Sbusiso unamanga bakhubo bathi vele he was abusive in all his relationships and the child is his own child and at first he tried with the car 🚗 to get rid of Ntobeko he is lying on everything
Lento ayenzile u Sbu angiyincomi futhi ayikho yinhle, ngiyakwazi ukuhlukunyezwa ngumuntu wesifazane, ngikwazi kahle. I lost everything through umuntu wesifazane
Le ntombazane ukuba ayibuyelanga izohlukanisa uSbusiso nentombi yakhe ngabe ayifanga....uzamile uSbusiso to move on hhhayi kodwa Nontobeko she brought this to herself elandela uSbusiso esephumile kuye😢
Please Subscribe n Like always
Inzima lento ngoba sbusiso bese move on wamonela futh kumuntu wakh mina bengzozama again uku move on ngingamubulali
Inkinga umthetho awububoni ubuhlung bokuhlukumezwa kwethu madoda
Usho yona makwakhiwa umthetho wekuvikela bafazi bodwa.
Idliso liyasebenza endodeni ngoba UCC uyabonaka ukuth bekenza bathatha kubhuti ubhuti evuma konkhe ngenca yedliso bocc nisazofa ngedliso🤞coz niyasidlisa nitjele lemithi yenu kuthi nifuna sihlukaniswe wukufa after that kube Tina bafazi futhi eningasasifuni so ngoba ledliso liyazenzela lenza into owayisho mawulifaka kumfana avele akubulale angithi kusebenza ledliso
True bakithi nathi singabesifazane asenzi kahle
Ngempela
Ayi kubhlungu kakhulu ncese emndenini wakuboSbusiso kudlaliwe ngabantu besilisa 😢😢😢😢😢😢
Wena ubungenzenjan umuntu akhlukanise nomuntu wakho ekbeni yena ebheda,Amadoda ngithi ahlukumezekile, ngeke sakhohlisana ngalapho, Lento ihlangene nomuthi ungamthanda kanjani umuntu wazi ukuthi ukfebelile wayoZala ngaphandle ujike umthande nayelongane awboni ngane ukuthi kwakumuthi wona loyo ngoba kwakfanele bahlukane kwasekqaleni ,Rip ,Bhuti useyokxolela uNkulunkulu ukuthi awkwenzanga ngenhloso okwenzile kodwa ukwenziswe ukudinwa,😢😢😢😢😢😢😢
Ngyabonga Dudu wahlala emagameni ami ,Inedliso phakathi lento bo😢😮😢😮
Ahlukumezekile Amadoda. Can you imagine ondle ingane okungeyona eyakhe. Ngempela uhlukumezelile lobhuthi wabantu..Amadoda awathathwa seriously Enziwa iziphukuphuku ngempela
But lokho still doesn't give him the right to unalive the girl😢
Lo cc umxhaphazile lomjita ubemenza inyoni yakhe mina angikusoli brayam ulale ngokuthula laphukhona
Usizwile is tori kahle njangoba ethi ubezothola imali karaf kanti uye lobhuti owashayisa ucc ngemoto basebobhalisa lemali bobabili kahle locc ubehlukunyezwa
Yimbi nje yonke lento Nkulunkulu wam
Sorry bhuti wam, udladlile kodwa losis naye ngawe dudu emndenini yombili
Sbusiso unamanga bakhubo bathi vele he was abusive in all his relationships and the child is his own child and at first he tried with the car 🚗 to get rid of Ntobeko he is lying on everything
@@HlengiweNgcobo-qf8vihayi akasho njalo uchaza ukuthi umxhumanise wamfaka emnyango yabantu abazomsiza kuphume izimali za RAF hay lento oyshoyo
Ayahlukunyezwa amadoda ... N isono bakwethu....awakhulumi.... Abesifazane bayadlala ngalabantu....🤞🏽🤞🏽🤞🏽
Amadoda exinisweni atwele nzima no hulumeni unesandla ekuxindezelweni kwamadoda Kona kubuhlungu akwenzile kodwa inhliziyo ayiphakelwa🧔💔👩❤️👨🗑️👎
Yekani ukuhlukumeza amadoda bantu besfazane indoda ikwenzele yonkinto besuyenza islima azonibulala amadoda Musa ukudla imali yendoda muwazukuthi awuyithandi coz usuke umxhaphaza loyomuntu weslisa
Kodwa abangakubo bayasho ukuthi ubhuti uye obehlukumeza ucc ngoba lemali kaRAF akhuluma ngayo uyena ubhuti owashayisa ucc
Kanti futhi
@HlengiweNgcobo-qf8vi why bangazange bavule case ukuthi wuye wamshayisa?
