UCELA USIZO MAMA OWA TETA MNTWANA ONGENAYO IMBOBO YOKUZI KHULULA

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 26 дек 2024

Комментарии • 486

  • @Nozipho-bh5zd
    @Nozipho-bh5zd Месяц назад +37

    Kwaze kwakuningi😢😢 I feel yr pain cc wam😢😢 ngibonga ukut awumlahlile umntanakho uwa uvuka naye PROUDLY MOM🎉 sibusisiwe isandla esphayo kunesamukelayo amen

  • @AyandaQwaba
    @AyandaQwaba Месяц назад +18

    Kwaze kwanzima cc kodwa engikwaziyo uNkululunkulu akakuthwesi umthwalo ingaphezulu kwakho. uNkululunkulu wabona ukuthi uzoba umama oqotho kumfana wakho umama wangempela mina ngiyakuhlonipha🤝

  • @BazolileBlose-kt5uu
    @BazolileBlose-kt5uu Месяц назад +16

    Hmmmm kwaze kwabhlungu cc,pls don't cry..uzoksiza uThuleleni tv❤

  • @thulingcobo7236
    @thulingcobo7236 Месяц назад +30

    It's a miracle this child is alive...uNkulunkulu uyawaveza amandla akhe ‼️ Keep supporting your child

  • @ayandakhumalo9567
    @ayandakhumalo9567 Месяц назад +61

    Isbhedlela sabanobudedengu, ingane ayiphumi esbhedlela ingathwelethile noma ingachamanga kokubili lokhu kuyimpoqo. Uyahlala esbhedlela ize ikwenze lokhu

    • @AmahleMbokazi-jj9db
      @AmahleMbokazi-jj9db Месяц назад +4

      Yebo saba nobudedengu isbhedlela,phela mayobeletha umtwana wokuqala usuke ungazi lutho .

    • @WinloveKhanyile
      @WinloveKhanyile Месяц назад +1

      Ey nam ngazi kanjalo yaz😢

    • @NtokozoNdlovu-g2v
      @NtokozoNdlovu-g2v Месяц назад +2

      Kwaze kwanzima ngiyafisa sengathi ungaluthola usizo cc nengane ibe ryt ngoba ingane kumele mangamucwasi eskoleni

    • @anelisaphahla4439
      @anelisaphahla4439 Месяц назад +3

      What kind of health professionals are these hospitals hiring am getting worried now.

    • @ThokozileNofuya-fu2zd
      @ThokozileNofuya-fu2zd Месяц назад +1

      Ama public hospitals abudedengu kakhulu

  • @noziphomsani8072
    @noziphomsani8072 Месяц назад +10

    His voice sounds exactly like my son's nkos'yam. Phola mfana wam ❤ uJehovah usezwile

  • @vanessakhumalo2846
    @vanessakhumalo2846 Месяц назад +14

    A true definition of Imbokodo❤ Sengathi ungalthola usizo Dadewethu no Boy wakho❤

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j Месяц назад +38

    Cha uyabekezela mama kaboy makukhulunywa ngembokode kusuke kushiwo wena unkulunkulu akusize usizakale

    • @Masky1991
      @Masky1991 Месяц назад

      Eyy unkulunkulu ubemthemba ngalomtana guys😢 yabona ngyazbona namhlanj Cha ngi weak sheim ngeke😢

  • @SbusisobigboyNkunaahh
    @SbusisobigboyNkunaahh Месяц назад +12

    Jehova yiba negelosi yakho odokotela basize umntwana ❤

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 Месяц назад +10

    😢😢😢😢yooo yaze yaphuka inhliziyo Yethu nkosi Yami kunzima sesi emhlabeni.....😢😢ngiyakhala kumanje ... nkulunkulu ngenelela Jehovah.

