Ngambona UJesu Nabangcwele, Ngabona Namanxeba Akhe Emzimbeni | Mom Rose Mthembu Cuna | MUST WATCH.

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 23 янв 2025

Комментарии • 341

  • @thabilethah8984
    @thabilethah8984 26 дней назад +3

    Yeeeeey ngiyabonga mama ngentshumayelo enhle kankaka. Ave iwenzile umehluko empilweni yami iNkosi ikubusise sisuthi ngumoya oyingcwele. Angizophinde ngivumele usathane antshontshe injabulo yami cha. Siyabonga Ngonyama yeZulu amen 🙏

  • @KoketsoTshona-qi2hn
    @KoketsoTshona-qi2hn 2 месяца назад +9

    I just love this old woman. She's humble, she reminds me my mom😢

  • @mjabulisenijiyane
    @mjabulisenijiyane 2 месяца назад +56

    Kushubile emzansi lokhu bevele njalo abantu abadlulisa mlayezo ka Nkulunkulu

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад +7

      @@mjabulisenijiyane kukhona okwenziwa ngu Nkulunkulu hope abantu bavukile bayabona ukuthi isiphi lesikhathi.

    • @graciousdube3058
      @graciousdube3058 2 месяца назад +4

      Apheleli amathemba asamhlabe,aphelile amahlathi okucasha,Ezulwini kuyayiwa kuvela amaqiniso manje🙏

    • @HloiMollo
      @HloiMollo 11 дней назад

      Kakhulu

  • @nhunhuflorencemanganyi9506
    @nhunhuflorencemanganyi9506 2 месяца назад +5

    This is a great testimony, i can listen to her everyday, wow❤❤❤

  • @sibusisiwevilakazi4120
    @sibusisiwevilakazi4120 2 месяца назад +9

    Whatever you do , you have to just to please the Lord thank you mama for a wonderful massage 🙏🙏 our inner person is growing.

  • @ntombizodwamasemola3934
    @ntombizodwamasemola3934 2 месяца назад +6

    Babu' Shanbangu siya bonga isineke sakho. UNkulunkulu akwenzele umusa ❤.

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад +1

      Amen nami ngiyabonga 😊 udumo malube k UNkulunkulu 🙌🏾
      Nawe uhlale unomusa njalo ❤️

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 28 дней назад

    Siyabonga mama uRose! INkosi uJesu uyaphila! Ngimbonile kweyami impilo. Ubufakazi bakho bunamandla amakhulu. Siyambonga kakhulu uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo.

  • @Mercyreigns1969
    @Mercyreigns1969 2 месяца назад +10

    Ngaze ngabusiseka Mom Rose lwavuselelwa lokholo lwami, ngiyabonga maaa, inkosi ikugcine 🙏🏿

  • @ilanndex8194
    @ilanndex8194 2 месяца назад +4

    ❤ what a beautiful testimony,I feel blessed ngezwi elikhunywe lana, uJehovah anenzele kahle

  • @IsaacMakhubela-df1xv
    @IsaacMakhubela-df1xv 2 месяца назад +7

    A true women of God south Africa we are blessed

  • @MxolisiKhuzwayo-k4w
    @MxolisiKhuzwayo-k4w Месяц назад +2

    Udumo kophezulu umqali nomphelisi wobizo lwethu sithobela ukukhuluma kwakhe inselelo usele ngakithi syabonga MAMA u Nkulunkulu akubusise egameni leNkosu uJesu 🙏 🙏

  • @Mphiranaxm3cj
    @Mphiranaxm3cj Месяц назад +1

    The old woman's testimony, it's a revival on its own, power of faith. Siyabonga mama Nkulunkulu akubusise njalo

  • @NonkanyisoVeco-q3q
    @NonkanyisoVeco-q3q 2 месяца назад +13

    Sibulela ukuthandwa kangaka yiNkosi yamakhosi usizisela izambulo ezintle siyazamkela sizokwenza konke asiqwashisa ngako ..Amen Mother Rose Glory be to God.

