BigZulu ugonyuluke onke ama Fayela kaMthandeni noLwah (Paris)

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 янв 2025

Комментарии • 306

  • @Phakamanim
    @Phakamanim  2 месяца назад +6

    Please don't forget to subscribe on Bhanyazile Studio

  • @NoziphoMvanana
    @NoziphoMvanana День назад +2

    Big up Zulu uliqhawe bhuti❤❤🎉🎉

  • @bongankala-b4s
    @bongankala-b4s 2 месяца назад +31

    Ubeka kahle nje Big Zulu awunamona kodwa ukhuluma into eyenza igqondo kunoma ubani ocabanga kahle big up ngokucacisa lenkulumo noMthandeni naye uzophenduleka siyabonga mfowethu uqhubeke njalo unakekele isizwe mfana wasoBonjaneni👍

  • @ZwaziNelly-vr6zc
    @ZwaziNelly-vr6zc 17 дней назад +4

    Mina ngithi big Zulu unehlonipho wena ❤Unga lali bantu bemona bhuti

  • @MandlaBiyela-y2g
    @MandlaBiyela-y2g Месяц назад +5

    Big Zulu, ngyabonga incazo,ukhombisa ukuthi umdala endimeni, futhi uvuthiwe, ngithanda inhlonipho olubeka ngayo udaba,lokhu okuhle okuchazayo kufakazela isithunzi sakho sokuhlonipheka, negama olisebenzisayo njalo(mfwethu)it shows big respect, 💯❤️ 🙏🏼. percent.

  • @MthobisiMabaso-r3q
    @MthobisiMabaso-r3q Месяц назад +7

    UMthandeni kafundanga bantu benkosi 😢mxoleleni imfundo & understanding ibalulekile . UMthandeni unekhanda elikhulu mahala siyabonga Zulu ngeqiniso ❤

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Месяц назад

      🙏🙏🙏🙏

    • @NorthpointEnsure
      @NorthpointEnsure 24 дня назад

      Ayikho ngokufunda but naye u LWAH shuthi naye akafundanga but ngyaluxolela uBHADLANE inkulumo yakhe iyawenza ymqondo but ngoba ulwah akazi ugcine angalazisanga i office ngoba akafundisekile ngalokho but let's hope from now naye useyazi ukuthi kuhanjiswa kanjani if kukhon omdingayo ....yobe BIG ZULU impela nami bengilokhu ngicabanga ukuthi u ZULU uyena o Defender impumelelo kamthanden but sorry big Zull❤🎉

  • @NoziphoMvanana
    @NoziphoMvanana День назад

    Molweni siyabonga ngencazelo yakho kufanele wazi Kuba kunjalo nyamezela tata😂❤❤❤🎉🎉🎉❤❤❤❤❤

  • @nsizwamthembu
    @nsizwamthembu Месяц назад +2

    Ngibonga inkulumo enhle futhi ehloniphekile from u Big Zulu...big up Big Zulu uyindoda qhawe syabonga ngokucacisa

  • @weziweveronicajwaqa7764
    @weziweveronicajwaqa7764 17 дней назад +1

    Fakani u Mthanden eskolo nimfundise kwenziwa njani kwi music
    Siyabonga kuyazwaka Biggy futhi uyathandwa ngapha❤

  • @queeniekhosifulafula3198
    @queeniekhosifulafula3198 Месяц назад +4

    God keep on blessing bhuti wethu Big Zulu ❤❤❤❤❤🙏🏾🙏🏾🙏🏾💐💐une ntlonipho bhuti wam ❤

  • @vuyisanana1912
    @vuyisanana1912 2 месяца назад +7

    Singama blue nation 💙 sizothi kweseka zulu awuna mona uhlohlwa ukhuzani. Siyabonga zulu . Umona ukuthina ma blue nation 💙 halala zulu 🎉❤

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @KhulekaniNdawonde-p9d
      @KhulekaniNdawonde-p9d 2 месяца назад