  • @SenzoMpanza-xi6dx
    @SenzoMpanza-xi6dx Месяц назад +38

    awu kazi kuthini kubaba wengan if umama wengani ekhala yedwa kanje 😭😭

    • @fisanizondi951
      @fisanizondi951 Месяц назад

      @@SenzoMpanza-xi6dx ey ungasasho 😭

    • @drthesevevo
      @drthesevevo Месяц назад

      💔

    • @alinahdabula5099
      @alinahdabula5099 8 дней назад

      Haibo ngan u sisi ushilo ubab we gane ubekhona for close to 7 years akafuni ukudlala ngobaba wengane bahlukana ngokungaboni ngesolinye

  • @Melaninbeauty14
    @Melaninbeauty14 Месяц назад +9

    Ngokwazi kwam ingane ayiphumi esbhedlela ingaka toilet(I).
    What a strong woman. Ngathi angaluthola usizo u boy nkosi yaz🙏

  • @zinhlecynthia6672
    @zinhlecynthia6672 Месяц назад +15

    Ngaze ngabuzwa ubuhlungu😢... Sengathi ungasizakala mama kaboy nino boy❤❤

  • @nombusosthembilengubane6768
    @nombusosthembilengubane6768 Месяц назад +9

    Syabonga makaboyi unkulunkulu akubusise ngalomphemufumo owanawo uvuka

  • @lungiswagaya5893
    @lungiswagaya5893 Месяц назад +7

    Jehovah kodwa ngaze ngakhala cc yibanethemba nje cc nkulunkulu zokusiza nesizwe nje silalele

  • @elizabethsonteya4337
    @elizabethsonteya4337 Месяц назад +10

    Negligence from clinic/hospital lebe zalela kuyo,nkulunkulu siza jehova

  • @dudumlityalwa7248
    @dudumlityalwa7248 Месяц назад +5

    Ncese dadewethu Nkulunkulu ebefuna uze ukhulume ngalenkinga ngoba yena njalo nje ufuna uDUMO, luzovela usizo🙇🙇🙇

  • @unathilupuwana6489
    @unathilupuwana6489 Месяц назад +7

    What a strong boy,what a strong mother. Today this story had made me grateful kunzima out there but we trust that someone will assist the boy medically.
    Thuleleni ❤

  • @sithandiwenzimande8689
    @sithandiwenzimande8689 Месяц назад +25

    Iscelo kubazali, asfundise abantwana ukungahlekani ngenxa yezimo zokudalwa noma okunjani, akekho umuntu ozidalile ie umuntu onebala elimhlophe etc abantwana abafundiswe, umntana sengaze ashiye iskole ngalesenzo esibi.

    • @fisanizondi951
      @fisanizondi951 Месяц назад

      Bàgegetha into engathi shu masifundiseni izingane zethu inhlonipho

  • @HloniphileNgema
    @HloniphileNgema Месяц назад +9

    I can see your pain through your voice cc ngath angaluthola sizo umntwana😢

  • @baluhlela3462
    @baluhlela3462 Месяц назад +6

    😢Thixo onamandla amandla akho makhulu awahluleki nangu mntwana wakho simubeka ezandleni zakho kuningi moyongcwele kodwa siyawethemba Amen

  • @eugenemahaye625
    @eugenemahaye625 Месяц назад +28

    Grade 10 Phushile ntwana yami Keep Up The Good Work.

    • @BongekileNgubane-ct7tk
      @BongekileNgubane-ct7tk Месяц назад

      Sorry sisi unkulunkulu uyena owaziyo uzomngcina umntwana asihlale emthandazweni

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 Месяц назад +8

    Hamba Ku Shembe u Nyazi lwezulu uzokusiza,ikhona ingame eyeyinibulili obubodwa yasizakala ngaphandle kwe operation,ungakhali cc kuzolunga

    • @Masky1991
      @Masky1991 Месяц назад

      Sengath angasiza naye bakith

  • @JeanetteMajali
    @JeanetteMajali Месяц назад +3

    Usizi nobuhlungu ngibuzwa ezwini lakho mtano muntu,ngathi ningathola ukusizakala nomfana wakho u Nkulunkulu abenani njalo...our prayers are with you as a🙏 Nation

  • @phumilemntungwa8375
    @phumilemntungwa8375 Месяц назад +5

    Uzokhula khehla Uzokhula usizo uNkulunkulu uzoliveza, lesisimo mama sizodlula. Yizwa baba imkhuleko yethu