  • @NomsaNokhalipha-ph7bl
    @NomsaNokhalipha-ph7bl 2 месяца назад +11

    UThixo unamandla akekho ofana naye❤❤❤❤

  • @juliasindale9467
    @juliasindale9467 2 месяца назад +5

    Lobufakazi buqinisa ukholo lwami mama,ngiyabonga

  • @Lebogm
    @Lebogm Месяц назад

    What a beautiful testimony ❤🎉

  • @Vuyani-d9m
    @Vuyani-d9m 2 месяца назад +2

    Mama siyabonga ubufakazi bakho very powerful zimnandi lezindaba siyabonga nokucacisa ukut uyamukelwa kanjani uJesu. Emuhle uJesu umsindisi nomthetheleli wezono zethu. Uthando engilufilayo through your testimony. UJesu wuthando abantu abazi amen. We feel loved amen.

  • @remandlo
    @remandlo Месяц назад +1

    Ngaze ngajabula Nkosi yami. Siyabonga nge testimony ka Mama Rose. May God bless omama abathandazayo. Washo kamnandi umama sengathi kade exoxela mina ngedwa. Sicela abuye umama. Hamba Vangeli....
    CPT, WC SA

  • @jabulanisangweni
    @jabulanisangweni 2 месяца назад +4

    What a beautiful testimony uJehova muhle uyabekezelela abantu bakhe abaphe umusa abaqondise baze baniqonde icebo nenjongo ngomuntu siyabulela kakhulu kuhle lokhu kuyabongeka kuyajabulisa

  • @thestream1
    @thestream1 2 месяца назад +14

    Ingelosi ifana nawe, uzwile-ke Mr host... Siyabonga izwi.. Engikubambe kakhulu ukuthi uma silingwa singahluthukelwq inhliziyo futhi sihlale sijabula njalo-njalo.
    Amen.

  • @GabrielsmangeleMaphumulo-cu1mk
    @GabrielsmangeleMaphumulo-cu1mk 17 дней назад

    Ngaze ngayithanda itshumayelo kaMama Rose

  • @rosettamncube1972
    @rosettamncube1972 2 месяца назад +7

    Oh my Jesus I am so blessed, I am rejoicing in the Lord and I will always rejoice in the Lord

  • @ThandahM
    @ThandahM 2 месяца назад +1

    Beautiful testimony indeed..siyabonga Moya ongcwele

  • @LorrainePhetla
    @LorrainePhetla Месяц назад +1

    I'm so blessed we really need to listen to this true gospel

  • @mlungisicele_80
    @mlungisicele_80 2 месяца назад +56

    Igama lami uMlungisi wakaCele ngohlala eBonella eThekwini ngazalelwa eAFM kuthe uma sengikhulile izwe langinqoba,ngifuna ukubuyela eNkosini isono sami esingihlulayo utshwala isifiso sami ukungena ku2025 sengibuyele eNkoisini ngiyamthanda uJesu kakhulu,ngicela ningithandazise

    • @setsabilezwane9960
      @setsabilezwane9960 2 месяца назад +1

      Hi, my brother. we thank God for your precious life, sitakukhulekisa ❤

    • @sicelomasuku5554
      @sicelomasuku5554 2 месяца назад +3

      The willing power my brother is vital ..God can see your heart also try to change your place ..avoid ur drinking friends . Always be with umuntu osaba UJESU

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад +3

      Amen Mr Cele, okokuqala nje mfwethu ukuthi uvume UJesu Kristu ukuthi uyiNkosi noMsindisi wempilo yakho, uma wenze kanjalo uyobe usuliqalile uhambo lwakho neNkosi Jesu. Nathi sizokukhulekisa and nawe uzobe uyeka konke okuyekekayo, okungayekeki ukucebe kwi Nkosi Jesu, soze ikulahle Amen 🙏🏼

    • @jojabafundi9217
      @jojabafundi9217 2 месяца назад +2

      Nge gama like Yesu usulinqobile lelo dimon my neighbour in Heaven

    • @nomkhosimashile2942
      @nomkhosimashile2942 2 месяца назад +1

      Amen Mlungisi qala ngokwamukela uJesu ngo Romans 10v9..AFM uhlale kuVangeli lakudala lakhona. iNkosi inawe.