      Noma singeke sakwazi konke kodwa lokhu akuchazayo uzulu inginika uqondo ophelele into eyinkinga ngo zulu usondele kukhuzani manje asisaboni kahle mase kufika lapho

    • @EnzokuhleNene
      @EnzokuhleNene 2 месяца назад

      Siyabonga Nene

    • @SimphiweLumkelo
      @SimphiweLumkelo 25 дней назад

      Uzisho wena ngit slima

  • @XolileMzobe
    @XolileMzobe 20 дней назад +3

    Hi bhuti, cha uyibeka kahle kuyezwakala kumele kube nesivumelwano entweni enjalo😂

  • @ElliasSithole
    @ElliasSithole 18 дней назад +2

    Ngyaxolisa ukuth bengaz ukuth unomona noMthandeni frm 2day ngyakuvuma uryt kphela wenza izinto ngendlela syabonga incazelo yakho 🙏🙏

  • @MinenhleZulu-t4r
    @MinenhleZulu-t4r 2 дня назад

    Bigzulu ❤ wakhuluma kahle ukubeke esithebeni kuyezwakala

  • @nkosikhonasandilendlovu9749
    @nkosikhonasandilendlovu9749 2 месяца назад +8

    Isilima kuphela esizobona isici kulenkulumo, Kodwake vele ngeke sifane ngokolwazi lwebusiness nongokukhulake nje komqondo.
    Kodwake hhayi, qhubekani nigxeke zilima uma lokho kunisebenzela.

  • @PinkyMnisi-p7p
    @PinkyMnisi-p7p Месяц назад +3

    Big Zulu bhuti ukubeke kwazwalala ongezwangwa ongena zindlebe mina nabazwayo sikuzwe kahle siyabonga ngencazelo yakho bafo uyisibonelo esihle qubeka njalo ngomsenenzi wakho omuhle sikufisela inhlanhla kukho konke okwenzayo 🙏

  • @ThabanitpMzilankatha
    @ThabanitpMzilankatha Месяц назад +2

    Well explained vele yonke into iqhutshwa ngokomthetho wamaoffice ukuze kuhleleke kahle ongalaleli noma ofuna ngendlela yakhe makamele eceleni #bigup bigZulu

  • @mfundomhlaba4015
    @mfundomhlaba4015 28 дней назад +3

    WeBig Zulu kulamalanga ngidlala Home sweet home🥰

  • @NorthpointEnsure
    @NorthpointEnsure 24 дня назад +1

    Well said Uzulu Big Hhayi kancane but. You have cleaned up your name . I am a Resident in ❤ RED NATION❤

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 2 месяца назад +11

    Phuma ku Khuzani kuzoncipha ukuphila ngokuchaza uyochaza njalo uma usaphila phansi komthunzi ka Khuzani

  • @ScefesimnandiKelvinDube
    @ScefesimnandiKelvinDube 2 месяца назад +4

    Awunamona Zulu , bayakusukela nje kodwa ngithi qhubeka ngomsebenzi omuhle qhawe

  • @nompumelelomkhonza3383
    @nompumelelomkhonza3383 Месяц назад +2

    Big up to Big Zulu, uMuzi nomuzi unomthetho wawo

  • @ayandakhoza2968
    @ayandakhoza2968 21 день назад +1

    Big Zulu you make a lot of sense.

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 2 месяца назад +7

    Big zulu umuntu ozokuzwa ngumuntu owazi i business labantu abaku social media platform angeke bakuzwe

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 2 месяца назад +4

    Wena Bhanyazile bazokunyanya abantu, uthini manje mawuthi umthandeni uhubhuza manga heee

  • @zakhelemabuyia7148
    @zakhelemabuyia7148 2 месяца назад +5

    Big up bafo kuyezwakala, ingane yadideka kumele kungene engqondweni ukuthi izinkulumo azidlule Office

  • @siyabongazungu9688
    @siyabongazungu9688 2 месяца назад +2

    Ukhuluma kahle Ndaba futhi kuyezwakala u Mthandeni uyathanda ku trenda ngezinto zingasile nje

