Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo - Silo Samabandla

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 30 сен 2024
  • Ukhozi FM TV lukwethulela ingxoxo ekhethekile phakathi kweSilo Samabandla kanye nondlunkulu, ingxongxo uyethulelwa uLady D.
    UNgangezwe lakhe usixoxela ngokuzalelwa obukhosini nendlela abazali bakhe abamukhulise ngayo.
    Sithole ithuba lokwazi kabanzi ngomama wesizwe ngenhlangano engenzi nzuzo i-KaMskolo Foundation eqhakambisa ukuthi ‘ligotshwa lusemanzi’ esiza futhi esebenzisana kakhulu nabafana abasebancane.
    Bayede Silo Samabandla! wena wendlovu, wena wendlovu Bayede!!!
    #UkhoziFMTV #UkhoziFM #SiloSamabandla

Комментарии • 278

  • @mhlogumede1411
    @mhlogumede1411 2 года назад +35

    He's going to be lifted up because of the humbleness he has. I'm happy for my great friend uNdlunkulu u kaMayisela. She's equally humble. Long live to the King and Queen

  • @THEGODDESSTHEYNEVERSAWCOMING
    @THEGODDESSTHEYNEVERSAWCOMING 2 года назад +38

    "unkulunkulu this.. unkulunkulu that"... Ave iyinto enhle ezindlebe zami. A man that has faith/god as his anchor is very powerful.

  • @sabelomthombeni7171
    @sabelomthombeni7171 2 года назад +35

    The king is into God, he believes to God. I'm not a zulu but I love this king, so humble and respectful.

  • @sibonisopatricnkosi2579
    @sibonisopatricnkosi2579 2 года назад +69

    This king is very humble and very wise

  • @nonhlanhlaesther8374
    @nonhlanhlaesther8374 2 года назад +31

    Akeve ephansi uBayede, what a blessing to have such a King. Bayede!!!

  • @marthatatsanyane2322
    @marthatatsanyane2322 2 года назад +40

    I'm not zulu, but I love Isilo and Ndlunkulu ka Mayisela. they are very wise and humble. they are an inspiration to SA as a whole....🧡🧡🧡🧡

  • @sisandantsebeza9997
    @sisandantsebeza9997 2 года назад +21

    It's beautiful to see how uBayede loves his Queen. May God bless their union.. Long live Silo samabandla..

  • @sizwemngxunyeni7090
    @sizwemngxunyeni7090 2 года назад +91

    I'm Xhosa but this is the Real king i respect, his humbleness and respect he shows to veryone. When he took the throne even Zulus had a problem with the King who is not fluent on his mother togoue but look at him now how he speaks Zulu and the articulation of words. Wena weNdlovu !!!!may God bless you.

    • @poshplayersentertainment4317
      @poshplayersentertainment4317 2 года назад +2

      He's never not been fluent in isiZulu

    • @itumelengmahaole5890
      @itumelengmahaole5890 2 года назад +2

      He's always been fluent in IsiZulu, maybe his SiSwati is dodge but I've never heard him speak SiSwati. The uproar was because he is fluent in English, which I think is foolish. Wena weSilo🙏🏾

    • @poshplayersentertainment4317
      @poshplayersentertainment4317 2 года назад +1

      @@itumelengmahaole5890 what on earth are you taking about,have you proven that beyond a reasonable doubt? Have you taken his English and Zulu and weighed it somewhere somehow to come with that determination or is it just your opinion? The Zulu kings isiZulu is fluent,his English is good too. Where you get your point that he speaks English better is puzzling,perhaps it's because youre not Zulu and can't hear what he's saying.

    • @itumelengmahaole5890
      @itumelengmahaole5890 2 года назад +1

      @@poshplayersentertainment4317 read my comment again, but this time read to understand. I may not be Zulu but I can read and write isiZulu, i even did isiZulu at tertiary level and never got anything below 80% for all of my assessments. Don't be misled by my name, you don't know my background Chief.