  • @treasuremanana9817
    @treasuremanana9817 2 месяца назад +5

    Hallelujah siyabonga make solo emehlo ayavuleka thank you Jesus

  • @BonganiMaki
    @BonganiMaki 2 месяца назад +5

    Siyabonga kakhulu Mama, AMEN....

  • @sithabisoMbano
    @sithabisoMbano 2 месяца назад +4

    Amen mama ngiyakuzwa ukukhuluma kwakho kujabulisa mina iNkosi busise ngakho konke okushoyo Love you mom

  • @minenhlekhoza5581
    @minenhlekhoza5581 Месяц назад

    This is so refreshing ❤❤❤❤

  • @NoziceloJingxeni
    @NoziceloJingxeni 2 месяца назад +2

    Siyabonga Mama wam, ubawo ulungile 🙌🙌🙏🙏Nkosi kakhulu ngale massage

  • @lindanixulu7596
    @lindanixulu7596 2 месяца назад

    Wow🎉 Yamnandi Testimony

  • @FuthiDlamini-f1f
    @FuthiDlamini-f1f 2 месяца назад +5

    Syabonga babe Shabangu kusiletselaa make,syakheka kakhulu,UNkulunkul anibusise 🙌🙌

  • @MissSilanda
    @MissSilanda 2 месяца назад +8

    There's something very spiritual about ugogo, uhamba noMoya kaThixo

  • @SaraphinaMkhize
    @SaraphinaMkhize 2 месяца назад +1

    Glory to Jesus hallelujah hallelujah hallelujah hallelujah hallelujah hallelujah ❤❤❤❤🎉🎉 thanks God bless you amen

  • @NomusaMadlala-rg6uu
    @NomusaMadlala-rg6uu 2 месяца назад +2

    Aleluyaaa ngiyabingel egameni leNkosi uJesu ngiyazibongela nami ngise Pmburg kwaze kwamnandi ukuhlala no mam'Rose ngiyabusiseka ,futhi ngiyafunda

  • @magdelinekebogile5641
    @magdelinekebogile5641 2 месяца назад +5

    Amen Mama releboga ditaba tsa Legodimo Tse monate ka leina la Morena Jesus

  • @aphiwemachi6920
    @aphiwemachi6920 2 месяца назад +4

    Siyabonga bonga mama UJESU KRISTU UYINKOSI siyawucela part 2

  • @jojabafundi9217
    @jojabafundi9217 2 месяца назад +2

    Yhooo Jesus Christ you are great, amen

  • @Hopecomethinthemorning
    @Hopecomethinthemorning Месяц назад

    I absolutely love her!!!! Une contagious joy of the Lord, and she is so fearless! Glory to Jesus!

  • @esth-e6e
    @esth-e6e 2 месяца назад +1

    Wow! Siyabonga, this is powerful, what a great woman of God. I’ve learnt a lot, thank you so much Mam Cuna

  • @NkaziBiker-cv8dn
    @NkaziBiker-cv8dn 2 месяца назад +3

    Syabonga Jesu ukulalela indaba zakho ezinhle siyakukhonza Nkulunkulu kuzekube phakade

  • @mapulemashiyane6219
    @mapulemashiyane6219 2 месяца назад

    Amen ubuhlakani buka moya oyingcwele

  • @musamsonga2640
    @musamsonga2640 2 месяца назад

    My soul is blessed. Thank you mama

  • @NonkanyisoVeco-q3q
    @NonkanyisoVeco-q3q 2 месяца назад +1

    So sweet news Breathen...
    Ndaze ndabusiseka ngu Maam Rose

  • @ThokoMchunu
    @ThokoMchunu 2 месяца назад +1

    Awu NKOSI YAM,alukapheli uhlelo, kodwa sengisizakale ngalendleka,GOD bless you Sis Rose🙌🙌🙌

  • @nomkhosimashile2942
    @nomkhosimashile2942 2 месяца назад +6

    Siyabonga Mama uNkulunkulu aqhubeke akusebenzise..Part 2 Please.

