Tithe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 дек 2024

Комментарии •

  • @joycemthethwa7611
    @joycemthethwa7611 14 дней назад

    Hallelujah Pastor Zwane Siyambonga UNkulunkulu ngawe, siyafunda kakhulu and lento abafundisi abayikhulumi ngoba bafuna ukuceba ngabazalwane, praise God ukuthi abasekhona abalikhumayo iqiniso njengawe pastor zwane UNkulunkulu akufihle esandleni sakhe somusa

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 Месяц назад +3

    Le eshiwo u Pastor Zwane it's very Powerful

  • @SifisoZulu-u2i
    @SifisoZulu-u2i 4 месяца назад +4

    Kungcono ukubamba I kunzi ngesibhamu kunokubamba inkunzi ngebhayibheli.UPaul umfundisi wethu thina abezizwe uthi "Yilowo nalowo akanikele njengalokhu ezikhethele yena kungabi ngokucindezelwa noma ngokudabuka ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikela ethokoza.lbandla alikukhiphi okweshumi , abakukhiphayo baqolwa izimpisi esimbathe isikhumba semvu.From Sifiso Zulu ( Gauteng)

  • @lebomalethabo3901
    @lebomalethabo3901 Месяц назад +2

    Thank you Bab Zwane for teaching about the truth behind tithing and the history of how it all begun.

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 Месяц назад +1

    Ewu Syabonga Pastor Zwane, for everything Nesbindi sokukhuluma lamaqiniso.

  • @khosi8927
    @khosi8927 5 месяцев назад +5

    Greetings man of God and all brethren I was believing in ten percent as was preached by most pastors and thought that Malachias 3 is the word meant for it,but since listening to you man of God preaching about it my mind is now at clear may the good Lord bless you and his word🙏🙏

    • @russelphelelani5160
      @russelphelelani5160 Месяц назад +1

      There is one thing l like about you Pastor Zwane you are not saying it's wrong and l like indlela ofundisa ngayo Powerful Man of God

    • @gloriamahlase6041
      @gloriamahlase6041 7 дней назад

      .
      😊😊

  • @nokuthulazungu3794
    @nokuthulazungu3794 Месяц назад

    ey siyambonga uNkulunkulu ngawe Baba uZwane,ngiyakhuleka ukuthi engathi ungangasuki la iNkosi ikubeke khona.Empllweni yami yonke njengoba sengevile 50 yrs angikaze ngizwe iNceku kaThixo emela iqiniso noma izwi likaNkulunkulu njengawe siyafunda nsukuzonke.

  • @musankabinde2807
    @musankabinde2807 4 месяца назад +5

    Babu mangethe uThixo akubusisenjalo.Nami ngithole leyo relevation by reading the word of God from Genesis to Revelation.Bazalwane asifundeni izwi and do research before we comit.Okukhulumayo iqiniso lodwa elingaxutshwanga nalutho.

  • @Sarah-z6y
    @Sarah-z6y 4 месяца назад +4

    Umthetho wezanoMose kepha uMusa weza ngoJesu qha uMusa uMusa awusadingi u ten percent kodwa sinikela ngokuthanda okuphuma ngokwamandla ethu

  • @ZamahlaseSibisi-d5s
    @ZamahlaseSibisi-d5s Месяц назад +2

    Thina siyafunda... Futhi siyabonga uThixo esewuqala umsebenzi omusha kithi futhi sibuyelwa uthando lokuqala, siyabonga

  • @thembinkosicornelius-x5n
    @thembinkosicornelius-x5n 4 месяца назад +4

    Amen bazalwane ngicela usizo la I'm reading incwadi Levi 18 but angitholi la kukhulunywa khona ngo10%

  • @zlzintleszlzintles1127
    @zlzintleszlzintles1127 5 месяцев назад +6

    Nikelani okweshumi neminye iminikelo ukuze kube nokudls endlini yenkosi...Thina bekufanele sizihluphe ngokuthi yini indlu yenkosi..bese siwaba kahle wonke umnikelo

  • @lindiwemabanga4017
    @lindiwemabanga4017 2 месяца назад +2

    Siyabonga kakhulu man of God sichazeleke kahle.

  • @michaelmseleku1182
    @michaelmseleku1182 4 месяца назад +3

    Siyabonga Mangethe mfwethu, kuhle ukwenza into uyiqonda kahle not uma utshelwe amanga. Sekuchibiyelwe kakhulu manje bt after all ngiyakholelwa ekunikeleni ngoba uyabusiseka

  • @sihlemanqele1862
    @sihlemanqele1862 3 месяца назад +5

    We are in the new covenant bazalwane Hebrews 4:14 Christ is our highest Priest. Mathew 23:23 & corrects the Scholars, writers, Priests) lets strive for the truth & not defend the false the doctrine. Umkhuba wabelungu who brain washed us nangezwi kodwa the Spirit prevailed in making us understand the gospel,The Gospel is free .If we did not know lets allow Spirit to teach us.