    • @poshplayersentertainment4317
      @poshplayersentertainment4317 2 года назад

      @@itumelengmahaole5890 it's good to see you edited that nonsense.

  • @rakgadim.mohlala1324
    @rakgadim.mohlala1324 2 года назад +15

    Someone on Twitter said “Bayede nka mmethisa” and I totally agree. What a cutie. Handsome man.

  • @frankservant5754
    @frankservant5754 2 года назад +17

    What a king wise and humble I'm not Zulu but I can't stop watching these videos

  • @ubuhlaluse_benkosi1931
    @ubuhlaluse_benkosi1931 2 года назад +21

    This is powerful 🤌🏾😭🤍

  • @sammphongolo8359
    @sammphongolo8359 2 года назад +18

    Ngaze ngabusiseka kulombukiso❤
    Bekungaba intokozo enkulu mayingasabalala kakhulu nangokushesha lenhlangano ekhulisa abafana.
    Lavele labuya ithemba ngasiko ethu.
    Wena wendlovu, bayedee

  • @mokgadifikizolo2334
    @mokgadifikizolo2334 2 года назад +44

    Beautiful interview. The King loves his Queen, it's very good to see such love from our leaders. Siyathokoza Hlangalezwe, nakuwena Mama wesizwe ska Mageba Nldunkulu ka Gasolo. Long may you reign Silo samabandla onke.

  • @mphilisenisithole1508
    @mphilisenisithole1508 2 года назад +11

    Ngaze ngayithanda le ngxoxo. Umoya weSilo ngiyawuthanda, ngiyawuncoma futhi. Nenhlonipho ayinika uNdlunkulu kanjalo nomama uKhoza, akakuthwele ekhanda ukuba yikhanda lamaZulu.

  • @lorettaevans1986
    @lorettaevans1986 2 года назад +17

    God bless the King 🙏 and the Queen Mother is a mother indeed. May God strengthen this union and give them wisdom to lead the Zulu nation.

    • @mdimandeshange71
      @mdimandeshange71 Год назад

      So humble u Bayede , u Baba wethu kanti uzalwa nale princess engithandoyo uNtandoyesizwe eyake yaba i first princess ka Miss Durban ngafunda ku sunday times that time nezithombe zisho ,naku magazines bengimbona bayi family enhle, Manondaba

  • @gamoluswazi5395
    @gamoluswazi5395 2 года назад +5

    Isizotha nokuthobeka kwiSilo sethu, Bayede 🙏🙏
    MamKhoza siyabonga, kakhulu waze wayibamba kamnandi ngesizotha le Interview

  • @kholiwemnyande551
    @kholiwemnyande551 2 года назад +14

    What a humble soul

  • @sphamandlapatrick5263
    @sphamandlapatrick5263 2 года назад +8

    Ngiyathanda Lomama woKhozi FM Lady D. Khoza ngicela enganikwa ipesheni until

  • @ZuluLessonswithThando
    @ZuluLessonswithThando 2 года назад +10

    UNgangezwelakhe is so humble. He speaks with so much wisdom. Siyabonga Mam' uKhoza! Oh my Ndlunkulu! You're not only beautiful and intelligent, you are also caring. Sibonge. Bayede!

  • @thulisilenzimande8427
    @thulisilenzimande8427 2 года назад +8

    Uqotho uNGANGEZWE ĹAKHE , inkulumo yakhe inkulu kunaye kuyasho ukuthi wazalwa eYINGONYAMA.