  • @tracymahlangu6734
    @tracymahlangu6734 2 месяца назад +2

    I tap the grace upon you mama

  • @NomaPuzi
    @NomaPuzi Месяц назад

    Waze wangibusisa mam rose ngobufakazi obunamadla xa uthi olungileyo wophila ngokukholwa ngempela limnadi izwi lenkosi linambithekahle washiyela lesikwa esimhlophe qhwaaa esimnadi kangaka siyabonga

  • @gontsemasilela387
    @gontsemasilela387 13 дней назад

    Thank you for your time and testimony Mama , you are so humble .God bless you and babu Shabangu.Amen

  • @LindiweShilaluke
    @LindiweShilaluke 5 дней назад

    Listening to Mam Rose is such a blessing, she truly has an anointing and revelation of The Word

  • @khumbuzileshabangu3500
    @khumbuzileshabangu3500 2 месяца назад +1

    Amen Make Rose . what a wonderful testimony we give God the glory . ngatsi ngingahlala ngilalela . Bhuti thanks for the wonderful work of God you are doing .

  • @RubbylefahlaRachekhu
    @RubbylefahlaRachekhu 2 месяца назад

    Amen am blessed ❤

  • @ZamaShandu-p3f
    @ZamaShandu-p3f 2 месяца назад +8

    Kusho ukuthi iNKosi Jesu uyazithanda siyiswe lase South African

  • @nonhlanhlalihlecbia2101
    @nonhlanhlalihlecbia2101 2 месяца назад +4

    Siyabonga mama ivangeli lina mandla amen

  • @NomaNoma-uc3cq
    @NomaNoma-uc3cq 2 месяца назад +5

    HALLELUJAH HALLELUJAH hamba Vangeli elihle siyabonga

  • @XolileVilakazi-p6n
    @XolileVilakazi-p6n 2 месяца назад

    Oh hallelujah bancwele masingayishiyi indawo yethu siyabonga mama 🙌🙌

  • @khethiwemthembu5460
    @khethiwemthembu5460 2 месяца назад +6

    Umusa ongaka ngempilo kaMama naye waba nothando lokusidlulisela lombiko nobufakazi obuhle kangaka. Hallelujah uJesu Kristo uyiNkosi ngempela. Amen.

  • @vusishongwe5617
    @vusishongwe5617 2 месяца назад +2

    AFRICA BACK TO GOD ❤❤❤

  • @ThokozileShitiba
    @ThokozileShitiba 2 месяца назад +2

    Siyabonga ncekukazi kababa unkulunkulu ngoku sitshèla ngesambulo esihle senkosi jesu christ amen

  • @ThabileShange-m5m
    @ThabileShange-m5m 2 месяца назад

    Hallelujah glory to God

  • @maxinmgwenya3255
    @maxinmgwenya3255 2 месяца назад +1

    Siyabonga mama ukusivuselela kakhulu emoyeni ngokwezi likaNkalunkulu. INkosi mayikubusise kakhulu kanye nobabuShabangu kuleluhlelo... Amen!

  • @ZandileHadebe-d6t
    @ZandileHadebe-d6t 2 месяца назад +3

    Obukhulu bakhe abuphenyesiseki,ohlezi ekukhanyeni lapho kungesondele muntu,hallelujah

  • @SaraphinaMkhize
    @SaraphinaMkhize 2 месяца назад +2

    Thank you for the motivation mamthembuGod bless ❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉😂😂

  • @nompumelelomabuza5798
    @nompumelelomabuza5798 2 месяца назад +2

    From Soweto ❤kasi lami ,danko Jeso!!!