    • @welcomecebekhulu8898
      @welcomecebekhulu8898 2 месяца назад

      Ayikho leyo phela u Lwa waphendula same day wayelele.
      Zange nje athi ubhukhiwe😂😂

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

  • @MtoloNtombela
    @MtoloNtombela 2 месяца назад +2

    Syabonga kakhulu big Zulu uyiqhawe

  • @PhumulaniSbu
    @PhumulaniSbu 2 месяца назад +2

    Cha uChaze kwezwakala Big Zulu mawuchaza nge ndlela en isebenza ngayo yenza mqondo kumina, ngicabanga into yenza babuye bakubeke amabala ingoma ka Khuzani lapho ayefakazisa nge gama lakho khona nokho nawe awubange usazichitha lezonsolo kodwa njee Nkobi record syabona msebenzi wakho a muhle

  • @ThulaniMathenjwa-d7e
    @ThulaniMathenjwa-d7e 2 месяца назад +2

    Icacile I straight uyibeke kahle bathatha amachance syabonga ngokusichazela hope nextime bazwile

  • @SlindileDube-jq5bi
    @SlindileDube-jq5bi 2 месяца назад +3

    Manje weZulu wasuke wasander leyaMsg eyayimchomela ethi uyoke ubone ukuthi uzomisa kanjani emva kwePeris manje nje asisakholwa lutho yazi .

    • @imkhwanazi6155
      @imkhwanazi6155 2 месяца назад +2

      Exactly bafo kwakumele achaze khona lapho

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 2 месяца назад +7

    Mina ngizothi uLwah wehlelwe izinga after I gucci ngenxa yomona Gonyuluka zulu niyibulele ingane EMCULWENI nalwa izimpi zomona ngengane

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 Месяц назад

    Zikhala strong azikhale azikhale 🤣🤣🤣🤣❤️❤️❤️🤞🤞🤞💃💃💃👍🏼👍🏼👍🏼

  • @welcomecebekhulu8898
    @welcomecebekhulu8898 2 месяца назад +2

    Uyakhohlwa u Zulu ukuthi u Lwa waphendula same day.😂😂😂
    Isenga ezimithiyo inkabi emini bebade 😂😂😂

    • @JobeSithole-zg2rv
      @JobeSithole-zg2rv 2 месяца назад +2

      Cha nami ngufakazi waphendula lele embhedeni ......ngalo lolosuku

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @MuziMakhunga
      @MuziMakhunga Месяц назад

      wazelaphi ke wena osuhlula umuntu osebenza nabo

    • @welcomecebekhulu8898
      @welcomecebekhulu8898 Месяц назад

      @@MuziMakhunga Wena Bafo u Lwa waphendula same day Ku social media
      Wayelele Kanti wathi enze njani Uma umthandeni enikeze ifoni amagida Ngoma.
      Wasethi Kanti kukubo yini, ukhuba Waze wafaka I imoji ehlekayo.
      Ngalo lelolanga elikhulu impela.
      Ngazi ngaleyondlela ntanga zamashinga.

  • @FreedomSibelu
    @FreedomSibelu 24 дня назад

    ncelukukhipha londlunkulu i rhumba music bigzulu 😢

  • @wandilemthiyane9932
    @wandilemthiyane9932 2 месяца назад +3

    Manje I office uyena big Zulu 😂😂😂😂

  • @sibusisopatrickshezi4240
    @sibusisopatrickshezi4240 2 месяца назад +3

    Into eyenza ukuthi vaxhumane no Lwah ukuthi bafuna umnika imali ngomsebenzi wakhe uma beza kuwe uzoyicozula umnike encane umtshele nge contract nange percent.

