Siyakubona gogo!! Ngicela ukubuza mina ngiyasazi isiThunywa esingiphethe but manje akaveleli kim emathongweni and ngikhuliswe nguye ugogowam mara since ngiqale ukwamkela lesisiThunywa manje ngaba busy ngasiphethela but akaveli at all emathongweni angi guide njenge siThunywa sam.......hayibo silongo ngimlindile ugogo wammi ngithi uzovakasha akhulume nam emathongweni🤔ngi waried gogo!!!fanele ngenze njani
What should I do to know which ancestors...r possessing me... should I go to cunsult or should I phahla to know...cos sometimes it's difficult for us to know... thokoza Gogo
Thokoza gogo okay now I knw that I have a gift problem they are selective so how do I knw if they need some1 to assist me kuphakamisa sthunywa? Cz I go to the mountains n river but m still confused and m afraid to consult cz wow ppl are closing us.
Ngaze ngajabula yooh nkosiyami yazi ngafunda 🙏
Amen gogo Siyabonga 🙏🙌♥️
Thokoza Gogo ey wahluba udlubu ekhasini, ume njalo ntwana weThonga❤
Ngiyabonga kakhulu makhosi umama waze wadlula kodwa eohiwe kakhulu kodwa uze wahamba emhlabeni engaqondi ngoba wagchina ngokushayeka idlizi Amen
Thokoza gogo ngyabonga NAMI nginenkinga angazi ngngenwe ngesakabani isthunywa ngphupha inkozo yezayoni nezembhatho mama seshi
Camagu thongo🙏ngicela kubuza makufoka muntu Eskimo sewashona ephusheni kodwa angakhulumi ngabe kungani
Siyabonga gogo ukusichazela kodwa ngisenenkinga ngiyabaphupha baningi kodwa ngithola kanjani ukuthi bangobani ngoba abazisho
Thokoza gogo eyii uqinisile ugcine usudideka ngempela .siyabonga kakhulu gogo mkhulu mdlalose.
You're very Powerful ❤❤ Siyabonga KaKhulu Sisi 🙏🏽🙏🏽🤍🤍
amen gogo nami ngimusha kodwa sengifunde okuningi sengizohlala njalo ngilandele imfundiso zakho❤
Ngiyaboga gogo ngencazelo yakho. Manje kuningi engifuna ukukwazi kodwa ukude. Ngibonga ngokusivula amehlo okuningi kumoshekile ngokungazi. Thanks ❤
Amen gogo kumele wenze kanjan ukuze ubazi abaphethe umsebenzi
Siyakubona gogo!! Ngicela ukubuza mina ngiyasazi isiThunywa esingiphethe but manje akaveleli kim emathongweni and ngikhuliswe nguye ugogowam mara since ngiqale ukwamkela lesisiThunywa manje ngaba busy ngasiphethela but akaveli at all emathongweni angi guide njenge siThunywa sam.......hayibo silongo ngimlindile ugogo wammi ngithi uzovakasha akhulume nam emathongweni🤔ngi waried gogo!!!fanele ngenze njani
Thokoza gogo wazinjani ukuba ngumuphi umntu ongondle isiphiwo sakho
Thokoza gogo Mina ngicela izinpawu zesithuntwa nezedlozi ngibonge gogo
Thokoza gogo ngiyabonga kakhulu lezinkinga yilezi enginazo ngicela ukwazi mina ngine nkinga yesibongo Sami angisazi uyàla umama ukusho ukuthi ngingowakwa Bani manje yiyo inkinga enginayo
Masibonge kakhulu ngezifundo zesthunÿwa nginakho okunye okhuluma ngazo gogo 🙏🙏
Thokoza gogo Siyabonga
Makhosi kwenziwa njani kubo kagogo ozala umama banemimoya, no mah wayenayo, kubo kamkhulu ozala umama banemimoya, kubo kababa wami banemimoya, nami ngihlushwa yiyona akucaci lutho impilo imile
Syabonga gogo ngiyafisa ukusizakala
Thokoza Gogo nami ngihlushwa ukuthi angibazi bafika ngama celebrate okanye ngaba zali bami
Thokoza gogo ngike ngaphupha ngingena edanyini bethi bazongithwasisa sekuze kwaba kwabili sengyesaba nokuya emanzini ngyokhuleka khon
Ngiyabonga gogo ngokucacisa ngoba nginokuxakeka ukuthi mina kahlekahle ubani ongipha lesipho
Thokoza Gogo ngisacela ukubuza kwenziwa yini ukuthi uphuphe bese uyawalibala lawo maphupho kungenjeka kanjani ukuze abuyele futhi ngibone izindlela zami❤
Thokoza gogo kubangwa yini ukuphupha amabhayi a red and white nobuhlalu obunjalo uphinde uphuphe ugqabazile uligqirha lesixhosa
Thokoza uyichaze kahle syabonga ungapheli amandla makwande emakhosini
Thokoza
Amen makhosi nginenkinga angazi ukuthi isithunywa sami singubani
Thanks gogo ulwazi kuyaqaqa manje
siyabonga makhosi uyacacisa kuzwakale.