  • @JuniorNephawe-u7w
    @JuniorNephawe-u7w Месяц назад +5

    Yabuhlungu indaba kasisi siyathandaza as a country for your child god will help cc ❤❤❤ unkulunkulu ukhona uzolithola usizo

  • @MphohMphonah-zz5rb
    @MphohMphonah-zz5rb Месяц назад +6

    Mntase😭😭😭😭kubuhlungu kodwa ngicela uqine edolweni😭😭😭😭😭ngathi ungasizakala angke akuthwese umthwalo ozokusinda kunzima ukubizwa ngomama kunzima😭😭😭😭😭

  • @PaulleteRejoice-lv6op
    @PaulleteRejoice-lv6op Месяц назад +3

    Kubuhlungu Nkosi yami bhuti Waze wayi ngelosi yasemhlabeni God bless you brother

  • @NonhleGcabashe-pb5ko
    @NonhleGcabashe-pb5ko Месяц назад +8

    Eish Nkosi yami usephushile grade 10 bakithi Syabonga nkulunkulu ukhona kuzolunga cc😢😢

  • @minenhleSibiya-nb8yg
    @minenhleSibiya-nb8yg Месяц назад +6

    Oh God kwabuhlungu konke sisi ngathi unĝaluthola usizo mft ngbona uthando

  • @NokuthulaMlaba
    @NokuthulaMlaba Месяц назад +10

    Angkaze ngikhale kanje kwabuhlunngu umntwana uzokhula uNkulunkulu simethembile uzoluthola usizo njengoba esefike kaThuleleni 💔💔😭😭

  • @SlindileSlindile-z7h
    @SlindileSlindile-z7h Месяц назад +5

    Sisi wami kubuhlungu and siyazwelana nawe 😢😢 please guys asikhuze izingane zethu zifunde ukuhlonipha abanye abantwana sisi wami you are strong woman and wenza ngisho uboy uthi abe strong unkulunkulu uzokubusisa mama and umfana uzosizakala mfana wami ube strong kanje kukhulu unkulunkulu akuhlelele kona nibe right mom and boy.

  • @ZamahleAvethandwa-p1r
    @ZamahleAvethandwa-p1r Месяц назад +2

    Nkosam bakith uyisbusiso wena uzobaryt khehla lam n uhlakaniphile ❤😢

  • @LindiweKhoza-qq5gz
    @LindiweKhoza-qq5gz Месяц назад +12

    Isibhedlela siwrong asiboshwe ingane yaphuma kanjani ingayi ethoyilethi

  • @ZamaKhumalo-y8b
    @ZamaKhumalo-y8b Месяц назад +2

    😭😭😭 oh Nkosi cc ngathi ungalithola usizo kwaze kwabuhlungu 😭😭😭

  • @BusisiweNgcongo
    @BusisiweNgcongo Месяц назад +3

    Ngaze ngakhala jesu 😢😢😢😢😢😢kwaze kwakuningi sisi wami uwedwa Koda smakade😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @zanelemabaso7902
    @zanelemabaso7902 Месяц назад +3

    Ungabe usakhala mma wakhe, ujehova isekuzwile ukukhala kwakho kweminyaka njalo there's a reason why unkulunkulu amgcine kwaze kwaba lapha undodana. Uyena mesuli wezinyembezi zakho uboy. Ngithanda ukut uyamthanda umntwana wakho the way angakhona

  • @londysikhosana7500
    @londysikhosana7500 Месяц назад +4

    Ayi mntanami waze wangizwisa ubuhlungu inyembezi zagcwala amehlo😢ujehova kodwa akahlulwa lutho uzophola mfana wami

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo Месяц назад +3

    Idinga umkhuleko inkinga yalengane nosizo lwezimali jehova sicela ungenelele ithole zo ingane nkosi yami ngiyethdmba ukuthi uThuleleni uzomsiza❤❤❤❤

