With this amount of money as black ppl we can be able to come with our investment brokere like old mutual,Sanlam meant for black ppl,that will understand us and affordable.even start a property investment for our middle class,buy a land,build houses for selling or rentals
Ay suka bebefuna ukubukwa nje benzene ongizwe negcokama ukujabula kukanombani ay tsek Maan lezinto zithwele so zibazondela ukt abathwele bona or kumele benze lesiphithiphithi samasimba usiko lwenyoka notokloshe babo abangadakelwa nje ongizwe pls
Nhlaka ndoda ngoba wena wawukhona veza nje yonkinto izwe libone ngoba manje nomuntu oshayiwe uyaphika uthi kudicilelwa isthunzi sakhe manje asaz ukuthi iqiniso iliphi la nomunye ngapha uthi amaBodyguard awakhe
Dankie Ndlovu... Muhle Umsebenzi Mfowethu...
Dawud🙏🙏🙏
I'm not surprised, la kukhona ungizwe mchunu problems.
😂😂😂😂
Hey kukhona abantu abangazazi izindawo zoludlalela!!!Ngeke uzodunga umcimbi wabantu,and abantu abaphezulu njengalaba!!!
😂
Money will destroy ubuntu....money is not everything. Fundani ukuba nempatho😂
Traditional wedding of one of the Gcaba brothers
With this amount of money as black ppl we can be able to come with our investment brokere like old mutual,Sanlam meant for black ppl,that will understand us and affordable.even start a property investment for our middle class,buy a land,build houses for selling or rentals
Siyabonga gatsheni 🙏. Umthandeni akaganwe eyeke ukumosho imicimbi yabantu ngidumele ngalomfo eish sh**t akumona kulenja
😅😅
Uma nje bengafunda inhlonipho uNgizwe noMthandeni awubuke nje ihlazo abazifake kulo.
Dlakadla mfwethu kuyahlonishwa emzini womuntu bekumele bangene bahlale phansi babingelele ngemali njengawo wonke umuntu.
Inhlonipho ibalulekile uma ungumuntu
Zishiphi lezi
Bafuna ukubukwa okunescefe
Honestly.
We are happy to have a royal family in our Country.
Gcaba brothers
God bless
Thank you 💕...
CHA ONGIZWE BABA NEPHUTHA IMPELA NGAPHANDLE KOKUNANAZA , AKUKHONA PHELA EMA SHOWINI LAPHO ABAJWAYELE KHONA KUKWAMUNTU LAPHAYA
ASISEMNANDI lesiZulu. took me back to school .
Vele wena awulifuni igcokama elisha, awukaze ukhulume lutho oluhle ngalo. Njengomuntu osakazayo akufanele ucheme noma kungathiwa umuntu umnyanya kangakanani.
Aykho nawe lento oyshoyo, akekho umntochemile yekani uklandela umuntu ngekhanda elngenanqondo umthandeni wenu lo uyeyisa udumo ulthwele ekhanda njengobani ongavuma umuntu ezokona umcimbi wakhe engekho ohlelweni bamshaye kancane
Muhle umsebenzi wakho bhuthi, uclean & uyalaleleka. Up 💪🏽💪🏽
🙏🙏🙏
Cha Gatsheni uhamba wedwa...phecelezi ungunamba wani 👌👍👏
🙏🙏🙏
Khona akubukeki ukufika emcimbini umoshe, okubuhlungu labantu sibathanda bonke kodwa khona iGcokama no Ngizwe bekungafanele bezofuna ukuba isibuko emcimbini ongaqondene nabo!!!
Cha wayibeka kahle mfowethu syabonga
Wena ngizwe ngilibekile ijele mfanawam ngfuna ukubona ukuth obani abazokuseka mhla usuyovela
Good narration I've just subscribed for more
Ngicela ukuxhumana neyodwa insizwa yakwa Gcaba ngiyazicelela bakithi
😂😂😂
Kodwa inkinga inkulu kwazulu angazi noba yimmali banemali bonke chaa
Angimangali mina i brand yalo ukwenza nje, unozidubedube Lo. Udla ngakho ukushubisa
Siyabonga nhlaka production uyibuka njengendoda
LoMthandeni akabazi abantu. Ufuna ukwenza okwakhe nj okuhlukile
Ungizwe nomthandeni bayaphuma esandleni,muzi wendoda uyahlonishwa hawuuu👀
Asilungise amazwi labhunt okhuluma kuqala iGcaba Brothers akusiyo eyaseNkandla kodwa abase Kranskop eNtunjambili
Ngoba kuthiwa brothers nje....enye family ise nkandla....ngase khaya
Basuka eNkandla namanje basaya khona
Kuna bantu nje abanga kaze bamuthanda uNgizwe singazi ke ukuth kwabangwa ini Kodwa ke bona bebengazelanga ukuzowona umncimbi
Bebezokwenzani ?