  • @mfundohg958
    @mfundohg958 2 года назад +9

    Bayende no ndlunkulu bayisibusiso.. They both humble and seem to want the best for their people. Siyabonga ngathi bengabusiseka njalo❣️❣️🚀🙏🏾

  • @bonginkoinkanyiso3894
    @bonginkoinkanyiso3894 2 года назад +13

    Bayede hlanga lomhlabathi nginesikhalo Zulu eliphezulu bengicela kesibheke kumalobolo ndaba esikhathini esiphila kusona Kubi ngaledlela exakile imisebenzi kayibonwa Zulu eliphezulu ukucipha kwezibaya emakhaye kuyaqhubeka kuyaphambile ukwanda kokwebiwa kwezinkomo ukushabalala kwezikambu phecelezi izicingo ezazibiyele amasimu ukuzi inkoma ingakwazi ukufinyelela emasimini ngesikhathi kulinyiwe akusekho kokelokho ndaba bengicela Zulu eliphezulu kekwehle intengo yelobolo emba eqolo ezwenikazi lakithi kwaNongoma nakwezinye izindawo ezakhelene noNongoma ondandewuthu sebeze bagugela emakhaye bengathathiwe insizwa iyawahlanganisa amashumi eyisihlanu 50 ingamthathile umakoti Uma uqhathanisa thini singuzululandi niminye imikhandlu sisasele thina ndabezithi

  • @syabongamntungwa6567
    @syabongamntungwa6567 2 года назад +6

    THE BAYEDE IS EXACTLY WHAT WE WERE LOOKING FOR AS THE ZULU NATION
    WE ARE EXTREMLY BLESSED WITH SUCH KIND OF A LEADERSHIP....🙌BAYEDEEEEEEEH🙌

  • @Lindaumusa
    @Lindaumusa 2 года назад +18

    Siyabonga ku Khozi ngokuslethela u Bayede!

  • @zodwafakudze183
    @zodwafakudze183 2 года назад +16

    yikho ngazonda nge journal ka Londiwe Ngcamu, ngokungavezi okuhle okukhulu okwenziwa yindlovukazi esayalala ,ngokuvusezela amasiko kwaZulu abesayekiwe
    futhi amanye wayengekho eza nawo from Swaziland wawacamba
    uLondiwe Ngcamu wayedicilela isithunzi seNdlovukazi Mantombi Dlamini
    siyabonga Lady D for such a humble n honest interview

  • @jamesnkowannkowa1376
    @jamesnkowannkowa1376 2 года назад +11

    Uzulu laduma obala, Lapho kungemunga kungemtholo. UHlamvana bhula mlilo; Ubaswe uMantshonga benoGqelemana. Inzima lemnyama, Engabubende bezingonyama, Ibiqhutshwa uMseleni benoNgalaza; Bathi ifanele ukuyosikwa izihlangu eMkhweyantaba. Bathi: iyekeleni ubumnyama bayo buyasabeka; Ifanele ukuyawucela imvuka kaNkosinkulu. Bayede.Silo sa nabandla u Misuzulu ka Zwelithini ka Nyangayezizwe Bhekizulu...

  • @sibusisongcobo9101
    @sibusisongcobo9101 2 года назад +4

    Hlanga Lomhlabathi nd your Queen, ubuhlakani obukini
    Syabonga siyisizwe sikaPhunga noMageba. Sinomholi kuwe.

  • @loid_makgal.7025
    @loid_makgal.7025 2 года назад +12

    Hail his majesty the king, wena we zulu, bayede

  • @הודריהודרי
    @הודריהודרי 2 года назад +26

    We love you King Misuzulu Kazwelithini inkosi ibusise izwi layo Amen.Shembe blessed us with you ❤

  • @khosiolubodun9347
    @khosiolubodun9347 2 года назад +5

    Hai ngiphelwe ukuhlakanipha okungaka eNkosini nokuzithoba nothando siyabonga Somandla ukumbeka esihlalweni 🙏🙏🙏

  • @lindiwe-jeanettekutyunga6
    @lindiwe-jeanettekutyunga6 2 года назад +5

    It is so humbling to see our King and Queen representing our African nation with humility and pride. Bayede...