  • @MlekzaMnqobi
    @MlekzaMnqobi 2 месяца назад +8

    Cha lento ikanjena wena Big Zulu wabhala post wathi , ukube nguwena Mthandeni ngabe ngiyazihlupha kuthi ikuphi okulandelayo emuva kwe Paris wathi bengizokunika uXowla manje wangavuma khuluma iqiniso ey bhuti khuluma konke 😅

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 2 месяца назад

      Wena unesiciniseko kangakanani kuthi yabhalwa nguye ngoba akekho ongazi kuthi how social media platform isebendza kanjani

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @spanelaspakx1550
      @spanelaspakx1550 2 месяца назад

      Yebo kunjalo

    • @samkelisiwecele701
      @samkelisiwecele701 2 месяца назад

      @@mduduziMavundla7242 Noma kungathiwa ayibhalwanga nguye, iqhamuka kwi page lakhe and it's been there for more than 20 weeks manje and akayboni inkinga ngayo. kwabhalwa emaphepheni kwathiwa akakhokhelwanga wathula, kwaphuma ingoma ethi "wathi Big Zulu this and that" wathula ikani ezophendula lokhu why?

    • @MlekzaMnqobi
      @MlekzaMnqobi 2 месяца назад +1

      @spanelaspakx1550 manje angazi uphikani ,indaba inale award etholwe uMthandeni bona abangenayo

  • @njabuloxulu9155
    @njabuloxulu9155 2 месяца назад +2

    Cha wayibeka kahle Big Zulu onendlebe uzwile

  • @tobratextwolitttlebirds.9061
    @tobratextwolitttlebirds.9061 21 день назад +1

    akanayo yini imoto yakhe ulwa😅

  • @MjeyMtshali-hu9ip
    @MjeyMtshali-hu9ip Месяц назад +2

    Syamazi mthandeni bhuti unjena NJE askies kakwazi kukhuluma

  • @ThobelaniMngomezulu-t8r
    @ThobelaniMngomezulu-t8r 2 месяца назад +1

    Mina ngicela wen Big Zulu emcimbini weNqama🙏🥺

  • @ThabisoNsukwini
    @ThabisoNsukwini 2 месяца назад +1

    Kuyezwakala nkabi, qhubeka unakekele izingane ziohumelele kuma talent wazo

  • @beatricegcobisamtirara4274
    @beatricegcobisamtirara4274 20 дней назад

    Well said Big Zulu...

  • @LuckyMhlongo-o1w
    @LuckyMhlongo-o1w 2 месяца назад +3

    Nin boqhawe lami niyawona umculo ninjalo anifuni ukulalela niziphukuphuku ngoma uyasho lomfo yekani ukuxhumana nabaculi kodwa xhumanani nenkampani inkabi record zilima zabalandeli

  • @DumisaniNdwandwe-b3l
    @DumisaniNdwandwe-b3l 19 дней назад +1

    Umuntu ozenza ingane. Emdala nje laphaa. Uyee lo lwaa ngba ubug zulu wamtshena ukth uma ubizwa. Khuluma e- office. Ulwaa uvele engasho e office. Uyabheda lo lwaa nje

  • @Sikozchannel
    @Sikozchannel 2 месяца назад +3

    Weh akumona kulenja😂😂😂

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 2 месяца назад

      Kulungile phela mangabe unomona angimangali because you don't understand I business uyakhuluma nje

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏

    • @ElliasSithole
      @ElliasSithole 18 дней назад

      Qalaphansi ulalele kahle uzozwa kuth akanawo umona

  • @blessingmthembu3638
    @blessingmthembu3638 21 день назад +1

    Uchaze kwezwakala Big Zulu

  • @scelogoodman7337
    @scelogoodman7337 2 месяца назад +4

    Wenabhekuzulu dedela intombazana iziphathe manje ngoba ukuyiphatha kwakho uyivalela ikusasa eliqhakazile😊

  • @SandileMaphalala-j9u
    @SandileMaphalala-j9u 2 месяца назад +3

    Futsek wena Big Zulu uyahleba nalomfazi wakwa Mpungose

  • @dashacohcassim3901
    @dashacohcassim3901 23 дня назад

    Respect 🎉big zulu

  • @khumbulanichonco4489
    @khumbulanichonco4489 2 месяца назад +3

    Ingane micelwa kanti ayazi yini kmele ibike kephi ! Why ingadlulisi something wrong la

