ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 21 дек 2024

Комментарии • 1,7 тыс.

  • @WNdaba
    @WNdaba 9 месяцев назад +267

    RIP in advance Sir. 😃😃😃 Akukho ukubuyela emumva. Phephisa ngoba kahle kahle indlala ekufake la. Awuzikhethelanga ukuzalwa emndenini ompofu.

    • @BantuTV_ONE1
      @BantuTV_ONE1  9 месяцев назад +11

      😂 😂 😂 😂

    • @xhosakoloni4716
      @xhosakoloni4716 9 месяцев назад +22

      😂😂
      thathile thathile

    • @pkmnisi3434
      @pkmnisi3434 9 месяцев назад +11

      Hawu guys 😢😅

    • @sifisosgumede
      @sifisosgumede 9 месяцев назад +15

      Hawu Wazi faka zonke enyameni mtaka baba.

    • @BRABIZA
      @BRABIZA 9 месяцев назад +3

      ,😂😂😂😂lols

  • @KayakaziSihentshe
    @KayakaziSihentshe 9 месяцев назад +255

    Kodwa ke ubhuti lo I respect him for one thing.uthwele ngaye not ngomunye umuntu.whether iyalunga lento or ayilungi he is on his own will suffer consequences alone .I salut you for that

    • @Max45453
      @Max45453 8 месяцев назад +5

      That's a real Soldier ryt there I've been thinking about doing the same thing too.

    • @quenduba6803
      @quenduba6803 8 месяцев назад +3

      May God of yr ancestors remember u bhuti wam we are all fallible circumstances alter cases I wish u the best may u have a second chance u deserve it , u really made me cry

    • @thembimadi9537
      @thembimadi9537 7 месяцев назад +4

      Lapho wenze kahle ngempela Shandu kandaba ...ngicela nonke Abantu abathwalayo benze njengawe .....ngoba hhayi bo Ake beyeke ukuthwala ngathi nezingane zethu

    • @MinenhleManqele-fg4ph
      @MinenhleManqele-fg4ph 7 месяцев назад +1

      Wazisiza wena mkhaya buka nje usuzofa uphelelwe icala

    • @NkosikhonaNdlovu-z6o
      @NkosikhonaNdlovu-z6o 5 месяцев назад

      Aykhale Shandu

  • @zukiswamdlombana7193
    @zukiswamdlombana7193 9 месяцев назад +114

    Mfana wam, yamkela uJesu ongumsindisi, uma wenze njalo ngeqiniso uzokusindisa uJesu, God bless u

    • @thobilemosia8341
      @thobilemosia8341 5 месяцев назад +2

      Ujesu akaze asize muntu, ubulima nje lokukholelwa kulosathane enimbiza ngojesu

    • @PhilaKhoza
      @PhilaKhoza 3 месяца назад +2

      ​@@thobilemosia8341
      May the grace of the lord Jesus be with you❤

    • @BokangThaba-m8e
      @BokangThaba-m8e 3 месяца назад +1

      Mxm 😂😂😂 ​@@PhilaKhoza

    • @Kedi-w5w
      @Kedi-w5w 2 месяца назад +1

      ubani u jesu usiza ngani ekade wafa ,why engazange azisindise yena

    • @Sheesh-b7m
      @Sheesh-b7m Месяц назад

      Jesu woknuka 😮 aybo abazalwane bahlanya ngempela kanti 😂😂😂😂😂😂

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 9 месяцев назад +124

    Our presenter failed us 🤞🤞
    Usabile ukubuza imibuzo
    Bekumeke umbuze ukuth uyenza kanjani imali, and mefa kuzokwenzakalani ngezinto asenazo
    Nokuthi angabaxwayisa athini abanye abantu abacabanga ukuthwala ngenxa yezimo zempilo ababhekene nazo

    • @ntokozolucky3600
      @ntokozolucky3600 9 месяцев назад

      Yes kunjalo ibukeka nje njenge njengenganekwane

    • @christinanxumalo6811
      @christinanxumalo6811 9 месяцев назад +2

      Ubezidlalela ngefoni ekhombisa ukuthi wenzela lo ohluphekile, yena nje akanandaba.

    • @MandisiSamkelisiwe
      @MandisiSamkelisiwe 9 месяцев назад

      😀😀😀

    • @busisiwewinnieNdlovu
      @busisiwewinnieNdlovu 8 месяцев назад

      I feel sorry thou for the brother I wish angasizakala but looks like the time left is too short but ke miracle can happen

    • @pumlantlangwini416
      @pumlantlangwini416 8 месяцев назад

      Inoba uzakufa next year lo😂😂😂😂. Usayifihlelani engabufihlanga ubuso na. Or uyavaya kulonyaka lo🤣🤣🤣🤣. Hamba kahle uzibulele ngokwakho yiba usitya imali le uthenge neemoto zikanokutsho kuba your days are numbered phela. Sbwl uva umhlobo wakho esakhe isthwalo simphethe njan🤣. Kunjalo ke ufuna shory cuts

  • @yvonemalope
    @yvonemalope 9 месяцев назад +106

    God never fail thola bafundis my brother they will pray for u you will delivered there is power in the name of Jesus

    • @mpumelelo846
      @mpumelelo846 8 месяцев назад +3

      Engani nabo bathwele nje vele abafundisi abaningi babo...