  • @Popi2010able
    @Popi2010able 2 года назад +4

    Kwamnandi ukuba umZulu. Ngathi isheshe yaphela leInterview... 💕

  • @nezaningema4778
    @nezaningema4778 2 года назад +5

    Awu sukanini madoda Mdlokombane vuka udla amadoda.. Umsindo wamahlokohloko.. Inkomo kadade kweza kwabo abanye bathi aylale abanye bathi ayvuke...

  • @oniccadipuomedupe5000
    @oniccadipuomedupe5000 2 года назад +7

    May the almighty bless the king and the queen With wisdom

  • @fikilembatha8093
    @fikilembatha8093 2 года назад +5

    Hlangalomhlabathi uyakuthanda ukuhleka Bayede siyakuthanda nokuzithoba kwakho

  • @audreythwala506
    @audreythwala506 2 года назад +6

    Walushaya mamu Dudu ma Chiliza Khoza, kuyancomeka siyabonga. Inhlonipho yona danko

  • @ayandakhuzwayo9023
    @ayandakhuzwayo9023 2 года назад +8

    She is too beautiful Undlonkulu ❤

  • @siphomichael5190
    @siphomichael5190 2 года назад +8

    Siyabonga okhozini ukusilethela ungangezwe lakhe. Yaze wanobuhlakani inkosi yesizwe sethu

  • @siphoshezi502
    @siphoshezi502 2 года назад +21

    GOD created this Nation and called it HIS Home AMAZULU which means HEAVEN

  • @ubuhlaluse_benkosi1931
    @ubuhlaluse_benkosi1931 2 года назад +7

    Ngiyamthanda mina🤍 beautiful spoken and humbleness♥️ Lady D I can't imagine how she's like or felt during the Interview.. it the bayede for me that she says😂😂😂😂🤌🏾 bayede

    • @holylady1000
      @holylady1000 2 года назад

      In a tshitshi voice, I'm dead🤣🤣🤣🤣🤣

  • @nkosam2300
    @nkosam2300 2 года назад +5

    Very kind and humble Bayede Ntwana. Sengathi unkulunkulu angangipha indoda efana neSilo.

  • @khulekanimanqele5257
    @khulekanimanqele5257 2 года назад +2

    BAYEEEEEEEEEEEEEEEDE HLANGALOMHLATHI HLANGALAMAKHOSI SILO SAMABANDLA ONKE MISUZULU ZULU KAZWELITHINI KaBhusha KaBhekuZulu kaNdaba KaMalandela KaSenzangakhona KaMenz'kashayeki ISILO Shaka bese sidedeligazi ZULU

  • @andriasmayaba1746
    @andriasmayaba1746 2 года назад +4

    Siyabonga endlini kaZulu ukuba nomholi onohlozo nozothobile sithi bayethe hlangalomhlabathi. SIYISIZWE ESIBUSISIWE ZULU.

  • @Mosa_2.0
    @Mosa_2.0 2 года назад +9

    THANK YOU KHOZI FM TV FOR THIS INTERVIEW !!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!

  • @alexhunter4593
    @alexhunter4593 Год назад +2

    This man is intelligent and humble..may God bless and lead him and enlarge his territory....and his wife too..such humble people

  • @mokgadimohlopi8304
    @mokgadimohlopi8304 2 года назад +4

    I really admire and respect the king.the most humble leader I ever seen.May God protect you.Bayete

  • @virginiamanogawane2049
    @virginiamanogawane2049 2 года назад +7

    Abantwana ba ka Zwelithini bahle mpela

    • @zgmkwambo5306
      @zgmkwambo5306 2 года назад +1

      Awu usumgagula ngegama kanje ongangezwelakhe, kahleni bo

  • @zinhlejwara5013
    @zinhlejwara5013 2 года назад +9

    Such a humble King. Bayede

  • @ntombi3171
    @ntombi3171 2 года назад +10

    Ndlunkulu Mayisela is 🔥🔥🔥

  • @siphiwemagasela5106
    @siphiwemagasela5106 2 года назад +13

    Syathokoza OKHOZINI FM ngengxoxo enohlonze kangaka ephuma kungangezwe lakhe, sthobeke kakhulu iSILO