Umthandeni ushaywe ilaba abathanda uKhuzani ngyavuma yena ubhedile
Cha ushayiwe ngoba akananhlonipho.
@@vusimngomezulu2500 😀kunjalo Mavusana kodwa ushaywe abantu bendlamlenze abangamfuni
@@zonkeqina5847 Unobufakazi yini baloko?Zonke.
Kodwa ukungahloniphi kuka Mthandeni akumfaki neze uKhuzani
@@mlungisimayise7247 Yiqiniso kumelwe nje uMthandeni afunde ukuhlonipha izinto zabanye.
Eii uyaphapha uMthandeni bamshaye kancane...uxhelwe ismirnoff wacabanga ukuth bazomyeka
Angity sebajwayelwa ukuyekwa bengashaywa noma sebedelele benze kahle impela bamshaya wabaleka washiya nemoto yakhe😁😁😁
Wuyena lo okuthiwa wakhokhela izinkabi ezabulala uAka no Tebza.
AkA he was followed by his Karma.
In loving memory of
Anele Tembe
God bless
Thank you 💕...
Mfene ne Nkau 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ngikhumbula kudalala sizihluphekela kodwa kunothando nobunye nobuntu .impela sazalwa nabanye sizofa nabanye. lemicebo 🐍 negazi ilibulele izwe
Yaphaph mthanden
Mfwethu uyakwazi ukwethula udaba.. Engathi ingakhula ichannel
🙏🙏🙏
Aiy keee...kodwa Ngizwe
Akuvele phela lapho ebekwa khona isandla😳
Kodwa mthandeni 😂😂😂😂😂😂
Woow life is better xa kukhoo Mali fowrd guy's
Hai boh uya gqilaza uMavava mfowethu 🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂😂
Kodwa mawuzoqamba amanga ngeke sikumele
LoMthandeni wenu kanti unjani? Kuyaphileka kodwa kahle ekhanda kuloya mfana?
Ungizwe nabangani bakhe bayamosha ungizwi uneschitho
Yaze yaningi imali ukube nje ibikhishelwa abantu abahluphekile bekuzoba kuhle.
Ukhona nje u ANC wenu
Umsebenzi omuhle mawuqhubeke gatsheni boya benyathi
🙏🙏🙏
UDunudunu beyaphi nokuphapha
Admin kuzomele ukhulume into onobufakazi nabo if uhluleka ungakhulumi ,veza la kushawa khona Igcokama
Ai zikhona I nsizwa
Kwamavava zuwushaya
Dankoo weNhlakah
BAFOWETHU LEZINSIZWA OKUSEQINISWENI ZIBE WRONG KAKHULU. NGYACELA MINA KEKUVULWE ISKOLE SENHLONIPHO, UDUMILE AWDUMILE ZONKE ESKOLENI. THINA ZULU SAZIWA NGENHLONIPHO KODWA MANJE IPHELILE. 🙏🙏
uNgizwe uyawuthanda umsindo
🤣🤣🤣🤣🤣yabonanje kuhlangenezinye uNgizwe noMthandeni
🤣
uNgizwe noMthandeni behlule but umcimbi weziqhwaga kophela sofana
Ngathi bekumnandi kulomcimbi , sengifisa ukuthi engabe bengikhona
Sengivele nga Subscriber 👍🏽
🙏🙏🙏
no money is good money....
Mkhulu unjani mina ngifuna imali engena endlini Maline khanyeso
Ngeke bafowethu aningiqashe please akuphi ama office Wale company ❤
UYAPHAPHA.!😅 ngizwe
They thought they own the world
Akuwona umcimbi weziNyanga lo.Bacabanga ukuthi yonke ingabo sonke iskhathi..Akayodayisa uMqgele Ungizwe beno Gcokama.
