Kanti aphi amantombazane

  • @MandisaSincuba
    @MandisaSincuba 3 месяца назад

    Uhubhuu ka bhejane🤭

  • @zamombili4947
    @zamombili4947 3 месяца назад

    Yo aw lamanga angihlulile ngyobuye ngiqedelele le episode

  • @snolwazibuthelezi9562
    @snolwazibuthelezi9562 3 месяца назад

    U Prof mase ethi HHOWU😂😂😂

  • @snolwazibuthelezi9562
    @snolwazibuthelezi9562 3 месяца назад

    U Prof mase ethi HHOWU 😂😂😂😅

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 2 месяца назад

    Ivale mfana😂

  • @MbaliNgubeni-em9io
    @MbaliNgubeni-em9io 3 месяца назад

    Ai khona, lona yena umashaya🚮🤦🤦
    Uqhatha nomalume nabantu ngapha🙈

  • @SimphiweMbeje-sq5hr
    @SimphiweMbeje-sq5hr 3 месяца назад

    Uphi umapholoba professor? Usenjani?

  • @dondacurator
    @dondacurator 3 месяца назад +2

    min i understand amajita who came from nothing,, abo Mashaba and the prevous guest,, abo Mampincha (well I blame u Mellisa for him) nalo lova who came from well off family,,, ahy, cel ukuba jadga bona bafethu,, cos why brow unless you were spiked for real...

    • @andileaustin4099
      @andileaustin4099 3 месяца назад

      Awu mfe2 uWeshiwish

    • @dondacurator
      @dondacurator 3 месяца назад

      @@andileaustin4099 😅😔"elaseNanda" ,,ehy ngob impilo mfowethu 🕊️

  • @sicelochiliza2338
    @sicelochiliza2338 3 месяца назад

    wafebelwa umuntu wabaDepressed wabhema iwunga,eish

    • @nondumisominyelela8281
      @nondumisominyelela8281 3 месяца назад

      Lapho lowo muntu uhlala kubo kwalo mfana, uright. But at least uya understanda lo mf2 ukuthi kwakungeyona intando yakhe ukumfebela

  • @tshepisoselepe217
    @tshepisoselepe217 3 месяца назад

    Thina Bendlondlo!!, Muphi uMqobi Pro??

  • @mthokozisisibangene3548
    @mthokozisisibangene3548 3 месяца назад

    Uyesindwa lo mfana😢

  • @YamkelaXoki
    @YamkelaXoki 2 месяца назад

    Life is about choices, inkinga ayikho sebazalini bazitshuzele abafethu bengazi

  • @samkelisiwenkosi7120
    @samkelisiwenkosi7120 3 месяца назад

    Soshanguve ePitoli- is same WhatsApp as Lamonti or KwaMashu