  • @ngiphilezulu-r1u
    @ngiphilezulu-r1u Месяц назад +3

    PROUDLY MOM❤ uNkulunkulu akelule isandla konke kuye kuyenzeka🙏

  • @ThabisaMnguni
    @ThabisaMnguni Месяц назад +4

    Ohh! Yhini Bawo yhoo ndave ndyakhala kubuhlungu Thixo ngenelela😢😢😢

  • @priscillancube5773
    @priscillancube5773 Месяц назад +1

    Kwaze kwababuhlungu nkosiyami sengathi ingaluthola usizo ingane may God give you strength Cc ❤

  • @AfricaMthembu
    @AfricaMthembu Месяц назад +2

    Nkulunkulu mdala futh ùyayìzwa mthandazo yakho uzobaryt bafo wam nibambane nomama SA yanithanda❤

  • @SibongileNdubane
    @SibongileNdubane Месяц назад +1

    Maye Jehova yelulela sandla sakho kulomfana wami ,watching from Mpumalanga,Nhlazatshe no 6.

  • @OwamiMayor
    @OwamiMayor Месяц назад +1

    Ungakhali cc uNyazi lakwethemba ngalomtwana

  • @maxwellmasondo7306
    @maxwellmasondo7306 Месяц назад +2

    Yhoo cc ngathi ungasizakala thuleleni ngithembe wena kuningi niyazibona izinto ezibuhlungu

  • @ThokozaniSengane-pd4fl
    @ThokozaniSengane-pd4fl 29 дней назад

    May the lord bless boy and uzophila babah sokhuleka, uNkulunkulu uzokusiza and abanikelayo bazovela 😭😭😭uNkulunkulu akuthwale nawe cc ukubekezela kwakho, sokhuleka cc kubuhlungu

  • @rachemolefe6687
    @rachemolefe6687 Месяц назад +10

    Ngaze ngakhala Jehcva🙆😭😭😭😭😭

  • @DelisilePrecious
    @DelisilePrecious Месяц назад +3

    iyoh kwaze kwabhlungu cc kodwa unkulunkulu usekuzwile konke kuzolunga icebo lakhe lingevinjwe

  • @sylviabhimjee641
    @sylviabhimjee641 Месяц назад +1

    Kwaze kwaba buhlungu ngan'yakwethu.
    Nkulunkulu maka hambe nhanhi kuyo yonke imizamo yoku siza ingane. Hlala emthandazweni.
    Mayi lulame ingane.
    ❤❤

  • @Sihle-nt9ss
    @Sihle-nt9ss Месяц назад +1

    Ncese dadewethu syabonga uyimbokodo uyanakekela ❤❤❤

  • @NomusaMbhamali
    @NomusaMbhamali Месяц назад +2

    Isbhedella asixazulule lenkinga waphuma kanjani umntwana engatoilet mele batholakale bachaze

    • @ZillehSthole
      @ZillehSthole Месяц назад

      Asiboshwe sbhedlela bayisa kabi labahlengikazi balapha uthi tetile khona bakugezise ngamanzi abandayo bathi ngane bazoyisula ngeke bayigeze coz ayabanda amanzi yooo ababoshwe bazi kubahlaza nje labasizi base Hlengisizwe la Hammarsdale e6

  • @JenicaNxumalo
    @JenicaNxumalo Месяц назад

    Jehovah sithembe Wena..ngenelela Nkosi Mdali weZulu..Sicela usizo kuwe Baba .makathole usizo umntwana.SA enhle sizani.

  • @bongiwemncwango9414
    @bongiwemncwango9414 11 дней назад

    Ngaze ngazwelana nawe cc kubhlungu kodwa uNkulunkulu ukhona uzongenelela esimeni sakho angathi ungaluthola nosizo ustrong mama kuzodlula konke ngegama lika Jesu

  • @senamiledlamini-s3k
    @senamiledlamini-s3k Месяц назад +1

    Au Jehova ngenelela Nkosi yamakhosi kwaze kwanzim nkosyam

  • @KwenzaMzolo
    @KwenzaMzolo Месяц назад +1

    Kwaze kwabuhlungu cc wami , Mina ngokwami ngifisa unkulunkulu akuphe isibindi uqine besse kewaya yini ucc kodokotela ngoba angimboni ukuthi kubasizi bendabuko bengaba nekhono lokuksiza