  • @SenzoManyoni
    @SenzoManyoni 2 месяца назад +1

    Inkinga ulwa ube performe ngengoma kamthandeni bebevumelani labo dj adlale ngengoma ekungeyona eyase nkabi record

  • @MdlokovuThando-l5x
    @MdlokovuThando-l5x 2 месяца назад +3

    Unamanga @Big Zulu ukube awunawo amanga ngabe waphendula indaba ka Mgodi edelela igcokama awuphendulanga wathula tu namuhla usukhalisa okwesifebe

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @BonisiweMvelase-wg4ci
      @BonisiweMvelase-wg4ci Месяц назад

      Usekhalisa okwesifebe Haw!!!!!! 😱Ayi laze lanzima leligama ngiyalesaba mina 🤞

  • @mpilodumisa7292
    @mpilodumisa7292 2 месяца назад +2

    Some of you ama comments enu ayabonisa ukuthi naphuma nge break esikoleni. Into eshiwo Big Zulu icacile ayidingi kutolikwa

  • @PhumlaniNgwane-rb9iz
    @PhumlaniNgwane-rb9iz 2 месяца назад +1

    Wena msunu uthi amampunge ashiwo uMthandeni wathini uBig Zulu kukhuzani

  • @KhulekaniPhakathi-q7m
    @KhulekaniPhakathi-q7m 2 месяца назад +1

    Uzothi bhuti enganeni ahhoi jamaJamie I 😂😂😂😂😂😂😂

  • @xolaningobese9977
    @xolaningobese9977 Месяц назад +1

    Usakhulumela i paris namanje😅

  • @MlamboTMlambo
    @MlamboTMlambo 2 месяца назад +3

    Mina ngilandela umthandeni kodwa big zulu cha uyezwakala ngifisa sengathi linkinga ingaphela impilo iyephambili

  • @andilemajesticmkhize492
    @andilemajesticmkhize492 18 дней назад

    ❤❤❤❤

  • @sthembokuhlehadebe3401
    @sthembokuhlehadebe3401 24 дня назад

    Big Zulu mfethu qhubeka useke isintu sethu maskandi, igoma ,

  • @LungeloGasela
    @LungeloGasela 2 месяца назад +2

    Cha uqinisile uZulu vele iParis kwasensenziswa ingoma yezinkabi zezwe ukuze ibekhona

  • @FreedomSibelu
    @FreedomSibelu 24 дня назад

    u lwa myekeni li 2k bantu 😂 angeke alimamele vele😊

  • @imkhwanazi6155
    @imkhwanazi6155 2 месяца назад +3

    Big Zulu yeka amanga. Wathi wena akazehlise SK aze kuwe uzomnika Lwah and Xolwa

  • @FaceOffMuzikPro
    @FaceOffMuzikPro Месяц назад +1

    Besisacela ukuzwa nangoMduduzi Ncube, kwenzakalani ngaye...uvalelweni, why engasakhiphi

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z 2 месяца назад +3

    Uyikhulunyiswa yini manje lento enva kokubhala ethi yini okulandelayo envakwe paris

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu 24 дня назад

    Unamanga lo Big ndunu ,udlala umona ,nimtshele ukuth umculo lona ,aksiyo i Raceling ,njalo yena ufuna ukulwa emdala kanje,ngisho nezingane zamanje azisalwi

  • @NokuthulaSibiya-t5v
    @NokuthulaSibiya-t5v 2 месяца назад +3

    Okusalayo umthandeni ubuye nendondo ungabanga nje umsindo

  • @NhloniphoDlamini-m9u
    @NhloniphoDlamini-m9u 2 месяца назад +5

    Peris no mbaymbay kuhlangan kanjan manj fut ngyasala min owam umbono uthi unomona kuthi uwinile wasal umbhambay wakho why lonto uzoyisho manj ngob esewinile ayy 😂Zulu Zulu ayyy ayyy