    • @luyandababa9271
      @luyandababa9271 8 месяцев назад

      😢 i😅​@@mpumelelo846

    • @FAKUNGWENYA
      @FAKUNGWENYA 8 месяцев назад +2

      Amen

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 8 месяцев назад

      ​@@mpumelelo846not bonke

    • @mpumelelo846
      @mpumelelo846 8 месяцев назад

      @@sibusisonzama6718 "...abaningi babo" ilapho ingqikithi yalenkulumo ilele khona 🤝

  • @taddiedlamini315
    @taddiedlamini315 9 месяцев назад +56

    😢😢😢NGIKTHANDA NGOBA WATHWALA NGAWE AWUTHATHANGA UMKHOVU WAWUZOWUQEDA UMNDENI WAKHO UWUBULALA SENGAT UNGALUTHOLU SIZO EY NGOBA KUNZIMA KUBUMUNTU WESLISA NAYE WAYEFUNUKSIZA UMNDEN WAKHE YONKINTO IBHEKA KUWE IF UMDALA NGIKFISELI NHLALNHLA🙌

  • @beautybantwini
    @beautybantwini 9 месяцев назад +77

    Lalela ndodana, yinye impendulo ukufuna uJesu, uye kuphela oyimpendulo lapho kubekwe khona u dead line....uJesu wakufela wafa endaweni yakho...UJesu uthi isela kalizi kungengokweba ,nokubulala, nokubhubhisa, aphinde athi; mina ngize ukuba babe nokuphila, babenakho kuchichime....aphinde athi usatan unamanga alikho iqiniso kuye unguyise wamanga...wena wakwenza ukholwe ukuthi uzofa, so wena yigulqule lento ukholwe ukuthi uzophila ngoJesu...usatane akadalanga muntu...usebenzisa ukungazi kwakho....wena uma ungafuna uJesu ngyaku garantela ngeke ufe uzophila wena wadalwa uNkulunkulu, uyofa ngesikhathi sikaNkulunkulu....khumbula ngithe usatane uyisela, uzokweba...ngyakucebisa ngeke uzisole, ungavumi abantu bakukhohlise, now the only thing you need is your creator. ❤

    • @nhlanhlamkhwanazi4526
      @nhlanhlamkhwanazi4526 8 месяцев назад +2

      Ujesu wont help you ngendaba yokuthwala. This is purely and African thing uJesu ngumlungu. Kwabona abafundisi abanye babo batwele. Ukuthwala kungcolisa abantu abadala amadlozi. Inkolo ka Chrestu kahle yakhandwa abelungu for Africans so that they colonise them so easy.

    • @khulekanidlamini9201
      @khulekanidlamini9201 8 месяцев назад

      kahle mkhulu uJesu ngeke akusize ngendaba yokuthwala

    • @portiambimbi2589
      @portiambimbi2589 8 месяцев назад +2

      Amen Hallelujah kunjalo . Makasindiswe qha

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 8 месяцев назад +1

      Amen

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 8 месяцев назад +2

      Ngicela number yakho sikhulume mzalwane wami

  • @AnnaMoyo-sm9il
    @AnnaMoyo-sm9il 9 месяцев назад +48

    Uyindoda boy futhi angikuphe amandla ufanelwe ngumthandazo lezinto zibuye ziphelelwe ngamandla emthandazweni akusenani ukuthi uyobuye uhlupheke futhi kodwa usukhe wawukhipha umuzi wakini ekuhlupheni cela amandla kumdali uzokupha usinde Amen

    • @user-Leo774
      @user-Leo774 9 месяцев назад

      Ukhuleko angeke usize lana ngoba wanikela ngegazi lakhe😂

    • @CynthiaDube-e4f
      @CynthiaDube-e4f 9 месяцев назад

      Ngiti kuwena mfowetu iyakuyo futi

    • @zaneleprincess7570
      @zaneleprincess7570 9 месяцев назад

      Kunjalo nje inyanga enkulu ikhona la ogama layo uJESU OWANIKELA ngokuphila kwakhe ,nawe nganiyami nikela impilo yakho kuJESU uzokukhulula

  • @beautybantwini
    @beautybantwini 9 месяцев назад +56

    Lalela awudingi inyanga ngoba wafakwa yinyanga kulento....uthi uJesu awukho umbuso ongalwa wodwa ,koda uma ufuna ukunqoba...phuma embusweni wezinyanga

    • @DummyNkhosy
      @DummyNkhosy 8 месяцев назад +2

      Fuseg nojesu wakho wena

    • @mduduzinsushemkhize
      @mduduzinsushemkhize 8 месяцев назад +2

      Amasimba indaba zojesu

    • @dumisilemtshali7412
      @dumisilemtshali7412 8 месяцев назад +1

      ​@@DummyNkhosy😂😂😂😂😂

    • @nozilethusoko8637
      @nozilethusoko8637 8 месяцев назад +6

      Perfectly said! Jesus is the answer. We like it or not - Jesus will get him out of this 🤞🏻

    • @beautybantwini
      @beautybantwini 8 месяцев назад

      Ngcela ungiphe inamba yakho

  • @Khulumatv3558
    @Khulumatv3558 9 месяцев назад +70

    Yabona ayikho indlela elula empilwen, Uma ufuna indlela elula azi ukt, uzosheshe ufe, uboshwe noma uhluphekise umndeni wakho. Abantu abafunde ukbekeza nokuzama

    • @zolangxalekana6718
      @zolangxalekana6718 9 месяцев назад +1

      Iya Ku dr 2+2 bafo uzokusiza

    • @tianvanderwalt9876
      @tianvanderwalt9876 9 месяцев назад +1

      Bhuti khuleka ulinde

    • @bhojoh777
      @bhojoh777 9 месяцев назад

      Into engixaka ngo2+2 ukuthi uyayigqugquzela lento yokuthwala ethi abantu abathwale kuphoqwe izinto ngenkani kodwa uthi uyazikhipha futhi, bangaki abantu abasazongena kulento baphinde bazisole azikhiphe? Nazo lezo zilwane zizolokhu zivuma nje ukwenziwa izilima zisetshenziswe mase sekmelwe zidle seziyakhishwa futhi? ​@@zolangxalekana6718

    • @thabosifunda9790
      @thabosifunda9790 9 месяцев назад +3

      Muhle ujehova bhuti, unkulunkulu ufuna ukukukhulula , njengobe ukhonile ukuvela obala, sekusele ozivuma kujesu izono zakho. Thola ibandla lensindiso , kodwa not lawa ofashini uzosizakala i gurantee you, JesusChrist is a solution