  • @Nontembiso-b6z
    @Nontembiso-b6z 5 месяцев назад +3

    Ndiyabonga BabuZwane ndikuva kahle,Amen

  • @nomvulamargareth317
    @nomvulamargareth317 4 месяца назад +1

    Siyabonga kakhulu babe zwane inshumayelo iyasifundzisa kakhulu unkulunkulu akugcine akubusise kanye Nabokov bonkhe labangcwele labaphawulako Amen 🙏 🙌

  • @GuguMthembu-z8b
    @GuguMthembu-z8b 28 дней назад

    Siyabonga baba kakhulu

  • @Spiritual.springcleaning
    @Spiritual.springcleaning 5 месяцев назад +3

    Amen zinceku mina bengisacela kubuta leyandaba ka Ananiya and Safira abafa ngeba they robbed the Tithe

    • @mooiangel88
      @mooiangel88 Месяц назад +1

      It wasn’t tithe read the story again

  • @goodenoughcele2068
    @goodenoughcele2068 5 месяцев назад +3

    Ngiyamthanda lo baba ngoba uyalazi izwi.Akashumayeli into ayicabangayo.Ushumayela izwi.

  • @LungaKhwaza
    @LungaKhwaza 5 месяцев назад +2

    Uyichaza Kahle ngalendlela ndiyi understanda ngayo Mzalwane ❤God bless lenyani iyadingeka 🙌

  • @FortunateNzimande-i4m
    @FortunateNzimande-i4m 4 месяца назад +3

    Amen iqiniso eliphilile leli

  • @ThokazaniSithole-ie6yt
    @ThokazaniSithole-ie6yt 4 месяца назад +2

    To the question who changed tithe from itshalo and imfuyo inhloso ukunika uNkulunkulu inhliziyo so inhliziyo zethu zisemalini in our days but in the old testament it was imfuyo and itshalo okungumhlaba.....

  • @BongiweNobadula-x8r
    @BongiweNobadula-x8r Месяц назад

    Yho in my church ndingahlaliswa phantsi or ndivalwe kwinto yonke if I can preach this truth. Mar andisasikhuphi isishumi

  • @Sarah-z6y
    @Sarah-z6y 4 месяца назад +3

    Amen masingathuswa ❤

  • @avelagasa2927
    @avelagasa2927 4 месяца назад +3

    Silahlekisiwe singabazalwane kunzima noku reasoner isbhalo, this is painful to safar like this while we have the holy scriptures. One thing that I noticed is that everyone who supports the tithing, they use old testament verses and at the same time they brake the laws of paying it...

  • @Sarah-z6y
    @Sarah-z6y 4 месяца назад +2

    Hallelujah 🙏

  • @ThokazaniSithole-ie6yt
    @ThokazaniSithole-ie6yt 4 месяца назад +2

    Abafelokazi nabagogobele nabahluohekayo nabaPriest ,inikwa umfundisi or priest to distribute to all those people abayidingayo abangenhla

  • @zanelemercy3166
    @zanelemercy3166 Месяц назад

    Nabaphostoli abakaze bafundise ngesishumi nabo babengasikhokhi thina besivumelwano esisha egazini likaJesu,sivikelwa yigama negazi nezwi likaNkulunkulu 👏🏼

  • @nokwazimbatha
    @nokwazimbatha 5 месяцев назад +3

    Abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi

  • @sebenzilebiyela6005
    @sebenzilebiyela6005 5 месяцев назад +3

    Thank you Jesus for your word 🙏

  • @Sharon.Masengana
    @Sharon.Masengana 3 месяца назад +2

    I believe in tithe.