@mantoletsima8490 ngaze ngawuthanda umbuzo wakho cc wayengambophisi ngani memhlukumeza
@@mantoletsima8490what a nice question.....why ngempela
Eyyy khona kunzima 🇿🇦 abantu besfazane bayaxhaphazana lana 🇿🇦 kunzima ukugwema intukuthelo mase ucabanga ama sacrifise owenzile for umuntu ogcine ekuzwise ubuhlungu
Aku funeki uthande omnye umntu, ukwe dulla wena....
Usile lo cc naye ube Rong kakhulu uhlukanise u sbusiso nentombi yakhe ma eqeda uyamlahla
Inkinga la uhulumeni wethu uthatha i side labesifazane. Akwenzayo akafuni isisusa esenza amadoda abenje. Ushada umuntu engenaluthu maqede ehlulwe ukuziphatha. Ngoba uyazi uno 50 percent ibuhlungu
Ay nan mantombazane niyabachutha abafana maseniryt nibayeke. Nibe nibadlisile
True
Iqinisile bayadlisa qede badlale ngawo
Umuntu wesifazane uyipoison singamadoda sisebenza kanzima senzela bona kodwa indlela abasibonga ngayo ibuhlungu 😢
Ya bo lesimo lesi ungasiphenduli uma ungakaze ubhekane naso, angithi kuhle kodwa linda ufike kuso sesiyozwa ngawe, kubuhlungu khona
Mina akekho noyedwa umuntu weslisa engake ngamsola if ebulele umuntu athandana naye coz lesisimo ngyasazi ey kuningi bo ongasazi athule crc 🤞
CRC bra 😢
Lutho nje nani madoda niyizinja kufike kuqale Nina nenze ubunja kithi bantu besifazane if usu pay revenge kube ngathi seniyasukelwa la asilazi iqiniso so asingaphawuli lutho
Nifike nenzelwe izinto nigqokiswe nipende nobuso benu nidle ukudla kwethu sinifindise bese nipheya yiph rivange?Nina baning abafethu abasemajele ngenxa yenu nibaqambele amanga.abanye niyabashisa kodwa anibishwa.kant koze kubenin nenza lento yenu.uberyt ubafo Uma ethi ongakaze aqondane nalento engaphawuli cz sisebenza kanzimakabi sizama ukuletha injabulo kubantu besfazane bese nizibona nisile
@@sfisohlophe6185 Hlophe okwenziwa kith singamadoda kunzima. Uma uya emthethweni kuthiwa bonisanani ngeke uhlulwe umfazi , bafo nathi singabantu kubuhlungu, asikhulumi sinjalo nje siyathula bese senza, uzobezwa ke okungakaze kubehlele bayokhuluma. Kodwa ngithi abakulindele ngolunye usuku umuntu uyosthatha isinqumo esith asifane nalesi. Futhi bayasidlisa sigcine singasazicabangeli ngokwethu
Sibonge ukuthi wenze ividoi ukuze kwaziwe bafelani ngoba abomndeni basala benembuzo ukuthi bekubangwani
Ai lentombazane imhlukumezile uSbu💔💔...May his soul RIP🙏
Ukulwile ukulwa okuhle ndoda lala ngoxolo
Laba ababuza ukuthi bekutheni Ukuthi aze ambulalale impendulo angazi noma yingoba ngingaya I yini impendulo ubeyisebenzile ingane yabantu losisi eyisebenze ngomuthi ukuthi ibe isiyoyo sakhe ukuthi adlale ngaye ayixhaphaze Umuthi uyajikake. Usisi ujikelwe umuthi wakhe wavele wenza umfana ukuthi aphenduke isilwane
Amanye amantombazane agcwele ububi bokhlukumeza amadoda athi umuntu ngfuna ukumenza islima aze abone lokhu okwenziwe ucc klobhuti kubi kodwa bekungamele ambulale bekfuna ahlukane naye unomphela angamvumeli abuye empilweni yakhe
Kungenzeka kukhona into a yenza lontombazane uyamala uyamubuyela usephinda futhi uyamala, imiphefumulo yabo ayiphumule iminden iduduzeke
Rip sbuda 😢😢abantu besifazane bathandana kabi sekahlukene nomuntu wambona sekanomuntu uyabuya azohlukumeza lendoda nawe galfrnd entsha
Lalani ngoxolo ngane zami uJehova owaziyo ngan akfanele sinahlulele engazuthi imiphefumulo yenu ingaphumula ngoxolo noma kunzima okwenzekile nemindeni yomibili mayesulwe nguJehova lezonyembezi
Matombazana yekani ukuhlala ngabantu because ubuhlungu BO muntu omthayo abuhlule😢😢 yhooo mantombazana namhlukumeza umntu yhooooo
Saze Sathwala kazima Singabesilisa 😢😢Kwabomthetho nomongameli Siyaniqela nisibonelele Kulekinga💔💔💔❤️🩹❤️🩹❤️🩹💘💘👏👏👏🥹🥹🥹
Kubuhlungu okwenzekile kodwa nalo cc umphushile lomfana ibuhlungu lento ebiyenziwa ilo cc nizofa kabuhlungu mantombazane manenza nje nakini madoda manidlala ngabantu besidazane nizofa kanje kubuhlungu ukuthanda umuntu kanti yena uqhuba isikhathi ngawe
Kanti umuntu wesfazane ufunani cha umxhaphazile bhuti, ulimele emoyeni bhuti wagcine esethatha isnqumo esibuhlungu ngenxa yobuhlungu.