  • @SaraphinaMkhize
    @SaraphinaMkhize 2 месяца назад +3

    Siyabonga kakhulu uNkulunkulu wethu❤❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉

  • @Sibekezelendlovu
    @Sibekezelendlovu 2 месяца назад +1

    Nkulunkulu uthembekile syabonga umsebenzi muhle Nkulunkulu aqhubeke aliqinisa syabonga lomlayezo u amadla ❤

  • @simphiwemthethwa3716
    @simphiwemthethwa3716 2 месяца назад +1

    Syabonga muhluJesu sibusisekile impela amen 🙏

  • @HloiMollo
    @HloiMollo 11 дней назад

    Powerful mama wow

  • @carolinenofuya-yw8km
    @carolinenofuya-yw8km 2 месяца назад

    Amen mama ungcwele uThixo

  • @NtombizodwaZodwa-nr6il
    @NtombizodwaZodwa-nr6il 2 месяца назад +4

    Bebsfuna ukukudubula vele lawomadoda kudala bekulindile, kodwa sibonga umusa kaNkulunkulu ❤️

  • @LindiweShilaluke
    @LindiweShilaluke 2 месяца назад +11

    Sicela u part 2. Zimnandi lezindaba

  • @BongaGift1016
    @BongaGift1016 2 месяца назад +1

    Oh Hallelujah, Jesus Christ is the King

  • @carrolmahungele
    @carrolmahungele Месяц назад

    Our God is great amen

  • @ConnyDube
    @ConnyDube 2 месяца назад

    Mayibongwe iNKOSI ngale testimony kamama siyavuselelwa.
    We need more of these mina ngokwami ngibusiseke kakhulu 🙏 ngiyabonga.

  • @ThandazileMsweli-sl6wf
    @ThandazileMsweli-sl6wf 2 месяца назад +1

    Hallelujah makabongwe u Jesu ubani vele ongahamba phezu kolwandle ngaphandle kuka Jesu Christu g

  • @NomsaTwala-v4y
    @NomsaTwala-v4y 2 месяца назад

    Thank you Holly spirit

  • @RavenNdlela
    @RavenNdlela 2 месяца назад +1

    Mom I believe you... Glory to God.. I di my research.. I know what you talking about

  • @ntombizodwamasemola3934
    @ntombizodwamasemola3934 2 месяца назад

    God is good indeed. Our generation is really blessed to have this kind of testimonials. Children of God let us repent while there is still time.

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад

      @@ntombizodwamasemola3934 Amen to that 🙏🏼

    • @SontoPhiri-hr5bz
      @SontoPhiri-hr5bz 2 месяца назад

      Thank God I was there and I'm still in katlehong glory 🙌

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад

      @@SontoPhiri-hr5bz Amen, thank you for confirming this. To our Father God be the glory 🙌🙌🙌

  • @lineosekokoi44
    @lineosekokoi44 2 месяца назад +1

    Oh, what a testimony. Siyabonga umama

  • @NokuthulaMadiba
    @NokuthulaMadiba 2 месяца назад +2

    SIYABAKHULEKELA MAMA,INKINGA BAQHUBEKA NOMSEBENZI KANKULUNKULU NOMA SEBEWILE,BENGASAMFUNI UJESU.SIBHEKENE NOBUNZIMA EMABANDLENI,KUGCWELE ABAHLEKA USUKU,BENESIMO SOKUMESABA UNKULUNKULU KODWA,BENGABAZENZISI.UJESU AKASISIZE

    • @carolinenofuya-yw8km
      @carolinenofuya-yw8km 2 месяца назад

      Amen cc kunjalo siyawa endleleni ngempela siyaludinga usizo inde lendlela nelizwe esiphila kulo

  • @dulsysibongile4995
    @dulsysibongile4995 2 месяца назад +1

    Siyabonga uya sikhuthaza love you mama

  • @MmamiMamolotsi
    @MmamiMamolotsi 2 месяца назад

    🙏🙏🙏🙏Praise the lord 🙌🙌🙏🙏🙏

  • @NtombiMncwabe-ty3oy
    @NtombiMncwabe-ty3oy 2 месяца назад +1

    Mmmh siyabonga Nkosi UJESU

  • @BusisiweNkomo-h4y
    @BusisiweNkomo-h4y 2 месяца назад +1

    Siybonga Mama ngifunde okuningi namhlanje muhle uphakeme mkhulu ongakithi

  • @NokuthulaMadiba
    @NokuthulaMadiba 2 месяца назад +1

    SIYABONGA MAMA ROSE UBUFAKAZI.

