NANGU OMUNYE OCELA USIZO OPHETHWE ISISENDE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 дек 2024

Комментарии • 121

  • @zodwanzimande1216
    @zodwanzimande1216 12 часов назад +5

    Syabonga Baba weThuleleni Tv NKULUNKULU Akbusise

  • @MsiziDladla
    @MsiziDladla 16 часов назад +2

    Siyabonga Ndonga sifisa ukuthi lensizwa iluthole uszo ,lomuntu wesimame kusho ukuthi usebaqedile abantu ebashiya nelumbo ikakhulukazi njengoba ebuye aphuze utshwala kufanele afunwe naye atholwe ukuze athole usizo

  • @princessnyawo1247
    @princessnyawo1247 14 часов назад +3

    Uyindoda emadodeni Ndonga uShembe akubusise ubhuti alithoole usizo sikwethembile ba4 ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🙏🙏🙏🙏

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 16 часов назад +6

    Kungathi angasizakala u Bhuti bakithi.Akusekho ukumjaja 😢😢

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u 17 часов назад +4

    Sheem lobhdi kakwazi ulokukhuluma bhuti uphole uluthole usizwe 🙏

  • @NosNjonga
    @NosNjonga 6 часов назад +1

    Nkosi yam ngaske alufumane uncedo ngati kuninzi oku rongo Yenza ngenceba Tixo 😢🙏🙏

  • @SmangeleMalinga-m8t
    @SmangeleMalinga-m8t 17 часов назад +7

    Unamahloni lobhuti akakwazi nokuchaza kahle engat engathola usizo ngokushesha

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli 11 часов назад +2

    Bhaka uyasizana ngaalento usetshengisile. Washo no Babu Dokotela wathi uBhaka akabasize bonke abantu abaphethwe ilesisifo.

  • @NcibijaneZulu
    @NcibijaneZulu 18 часов назад +6

    Owesifazene kukhona akwaziyo. Akatholakale alaphe uBafo.

    • @vistom5784
      @vistom5784 17 часов назад +3

      Inkinga mhlampe naye wafakwa indoda yakhe bekuzoba lula ukube indoda isaphila iyona ebizomsiza lomfo

    • @NcibijaneZulu
      @NcibijaneZulu 17 часов назад

      @@vistom5784 Uqinisile. Asethembe ukuthi uzosizakala uBafo.

  • @DeeBlangwe
    @DeeBlangwe 9 часов назад +2

    Yaze yabuhlungu inhliziyo yam nxesi bhutiwam futhi nomfowenu okhubazekile ohamba ngesihlalo ngathi ungalithola usizo ungalilahli ithemba bhuti wam

  • @luluntlangulela8407
    @luluntlangulela8407 9 часов назад +2

    We listen we don't judge ❤

  • @matruh394
    @matruh394 17 часов назад +2

    Sekuyizo ngempela izinsuku zokugcina💔 umuntu wesfazane usenesbindi sokucela indoda ukuthi balalane

  • @sibongilensingo8699
    @sibongilensingo8699 Час назад

    Hospital is the best my dear brother

  • @Lindokuhle_b5g
    @Lindokuhle_b5g 12 часов назад +2

    😢😢😢ayii sengath angaluthol usizo

  • @NkosinathiLatha-o8c
    @NkosinathiLatha-o8c 16 часов назад +2

    Njan baba thuleleni kunobaba wesekhomazi bathi mbele agamsiza lobhunti shem izinamba zakhe gizozizama

  • @phumulilesigudu6953
    @phumulilesigudu6953 15 часов назад +2

    Akaye emtholampilo ukuze bamsize bazomyisa esibhedlela ahlinzwe.

  • @NontuthuzeloNontuthuzeloD
    @NontuthuzeloNontuthuzeloD 14 часов назад +1

    Kusho ukuthi baningi abantu besilisa abaphetwe yilumbu siyabonga kuThando owaphumela obala baningi abazosizakala sibonga nothuleleni

  • @NomsaZintle
    @NomsaZintle 13 часов назад +2

    Abantu besilisa are so good ekufihleni izifo unlike thina,siyabonga thuleleni

  • @thulanimthethwa1289
    @thulanimthethwa1289 17 часов назад +6

    Umuntu makahlale lapho ahlezi khona sesaphela manje isikhathi sokuba amasoka sekunezilwane lemnyango bafwethu syanicela🙏

    • @snenhlanhlamanzi7137
      @snenhlanhlamanzi7137 13 часов назад

      Onendlebe uzozwa, ngoba Ave bengayizwa kahle Le yokulala nomuntu oyedwa abanye abantu.