  • @jabulanizungu6933
    @jabulanizungu6933 2 года назад +4

    Nkosi yethu Bayedeeeeeeeee ndabezitha siyakuthanda kakhuluuuuu baba wethu

  • @zinhlejwara5013
    @zinhlejwara5013 2 года назад +8

    Uthando kwi Silo ngomkakhe

    • @mdimandeshange71
      @mdimandeshange71 Год назад

      Uthobekile ubaba wethu siyabonga u Khozi kusilethela yena fanele afunde nabo bajabule ukubona uzakwabo unkulunkulu ambusisa kanjena siyabonga nokubona u Mama wethu u Thobekile baba wethu kanti bazalwa umama oyedwa nowaba yi first princess ku Miss Durban umuntwana uNtandoyesizwe nobuhle bakhe .Nathi siyajabula ngobaba wethu ungangezwe lakhe uyithemba lethu

  • @SipheDlamini
    @SipheDlamini 2 года назад +9

    Bayede!!! 🙏🙏🙏❤️❤️❤️🥰🥰🥰 WenaweNdlovu!

  • @slindilezulu3688
    @slindilezulu3688 2 года назад +3

    Inhlonipho kuBayede, ukugcwala kobuNkulunkulu kuye kuyangithobisa🙏......Hlangalomhlabathi

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 2 года назад +5

    Silo Samabandla onke, izibongo ziningi zedlula amazwi..Ngiyacela ukuthi usithuthukise, usinothise, usivikele isizwe sakho sedukisiwe futhi sihluphekile. Sibonge Dlanga lomhlabathi

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 2 года назад +4

    Bayeeeeede! Ngempela alikho iphara. Hhawu hlanganisani ninoNdlunkulu omuhle umama wesizwe kezibuyele emasisweni. Kwakumnandi kodwa kudala.

  • @ntombi3171
    @ntombi3171 2 года назад +10

    Bayede wena weNdlovu 👑👑👑!

  • @thamiegojongwane5029
    @thamiegojongwane5029 2 года назад +10

    Hlanga loMhlabathi syabonga ukuthobeka ne nhlonipho ezwakala njalo uma uwuvula umlomo..... Syafisa uma liphinda mama u Khoza livela ithuba uke usibuzele kwi Mbube ngodaba lwamalobolo okuwudaba olungapheli emlonyeni wezinsizwa kuthi luthini uhlelo ngoba nje sekuyi bukeka kumba eqolo kwenza isizwe kugcina kuba nokuzala nje kuphela

  • @v-n.g.c1224
    @v-n.g.c1224 2 года назад +4

    Unwele olude mtwana wenkosi silo samabandla

  • @balu4681
    @balu4681 2 года назад +2

    Bayethe! Sibulela uThixo ngemfihlo yokubapha ubulumko ngegama lika Misuzulu. Konke kwenziwe nguThixo, abonise uKumkani okubalulekike esizweni sonke, ajonge ukuleleka abantwana babafana ukulze siyinqobe esi sifo se GBV. Bayethe!

  • @khanyemawestern2392
    @khanyemawestern2392 2 года назад +4

    The Queen kaMayisela is beautiful

  • @הודריהודרי
    @הודריהודרי 2 года назад +15

    She's beautiful 😍 ❤ 💕

    • @duduziledube5028
      @duduziledube5028 2 года назад

      An absolute stunner 👌🏾👌🏾👌🏾...

    • @ruddeem
      @ruddeem 2 года назад

      Aw! Bayede!. Siyam’bonga uNkulukulu ngesilo Sethu!. Sifunda lukhulu kwi silo samabandla

  • @andlekeithsibanda6540
    @andlekeithsibanda6540 2 года назад +3

    Indlondlo enopjaphe khanda kamenzi ndaba kawulalele lomemezayo. Wena we Ndlovu...