  • @SiphiweSiyamthanda
    @SiphiweSiyamthanda Месяц назад +3

    kwaze kwabuhlungu smakade😢😥😥💔, uShembe sengathi enganisiza bakithi🙏

  • @SiphindileMnyandu
    @SiphindileMnyandu Месяц назад +1

    Mmmm kwaze kwakuningi Jehova ngizwelana nawe cc sengathi ungalithola usizo bakithi kwaze kwabuhlungu 😭😭

  • @SimpiweGumede
    @SimpiweGumede Месяц назад

    Ooh dadewethu ngibonga isibindi sakho nanokuthi umtwana uyafunda uyimbhokode sthandwa sami ❤

  • @businzama6939
    @businzama6939 Месяц назад +3

    Mmmmmm💔💔💔💔Ngimzwile udadewethu oKhozini ekseni ohlakaniphile umfana lo Jehova wethu sithembe wena phezu kwe MPILO yengane kodwa ke sis selukhona usizo since uze oKhozini thina sibonile kwenzeka ku Ntando ❤❤nala kuzokwenzeka

  • @SeafordPark
    @SeafordPark Месяц назад +1

    Mhhh yaze yabuhlungu into esenganeni sorry sisi I wish ingane ilufumane uncedo nawe uzokhululeka emphefumulweni wakho,I wish you and ur brilliant son all the best

  • @NtokozoMaphumulo-oq7kf
    @NtokozoMaphumulo-oq7kf Месяц назад +1

    Shwele Jehova kwaze kwanzima ncese Mama,BOY uJehova uzongenelana 🙏 🙏 🙏

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 Месяц назад +1

    Oh jehova kwaze kwabhlungu sengaty kungalunga cc yoh😢😢

  • @ThobileMajiya
    @ThobileMajiya Месяц назад +1

    Kodwa Jehova ngenelela empilweni yomtwana omncane ongenacala, syacela nakwi South Africa yonke ingenelele🙏😭💔

  • @sbusiemjwara996
    @sbusiemjwara996 22 дня назад

    Nkosi yami ncese dadewethu wami ngithanda into eyodwa ngawe uyayithanda ingane yakho futhi uStrong cc wami ai ngiyakuvuma ❤❤❤❤

  • @nontobekobhengu6848
    @nontobekobhengu6848 Месяц назад

    Uhlakaniphile uBoy, indlela akhuluma ngayo 👌❤️❤️❤️

  • @ntombyzwane7355
    @ntombyzwane7355 Месяц назад +3

    Engathi Dadewethu uJehova angangenelela asizakale umfana wakho💔

  • @ThokozileNofuya-fu2zd
    @ThokozileNofuya-fu2zd Месяц назад +3

    Kuyagulwa ngaphandle , Jehova benawe dadwethu mntwana thole usizo

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo Месяц назад

      Ayi ngasasho brother yazi zange ngike ngikuzwe lokhu kubuhlungu thixo 💔💔💔

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo Месяц назад

      Sorry ses kukubiza ngobrother ngfunda ngiselangeni ngangabona kahle ngixolele ses

    • @ThokozileNofuya-fu2zd
      @ThokozileNofuya-fu2zd Месяц назад

      No problem dear , yazi lezinto esizizwa Lana ziyasilimaza nathi esizifundayo

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo Месяц назад

      @@ThokozileNofuya-fu2zd kakhulu ses yazi yini ukhulume ngathi uyangibona ekuseni khona engikubonile angisazi noma kufacebook yazi ngakhuluma ngedwa ngathi ayi nganele izinto ezizwisa ubuhlungu ngangkubukases kanti nginamanga

  • @zamajutahmdlangathi3792
    @zamajutahmdlangathi3792 Месяц назад +2

    Kulesosbhedlela babudedengu ingane ayphumi esbhedlela ingakakanga😢💔 ayphumi ingachamanga kwaze kwabhlungu nkosyam sengathi ungalithola usizo cc wam, yey ngaze ngabuzwa ubhlungu Jehova 😭💔 waze wakhuluma kahle mfana wam😢