  • @JeanetteMajali
    @JeanetteMajali Час назад

    Whee Buti Mdu ne Thuleleni TV ngithinj nje ngidlulise ukubonga ngathi uNkunkulu anganipha uku qhubekelezela phambili kokuhle enikwenzela abantu siyabonga... halalaaa

  • @Pretty-u5b
    @Pretty-u5b 17 часов назад +2

    Mhlampe lomuntu wayevele enezinhloso zakhe ngoba akukho umuntu wesifazane ophelele kahle emqondweni ongacela indoda ukuthi kulalwe asazike ngoba sesiphila impilo yeziphithiphi iyaphithizela impilo yamanje

  • @MlungisiMchunu-z9e
    @MlungisiMchunu-z9e 6 часов назад

    minangoba ngiymi angboni ukuthi khona okfanele ayhlekelento kodwa into engiycela kubafowethu ababheki sise izintombi okufanele bazeshele abaqonywe kodwa abangajahi inkonzo abazinikis khathi sokuyfunda intombi ukuthi ihloboluni lwentombi

  • @MlungiMkhonza
    @MlungiMkhonza 11 часов назад +1

    Washo omunye uBaba.but that time I was so young.ethi inquthu iyabalala b4😂😅 udla kumele uyibheke ukuthi inani.ayinalo yini ubhici,rush or ilonda etc nami angiyfuni nje engiyphiwayo nje😢😢

    • @Mberego
      @Mberego 11 часов назад

      @@MlungiMkhonza 🤣🤣🤣🤣

    • @patriciasibanda6872
      @patriciasibanda6872 11 часов назад

      Kodwa vele inkomo yinto yokuphiwa kunzima

  • @queeniekhosifulafula3198
    @queeniekhosifulafula3198 14 часов назад

    Yhoooo 😮xolo bhuti wam uberyt nkosi yam 🙏🙏🙏

  • @zodwanzimande1216
    @zodwanzimande1216 12 часов назад +3

    😂😂😂Ngyaxolisa ukuhleka ngihlekiswa ukut wambiza ukut azoshaya

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 11 часов назад +1

    Unamanga ke kodwa ngeke Abe uhlezi nje iminyaka engaka ngaba uhlezu nje

  • @ThembaKhumalo-k6r
    @ThembaKhumalo-k6r 15 часов назад +1

    uthi ubhuti uyesaba ukuya emtholampilo kanti uzosizakala kanjani nokuthi une sure kanjani ukuthi wathola ilumbo kulowomama.Kungenzeka ukuthi isifo esifana nesikaNtando akusilo ilumbo.

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 8 часов назад

    Hambe Mtholampilo.They don't judge they. Lesson

  • @aylaprincess5227
    @aylaprincess5227 7 часов назад

    Nkosi ngenelela bayagula abantwana bakho langaphandle....ngathii angasizakala ubafo.😢

  • @NgosoNhloniphani-g5l
    @NgosoNhloniphani-g5l 17 часов назад +1

    Kodwa Nani izifo zingaka umuntu engathi nilale uvume nawe awboni Ngan Kath khon inkinga

  • @faithdadumalikongwa6006
    @faithdadumalikongwa6006 15 часов назад +1

    Lelisende ngani lisalincane njee nxese bhuti uzaluthola usizo ungabi namahloni

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 16 часов назад +1

    Awuuuuu Buti engathi ungasizakala lowo wayazi kuthi unenkinga wayetrebha ngawe indoda yakhe yamtshela ukuthi umcuphile 😢

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 11 часов назад +1

    Hayi akanalutho lo kuni Ntando

  • @ApheleleSkhakhane
    @ApheleleSkhakhane 2 часа назад

    Bhuti khuluma uqaqeke ukuze uthole usizo amahloni awsasebenzii MANJE

  • @LulekaNokonya
    @LulekaNokonya 3 часа назад

    Yhoooo,kunzima kwelilizwe

  • @sibongilensingo8699
    @sibongilensingo8699 Час назад

    Not wasting time ngesintu Hospital is the best

  • @LindaniSishi-c3y
    @LindaniSishi-c3y 18 часов назад +2

    Lento engathi seyithanda ukuba inkinga

  • @KusaselihleNhlanhlo
    @KusaselihleNhlanhlo 5 часов назад

    Awu bandla unamahlon ..sengath engaluthola usizo

  • @ndumisomhlongo7711
    @ndumisomhlongo7711 16 часов назад +1

    Kukhona la okuthunyelwa khona umnikelo ?