  • @zolelamagaqa8593
    @zolelamagaqa8593 Год назад +1

    Humble soul to really lead the Zulus and Nation. Bayede....ngisho negama lisho konke...MisuZulu nguyena owazalelwa uphatha izwe.

  • @constancemaphanga4567
    @constancemaphanga4567 2 года назад +2

    The humbleness and putting God first in everything for me , may God give you more wisdom Silo Samandla 💯

  • @mthokozisilutseke2646
    @mthokozisilutseke2646 2 года назад +3

    Bengingazi ukuthi Isilo siyakwazi nje ukukhuluma isiZulu

  • @josephmusawenkosisangweni1368
    @josephmusawenkosisangweni1368 2 года назад +12

    Hlanga lomhalbathi, ndabezitha, ngangezwelakhe, bayede! Thank you for your humility ndabezitha.

  • @Beeshades-01
    @Beeshades-01 2 года назад +2

    Bayede I am proud to be umZulu ngiyazindla eyethu inkosi izithobile angisaphathi phela undlunkulu siyabongonga siyathokoza Bayede Hail the King.

  • @andriesmchunu1367
    @andriesmchunu1367 2 года назад +4

    Bayede nkosi yami engiyithandayo...uphile nje bayede

  • @ImfundoMagazineblog
    @ImfundoMagazineblog 2 года назад +8

    Man of integrity knowing that God 🙏❤️ is the way I salute you theZulu King and of the Nguni tribes

  • @blm8179
    @blm8179 2 года назад +2

    Lady D may be old on this industry but next time you"ll host such a high your majesty please choose wise to who is supposed to do interview please and do not involve the education yesilungu because angeke isise lapho ishingishane ze **** ezifuna siye khona. black consciousness mayibuye

  • @spngubotv9699
    @spngubotv9699 2 года назад +4

    Silo sethu aw syabonga ...syacela odaben lwe Lobolo ay ludla lubi

  • @nokwazishezi7580
    @nokwazishezi7580 2 года назад +4

    MamaDudu is very pretty hhayi bo

  • @MGMSACADEMIC
    @MGMSACADEMIC 2 года назад +1

    Kuyisibusiso esikhulu ukubuswa inkosi enokuzithoba ngaloluhlobo. UJehova usithandile isizwe samaZulu ngokusinika ubuhlakani bokulandela icebo lakhe. Siyazithoba Hlanga Lomhlabathi, WENA WENDLOVU!!, WENA WENDLOVU!!, BAYEDE !!

  • @dogoodalways8238
    @dogoodalways8238 2 года назад +6

    I like this king ..Ndabezitha

    • @ntombi3171
      @ntombi3171 2 года назад +1

      Same here, His humility is just so touching and warm. Positive energy all the way!

  • @khosiolubodun9347
    @khosiolubodun9347 2 года назад +3

    Wow what a great inside in this interview
    May God gives both of you wisdom to rule with love andrespect
    Siyanithanda

  • @nkanyisomhlongo2651
    @nkanyisomhlongo2651 2 года назад +3

    Nina beNkayisha kaMenzi ophuze umlaza ngameva🙌

  • @sizakelemlambo2083
    @sizakelemlambo2083 2 года назад +8

    Awwww kwaze kwamnandi siyathokoza ukhozi fm usilethela ISILO SAMABANDLA NONDLUNKULU yaze yamnandi inkulumo yenu mama Dudu NENGONYAMA YETHU BAYEDE HLANGALOMHLABATY

  • @phakamaniblose2838
    @phakamaniblose2838 2 года назад +7

    Winkosi yohlanga

    • @sabethmthombeni1367
      @sabethmthombeni1367 2 года назад

      Siyabonga ndlunkulu bayede phambili ukhuliswe kahle pho kamayjsela umhloniphe njalo umyeni wakho futhi emethembe Uma ethi uyimbambo lwakhe naze nathathana nifana ngokuzithoba kwemoya yenu

