Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo othole ithuba lokuba nengxoxo no Wiseman Mncube - The Wife

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 16 окт 2024
  • Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo othole ithuba lokuba nengxoxo no Wiseman Mncube ongumlingisi, odume kakhulu ngelikaSibonelo kumdlalo-Uzalo kanye noMqhele kwi-The Wife nakweminye imidlalo.
    Ukhuluma ngokuba umlingisi okuyinto akayithandayo futhi akazimisele ngayo.
    Usixoxela ngomdlalo-Shaka iLembe olindeleke ngonyaka ka-2023. Uthi abantu bengalindela okuhlukile kulomdlalo futhi okuzobajabulisa.
    Uthi okumgqugquzelayo ukuthi asebenze ngokuzimisela ukuba nobhuti naye okumkhakha wezokulingisa akabukela kuye njengoba naye kade ebukela kwabaphambili ukunaye.
    Ubonga abalandeli bakhe ngokumeseka kukho konke
    #UkhoziFM #TheWife #UkhoziFMTV

Комментарии • 4