  • @zandilesebatlelo3000
    @zandilesebatlelo3000 16 часов назад +1

    Kwaze kwa buhlungu

  • @ThokozaniDlaluka
    @ThokozaniDlaluka 8 часов назад

    Be strong bro 😢 utlobaxap

  • @bonniek-bikwayo8937
    @bonniek-bikwayo8937 11 часов назад

    These stories are really scary.

  • @JoyceDladla-n7o
    @JoyceDladla-n7o 15 часов назад

    Bobhuti sizani nizi phathe kahle kubila ngaphandle bafowethu siyanicela ziphathenikahle kubi langaphandle sicela unkulunkulu akusize ungalilahli ,ithemba uzoluthola usizo,

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 8 часов назад

    Khona lokhuya ukudla okungabongwa ,sicimeza ziyakhona,ukuthi kukhona inyosi ,iqandu,,kuyozwakala khona,

  • @Fikile-b7u
    @Fikile-b7u 17 часов назад +1

    Awu bhuti wakucela nawe ningathandani nawe wavuma nalala isikhathi uSomandla uyagoqa ke manje izinto ezenzeka kulomhlaba esiphila kuwona ngathi ungasinda bhuti

  • @HlengiweBahle
    @HlengiweBahle 17 часов назад

    Nizofa ngoba ninenhliziyo ezinomusa 🤞🤞

  • @LungisaniMlotshwa
    @LungisaniMlotshwa 8 часов назад

    siyacela bhuti Thuleleni mfwethu sengathi ubhuti ebengathola nama psychologists bakithi ngathi sekukuningi manje

  • @ApheleleSkhakhane
    @ApheleleSkhakhane 2 часа назад

    Ngathi engasizakala

  • @BonganiNkambule-g8f
    @BonganiNkambule-g8f 16 часов назад

    BHUT UYACHAZA KODWA NGBUYE NGINGAMUZWA KAHLE NGOBA AKAQONDI NJE KUBUHLUNGU SIZWE SENKOSI

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u 17 часов назад

    Kahambe esimbendlela bayemhlola maybe yilokhu okuka Ntando

  • @ThabisileAngel-l5m
    @ThabisileAngel-l5m 16 часов назад +1

    Awu bakithi😢

    • @NelisiweDlamini-o1w
      @NelisiweDlamini-o1w 14 часов назад

      bengiseduzane bengizama ukusiza bakithi ngisegoli omunye usizakele khona alpha engahlinzwanga awu bantu

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 11 часов назад

    Nani madoda niyarhala
    Ude ubizwe nawe leveled uyalapho yooooooo

  • @Duduzilebiyela-h8t
    @Duduzilebiyela-h8t 18 часов назад +2

    Kanty yena wayelalelani nomuntu angajoli naye

    • @SonkeEmmanuel-lg8eu
      @SonkeEmmanuel-lg8eu 18 часов назад +1

      Ngibona sengathi uphazamisekile nasekhanda kancane nje ayy kakhulu

    • @Mberego
      @Mberego 18 часов назад

      ​@@SonkeEmmanuel-lg8eu😂😂

    • @Mberego
      @Mberego 18 часов назад

      ​@@SonkeEmmanuel-lg8eu😂😂 maybe the lady took the advantage realising that the gentleman is not 100% upstairs. Smirnoff and beer and this are the results 😢

    • @siyabongachili94
      @siyabongachili94 18 часов назад

      Menziwa ave silula kabi,ungeke ungnike lutho nje ngingaqhamuka sengilphethe ngesandla

  • @MnethiNzwananzi
    @MnethiNzwananzi 12 часов назад

    Nami uMkhulu uyazi ukucupha .nami ngiphose ngakwenza komunye ubhuti okade ejola nomuntu wami.l know how to set it emfazini

  • @dikolizaskk5847
    @dikolizaskk5847 16 часов назад

    How do we help something we don't even see, not for to be naked, we saw Ntando still wearing clothes, we don't want to embarrass him

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 17 часов назад

    Awu bakithi 😭😭😭😭

  • @NontobekoHadebe-kf6ic
    @NontobekoHadebe-kf6ic 7 часов назад

    Uyazi bafweth khona omunye cc wangasekhaya uganile esthenjini ongowesthathu manje lobaba uthanda kakhulu unumber 2 akasabavasheli laba abanye manje futh mncane locc mhlampe owama 90s wamthola ebutshitshini ngenxa yendlala naye ucela bona laba abacishe bebenjengalobhuti uyazelusela izinkomo zabantu masebeth shelele,,, kodwa ke yena akanasifo amshiya naso uryt ucc ufresh nje inkinga indoda ayisamvakasheli indala nalendoda I nezingane ezilingana naye locc

    • @MduduziMkhwanazi922
      @MduduziMkhwanazi922 6 часов назад

      Inkinga nje leyo mfwethu yabantu abathatha izingane izingane qede bangazinaki

    • @NontobekoHadebe-kf6ic
      @NontobekoHadebe-kf6ic 6 часов назад

      @MduduziMkhwanazi922 yebo iphutha laba lapho

  • @scebihlatshwayo4036
    @scebihlatshwayo4036 16 часов назад

    Lomuntu uyabheda lento yakhe incane kabi iyalapheka even esbhedlela nezinyanga ziyayilapha misangaka..
    Bekumele akhokhe imali ka petrol ngokudlala ngo Mkhwanazi ne team yakhe..