    • @AthobekileXesha-ep1fe
      @AthobekileXesha-ep1fe Месяц назад

      Nami Ngeze ngayiyeka futhi cz ndiyawazi umsebenzi wayo n iyafumaneka kwi new testsment uMama ofe ngecovid Wabuya Uthi kwajongwabukuthi bekakhipha Na itithe Kwatholakala kuthi bekajump jump but ngenxa yoThando

    • @AthobekileXesha-ep1fe
      @AthobekileXesha-ep1fe Месяц назад

      Ngoku umuntu sekufanele ecele uHolly spirit amkhanyisele ngesiShumi

  • @zlzintleszlzintles1127
    @zlzintleszlzintles1127 5 месяцев назад +2

    Kuzwakala kunomoya wempikiswano la..lo uJehova athi uvela ezinkanukweni zenyama..Kanti Ngokweshumi neminye iminikelo uthi uJehova Asimlinge..ASIMLINGE ASIMLINGE..$sibone ukuthi ngeke yini ivuleke iminyango yeZulu

    • @nokwazimbatha
      @nokwazimbatha 5 месяцев назад +2

      Konikela ngokuthanda if ngi ngathandi ukumlinga ngenelisekile ngenginakho no need

    • @sanelexulu3688
      @sanelexulu3688 12 дней назад

      😂😂​@@nokwazimbatha

  • @RoseNtombi-cz5jd
    @RoseNtombi-cz5jd Месяц назад

    Siyabonga mfundisi unkulunkulu akubusise kakhulu siyafunda kuwe

  • @zlzintleszlzintles1127
    @zlzintleszlzintles1127 5 месяцев назад +3

    1Peter 2:9 we are the royal priesthood.the chosen nation..So we are priests bakwethu

  • @dlaminimokhi7001
    @dlaminimokhi7001 Месяц назад

    Tithe went to the house of God according to old testament.
    Today there is no structural house of God
    But God lìves in us.
    According to Deuteronomy 14.....
    Money was there because if bokhashane you sold it n bring the money in the house of God n buy anything you like including beer.
    Ku new testament siva I offering from a pure heart.
    New testament start after avuke kwehle Holy Spirit.
    So biblical we suppose to give freely.

  • @joicelindeni5562
    @joicelindeni5562 14 дней назад

    The name of that Song Baba.

  • @dorahdanayi1891
    @dorahdanayi1891 5 месяцев назад +1

    Tata ndiyabulela kakhulu mna ndifundile qhubeka usifundise God bless you Tata❤❤🙏🙏

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 Месяц назад +1

    Ama bible study engathi abaluleke more then anything Bazalwane

  • @nokwazimbatha
    @nokwazimbatha 5 месяцев назад +2

    Yaze yangichaza I topic I wish baba Zwane ngingahlukani nawe ngikulandele kuwo wonke ama topic

  • @nokwazimbatha
    @nokwazimbatha 5 месяцев назад +1

    Iyooo ngyabonga cc waze wayichaza kahle ukuthi impilo ingaphezu kokweshumi

  • @NocaweGxumisa
    @NocaweGxumisa 5 месяцев назад +1

    🔥🔥🔥🙏 Bawo 😳 ziyakhamana yhooo ndi qala ukuyfumana mna iteaching ngokweshumi. Ndithanda xa uthi Baba awuthi ayikhuphe umtu or ungaykhuphi qhaa kudingeka imfundiso bazalwana. Siyafisa ukunikela but hay ukuthi sithuswe ngokuthi: SIQALEKISIWE XA SINGAKHUPHI OKWESHUMI AND SINGABAZALWANE ABANGOTSOTSI, masilungiseni ukuthetha xa sithatha iminikelo. Kuko konke uMoya Oyngcwele uyakwazi ukukusebenzisa ngokunikela xa ekubonisa isidingo saloko, ingangu Mfundisi (ulekelele ngokweshumi) ingangu mzalwana ( ulekelele nakuye) ingasisidingo senkonzo ( ulekelele nakhona) naphi na umoya Ongcwele ukulatha khona. Enkosi bhuti ngale teaching ndiqala uyiva, ndazi mna eka Malachi Kuba yiyona esiybizayo ezinkonzweni masifuna okweshumi. Sithi Masi khuluma " uthi Thixo ZISANI OKWESHUMI as itsho incwadi ka Malachi. 😊Enkosi ngemfundiso.

  • @NobakheLebenya
    @NobakheLebenya 5 месяцев назад +2

    Yiza e Worcester e zwelethemba please ndifuna umkhonza u Thixo mna ngenyaniso yelizwi lika Thixo

  • @wisaniPhindi
    @wisaniPhindi 5 месяцев назад +1

    Amen it is clear mfundisi we must not be limited to offering anywhere anytime

  • @lindiwembatha3219
    @lindiwembatha3219 5 месяцев назад +4

    Washaya baba

  • @zlzintleszlzintles1127
    @zlzintleszlzintles1127 5 месяцев назад +2

    Mfundisi akukho okuwrong ngokuthi uJesu angavezwavekhuluma Ngokweshumi Kuma Acts..Kuthiws kuningi okungabhalwangwa ukuzei bible lifingqwe

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 Месяц назад

    Le ayidingi ukuba emotional Piwerfull P. Zwane

  • @ZamahlaseSibisi-d5s
    @ZamahlaseSibisi-d5s Месяц назад

    Siyabonga kakhulu siyafunda

  • @nokwazimbatha
    @nokwazimbatha 5 месяцев назад +1

    Amen kuyazwakala kahle

  • @mzwakhewakhe1740
    @mzwakhewakhe1740 Месяц назад

    Yiiilo hayi lento eshunyayelwa emasontweni amaningi,Uma sithi basiphe I verse elithi ikhishwe every week or every month abaphenduli.