    • @zakhelemabuyia7148
      @zakhelemabuyia7148 2 месяца назад

      Lalelisisa kahle mfwethu, uthi before befaka Paris Liriks babefake aMbaymbay wacela bawashintshe

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 2 месяца назад

      Mawungafunda kulalela uzozwa kuthi kuhlanganaphi noma wendza ngamabomu awufuni kuyizwa

    • @LungeloGasela
      @LungeloGasela 2 месяца назад +1

      If kukuthi iParis uyayazi esayiperfom iyizinsimbi ngabe uyazi ukuthi kuhlangana kanjani

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @LuckyMhlongo-o1w
      @LuckyMhlongo-o1w 2 месяца назад +1

      Wi yisiphukuphuku. We bhut nombono wakho udakiwe funda ukulalela omunye umuntu slima senja

  • @shlangudongo1951
    @shlangudongo1951 Месяц назад

    Big Zulu Nkabi kuyazwakala ongezwa ozobe enamandlebe akhiyekile. Khuluma ne office kuqala.

  • @gcinageneral6365
    @gcinageneral6365 Месяц назад +1

    Kunabantu aba comment izinto izonobuthongo, umuntu akhulume ngento engahlangene nale video ngingazi nokuthi yena uhlanganaphi emculweni

  • @nhlanhlamanatha8799
    @nhlanhlamanatha8799 Месяц назад +2

    Pls sika iphethini kuSjava uphume ezindabeni ,no need to explain jst do your job umculo,phuma komaskandi

  • @nhlakzintongcobo5548
    @nhlakzintongcobo5548 2 месяца назад +2

    If sine office was a person...

  • @itshitshisa
    @itshitshisa Месяц назад

    Hayii nohleli nivuma nje nani balandeli fast of all ingoma kamthandeni ayitsho ndizokthengela "mbayimbayi " nah ingoma ithi zokuthengela isthuthuthu ungijime ufuke kwintaba zangakini auw yini kangaka bafett

  • @thobelenintombifuthi8560
    @thobelenintombifuthi8560 26 дней назад

    Ulwa uyena okumele akhulume iqiniso uyaxabanisa akana qiniso Lwa khula cc musa ukuxabanisa abantu uzoba nesidina umculo awufiki ngawe cc.

  • @PakamileBaba
    @PakamileBaba 25 дней назад

    Ucacisile big Zulu kakuhle mfowethu ..usiphethe kakuhle

  • @giftkhubisa6414
    @giftkhubisa6414 2 месяца назад +2

    UBhadlane lushiswa yini 😂

  • @ZinhleGama-v6y
    @ZinhleGama-v6y Месяц назад +1

    Fakani ama bookings e office 😂

  • @Makhumalo-s7m
    @Makhumalo-s7m 21 день назад +1

    😮. The😮
    😅😢😮😅🎉😂😅😢😂

  • @ZobezwaMncwango-i7d
    @ZobezwaMncwango-i7d 2 месяца назад +1

    Kungani ekuchaze mnj lokh ekubeni esewine I award konke lokh ??

  • @Sthe_mbatha
    @Sthe_mbatha 2 месяца назад +3

    Indabà yokuthi umculi aphathwe ngomunye umculi yiyona ledala bonke labo live nokusichazela. Obvious uLwah kuyenzeka afise ukuya kwenye i show kodwa umphathi amuse kwethandwa nguye

  • @sidetechsidetech3086
    @sidetechsidetech3086 2 месяца назад +3

    "Wathi u-Big Zulu" kusho umngani wakho, ecula ngomuntu ocule ne artist elisenkampanini yakho. Azenge uzihlangulule kuleyongoma ethuka umthandeni ngegama lakho. Ngabona lapho ukuthi uyihlathi.