  • @SlindeloPrudenceSibiya
    @SlindeloPrudenceSibiya Месяц назад +3

    Jehovaa 😭 sekukning klocc mzwele manje 😢

  • @zanelezondi1750
    @zanelezondi1750 Месяц назад +3

    Heyi Sisi ngiyabuzwa ubuhlungu bakho nsmi nginengane same age nobody wakho😢😢😢😢😢😢. Nginethemba uzosizakala umntwana

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu Месяц назад +1

    Yo mesiya isiningi lento yokuzaleka kwengane zinenkinga ebuhlungu ngaloluhlobo yo bakithi ngomfana wakho uzwa ipain, uzoluthola usizo my boy love you

  • @BhuleniNkomo-z2f
    @BhuleniNkomo-z2f Месяц назад

    Eish may the lord be with you jesu syaxolisa jehova la sone khona sicela uthele umoya oyingcwele phola mfana wami sokubeka emkhulekweni wena baba wakhona uthule uthini yenzela umtwana lord ngenelela jehova😢😢😢😢

  • @happymkhize9294
    @happymkhize9294 Месяц назад +1

    😭😭😭 kwabuhlungu nakumina cc wami ngingenamandla nkosi yami sengathi umntwana angathola usizo

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Месяц назад +1

    A clever boy umuzwa ngisho ekhulum Uhlakaniphile uzoba i Lawyer bhuty omncane laba abakuhlekay bobe becel kuwe usizo sebeth woza uzobamela
    I trust you i believe in you

  • @nombusobuthelezi9440
    @nombusobuthelezi9440 Месяц назад +1

    kwaze kwabuhlung cc, yooh ngaze ngakhala ngiyayqala into enje. sengath ungalthola usizo ngokushesha

  • @NompumeleloMdlalose-ld6hg
    @NompumeleloMdlalose-ld6hg Месяц назад +4

    Nkulunkulu ngenelela💔💔

  • @ThokozileMgwaba
    @ThokozileMgwaba 26 дней назад

    Khuleka. Sisii. Inkosi. Inamandla. Uyokuzwa. Sizokukhulekisa. Amen ❤❤❤❤

  • @hlengiwemkhonza698
    @hlengiwemkhonza698 Месяц назад

    Yoooooooh 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢kwanzima cc sithemba sekufike isikhathi sokuthi uthole usizo nomntwana. Ubenesibindi futhi ubekezele ebunzimeni

  • @mthandenimlaba
    @mthandenimlaba Месяц назад +2

    Nkosi yami. Siyathandaza bakithi sixusa kuMdali avulele usizo bakithi. Kuyashaqisa. Angazi kuseke kwenzeke kanjani inhane uma elisenkingeni uBaba angaboonakali. I hope kukhona naye akuzamayo for ukusekela umndeni wakhe umntwana...

  • @sithembisombatha4142
    @sithembisombatha4142 Месяц назад +4

    Kunabantu abakwazi uku spend more than R100 000 otshwaleni but flailing to support abantu abaswele , kumina i south africa isekude ukulunga cause we turn to entertain izinto ezingenasdingo then ukuthi kusizwe abantu 😢😢, but ngamandla kankulunkulu the boy will get help njengoba ekwazile ukuphila kuze kufike lesiskhathi🙏

    • @Masky1991
      @Masky1991 Месяц назад

      Ayy uzosiazala Musa khuluma kanje kuth abakozwa bonke abantu

  • @BonisiweKhumalo-q4l
    @BonisiweKhumalo-q4l Месяц назад +1

    awuwedwa cc unkulunkulu ukhona ukube akekho ngabe wahluleka ukunakekela umntwana

  • @ElvisGovender-w3b
    @ElvisGovender-w3b Месяц назад +1

    Ey kwaze kwanzima Sonke syakuzwela cc wam kulenkinga obhekene sizokuthandazisa cc ukth umdali akulekelele kulobuhlung obhekene nabo

  • @londiwebuthelezi5937
    @londiwebuthelezi5937 Месяц назад +5

    Ngaze ngakhala nkosi yami ngathi ningathola usizo cc

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Месяц назад +3

    Hmmm CC engathi ungasizalkala💔siyabethemba ababukeli be Thuleleni

  • @CabanganiCabangani-py4tm
    @CabanganiCabangani-py4tm Месяц назад

    Emhlabeni Kunzimaaaa......ayyy Kunzimaaaaa😢😢😢....Thuleleni Sizani Ngakho Konke ok'Semandleni.