  • @sibusisoqabsndawonde4372
    @sibusisoqabsndawonde4372 2 месяца назад +1

    Mmmmmm hallelujah syabonga mama P2 please

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9wo 2 месяца назад +2

    Wow what a vision ❤❤❤

  • @ntwenhleqwabe5235
    @ntwenhleqwabe5235 2 месяца назад

    Siyabonga mama

  • @Angelsmodiadie
    @Angelsmodiadie 2 месяца назад +1

    Siyabonga Mama we are blessed.

  • @nomthandazomsenga2948
    @nomthandazomsenga2948 2 месяца назад

    What a beautiful testimony Mama...Muhle uJehova

  • @ElizabethShirindza-t4r
    @ElizabethShirindza-t4r 2 месяца назад

    Sybonga gogo God is good

  • @celanikhumalo7590
    @celanikhumalo7590 2 месяца назад +2

    Cha ivuthiwe intomb’endaba kulendlela Siyabonga

  • @thandobilly
    @thandobilly 2 месяца назад +15

    UJesu Kristu UyiNkosi Baba Shabangu Syabonga Kakhulu Nje Ukuletha LoMzalwane
    Yhooo Idlala 2 Hours Wonke Le Video But Khululeka Ngzoyi Downloader Because Ngyathanda Ukulalela Nokubuka Abantu Abadala Phecelezi oGogo Nabo Mkhulu, Kumnandi Nje I Learn a Lot From Them Because It's Been Years Bekwinsindiso.
    Anyways Syabonga kakhulu Again For Ukusilethela Nangu uGogo.
    UJesu Kristu uyiNkosi Amen

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад +2

      @@thandobilly UJesu Kristu UyiNkosi ngempela, thank you for appreciating lomsebenzi weNkosi, udumo lungolwayo INkosi Jesu.
      Trust me it’s 2 hours worth of time. I enjoyed every minute nginomama. Glory 🙌🏾

    • @difransmahungele9136
      @difransmahungele9136 2 месяца назад +1

      Repent too before 😊90

    • @thandobilly
      @thandobilly 2 месяца назад

      @@quartertomedia6411 UJesu Kristu UyiNkosi Baba Amen

    • @NomaNoma-uc3cq
      @NomaNoma-uc3cq 2 месяца назад +1

      HALLELUJAH AMEN O Dear LORD JESUS CHRIST ngaze ngakhala ngaphakati

    • @NomaNoma-uc3cq
      @NomaNoma-uc3cq 2 месяца назад +1

      Ngokuba ngiyazwisisa nento kaJESU

  • @siamthandajijimba2955
    @siamthandajijimba2955 14 дней назад

    I healing baba uyayi practiser ukholelwe ku Jesu uma ubona umntu ogulayo uyamkhulekela umbeke isandla ufuna uyithande lento akekho ozokunika uyazihlupha wena as a Christian

  • @Sibekezelendlovu
    @Sibekezelendlovu 2 месяца назад +1

    Awuuuuu sicela u part 2 syabonga Moyogcwele ngokuvheza amadla lobukhona buka Nkulunkulu syabonga JEHOVAH ❤❤❤

  • @ntombizodwamasemola3934
    @ntombizodwamasemola3934 2 месяца назад

    Siyabonga MamRose ngo bufakasi obu naNamdla.

    • @quartertomedia6411
      @quartertomedia6411  2 месяца назад

      @@ntombizodwamasemola3934 You welcome and thank you so much nakuwena.

  • @PennyNandiM
    @PennyNandiM 2 месяца назад

    I am so blessed that I cannot wait for part 2 Nkosi yami. Siyabonga mama uNkulunkulu uyakusebenzisa.

  • @cynthiandlovu5683
    @cynthiandlovu5683 2 месяца назад

    Amen siyabonga umusa ogaka osipha wona

  • @nqobazithamlambo9624
    @nqobazithamlambo9624 2 месяца назад

    We continue to learn...

  • @TholakeleDlamini-cy1vb
    @TholakeleDlamini-cy1vb 2 месяца назад +5

    Amen Mama syabonga indaba ezinkulu kangaka muhle uJesu namhlanje ngibusisekile kakhulu
    INkosi mayisisize sikhule ekumazini NkuluNkulu