    • @thabosifunda9790
      @thabosifunda9790 9 месяцев назад +3

      Ungathuswa ngabantu, iyagucuka le contract kasathane, ngojesu yedvwa, zinikele nawe ngenhliziyo yakho yonke, n akudingeki mali ukuthi usizakale, ujehova akusize uthole abefundisi beciniso

  • @joycemzini9514
    @joycemzini9514 9 месяцев назад +26

    Jesus Christ of Nazareth will never failed you. He will never Judge you. Baleka kuye ngane yam siwenzile amaphutha kodwa namuhla wasikhulula ngokuphelele. Uyathandwa ngamazulu 😢😢

  • @claudiamakhathini7515
    @claudiamakhathini7515 9 месяцев назад +106

    Siyacela mphathi wohlelo umbuze umuntu imbuzo,uyeke i4ne bakithi nam angilwi.

  • @thulanindlovu6567
    @thulanindlovu6567 9 месяцев назад +10

    Kubuhlungu kepha wenzela ikhaya nsizwa, uyindoda vumela isimo wazise umntwana omethembayo avikele umcebo wakho. Amen

  • @EnosMbongwe
    @EnosMbongwe 9 месяцев назад +42

    Ngibe nokuphazamiseka.ngawe.mphathi wohlelo.ungayithathi kabi siyakhana.njengohlelo olusaselisha kuningi okufanele ukbheke.kwakhe isizotha nokuthembeka. Kubabuki.nabalaleli buwu.khuluma awubi.ngapha uxhofozana ne foni ngapha.udlalisana.nebhodlela lamanzi.kudaba.olushubile.kube.ngathi.inganekwane sibonge danko

    • @salizwamakatshu-cc2mg
      @salizwamakatshu-cc2mg 9 месяцев назад +4

      Ngiyakuseka lapho User..ubhuti akanagqozi kwimibuzo yakhe ubonakala ekhathele,ayiniki mdla le Bantu TV yakhe,makafunde kwabanye azobona ukuba benza kanjani..le iyakhathalisa iyozelisa ( Ngiyamakha njalo angilwi naye )

    • @YusufKazembe-h7f
      @YusufKazembe-h7f 9 месяцев назад

      Ewu nxese qhawe lakithi kunzima langaphandle kodwa usiphile isifundo singabantu

    • @Contt-c8d
      @Contt-c8d 9 месяцев назад +2

      Ngibona ebanjwe uvalo. Noma usindwa ilombhemu😂😂

    • @NtokozoGumede-h2s
      @NtokozoGumede-h2s 9 месяцев назад +2

      Kuhle ngoba awuthwalanga ngomdeni wakho

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 9 месяцев назад

      ​@@Contt-c8dKokubili.

  • @Sbu_Bass
    @Sbu_Bass 9 месяцев назад +59

    He must be born again and receive Jesus asap

    • @amandamakinta3865
      @amandamakinta3865 8 месяцев назад

      pray
      Jesus I receive you as my personal Lord and savior,I believe you are the son of God, came in flesh and died for my sins and on the third day rose again , Jesus write my name in book of life, remove my name from book of death, I renounce satan and demons,I command them to loose grip over my life,all covenants I did in knowledge or out of knowledge I revoke them.i cover myself with blood of Jesus.I receive God Holy spirit in my life.thank you. amen

    • @quenduba6803
      @quenduba6803 8 месяцев назад

      Trust God my brother not a mere mortal He will rescue I

    • @SthembisoMahime
      @SthembisoMahime 6 месяцев назад

      😂

    • @mihlancube7611
      @mihlancube7611 6 месяцев назад +1

      come on guys you think this a joke neh 😆

  • @sazisomseyisi2183
    @sazisomseyisi2183 9 месяцев назад +23

    Dr 2+2, Gogo Dabuluvalo and professor Godo are the solution

  • @MabalefeLeutloa
    @MabalefeLeutloa 9 месяцев назад +12

    Matthew 11:28 yizani kum Nina nonke enisindwayo yimithwalo,mna Jehovah ndonininika ukuphumla,bhuti alikho okudlula uNkulunkulu Hanna uye esontweni losindiso because you need deliverance from God,and go there and have faith entliziweni yakho as uye wakholwa ukuthi this was going to help you ,AKUKHO okwehlula u Nkulunkulu, be blessed in Jesus name

  • @SisterRose-rt1um
    @SisterRose-rt1um 9 месяцев назад +145

    May the Holly spirit locate you my son, you will never die inthe blood of Jesus I hide you the devil is a liar, you will never die give your life to Mighty king lord Jesus 🙏🙏🙏🙏

    • @thulanimandisi9367
      @thulanimandisi9367 9 месяцев назад +13

      Jesus is a boy isithwala yinto yalapha Africa he can’t help here

    • @syabongamkhwanazi3373
      @syabongamkhwanazi3373 9 месяцев назад +7

      Ndab kajesu ayisebenz la sis wabantu

    • @NhlanhlaNkambule-b6f
      @NhlanhlaNkambule-b6f 9 месяцев назад +2

      Are you sure?

    • @thulanimandisi9367
      @thulanimandisi9367 9 месяцев назад

      @@NhlanhlaNkambule-b6fyes Jesus just failed to help him self isthwalo yinto yalapha eAfrica lendoda idinga umntu womoya onamandla angaphezulu kwayoyonke imimiyo ekhona emhlabeni nase Manzini umntu oyinkosi yomoya not loxam onguJesus

    • @njayibhoza
      @njayibhoza 9 месяцев назад +5

      Tli tli tli😂😂🤣 so you think Jesus can save him from isthwalo?😂

  • @SweetyVundla-qj1ov
    @SweetyVundla-qj1ov 8 месяцев назад +6

    Kuyokusiza ukuthi uzinikele kuJesu ngoba uma sewudlulile akusekho ukuphenduka
    Akukho okunye,konke loku kuyadlula angenke nje uze ungene nako egodini.
    Munye umlamuleli Jesu Kristu waseNazareth Amen&Amen

  • @linsimsims3631
    @linsimsims3631 9 месяцев назад +18

    Ngyishangane elizalwa intombi yomzulu but ubaba uyi Portuguese. Im proud of myself and my family. Hey bhuti the way you said "iShangane ngempela" it shows ukuthi you need not to be umsakazi. Dont be racist because i podcast yakho ilandelwa na umuntu ozalwa inhlanga ezihlukene.