  • @KhayalethuRicardoMzanywa
    @KhayalethuRicardoMzanywa 5 месяцев назад +1

    Amen

  • @BuyiswaMbangi
    @BuyiswaMbangi 2 месяца назад

    Yuuubawo asifanga kude sifundelwe Bible sikhuthuzwa enkosin Mfundisi Ukuba ithi kanti bamamele otsotsi ezinkonzweni uswele nale yokudla endlini unde ushwatyulelwe nxakwe ukhupha isishumi but uyasokola yuundincedile mna shem❤

    • @AthobekileXesha-ep1fe
      @AthobekileXesha-ep1fe Месяц назад

      Wena bekutheni ungazifundeli iBible Inkinge anifuni kufunda iBible Nawe if kwakunguwe ubuzotsho So asibahloniphe ababekiwe phambi kwethu Uma Wenzel iphutha asinokubathuka

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 Месяц назад +1

    Kunjalo Zwane Power

  • @lindiwembatha3219
    @lindiwembatha3219 5 месяцев назад +2

    Bathenga izimoto ezinkulu ezidurayo nemizi emkhulu

  • @irenenoxolo4311
    @irenenoxolo4311 5 месяцев назад +4

    May you be carefull on this topic Pastors. Ningavimbeli abazalwane izibusiso

    • @nokwazimbatha
      @nokwazimbatha 5 месяцев назад +3

      Hayi mzalwane akashongo ukuthi singakhiphi uthi akusiyo impoqo futhi akasho uthi azibonele thina yena ufunda izwi kuphela

  • @MosesMoloto-z5h
    @MosesMoloto-z5h Месяц назад

    We get story of Levites on the book of Numbers 18 v 1 not Leviticus 18. Just to rectify Ps Mangethe. Thanks. And I am learning 😂

  • @washumliloinkosi1565
    @washumliloinkosi1565 5 месяцев назад +1

    Mina ngokwami lo10% wamanje abuwona i bible kuyisambulo , ngendlela uyichaza ngayo,ngoba ngiyibone kahle ngesikhathi sama Easter angithi siba nendawo lapho so celebrater khona ama Easter bese thina esinemali siyakhona ukuthi sifinyelele lapho kuleyondawo ekhethiwe for celebration bese abampofu bona sibashiya ngaphandle ekubeni bayafisa ukuyohlanganyela nabo ekubeni ngabe kukhishwa kumnikelo webandla

  • @NewsOtto
    @NewsOtto 2 месяца назад +1

    .😮

  • @mziwonkexola3707
    @mziwonkexola3707 5 месяцев назад +1

    Zyakhala manje

  • @NobakheLebenya
    @NobakheLebenya 5 месяцев назад +2

    Amen ndiphumile kubo ndizozondwa ngumfundisi wam I'm waiting to be hated by him and his wife

    • @AQS14
      @AQS14 5 месяцев назад

      😂😂

    • @nokwazimbatha
      @nokwazimbatha 5 месяцев назад

      😂😂😂😂😂😂

  • @JohannesMakhura-gp8cs
    @JohannesMakhura-gp8cs 5 месяцев назад +1

    Ame

  • @NobakheLebenya
    @NobakheLebenya 5 месяцев назад +1

    Bathi singabuzi wonke umntu ngk uyapeya ngk akho osweleyo

  • @irenenoxolo4311
    @irenenoxolo4311 5 месяцев назад +1

    I would like to ask if you are a Pastor or running a church.
    If you personally believe on tithe
    Cain was a killer due to tithe jealousy

    • @banelengubane8159
      @banelengubane8159 5 месяцев назад

      Uvesi bani loyo?. Kubhalwephi uku Abel and Cain tithed?

  • @dlaminimokhi7001
    @dlaminimokhi7001 Месяц назад

    Deuteronomy 14 verse 22 ......explain much better

  • @ZamahlaseSibisi-d5s
    @ZamahlaseSibisi-d5s Месяц назад

    Amen