Thokoza gogo
Thokoza Gogo ngisacela ukubuza kwenziwa yini ukuthi uphuphe bese uyawalibala lawo maphupho kungenjeka kanjani ukuze abuyele futhi ngibone izindlela zami
Thokoza makhosi iqiniso lona lelo kodwa into enzima ubani oyokutshela iqiniso bazothi umbethwe abadala abazikhulumeli bona
Thokoza gogo nginaleyo nkinga
Uthandaze ufaste bazoziveza....thokoza
Siyabonga
Amen gogo
Thokoza gogo manje ngazi kanjani ukuthi ubani ongembathile okunye ngiqale ukwazi ukuthi nginabantu abadala makuqeda ukundlula umama ngo 2020 manje inkinga enginayo bayabanga abanye bafuna impepho ukhokho akayifuni ufuna ngikhuleke ngikanyise ikhandlela namanzi manje ngifuna ukubahlanganisa ngenzenjani gogo and ukhokho iskhathi esiningi ufika kumama wakwami akhulumekuye akakhulumi nami manje nomama sebona ngathi sengimlahlile ngenzenjani gogo
Thikoza cela ungithinte efonini ngoba udaba lwakho lude
siyabonga
Thokoza .... uthola kanjani? ...ngob abant abutshela izint ezihlukene ugcin ikhanda liphithene
Thokoza gogo eyi ngihlushwa indlebe yase left inerasi nje engapheli
Gogo Makhosi Mdlalose asengibonge futsi le video ngatsi bewutjela mina,ngihamba ehlatsini ngizoke ngiy'hluphe ngitfole kutsi ubani umnikati womsebenti inkinga abanye bakhomba koMalume abanye bakhomba kabo babe manje angati, kodvwa uqhubeke njalo usifundzise
Thokoza bhuti
Thokoza gogo yabona lebongo ezi4 nami ngihaqwe hiyo umbango nje lakimi ngoba abanye bathi ngyogubha imithi abanye bathi isonto kudonswadonswa ngami kodwa ngibancenga njalo ngyazi kuzolunga
Thokoza kuzolunga bhuti
Thokoza Gogo kuyezwakala ngicela ukubuza ngiphuphe ngiphiwa umthanyela omutsha ngabonga emuntwini Kuga kutshoni
Gogo uyakwazi uku explain 🙌👌
Thokoza
Sawubona gogo Uzokwazi kanjani ukuba yibaphi abaphethe impilo yam
Siyabonga kakhulu kwande
Thokoza sisi
Kuyazwakala
Ok khehla sengiyathola manje waze wayibeka kahleke manje bengingazi kuthiumuntu uphethwe zibongo ezi4ngempela gogo uyakhulima
Usibona kanjani uma singaveli emaphusheni
Ngicela ukubuza gogo ukuthi if usutholile ukuthi kunabantu unobizo kumele wenze umsebenzi wokuvuma ubizo ube ungazi ukuthi ubizelweni ubizwe ubani ngicela ungi advicer ngiqale ngithin first step cz ngiphahlile ngageza still ngisagula
Thanks gogo
Siyabonga Makhosi 🙏.... Ngicela ukubuza, ngiphupha kakhulu ngibona amaSulumane begqoke lezingubo, neziqgoko zabo. Ngiphinde ngiphuphe ngibone isibhakabhaka kudlula izithixo zamaSulumane, ngibabone futhi nase mfuleni bethandaza. Nginokuphupha futhi kakhulu ngindiza, ngibuke izinto ngiphezulu....ngabe lokho kusho ukuthini?
Lawo maphupho akhomba imimoya yesithunywa uzijwayeze ukuthandaza
Wena unesthunywa saphezulu ezulwini.