    • @ThuliNtjobokoane
      @ThuliNtjobokoane 9 месяцев назад +1

      Manje wena awufuni ukubizwa ngo hlanga lwakho?. Lomuntu akekho racist nje atleast ithi tribalist

    • @NtuthukoNdwandwe
      @NtuthukoNdwandwe 9 месяцев назад +1

      Ishangane or iswati or inzule akukho racism la guys kahleni ngamatshe😂😂😂

    • @WitnessNxumalo
      @WitnessNxumalo 9 месяцев назад

      La kukhulunywa ngolunye udaba wena uqala olwakho....

    • @anelehelen43
      @anelehelen43 9 месяцев назад +1

      Ishangane yishangane uMxhosa ngumXhosa uMzulu nguMzulu manj badlulula kuphi lapho

    • @sydneymanyike4298
      @sydneymanyike4298 9 месяцев назад +3

      Umshangane not ishangane jengoba usho kuth NguMzulu not Inzula

  • @ZinhleLubelo
    @ZinhleLubelo 4 месяца назад +5

    Hhai bhuti I respect you because awuthwalanga ngegazi lomndeni wakho sengathi ungaluthola usizo mfethu😢

  • @sfisomthembu5732
    @sfisomthembu5732 9 месяцев назад +16

    Yekela izinyanga mfowethu ngeke zikusize ...only jesus is the answer...awukhokhimali thatha impilo yakho uyibeke ezandleni zakhe...kuyophela 7 yrs udlule ngeke bawuthathe umphefumulo wakho ,,,bayamsaba u Jesu

    • @Lindokuhle-g1x
      @Lindokuhle-g1x 9 месяцев назад +2

      uzomtholaph bcz naba bathi bayathandazela bathwele nabo

    • @bhojoh777
      @bhojoh777 9 месяцев назад

      Uzomthola kuPortia Mohau unechannel ethi MY JOURNEY FROM DARKNESS TO LIGHT. Wayeyisangoma esithakatha strong futhi wasizwa uJehova ngegazi likaKristu. Le yezinyanga lutho akakhohlwe, only the blood of Christ can buy this man's life.

    • @zukiswamdlombana7193
      @zukiswamdlombana7193 9 месяцев назад

      Really, only Jesus can buy your life back , can bring back your 7yrs and many more

    • @LindeniMashele-bl1oi
      @LindeniMashele-bl1oi 9 месяцев назад +1

      Jesu ningamsukeli akukho azokwenza ..ujesu idlozi lama Juda elazifela kudala alazani nezithwalo

    • @noziphomaluka7143
      @noziphomaluka7143 9 месяцев назад

      Vele 😂😂

  • @ZamaswaziMelody
    @ZamaswaziMelody 8 месяцев назад +4

    Yoh cha ngeke umphathi wohlelo ngeke please focus ubusy ne 🎤 futhi inomsindo wayo 😢

  • @SindisiweNgubane-ly2fy
    @SindisiweNgubane-ly2fy 4 месяца назад +1

    Hmmmmm kubuhlungu kuthanda kakhulu zinto eziphuthumayo sizokhuleka nawe zinikele Nkosini zokusiza😢😢😢😢

  • @jabuhzamah5016
    @jabuhzamah5016 9 месяцев назад +10

    Ngabona ubaba uBhungane wakwi revelation African spiritual church of God ,ekhulula isthwalo mahhala n kwakungesisuka khona le klamazwe angale👏

    • @TinaMoyo-ne5tb
      @TinaMoyo-ne5tb 9 месяцев назад

      Yebo uyabakhulula abantu uRadebe,mahala futhi🎉sibonge kwiMboni yakwantu

    • @LindeniMashele-bl1oi
      @LindeniMashele-bl1oi 9 месяцев назад

      Kunjalo akaye ku baba u rhadebe

    • @SbongileVellem
      @SbongileVellem 9 месяцев назад +1

      And ngisonta khona ngyazi uyabasiza abantu abathwele

    • @Sheesh-b7m
      @Sheesh-b7m Месяц назад

      Hawi, kanjani ethwele kwayena 😂😂😂

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 9 месяцев назад +11

    🤣🤣🤣🤣unamaaaaanga lo…Yaz futhi. Waxoxelwa ukuthi khon into enje…ave nisenza izithipha

    • @SAMATHONSI
      @SAMATHONSI 9 месяцев назад +1

      😂😂😂 Ayi nami angthembi bhuti

    • @osiniqt3957
      @osiniqt3957 9 месяцев назад +2

      @@SAMATHONSI unamanga,uma ubuka ubuso bakhe nalento athi iyamhlupha,akuhlangani

    • @ntokozolucky3600
      @ntokozolucky3600 9 месяцев назад

      NAMI ngiyabona

    • @sandileximba5650
      @sandileximba5650 9 месяцев назад

      Mhlampe ufuna trade

    • @NomondeNdlovu-cd8xo
      @NomondeNdlovu-cd8xo 8 месяцев назад

      Ukudabukisa nokukhala ngeke kumsize uyasazi isivumelwano. Asenzaa

  • @NothandoZungu-y8g
    @NothandoZungu-y8g 9 месяцев назад +5

    Ngabona ubabuGodo ekhuluma nomsweli kwamhlabuyalingana uyasiza ezintweni zezithwalo noma ke yena wayekhuluma ngezigubhu but hlampe engakusiza nkosyami ngathi ungasizakala inhlupheko 😭😭😭😭😭💔

  • @thokothubana6146
    @thokothubana6146 8 месяцев назад +6

    Inyangenkulu ikhona ogama layo linguJesu. Yamukela iNkosi uJesu bhutiwam. Zithobe uzinikele kuJehova, ngeqiniso nangempela uzawukhululwa kulamaketanga. Okungenzeki ebantwini kuyenzeka kuJehova. Amen.