Hlukanani ukuhlukumezana othandweni ngoba manje esibukayo sizwa ubhlungu ngoba bobabili abasekho.
Yoooo khozekane banto batle omonto oya bonakala
Hasuka madoda ayadika gqithi ngojolelwa sethatha izigqibo ezinje kwakunini kwadlalwa ngathi sixhwitheke phinde sivuke akuzalise akushiye apho kodwa akude kubenje nathi silimele singabafazi
Kubuhlungu mantombazana fundani ukuthembeka emadodeni amen
Uphinde khuze babe sifazane. Abangathanda bahlezi abafebe, Abathandwayo bayafeba hay naye Lo cc ubene nkinga usengena kuphi Kumuntu wakhe.No cc wakhe ngimzwile embeka kahle wakubo akukho kodwa okufihliwe okungaveli😢😢😢😢
Wenze kahle wabulal injal bafo bekungamel uzibulale ubuzoboshwa uphume
Ei uhulumeni kmele ayishintshe eminye iminye imthetho ngoba ivuna abathile...RIP bhuti
Lala ngokuthula bhuti angikwati kodvwa ngiva ngikhala iziyembezi ngento ekuvelele kube umuntu uyavuswa ngabe ngikuvusa shem
Ai wenze Kahle ndoda nam bengenza njalo Lo cc udlalile ngalomfana uyamuzwa umfana olungile Lo.
😂😂 ulunge Kanjan ngoba igweve igazi nje
Wazlandela amanzi ngomsele lomuntu wesfazane wachazani mayenza loku
Kubuhlungu kona kodwa ngabe uzamile ubhuti ukuncenga inhliziyo aqhubeke nempilo eish baphumule ngoxolo phephisani mndeni abangani😭
Bafethu Yah Kona kubi Shame mani.koda izinto ozenza ngothando Wena ungazibali njengokuthi uxhaphazekile wawuphiqwe ubani?
Wena msakazi ukukhuza kwakho kuyangicasula. Ukhuza amadoda awuqali ngabafazi okuyibona umsusa. Uthi ukubulawa kwabantu besifazane yikhona i GBV, konke lokhu okwenze yilo wesifazane khona ukubiza nganike khona obekwenza ngesikhulu isineke lesi isikhathi eside? Bekungakuhle uqale ukhuze abesimame kuqala ngaphambi kokuba ukhuze amadoda
Eish kodwa thina abafazi sihlukumeza abantwana babantu bese siyabasola masebasibulala💔💔💔kube kuyithi esenza lokho..kodwa akunamuntu onelungelo lokuthatha impilo yomunye noma kubuhlungu kangakanani eish ngenelela jehovah ezintlizweni zabesifazane namadoda🙏🙏🙏
Phephisani mindeni yomibili
Kubuhlungu kakhulu
Ngytombazane impela kodwa zafaz asehlisen Indlela yokuziphatha
Ubekhonjwe ngesbhamu yini ukuthi bethandane?
Yhooo kubi Jehovah thethelela abantu bakho🙏
Makungadlalwa ngaMadoda uyidlisile Team esisifebe
A di lebogwe. Thanks God their children are safe.
Asnawo umthetho emzansi
Kahlekahle if ufebe sowlotsholiwe kmele uboshwe
Ngzwelana nawe mfana wami.uphumule ngoxolo.kudlaliwe ngawe.
