Cha sasingekho nje kodwa isidingo sokuthi amaphoyisa amlumise ngezinja engabaleki amaphoyisa nje ayacika🚮🚮🚮 ngathi ukuthola ubulungiswa Khumalo ngoba you did the time😢
Hhey nigudi ekujajeni bantu bakithi and kwagcina ngoJesu kuphela okwathi sekulethwe owesifazane kuye ngafarisi wathi ozaziyo ukuthi akanasono akaphose itshe kuye , kepha akekho noyedwa owaliphosa ngani ngoba yena wawungeke uzenze ungcwele kepha angazi..so some comments are just bashing uMntungwa and kuyeza nakuwe but justice has to be done on this one and he didn’t pose a threat and complied when instructed to raise his hand’s by the cops 👮 I don’t see the need of the dogs 🐕..anyway this is a Mzansi jungle law where civilians don’t have rights unless you know someone or you are financially stable
hay ngeke Khumalo, siyabonga kuMama kaTondi ngokukhuluma iqiniso
Hhay baba ukhuluma iphutha imoto wawazi kahle nje ukuthi iyashisa.
😂😂😂uyachaza nj wayengazi
Awuu...kodwa baba imoto ka 3000😅😅😅hai ngeke bekazi kahle ubaba ukut umlilo lo
Sanibonani Bhuti Mdu ne team yakho, ave nisebenza bafethu INkosi inibusise
Ngyayithanda imibuzo yabhuti mdu
Mmmmm shame 😢😢😢😢 kwaze kwakubi bakithi yazi inhliziyo ezimbi
Gets a lawyer and sew !!! Probono lawyer
That's the lawyers he must get one
Cha sasingekho nje kodwa isidingo sokuthi amaphoyisa amlumise ngezinja engabaleki amaphoyisa nje ayacika🚮🚮🚮 ngathi ukuthola ubulungiswa Khumalo ngoba you did the time😢
Amaphoyisa besingekho isidingo sokuthi esoboshiwe alunyiswe ngezinja ha yi no bakithi
Mama inhliziyo yakho yinhle ngoba ubungamlaxaza ngenxa yokuthi wamkhuza ukuthi angathengi imoto yokwebiwa. Kodwa ngoba amadoda athi abathule abafazi, akangamlalela. Kunjani manje sekufanele kube nguye lomfazi omgqigqayo njengoba esegula engasakwazi nokuhamba. Okulandelayo ku worse akasezoba namlenze, impilo yakhe yonke isizothwalwa ilomama owayenjengesilima uma ekhuza.
Hmmm eyiii limbula ingubo lingene engathi ungasizakala Baba Mtungwa sibonge My Buti Mdu ne team 🎉
limbula ingubo lingene kanjani manje ngoba wayeyibona lemoto inestory esingazwakali kahle.
Yabuhlungu indaba ka baba nje into engiybonayo ubeyisgebengu baba Koda bekungafanele uthi uboshwe ngozankosi bekulumise ngenja futhi
noma mhlabe engasona isigebengu kodwa uzwakala sengathi ilamakhehla lawa angakhathali ekwenzeni izinto ezingaqondile not necessarily doing crimes...
Noma ngabe wawuyintshonthile imoto kwakumele bakubophe finish ayi benze lesihluku lamandiya asileyo
Kodwa Khumalo.... wenzani umdala kangaka....wake wezwaphi kuthengwa I Gitsa ....walimazisa izingane ..ngemoto yokwebiwa
Imsebenzi yobumnyama
Ayyy Bhuti Mduh uwuthelile sawoti eslondeni kulokhu😂😂
mm baba wami isifundo lesi sento entshontshiwe usumdala kangaka sekubuhlungu manje
Ngaze ngayithanda indlela obuza ngayo Mkhwanazi
Khumalo uyisigebengu so baba nje Wena
Okhumalo makaye e sontweni Zcc bamzize enyawo
Mina ngicela nje ukubonga umama ngokuma nalobaba kuze kufike lana ungumama oqotho unkosikazi ngempela sbonge mama ungayeki umnakekela ubaba
Ai kodwa Baba kuzwakala ngath wawaz kuth ayiqondile lemoto
Ezcc Yani ngoba amarabi lawa nosisi wami zamluma uyancipha umlenze wakhe nanze wakhe nganje
Hi fikile Duma ngicela ukusiza usisi wakho uma unganakinga kune product yakwa REVOOBIT uyasebeza kakhulu 🙏
State must be sued
Ubu clever nyana baba owawuthi unabo bakufaka enkingen
Kodwa ke kyacaca nje ukt bebeganga bonke kyezwakala nje but isphetho sibuhlungu😢
Thuleleni ❤🙌
You ripped what you sow
Akathenge product ka Superlife adle yona angeke esanqunywa
Sorry khumalo inyembezi zomnini monto, walingeka vele thathe nje phesheni done ukhulile vele usujezile, oh kahle kahle umtugwa ufuna isixephezelo sokuthi bamlunisa ngezinja ebugebegwini bakhe wahlukunezeka mmmmmmm
This is the result of buying stolen goods and according to me it was known that this was a stolen car
Woza ngikudayisele yona uzoba right
Haw Jesu
Ngake ngagijezwa omunyubhuti imoto ithe isinenkinga endleleni ingasadumi wathy asehleni siyishiye satholenye yasigibeza wayesexoxukuthy ubeyebilimoto ingakho ethe asishiye
Baba khumalo uthenga imoto ngo R3000 kodwa ayinawo nama phepha
Hayi kshuth sorry ke Mntungwa kodwa nawe kwangamele uyithathe imoto yokwebiwa uyazi.. buka manje kukbekeph Konke lokho
Yhoooo 😮😮
Akaye kuKing yezilonda u King Bhaka uzomsiza
Hhey nigudi ekujajeni bantu bakithi and kwagcina ngoJesu kuphela okwathi sekulethwe owesifazane kuye ngafarisi wathi ozaziyo ukuthi akanasono akaphose itshe kuye , kepha akekho noyedwa owaliphosa ngani ngoba yena wawungeke uzenze ungcwele kepha angazi..so some comments are just bashing uMntungwa and kuyeza nakuwe but justice has to be done on this one and he didn’t pose a threat and complied when instructed to raise his hand’s by the cops 👮 I don’t see the need of the dogs 🐕..anyway this is a Mzansi jungle law where civilians don’t have rights unless you know someone or you are financially stable
So lo-tata u funa ntoni, cause iligintsha nje, if you buy stolen items you are a criminal as well
Uzozi exposer nje lobaba
Kodwa phela noma entshontshile akaboshwe ayozichaza enkontolo. Akusho ukuthi akasasazelwe ngezinja ngoba wayenganqabanga ukuboshwa
Walikhuluma iqiniso mama lobaba uyesaba nje
Sue the state plz
Isgebengu kanti silunyiswa genja wrong,wrong,wrong
Baba kubuhlungu okwenzeka kodwa into engiybonayo ukuth ubaba akanalo iqiniso maybe wazama ukubaleka
Mtumgwa kodwa ubuye ungilahle
Namanga ngathi akhona
Lobaba unamanga emdala Bekazi kwasekucaleni kuty imoto ibuyaphi
Isono😢😢
Sue police brutality
Hamba e Zcc
Ubaba naye wenza iphutha elikhulu kube wabuza kumakhelwane ukuthi lowo mzimba wemoto uphumaphi