  • @phumlanisimelane810
    @phumlanisimelane810 9 месяцев назад +34

    Kanti bafwethu nifuna eyithwalweni ngoba syaphila noma sisokola kodwa asinazo izikinganjengan. Niyifunan imali enganijabulisi, bukanje thina nango 500 syahabula. Bafwethukahlen akesizithande siyekelento ai

  • @noziphozimase170
    @noziphozimase170 9 месяцев назад +5

    Awu mfethu ngaze ngabuhlungu 😢😢😢 ukuhlupheka kunzima 😢😢 sicela part 2 uma sesizakele

  • @mphiwacharles3800
    @mphiwacharles3800 9 месяцев назад +10

    Wawungwkw mfwethu utholelutho ngoba u ANC waletha amakwerekwere Kwabe kuphelile ngathi ,umsebenzi ukhona SA inkinga yileziphukuphuku ezithi makugcwaliswe amakwerekwere

    • @bonganimbixane9224
      @bonganimbixane9224 9 месяцев назад

      Well said my man, you can say that again

    • @SbongileMotshegwe
      @SbongileMotshegwe 9 месяцев назад

      When someone is asking for help, I think the right thing is to give guidance. Dying in this state means eternal condemnation. This is not God's will for anybody.

    • @mpumemtebeni979
      @mpumemtebeni979 9 месяцев назад

      PhindeleMozambique

    • @CollenMutsera-ge3wm
      @CollenMutsera-ge3wm 9 месяцев назад +1

      Msunu ikwerekwere unyoko

    • @Reality-s7s
      @Reality-s7s 9 месяцев назад

      The very same kwerekwere you went for ukuthwala. Stop being tribalist is a turn off. Same goes to the present. What is ishangani, izulu he is then. Please try socializing you will get to learn that there is so many nationality out there. Hu Mshanghani humuntu not intoo. Don't think you need me to subscribe proud Shangaan. Clearly your channel is for specific tribe where u call people names.

  • @SibusisoKhumalo-h7d
    @SibusisoKhumalo-h7d 3 месяца назад +1

    Hamba uyobikela shembe NYAZILWEZULU uyena kuphela ongakusiza akekho omunye 🤞🤞🤞🤞

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 9 месяцев назад +5

    Ai rest in peace in advance bhuti,nina bantu nihlulwa umhobolo greedyness,anikwazi ukulinda, zinje ke zinto ezisheshayo.

  • @mbalenhlengcamu7714
    @mbalenhlengcamu7714 2 месяца назад +1

    Host ngathi iphazamisekile kukhona ekucabangayo, you would swear iyona enenkinga, i hope seyi improv(ile) story is educational and fascinating inkinga i host bakithi😫, bhuti ngathi ungathola usizo usifundile isifundo sethembe uJehova akusize.

  • @preciousmosotho
    @preciousmosotho 8 месяцев назад +7

    He doesn't look worried, that suprise me

  • @Bomikazi-q6c
    @Bomikazi-q6c 13 дней назад

    Bhutam into endiyithandile ukuthwala ngawe wasindisa umndeni wakho 🙏yanga uthixo akusize uphume kulesisimo ndikufisela impumelelo

  • @vistom5784
    @vistom5784 9 месяцев назад +26

    Okunye engabe ukubuzile ukuthi imali ingena ndlelani kumfowethu

    • @phumzilemaxwell532
      @phumzilemaxwell532 9 месяцев назад +1

      Hi umfowethu lo uyile yini uyokubonga ekubeni zihambakahle izinto zakhe?

    • @florinamaphela7024
      @florinamaphela7024 9 месяцев назад

      Sorry my brother

    • @AmeliciousZulu
      @AmeliciousZulu 9 месяцев назад +1

      Angithi u busy ne phone ...akekho nje kwakulento ekhulunywa lana ay waze wangidina

  • @mlungisinene9457
    @mlungisinene9457 7 месяцев назад

    Mfwethu impolo yaka Nkulunkulu, nikeza impilo yakho ku Jesu Krestu. Noma ingaba khona inyanga engaku siza, usizo liyoba temporary. Okwakho biza igama lika JESU Krestu negazi lakhe oyisi qalo nesigqino 🙏

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 9 месяцев назад +9

    phindisela imali yenyanga uyitshele ubuyisele eyakunika kona ubuyele esimeni sokuneliswa ilokho onakho vele inzuzo yomhlaba iyadlula kusizani ukuzuza izwe lonke kodwa ulahlekelwe umphefumlo vwakho usufile mina mtanami ngithi vyamukela ukphila impilo ephansi ukuze kwehle nobuthongo ayi lezinto zabathwalisi ezizokuqhatha nonkulunkulu zifuna igazi kholwa ngane yami uthixo akadingi nokuthi uthwale he is va provider

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 9 месяцев назад +4

      Akuhambi kanjalo thathile thathile

    • @bennymgudie7762
      @bennymgudie7762 9 месяцев назад +1

      ​@sabeloshabaninjaloe6433 no majikisana

    • @ceedee7779
      @ceedee7779 9 месяцев назад

      Only Jesus can help you with this my brother, I'm sorry for the trap you got in. But Jesus can help in your problem. Try Him trust me

    • @ThandazileMsweli-sl6wf
      @ThandazileMsweli-sl6wf 8 месяцев назад

      Angeke aphume asaphila😅😅le ngoba kuthiwa le ubona nalaba obaziyo okwathwalwa ngabo thina sazi ukuthi bafile kati bayaphila le UJESU kuphela ongamsiza