  • @nickywulffen552
    @nickywulffen552 13 часов назад

    Siyalaleka asi judge wathi kuwe umama iza kwam siyolala nawe wavuma kanjalo ayiphelele lendaba

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 12 часов назад

    This is sad😢

  • @mavismathebula4047
    @mavismathebula4047 12 часов назад

    Amakhuma ajalo uba na mahloni

  • @NomathekoNtsendwane
    @NomathekoNtsendwane 17 часов назад

    Encase bawo

  • @godfreympunzi9812
    @godfreympunzi9812 8 часов назад

    Esh kubi yazi ukuthanda iznto zamahala

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 8 часов назад

      Hayi bafo akuwona amahhala wayephethe isminoff umngenandlini,,nami ngilambele ngingaya ngoshesha,

  • @BathembileThembi
    @BathembileThembi 14 часов назад

    Mmmmm

  • @mavismathebula4047
    @mavismathebula4047 12 часов назад

    I think i makhuma

  • @sphamandlabuthelezi4720
    @sphamandlabuthelezi4720 17 часов назад

    Cha nomqondo engath suyabaleka nkulensizwa

    • @TSK-i6w
      @TSK-i6w 17 часов назад

      Zii pains, ziyawuthatha umqondo. This is sad

    • @nobuhlekhumalo4018
      @nobuhlekhumalo4018 16 часов назад

      kakhulu ngba ipain inzima ​@@TSK-i6w

    • @bongekilesibiya8736
      @bongekilesibiya8736 15 часов назад

      ​@@TSK-i6wkodwa uthi akubuhlungu

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu 9 часов назад

    Sorry bhuti watheza olunenkume

  • @casandaba768
    @casandaba768 16 часов назад

    Kwabakubi yo

  • @altariekhoza2136
    @altariekhoza2136 14 часов назад

    😢

  • @businzama6939
    @businzama6939 18 часов назад

    Awuuuuu nawe wavele wacelwa wavuma ayyyy cha kodwa nani bantu besilisa

    • @siyabongachili94
      @siyabongachili94 18 часов назад +2

      Angimsoli ave si weak 😂😂😂😂 nawe nje mawngathi angigibele ngize la ukhona ngingaboleka ngisho imali 😅😅😅

    • @matruh394
      @matruh394 17 часов назад

      ​@@siyabongachili94😂😂😂😂

    • @johannesmabhuma
      @johannesmabhuma 17 часов назад

      @@siyabongachili94 😂😂😂😂Ungaboleka imali bese uyakhona uzolima mosi ufane naye

    • @siyabongachili94
      @siyabongachili94 17 часов назад

      @@johannesmabhuma 😂😂😂😂 kyobonakala sekonakele sphuma kanjani loool

  • @phindilemzozoyana8683
    @phindilemzozoyana8683 18 часов назад

    Lamakhumbi anenkinga

  • @SihleMthanda-hn8sh
    @SihleMthanda-hn8sh 5 часов назад

    Izosbulala lento🍑

  • @PortiaMoyo-o4f
    @PortiaMoyo-o4f 6 часов назад

    Kunzima

  • @NomathekoNtsendwane
    @NomathekoNtsendwane 17 часов назад

    Isono

  • @xolaninsele7362
    @xolaninsele7362 15 часов назад

    Sorry kodwa nathi syayithanda eyamahhala ,

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 18 часов назад

    Oh Nkosi, kanti yini bakithi

  • @BusisiweMasina-k5f
    @BusisiweMasina-k5f 12 часов назад

    Sorry bafo

  • @IchwaneLenkalankala
    @IchwaneLenkalankala 14 часов назад

    😂😂😂Indlela asezothe ngayo ubafo ungaphika ukth wadla elamahhala

  • @DeeBlangwe
    @DeeBlangwe 9 часов назад +1

    Yaze yabuhlungu inhliziyo yam nxesi bhutiwam futhi nomfowenu okhubazekile ohamba ngesihlalo ngathi ungalithola usizo ungalilahli ithemba bhuti wam