Nhlaka bafo kuyangijabulisa ukubona indlela owethula ngayo udaba kusenza sibe naso sonke isthombe sobekwenzeka noms besingekho. Qhubeka njalo nomsebenzi wakho omuhle qhawe lama qhawe...
U erong yena Mthandeni bakith yambona nje akakafune kutshelwa use ngenaph Khuzan aynani oqhathimpi izinsinwa zakaGcaba azwanan nombhedo
🙏🙏🙏
Money can destroy your people
Uphapha wenzani kodwa Mthandeni? Ubuzenza bani ngempela?
Iynsizwa madoda
😂 😂 😂 😂 😂 😂 Abo 500 phunelani ngaphandle
lol
Ndlovu dankie bruuu
🙏🙏🙏
I'd love to be in contact with Gcaba family 🙏🏽
do you have money?😃😃😃
@@NhlakaNdlovu hence I want to meet them I need to be in a shuttle business
@@NhlakaNdlovu 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@nhlaka production this lady thinks it's child's play 🤣🤣🤣🤣🤣
@@siyabongashenge8919 haibo what's wrong kanti 😂
Bamshaye ksncane lomangqumu uyaphapha
Bambhukluze kancane losikhova ndini
Cha iqhawe libhayizile
Muhle umsebenzi wakho Zingelwayo.
Uyakwazi ukuchaza unesiphiwo esihle kakhulu
Bayedelela bashayeni
Siyabonga Nhlaka
Ububekeka isandla🤣🤣🤣🤣
Syabonga
Bebemenyiwe yini? Ngiyazibuzela nje
Yebo,kunjalo
Bayaphapha
Lmao Amazulu siyathanda ukulwa 🤣🤣🤣
Nithanda ukudubulana not ukulwa.anikwazi ukulwa nilwa ngathi kulwa abafazi.
@@andilemzaza9175Golo Likanyo Elinobomvu Elibhuzwa Zimpukane Eziluhlaza. Unyoko Washa Nomkhukhu Kwasala Igolo Ngoba Limanzi Sfuba Senja.
Ay kodwa unamanga gatsheni ivezen phela I video bemshaya, ama phone nama camera abelapha akukho nje neyodwa ekhombisa lokho kahlen madoda.
Kunjalo nje ihleza nesihlama
Umcimbi wobhuthi lo
IGcokama nalo selifana neNdidane malingena kuphazamiseka yonkinto
Can u plz explain what is the event all about plz
UNgizwe akonanga iQhawe elonile
Ay suka bebefuna ukubukwa nje benzene ongizwe negcokama ukujabula kukanombani ay tsek Maan lezinto zithwele so zibazondela ukt abathwele bona or kumele benze lesiphithiphithi samasimba usiko lwenyoka notokloshe babo abangadakelwa nje ongizwe pls
Nhlaka ndoda ngoba wena wawukhona veza nje yonkinto izwe libone ngoba manje nomuntu oshayiwe uyaphika uthi kudicilelwa isthunzi sakhe manje asaz ukuthi iqiniso iliphi la nomunye ngapha uthi amaBodyguard awakhe
Ziyakhala
Cela one number ye Gcaba brothers plzzzz
NGIZOKFUNELA
Ey kunzima
manje lemali mase kuqediwe iya kubani?
Eyamalungiselelo Omshado
@@NhlakaNdlovu alright bafo ,ayi kumnandike ukuphila nalamadoda😀
Hawu
Letshopeitsnotbloodmoney
Nkosi yami ngicela i number kaMavava
Okay
Aykhale 🤣🤣🤣
Is this the Taliban?
No it's not,but the purpose of making money to support the bride and groom
Sowhat
So disrespectful emcimbini wabantu bazophazamisa.Abezwa futhi.They were manhandled,bakhishelwa phandle.Inhlonipho seyabaphunyuka.Ngiyadumala
Fuseg amng
Awmadod ngavukw using kunjalok makuhlangen insizwa
Mxm ave bethanda ukhlanganisa IGcokama nokhuzani🚮🚮
Ya Kona basuke bayona bekuvele kuzoba nje cz nalo igcokama belingke lifike lingamenyiwe plus selizwile kuthi kukhona nokhuzane
Lol
Wingquza wena mnini we post🖕🏽
Cela mali