  • @sandilezulu777
    @sandilezulu777 9 месяцев назад +5

    i risk engaka what if leyonkukhu ivele idle umbila owodwa 1 vo nayo iziphathelwe inhliziyo emnyama😂🤣🤣 shuthi uyoceba lowonyaka owodwa cz awube usahlehlisa as mft esho aiii ngeke bafowethu asikuvumele nje ukuhluoheka kwethu but one day siyoze siphumelele ngokomdali🙏🏽

  • @XolisileBeauty
    @XolisileBeauty 9 месяцев назад +4

    Kurty kewena wenzakahle wathwala ngempilo yakho ai idlozi

  • @ntombifuthiphyllis2203
    @ntombifuthiphyllis2203 5 месяцев назад +3

    Lomsakazi uyabhora ningaphinde nimlethe Lana suka

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 9 месяцев назад +19

    Kodwa wawukhethe inkukhu kuyezwakala wawukwesaba okunye sengathi unfasizakala

  • @doctormthokozisimnguni2945
    @doctormthokozisimnguni2945 9 месяцев назад +1

    Yinganekwane ke lena 😂😂😂😂😂😂 hubhu hubhu kabhejane.

    • @NomceboMbatha-zi3rp
      @NomceboMbatha-zi3rp 9 месяцев назад

      😂😂Mina angaz why ngamkholwa 😂🙌🏻😭

    • @doctormthokozisimnguni2945
      @doctormthokozisimnguni2945 9 месяцев назад

      @NomceboMbatha-zi3rp awenzanga phutha sontshikazi, ngendlela aluchaza ngayo udaba lwakhe ungamkholwa. Ukube uthwele ngempela ubengeke aluxoxe udaba lwakhe njengoba enza, kanti futhi nangendlela abukeka ngayo azikho izinkomba zokuthwala.
      Iyinkinga lento yokuthwala ngoba iyasishintsha isimo odalwe uyiso uphile impilo entsha ezohambiselana naleso sithwalo.

  • @jabuliledlamini1036
    @jabuliledlamini1036 9 месяцев назад +4

    I salute you guys you are very brave because so many people have done it but you want to taste richness

  • @ThembisileSibiya-g5q
    @ThembisileSibiya-g5q 7 месяцев назад

    Engingakusho ku bhuti ngcela aye ethekwini ku king Somnala uye ongakukhipha kulento ukhululeke nomphela konke kuhle ngawe sukhululiwe 🙏🙏🙏🙏

  • @TheyloveP
    @TheyloveP 9 месяцев назад +3

    My brother inyanga ungayithola kodwa kwayona yizofuna umhlabelo thathu Jesu thola umfundisi okholwa nge giniso u Jesu akafuni mhlabelo ufuna wena uzinikela phuma ezinyangeni mtanam

  • @StingerBeetheDreadlocksDokta
    @StingerBeetheDreadlocksDokta 7 месяцев назад +1

    😂😂😂R.I.P in advance my brother 😂😂😂 you failed to find something to do

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9wo 9 месяцев назад +6

    Iyahlekisa le yokuthwala kwezingane😊😊😊😊😊

  • @YonelwaLetlasa
    @YonelwaLetlasa 8 месяцев назад

    Khuleka bhuti unkulunkulu akahluleki please ngicela umethembe u jesu uzosinda uzoba nobufakazi ngelinye ilanga i pray to God to protect you 🙏 ❤️

  • @KholiweNsundwane
    @KholiweNsundwane 9 месяцев назад +10

    eThe Ravelation Spiritual Home ikhona lawungatholakhona usizo mahala.ubabu Hadebe uzokunceda.sekukuweke kuthi uyaya yin ngeke akukhokhise cent.uyake inkulumo ezingekho ozotshelwa abantu uyayaz inkinga yakho

  • @MoralityNgwenya
    @MoralityNgwenya 9 месяцев назад +17

    Mfowethu ngiyesaba ukukusho lokhu ,isithwalo secontract asireveseki nxese mtakababa

  • @TsabileSnethemba
    @TsabileSnethemba 9 месяцев назад +5

    Nkulunkulu ohlolisisa inhliziyo yawonke umuntu uzoyenza icebo, akulula ukulwa lempo koda kukhona usizo azoluthumela

  • @sanelejele1748
    @sanelejele1748 9 месяцев назад +9

    Manje nase nifana kangaka ne guest 🤔🤨

    • @Godswillmpofu
      @Godswillmpofu 9 месяцев назад

      😂😂😂😂😂😂😂 Kodwa wena

    • @sanelejele1748
      @sanelejele1748 9 месяцев назад

      @@Godswillmpofu uhlekani mfethu 😩😩😂..people can do anything for views 😂

    • @WelcomeMlangeni
      @WelcomeMlangeni 8 месяцев назад

      N bafana lokhu kwangempela yazi

  • @MeredithMyeza
    @MeredithMyeza 7 месяцев назад +1

    21:35 Ubhuti akakhombisi kodwa ukuthi uphatheke kabi. He is just telling a story. I wish the presenter could have asked more questions😢😢

  • @phokelemahlako-yw5jo
    @phokelemahlako-yw5jo 9 месяцев назад +5

    7 yrs it's too much, you are Soo lucky my brother

  • @busisiwezondi-fc1gy
    @busisiwezondi-fc1gy 9 месяцев назад +1

    Good evening Xolani,into engakusiza uphume kulento udinga umkhuleko we deliverance as a chain of prayer.I can advice you to join us on Fridays in one of our Universal Church branches and receive a counselling from the pastor. Iyasiza kakhulu lenkonzo.