  • @nelisiwemyeza2794
    @nelisiwemyeza2794 Месяц назад +1

    Yooooo ngaze ngakhala kwaze kwakuningi syacela ungaba nosizo ngane zakwethu

  • @Slindile-mj9fw
    @Slindile-mj9fw Месяц назад

    Kwaze kwabhlung mama kdw akukho la nkulunkul akakuthwesa khona mthwalo ngaphekwakho icebo uzolenza umntwana uzophila 🙏♥️😭🥺kdw esibhedlela bawrong😭

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Месяц назад

    Sekufanelwe babhekwe bezelwe abantwana bakithi.This is a miracle child kuningi kakhulu adlule kukho and are all major issues.Sisi ngicabanga ukuthi ungabuyela esbhedlela uma ingane inenkinga just for check up.Awu ngabuhlungu ngomzukulu wami bakithi.Mawakhe uyimbokodwa ngempela miningi leminyaka ushikileka nale nkinga watching from UK 🇬🇧

  • @ThandekaMaphanga-o3d
    @ThandekaMaphanga-o3d Месяц назад +1

    Abanye abantu baphila kanzima jesu ngenelela isono esingaka nkulunkulu wami😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @alex3475
    @alex3475 Месяц назад +1

    Yihambiseni eKing Edward noma eChief Albert Luthuli

  • @NomusaMbhamali
    @NomusaMbhamali Месяц назад +1

    Oh nkosi simamisa lomphefumulo khululugcobo muphe usizo ngoba asize kuwe masinemithwalo uyosithwalela yona thwalisa umntwana wakho somandla

  • @asandambebe5201
    @asandambebe5201 Месяц назад +2

    Kodwa sisi wam uNkulunkulu ukuthwele uzoluthola usizo kuzolunga sthandwa Sami igrant yona kumele uyithole izokwazi ukukulekelela kulesimo obhekene nazo lubuhlungu kakhulu udaba lwakho💔💔💔

  • @ZaneleShange-nm1ji
    @ZaneleShange-nm1ji Месяц назад

    Unkulunkulu unani sis nawe boy lithi izwi lakhe ningakhali ngokuba mina nkulunkuku wenu nginani uzobaryt boy uzoqhubeka namaphupho akho kukhulu umdali akubekele khona zining iynkinga obhekene nazo kodwa ngomusa kankulunkulu still uyaphila kuzodlula konke boy uzobaryt ngegama lika jesu krest ❤❤

  • @CharityMathe-k4f
    @CharityMathe-k4f Месяц назад +2

    Sisi and the Thuleleni TV and the whole of South Africa, this one needs God only

  • @roseymoodley5092
    @roseymoodley5092 Месяц назад +1

    Qina cc utwele kanzima ungakuyeki ukukhuleka unkulunkulu uyithumile inceku yakhe u baba umkhwanazi ngiyakuzwela ngingu mama❤ i love you its not easy for you

  • @QueenHlongwane-x4o
    @QueenHlongwane-x4o 27 дней назад

    Be strong mama ujehovah ukuzwile ukukhala khwakhoooo....
    Qina mama kubuhlungu kuyazwela kakhulu....ujehova uzongenelela futhiiii

  • @ayoh90
    @ayoh90 Месяц назад +3

    Shwele ngane yam ngzokukhulekela uthole usizo noNkulunkulu akulekelele amandla angikabi nawo okwamanje

  • @MisheckSallim
    @MisheckSallim Месяц назад +2

    Uxolo cc kuzolunga ..umntana uzoba ryt umdali wethu ukhona

  • @laylaybebee3604
    @laylaybebee3604 Месяц назад

    I'm so weak ,lm also crying to listen to this story. Sorry mama God will provide.