Abanye abantu besfazane abazi bafunani empilweni 😮
Cha wenzekahle impela azife lezinja mina bengeke ngizibulale singaphela amantombazane esimoshela izimpilo zethu bese uhulumeni Ema nabantu besifazane nizowafela lama lungelo wenu komele kulungiswe leyamalungelo amaningi anikwe abesifazane ngoba bazofa baphele izindidwa lezi😢😢😢
Eyyy mfttt, Ibuhlungu lentooo 😢😢😢nakumina
Lento ayenzile u Sbu angiyincomi futhi ayikho yinhle, ngiyakwazi ukuhlukunyezwa ngumuntu wesifazane, ngikwazi kahle. I lost everything through umuntu wesifazane
Asilazi iqiniso akekho oxhaphaze omunye la , kuth vele if ungakaze ugilwe muntu wesilisa nizolokhu nimuzwela, yonke into ingabo laba i wish nathi bantu besifazane ngelinye ilanga singaba namndla okukwazi ukubabulala abantu besilisa , if sekwenziwa kubo into embi kube ngath bona bayasukelwa koda besihlukumeza kanje bantu besifazane
Wenzekahle u Sbusiso okubuhlungu nje ukuth ugcine eshonile naye
Wenze kahle wen wayibulal lentombazane nansi imihlola yethu booo lokhu sidlal lezinja
Ulayiwe nabanye bazofunda baba
Yo sebeyobonana emlilweni forever, what a loss of souls
Akunasihluku njer lana sokuth lomunt wesifazan abulawe cz uyea obezibizel ithun ephila kungani ehlukumez indod ngalendlel 🥺 yhoo hhai ukub bekuyim nmiieY bengingkwenz lokhu akwenzil 🤞😭 ngiyaxolis makungkuthi ngikhulum kabi kodw hhai mantombazane
Thanks Subusiso you girls a lesson if you don't love man don't pretend
Amadoda amaningi abuthwele ubunzima and akukho la angasizakala khona ngoba izwi lowesilisa alizwakali
Uyisishimane wena
Kazi ukuba kwenziwe owesifazane ngabe kuthiwani ngalendaba
Uyisilima wena nja we.nze kanje wazibulala besizokukhombisa thina wena nja yesishimane
Islima uwena ushukuthi abafazi banemvume yokuhlukumeza amadoda
Busungaze umhlinze pho bungemane umhlalise kuwheelchair wena doti
Wakubona mhla uthi ngiyakuthanda ngiyakuxolela ngizokondlela ingane ahambe ayoyifeba ukhona ukuthi awundoda! Kwakumele umale uqhubeke nempilo for good
😭 😭 😭 😭 Paining 😭😭😭
mfwe2 angikusoli ukuthanda umuntu kuyidimoni uma liphuma noma kuvaliwe
liphuma nescabha ....kunzima ukondla ingane ubisi ludura kabi ...uhamba yabuza uzenza ugesi ..ugcina ushise amafridge nama tv umonakalo wokuhamba ubuye
Yooh ubekezelile mfowam angkusoli Abantu besifazane bafa bazi izinja lezi ezinganeli nami bengingamubulala ngoba asinakiwe singamadoda umthetho uvuna Abantu besifazane kuphela e South Africa 😢😢😢😢
Sikhuze ukubulala abantu besifazane, bona abazame ukungafebi.
GBV ayisiyo inkinga kodwa lamantombazane adlala ngamadoda, nawo akakuyeke loko.