  • @NdumisoNdebele
    @NdumisoNdebele 9 месяцев назад +6

    Uzokufunda ngoba uyathanda ukuxoxa izitori mfethu,bt akufani stori sakho siyafundisa

  • @NkazimuloNdlovu-cx4og
    @NkazimuloNdlovu-cx4og 9 месяцев назад +5

    Idla imali ungalali ulinde usuku lwakho lokufa mfana 😂😂😂😂😂😂

    • @mamasango2157
      @mamasango2157 5 месяцев назад

      😂😂😂

    • @SnethembaPride
      @SnethembaPride Месяц назад

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @Sheesh-b7m
      @Sheesh-b7m Месяц назад

      Aw ngempela ngoba akekho oyosala agade amaliba, noyischaka vele kwayena usazofa

  • @karinadiar
    @karinadiar 9 месяцев назад +35

    It's better to suffer than rushing for ukuthwala because you will be enjoying life but once you passed on your family will suffer more sebejwayele smarts, better life

  • @KHETHUKTHULAHlobsile
    @KHETHUKTHULAHlobsile 7 месяцев назад

    Bhuti mine ngokwami ngibonga ukuphemela kwakho ngaphandle .ulubike udabalwakho ,unkhulunkulu akusize Xm kulenkinga yakho onayo AMEN 🙏 hallelujah 🙌.

  • @thuladumakude2511
    @thuladumakude2511 9 месяцев назад +10

    Inkinga ngale contract kabafo uma iphela esefile naye uzophendulwa ayosebenzele abazofika bezofuna isithwalo

    • @kingdick9210
      @kingdick9210 9 месяцев назад

      Kungcono yena uzoshiya umndeni waakhe utyebile yena makonele kukungoneli okukumfikeleyo

    • @qoako9695
      @qoako9695 8 месяцев назад +1

      @@kingdick9210 Doesn't work like that mfowethyu, isithwalo sisebenzela umuntu othwele kuphela, ezilethwe sis'thwalo ziyahamba nomuntu wazo! Lomcebo lowo uhamba naye lobethwele.

  • @portiafafi2655
    @portiafafi2655 2 месяца назад +2

    Daniel 9:1 to 19 and 7 days fasting 16 hours per day ...bible of 15 century for his only NAME...SHALOM

  • @TrustyAgastro
    @TrustyAgastro 9 месяцев назад +33

    Yoo kunzima bafethu impilo iyabiza ngeke sikusole mfo inzima impilo

  • @khanyamathonsi9891
    @khanyamathonsi9891 9 месяцев назад +1

    Ikhona inyanga engiyaziyo engakusiza,ayehlulwa lutho,ayikhokhisi nesenti,igama layo nguJesu Kristu waseNazaretha.Ngiyakuqinisekisa ngeke akulahle,ngeke akudele.Thola umfundisi thizeni osindisiwe akusize ngaleNyanga.

  • @MongeziSiphelele
    @MongeziSiphelele 9 месяцев назад +5

    Mkhaya awuzame uMgcwabo uyahlehla eNewcastle

  • @OlwethuMncwango-pg9vc
    @OlwethuMncwango-pg9vc 2 месяца назад

    Hawu umbila owu7😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 ngangizoquleka khona lapho
    "Amahloni kimi"😂😂😂😂

  • @KhosiMhlongo-yi7ys
    @KhosiMhlongo-yi7ys 9 месяцев назад +6

    May God help you my son

  • @mwnn3293
    @mwnn3293 3 месяца назад

    May the merciful God grant you more life my brother.....amen

  • @lindamanyoni2006
    @lindamanyoni2006 9 месяцев назад +5

    Nxese nkunzi nawe ubuzama kodwa nazo lezinkukhu abazidlisa umbila zisetshenziwe ngomuthi ngeke zidle umbila omningi ngoba baku bsns labantu zicosha wona umbila omncane ukuze nawe usheshe ufe uhambe uyosebenzela abanye

  • @NontuthuzeloDube
    @NontuthuzeloDube 8 месяцев назад +1

    Watching cape town I Bible ithi time to came kuzovela izinto nge into ezosabekayo naba mprofet bobu menemene yimikhovu la inyoka la kwenzakalani in life

  • @DeliweGrace
    @DeliweGrace 9 месяцев назад +5

    Bayazana nalenyanga lobhuti bowhamba naye

  • @SoccerBallerZ-home
    @SoccerBallerZ-home 7 месяцев назад +1

    He took the oath and given few years like Juice Wrld, Xxx Tentacion 😭💔 God save them

  • @comfortlu
    @comfortlu 9 месяцев назад +5

    I can pray for you and it’s for free. Be rest assured you will be free from these bondages.

    • @thabonkuna7298
      @thabonkuna7298 9 месяцев назад

      Pray for me to have money before trying to pray for him to be released from that contract

    • @NwabisaChiya
      @NwabisaChiya 8 месяцев назад

      In the name of Jesus

  • @ANM-xi6on
    @ANM-xi6on 5 месяцев назад

    Long live ngoba ubuxolele ne contract leyo mawuncedakale wethu usemncinci le competition Uhambe ke ngala mandl unawosusamehlo kwinto zabantu😊😊😊

  • @ViweQuza
    @ViweQuza 9 месяцев назад +5

    Vele uyeke ukukholelwa lenqalo in the first place....uzofa xakuthanda unkulunkulu

  • @sinqobilekhumalo3383
    @sinqobilekhumalo3383 3 месяца назад

    😂😂 This is a contractual dispute. Contact your lawyer. 😂😂

  • @nkosingiphilealfa2104
    @nkosingiphilealfa2104 8 месяцев назад +14

    The PRESENTER💔🚮🚮🚮🚮🚮 🚩

  • @FakazileNtwakumba-yr2om
    @FakazileNtwakumba-yr2om 6 месяцев назад

    The story was interesting mara hey.... Waza wabhora umsakazi bandla wheeeeeee~nkosyam 😢