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @bhekumuzigazu9150
      @bhekumuzigazu9150 Месяц назад +1

      Yekela ukutsheka uKhuba izindaba - wathi uBig Zulu wathi uBig Zulu... phuma kulomzala wakho!😊

  • @samkelisiwecele701
    @samkelisiwecele701 2 месяца назад +2

    Kuyezwakala kodwa amagama akhe kwi post yeskhova ayelumela 😭 and aveza inzondo nokum'underminer ayaphikisana nalokhu akushoyo manje.

  • @GcinohCele
    @GcinohCele 2 месяца назад +6

    😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 Lomuntu uthini ngempela

  • @Mathabo-r6z
    @Mathabo-r6z 24 дня назад

    Ngyakuzwa mina Big boy cha umona wona awunawo sofakazi baningi abaculi ibasuzile kamnaaandi futh hlukana namahlingandlebe finish

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 Месяц назад +2

    Wena ulwa impi ka-Khuzani mfethu kuphela

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Месяц назад

      🙏🙏🙏

    • @MuziMakhunga
      @MuziMakhunga Месяц назад +1

      ucabanga njenge ngulube umuntu esechaze kanje awumuzwa wena wedwa yikho kuthiwa iskole sibalulekile

  • @lawrencemlombile828
    @lawrencemlombile828 24 дня назад +1

    Problem this boy his soo arrogant

  • @LulekaNokonya
    @LulekaNokonya Месяц назад

    Ishow siyithatha okunhathi siya emgidini apho sizalusuka sinhene sixwaye iingubo sifike sixhentse kube kungaziwa noba siphuma phi ? enye into ulwazi oluncinci luyabetha

  • @johannesmabhuma
    @johannesmabhuma 2 месяца назад +2

    Kanti yini into erong ngokucula ngo mbayimbayi kanti sekumele kungasa culwa ngombayimbayi yho

    • @mthokoshoba9069
      @mthokoshoba9069 2 месяца назад +1

      Guys we talking about business not induku la uqashiwe kuyasayinwa izivumelwano and uyaboshwa ngento engavumelanwanga ngayo

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  2 месяца назад

      🙏🙏🙏

    • @thobelenintombifuthi8560
      @thobelenintombifuthi8560 26 дней назад

      Cha phela naye uzoshaya mbayimbsyi wakhe naye

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 2 месяца назад

    IRASTA ELIDLA INYAMA ELINGABHEMI NENSANGU

  • @KhayelihleMnyandu-r8w
    @KhayelihleMnyandu-r8w 2 месяца назад +4

    Wiiiiiiiii akumanga kulobaba

  • @MjeyMtshali-hu9ip
    @MjeyMtshali-hu9ip Месяц назад +1

    Guyz wonke msebenzi unemithetho yakhona even estolo kunomthetho wakhona naze nangiphoxa amanye ama comment enu yoh sisadinga kulekelelwa ngokomqondo bakithi

  • @ZamukwandacosmasLanga
    @ZamukwandacosmasLanga 2 месяца назад +3

    big zulu ubangani nomthandeni yena cz angiboni umthandeni ezixaka ngawe

  • @InyosencaneTopics
    @InyosencaneTopics 2 месяца назад +1

    Cha Mina angiboni nkinga la ku big zulu noMthandeni inkinga izimbangi zikamthandeni nabalandeli bazo eziylwela izimpi

  • @busanibusani9921
    @busanibusani9921 2 месяца назад +1

    angsaybon kodw iNkomo kant iphi🤔

  • @ayandaanele3180
    @ayandaanele3180 2 месяца назад

    Into eshaya abanye balabafowethu amaskandi ulwazi,alukho sdalo

  • @MUSA-i3k4t
    @MUSA-i3k4t Месяц назад

    ave abhora u mthandeni nento ayiculayo ayikho nje.

  • @zenzelestanley7253
    @zenzelestanley7253 2 месяца назад

    Big Zulu wathi Big Zulu wathi kusho umngani wakho

  • @musambuyazi678
    @musambuyazi678 2 месяца назад +1

    umona kuleli rasta lase bergvile

  • @LindiNdlovu-q7e
    @LindiNdlovu-q7e 25 дней назад

    Inot big Zulu who speaking u are alier