Amaphupho Ngokulahlekelwa Noma Ukuduka.[0780046059]

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 26 ноя 2024

Комментарии • 11

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 Месяц назад

    Thokoza gogo,ngisacela ukubuza nginokuphupha ngiphucwa isikhwama semali amaphara kodwa agcine engasitholanga

  • @londiwemthembu2291
    @londiwemthembu2291 Месяц назад

    Amen gogo
    Ngicela ukuchazeleka, ngaphupha ngigibela i bus e rong ngathi seyihamba ngabona sesisendaweni eyidolobha ukuthi ngigibele i bus e rong. Ngehla ngabuyela emuva kwathiwa bekmele ngigibele i bus eya elimpompo, ngabuyela emuva ngase ngafika ngagibela i tax. Ukuthi in real life angazi muntu e Limpompo

  • @ntokozogoqo8742
    @ntokozogoqo8742 Месяц назад +2

    Leluculo ovula ngalo makhosi akuve ngilithanda

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Месяц назад

    Thokoza gogo mina ngihlezi ngilahleka liyangihlupha last ngiphuphe ngilahlekelwe yicathulo saka right sengisele lesisidwa

  • @BuyieLiliangumede
    @BuyieLiliangumede Месяц назад

    Amen gogo.cela ukubuza ukuphupha amakhowe emaningi

  • @PhilisiweShongwe-j9t
    @PhilisiweShongwe-j9t Месяц назад

    Yabingelela gogo kushukuthini ukuphupha usedaweni yakini eceleni kwesikolwa kodwa usemgcwacweni kuchamuke imoto ngathi iyakushayisa kodwa uyiphushe ingakushayisi uthi ubuka emva ubone umntu ehleli emva kwegodo logezi akuhlola bese uyakubhacela owesimame

  • @nomkhosimntungwa7273
    @nomkhosimntungwa7273 Месяц назад

    Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi ukuphi nendawo?

  • @remember1536
    @remember1536 Месяц назад

    Ngiyadinga ukufonela 🙏🏻🙏🏻🙏🏻

  • @ZinhleNdlovu-zk7lm
    @ZinhleNdlovu-zk7lm Месяц назад

    Thokoza gogo kutsho ukuthini ukuphupha ungaboni

  • @MzamosGoqo
    @MzamosGoqo Месяц назад

    Sawbona sacela ukubuza ukuth kuchazi ukuphupha udlala ibhola ngaphansi kwesihlahla ekuthiwa ugumtree kunotshanii ogreen ngidlaĺela eduze komfula ohambayo ngithe ngisuka lapho ngazibona nomuntu engizwana naye kwezothando sishaywa ama hhansii amhlophe🥺??

  • @pumezatose9891
    @pumezatose9891 Месяц назад

    Thokoza mntanethongo. Ngisacela ubuza ukuthi ma uphupha uphuma izinyo kusho ukuthini