  • @zukiswabanzi2557
    @zukiswabanzi2557 9 месяцев назад +9

    UYesu bhuti angakuncenda kakhulu😢

  • @HLENGIWEKELLINA
    @HLENGIWEKELLINA 4 месяца назад +1

    Iyabhora le show umuntu akabuzwa ngani imibuzo ezosiza umuntu osekhaya

  • @sfisomthembu5732
    @sfisomthembu5732 9 месяцев назад +6

    Only jesus can help you....mukela uJesu mfowethu uSatan uyakhothama kuyena

  • @Sanele_Masango
    @Sanele_Masango 8 месяцев назад

    Khuphula confidence mphathi wohlelo you have potential don't let your guest outshine you in your own show usincishile imibuzo ebalulekile

  • @NathiMathenjwa-st8sh
    @NathiMathenjwa-st8sh 9 месяцев назад +8

    UMKHWANAZI EMTUBA KWAKWILIZA UYE INKUNZI ENGAKUSIZA KUNZI. I LEGEND LEYA IYAYAZI IMPANDE.

    • @nikiwemtshali8121
      @nikiwemtshali8121 9 месяцев назад +1

      Naba abantu akakwazi uksiza umuntu amaconments amaningi a-useless kusizani ukugxeka umuntu efuna usizo engabulalanga muntu

  • @SkhumbuzoKubheka
    @SkhumbuzoKubheka 7 месяцев назад +1

    Yooooo ingabe kuphi nenqutu usizela ngomkhuba omubi fire😪😪😪

  • @ThembaMamba-j9p
    @ThembaMamba-j9p 9 месяцев назад +4

    Usizo uzolithola ku DR sithole emnambithi

    • @khayamusic3504
      @khayamusic3504 9 месяцев назад

      Ukuphi lowo Dr no Mnambithi udume ngani?

  • @ndivhosmall
    @ndivhosmall 2 месяца назад

    I jesu uthi, Ukthwala hi mademoni 😂😂😂😂😂

  • @zaneliswamaphanga9810
    @zaneliswamaphanga9810 9 месяцев назад +9

    Thatha uJesu

  • @aviweanita4939
    @aviweanita4939 8 месяцев назад +2

    Yho ngingaba umfundisi same time😢😭😭😭

  • @ericssonncube
    @ericssonncube 9 месяцев назад +4

    Umuntu uyaphekqa ngemibuzo we mfethu nje ngokuthi imali beibuyaphi kanjani.nathi sifuna ukuyozama.lomfo wabo bebehamba naye wenzanjani yena?

    • @kingdick9210
      @kingdick9210 9 месяцев назад

      Ewe man umphathi nqubo hay usi failile nathi sifuna uyozvela

  • @MaureenQwesha
    @MaureenQwesha 2 месяца назад +1

    I wish if you can get help have faith I feel your pain and will put you on my prayers. I know we do things and regret them later bt because we want to improve our living conditions that's why we ended being in trouble. Don't lose hope maybe you will find help now that you came forward. Good luck.

  • @jobesithole5590
    @jobesithole5590 9 месяцев назад +5

    Ayi, abantu benza izinto la ngaphandle Bazi kahle umphumela wezenzo zabo. Athi umuntu esexakekile azokhalela abantu angabazi la kwi intanethi. Abafokofe bonke labantu mani. Ngidineka kabi. Cishe ishanela ka You Tube yesithathu le esibikela ngalabantu abaxakwe imisebenzi yabo yobumnyama. Nxa !!

  • @TheBestNobbie
    @TheBestNobbie 9 месяцев назад +2

    Sacela umphathi wohlelo ayeke uku hoster mayezoba busy nge ffoni akahloniphi nje nhhlobo

    • @BantuTV_ONE1
      @BantuTV_ONE1  9 месяцев назад

      ruclips.net/video/s9zdWSF8InY/видео.html

  • @thabanintombela4187
    @thabanintombela4187 9 месяцев назад +4

    Hhhhhh komele uxhumane no baba Mfanafuthi mkhwanazi emtuba uyena ongalungisa lesimo

    • @KhombisileZulu
      @KhombisileZulu 9 месяцев назад

      Mmmm usholo kuthi mft engasizakala eMtuba ngempela ibuhlungu lento yakhe but at least akamoshanga emndenini wakhe wazifaka yena uqobolwakhe sengathi engasizakala nje unonembeza wayengaqonde kuganga❤

    • @kingdick9210
      @kingdick9210 9 месяцев назад

      ​@@KhombisileZulu😊

  • @TinaMakalima
    @TinaMakalima 2 месяца назад

    Ey mfethu !hayi bo !! Imali le yindaba enzima ,U Jehova maka sisize sibekezele kuloko esinakho nome kukubi singade sizi sayine kuSathane , ngoba lezizi to zina consequences. .Bese lento isele nawe. I kunkinya entliziyweni .ungalali unexhala lokufa .kunzima🙏🙏🙏

  • @Aneliswanana
    @Aneliswanana 9 месяцев назад +4

    I wish you can get help

  • @OlwethuMncwango-pg9vc
    @OlwethuMncwango-pg9vc 2 месяца назад

    Mina ngabe angihleki nkosiyami 😢😢😢😢😂😂😂haiybo wena uyavaya moss

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 9 месяцев назад +11

    Eyyy kwaze kwanzima mfana wam nalapho wawungazenz kwakuysimo kodw asthembe uzolthola usizo ngikfisela inhlanhla

    • @musawenkosinkosi7743
      @musawenkosinkosi7743 9 месяцев назад +2

      Kabuhlungu ukubona umndeni wakho uhlupheka phambi kwakhe uyindoda

  • @thandekabhengu1779
    @thandekabhengu1779 8 месяцев назад +2

    Presenter try to show interest in your guest and engage with them you are letting the viewers down.

  • @Madoda-g2k
    @Madoda-g2k 9 месяцев назад +3

    May the power of God be with you. Bengicela mfowethu uphuthume uxhumane no mfundisi u john anosike uzothola usizo nakanjani