Esiyakhuleka edlozini 👏🏾👏🏾👏🏾 uyibeke kahle, kuyenzeka impela kube nokudideka kakhulukazi Uma uboniswa ikhehla or I Salukazi thizeni kanti a kuyena umnikazi womsebenzi. Kubalekile ukuqonisa inkulumo nensebenzo kuleso sidalwa esikungenile. Thanks for sharing 👏🏾
Thokoza
Thanks for letting us know when you're not not understand about journey
Kuyezwakala gogo inzima kakhulu lento yomsamo ngoba kuyabheda kakhulu ikakhulu Thina esizalelwa emakhaya asikwazi kwenza lutho ngoba sibukeka singakwazi ukuthinta izinto zamandlozi ngoba siyimlanjwana lapho kubhedani
Makhosi🙏 Siyabonga imfundiso nezexwayiso ezinhle zikamoya, kodwa ngicela ukwazi ukuthi sifuna noma sithola kanjani ukuthi ngobani abanikazi bomsebenzi noma beziphiwo esiphathiswe zona?
Ngiyabonga.
Nkosinathi @ Northern Cape
Emakhosini gogo ngine sbonakaliso lapha,ngibone inyosi eziningi zinlandela nga thata inkosazana yakhona ngangena endleni zanlandela ziifuna ngavala iscapha kufikela ngimkhipha ziningi🙏
Thokoza angiwuzwa kahle umbuzo wakho ,inyosi zingabantu abadala
nami nviphupha amanzi njoĺo ngifakwa kuwo
mina ngingu magumbi Thusi ngizibona ngise lwanfle ngiphakathi awungi chazele place
Uyabonalana ungfundise into engingayazi namhlanje ngizthola sengumogwaja omhlophe ogijima evungwini futhimina engzaleka ngendlela exovekile manje sekzoqondakonke
Ngoba uveza ukuthi ngengamelwe imindeni emine. Uma nginesthunywa: kuyenzeka yini iphupho noma isambulo ngisilethelwe amadlozi emindeni eskhundleni sokulethelwa isthunywa sami?
Ngibonga incazelo yokusingathwa yidlozi. MaKhosi Mdlalose. "Unwele olude." Abantu sebelandela kakhe amasiko nezipho eziphuma kwaBadala babo ngokuyikho.
🙌🏼🙌🏼
Usazi kanjani isdalwa esikuphethe?ngamaphupho noma utshelwa umthandi nom isangoama?
What should I do to know which ancestors...r possessing me... should I go to cunsult or should I phahla to know...cos sometimes it's difficult for us to know... thokoza Gogo
Get someone ofembayo anf find out , remember ukuthandaza , stay clean and eat clean during the waiting period , prio to finding out
Thokoza ophahla ukhulume nabo ucele baziveze ,ungasebenzisa nokhamba lwedlozi noma ulwesthunywa ubambe nebhande usho ucela baziveze
Ngicela ukubuza gogo ngiphupha ngisezion ngisonta khona Vela ngiphupha ngicela umkhuleko ngikhulekelwe umama ombethe isiphika esinokuyelo noku green nagbe kuchazani ngyabonga
Tkz gogo 👏👏👏
Mkhulu uyatholakala ethekwini ?
So Uma encashe ngoanti Uma ngikhuluma ngoanti akezwa ukuthi ngikhuluma naye ngoba uye oze ngoanti awungincazele ngalokho gogo ayikabi mntomdala ncamangu
Camagu Gogo siyafunda
Thokoza gogo amenmawufuna ukufaka umuntu wenza njani
Siyabonga ngokusazisa ebesingakwazi
Thokoza
Gogo Makhosi Mdlalose
Ngibonga ka khulu l,explanation ya khu. Can i call you on the phone to ask you something?
Thokoza 0780046059
Cha wayiqaqa ke lento ngoba abaningi bathanda ukubizwa ngomkhulu but no direction
Thokoza gogo okay now I knw that I have a gift problem they are selective so how do I knw if they need some1 to assist me kuphakamisa sthunywa?
Cz I go to the mountains n river but m still confused and m afraid to consult cz wow ppl are closing us.
❤
Thokoza gogo, how do I get in touch with you, there are things I need you to help me clarify
0780046059
❤️🔥🌈🌈🌈👌
Thokoza Gogo, ma ungumntana wethongo uyakwazi izidalwa ezinebango kulomama nakulo tata phambi kokuba ungene e initiation school?
Yebo uyakwazi
ngiyabonga Gogo,ingishayile lento yokungaliqondi ithonga elikuwena uze ubize elinye ngoba uhlezi ulibon ebusuku.umkhuleko usisize ukuthola iqiniso.siyabonga imfundiso
Thokoza
Thokoza stabbings kakhulu
❤