Kubuhlungu kakhulu kodwa nam bengingakwanza lokhu akwenzile usbu idlalile ngaye kakhulu
Yah nkosiyam kwaze kwabuhlungu...umndeni kaSbu awududuzeke
Siyazihlukumeza iyngane zabantu, nxese mfwethu ubekezelela amasimba
Kubuhlungu xem
Cha asikubhebhezeli ukubulawa kwabo bt uyasizwa kahle istory sikabhuti, ubesemshiyile wamlandela wazomumoshela, kukekwenzeka kimi bafwe2, ngoNkulunkulu nazibamba bt ngamuluza umuntu engimuthandayo naye wahamba njengepln lakhe😢😢😢
Udlale ngengane yabantu wazewayibulala wenzekahle wazibulala satane
Kubuhlungu ngoba nyani bakhona oosisi ababhulishayo emadodeni wabo RIP Sbu
Uyanya wena presentar awaiting nekutsi ukhulumani
Le ntombazane ukuba ayibuyelanga izohlukanisa uSbusiso nentombi yakhe ngabe ayifanga....uzamile uSbusiso to move on hhhayi kodwa Nontobeko she brought this to herself elandela uSbusiso esephumile kuye😢
Eh kubuhlungu shem lenkulumo 😭💔
Hyo kunzima bafwethu bengibika enye i vidio ucc uti utata imali kumfana uydla nomunye and uyamsthela ❤umbiza ngeslima hyooooo😭
Moyoncwele,kazi konakelephi ,hhaw mina mfazozele😢😢😢
Nayu ba4 uhlukumezekile, makungakhulunywa ngabafazi kuphela. 🤞
Mababulawe ngamamenemene nawo abulala intliziyo ❤zamadoda
Ngyabonga ngoba uyenzile video ngabuyezwa manje sekuthiwa amadoda anesihluku.kodwa kunjena nje uhulumeni uchemile usigibeza ngabantu besmame ekhanda.inhliziyo ayiphakelwa besekhathele buka nje muntu akwalise isthandwa sakho kanti vele inhloso ukuzomosha lokhu sunakho ajike kwayena akushiye.mekumele ambulale ubulawe imsebenzi yakhe Nani enisele fundani maniqhubeka kanje nisazophela nya skhathele yini
Rest In Peace Sbusiso Brother kubuhlungu shame 😢😢
Mmmm kwakubi engathi umphefumulo wakho ngalala ngoxolo mfethu ...uhlukumezekile ngokomphefumulo... yingakho ufikelele kuledecision
RIP bra Sbu😢
MINA angimusoli lomfo Abantu besimame basixhaphaza bazikuthi banamalungelo abo wenzinte hle bakona futhi abasashodangasho
Ahlukumezekile amadoda ehlukumezwa abantu besfazane kodwa akbonakali akanakwa ngoba bona bavikelwanjalo Amaphoyisa,aboshwe uMfana wabantu kodwa Kade kuyena obehlukunyezwa ibhlungu lento kodwa,uyabonje njengoba besebalene bekdinga bangabe besabuyelana nhlobo uBhuti aqhubekele nempilo naye lo Cc aqhubeke nempilo yakhe, ngoba kahle kahle la uyedwa umuntu obesothandweni Finish 😢😢😢😢
RIP SBU MFETHU 😢😢😢😢😢
Nabo abafyeke ubufebe abantu besifane nami nginguye owesifazane but nami bengingambulala nje londoti wentombazane
Dudu emdenini yomibili nonogwaja Uma uwuvalela ekhoneni uye ulume kubuhlungu khona kakhulu ngathi nomthetho lowabekwa uvuna abantu besifazane ungaguqulwa kube 50 /50 kuze kuzoba nonembeza nakubo Uma benza izinto sekulahleke imiphefumulo emibili ongabe usihloniphile usisi isinqumo something sebehlukene ngabe impilo iyaqhubeka duduzekani Mindeni 😢yomibili yinina enisala nizwa ubuhlungu phephisani
Kodwa naye ubenobushimane obukhulu lombhemu ubuyela kanjan emuva sewqhubekile nempilo,nonke enikwenzayo niyizishimane
Kunzima kdw ndoda bekumele umxolele uThixo yena uyazi why ebekwenza njalo lowo wesfazane 😭😭🙏🙏
Ngiphuma ejele nami ngenxa yomuntu wesifazane engiqambela amanga mfwethu angikusoli izinja ngimenzele konke wangigcinisa ejele kwaphela konke okwami ingqondo ayisebenzi kahle kodwa sengaphuma ejele
sibgathanda ukt u share udaba lwakho ukuze uqwashise abanye abantu besilisa 060 439 0903 ngcela usbhalele ku whtsp
Yifa mhlukumezi bazosinda nabanye
Kodwa ngabe akazibulalanga u Sbusiso
Ewu!kodwa bekufanele kuze kuphume umiphefumulo😭
Uyabona imiphumelayedliso liyavuka beselikwenzisa into obungayicabanganga evakwalokho ibuye ngqondo kantisekonakele bese uthukawome
Umjolo uyasabeka kodwa ngithi kunina nonke uma senibona ukuthi ucu alusahlangani hlukanani yimbi lento esiyibonayo nesiyizwayo emindenini sithi KUBUHLUNGU kunjalo ningakhohlwa ukuthi ukhona umdali izimpendulo zenu
"Ngoba sengikuzamele u RAF "
Yhoooooo jesu