  • @sellwinzulu3315
    @sellwinzulu3315 2 года назад +3

    Hlanga lomhlabathi, baba wesizwe samaZulu. Wena weNdlovu 🙌

  • @nomalangasibeko4832
    @nomalangasibeko4832 2 года назад +1

    Ngiyavumelana nawe kakhulu Bayede abafana bethu kwantu bayasiphoxa ugcina usuzibuza ngempela ukuthi kanti konakalaphi ngiyajubula ukuzwa ngohlelo lwabafana Bayede🙌

  • @HebrewIsraelite6737
    @HebrewIsraelite6737 2 года назад +4

    Silo samabandla, Bayethe wena we Ndlovu

  • @phillipkhumalo6653
    @phillipkhumalo6653 2 года назад +2

    Sibonga ukusilethela iSilo noNdlunkulu, siyathoba kakhulu. Bayede.

  • @sonenibeatricemhlongo7953
    @sonenibeatricemhlongo7953 2 года назад +1

    Qinisa ebafaneni , ezinsizweni nakobaba, kubi Hlangalomhlabathi.

  • @MbusowakheZulu
    @MbusowakheZulu 2 года назад +5

    Bayede🙌

  • @muzivilakazi1395
    @muzivilakazi1395 2 года назад +2

    Bayede wena kaKabhejane phumesqiwini kade bek’valele

  • @ayandanzimande136
    @ayandanzimande136 2 года назад +2

    Mina nje ngisemathandweni ngeke

  • @nokuthulambatha387
    @nokuthulambatha387 2 года назад +4

    Bayede

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 5 месяцев назад

    MAMA LADY KHOZA #UKHOZIFM #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI #NELISWACELEUKHOZIFM #UKHOZIFMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #AMAZULUAMABUTHOKINGMISIZULUKAZWELITHINI #SAMAZULUKINGMISIZULUKAZWELITHINI

  • @nelliesibiya6019
    @nelliesibiya6019 2 года назад +3

    Bayede siyathokoza Hlangalomhlabathi

  • @PinkyMogean777
    @PinkyMogean777 2 года назад +3

    Bayede hlanga lomhlabathi

  • @nokuthulazuma
    @nokuthulazuma 2 года назад +1

    Bayede wena we Ndlovu .. Nondlunkulu siyabonga kakhulu kulesikhashana nje nginilalele Kukhona lapho ngivuleke khona amehlo nge nkulumo yenu bayede siyabonga kakhulu, ngingalukhohlwa no Khozi fm

  • @PhumelelaMagada-n1s
    @PhumelelaMagada-n1s 9 месяцев назад

    UKHOZI FM DUDU LADY KHOZA UKHOZI FM TV #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELTHINI ISILO SAMABANDLA KANYE NONDOKHULU INGOTSHWA #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELTHINI

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 2 года назад +2

    Isilo Esethu Zulu saqokwa ngasenhla silaleleni maZulu

  • @mduduzimbatha9390
    @mduduzimbatha9390 2 года назад +3

    Ngizwa nje ngiSthanda isilo

  • @fisaniemia7241
    @fisaniemia7241 2 года назад +4

    Hlangalomhlabathi syabonga

  • @PhumelelaMagada-n1s
    @PhumelelaMagada-n1s 9 месяцев назад

    UMSASAZI UKHOZI FM MAMAKHOZI UKHOZI FM DUDU LADY KHOZA UKHOZI FM #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #UKHOZIFMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #KINGMISIZULUKAZWELITHINICREMONY #SAMAZULUKINGMISIZULUKAZWELITHINI

  • @OngeziweMasango
    @OngeziweMasango 4 месяца назад

    Indlulamithi Bayede🙏🙏🙏 ungichaza indlela ambiza ngayo u "mama"...God bless you Bayede🙏 acknowledging God in all your ways will keep you and guide you as you lead isizwe sikaZulu...Bayede Hlangalomhlabathi❤❤❤

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 4 месяца назад

    #JABULA LADY DUDU KHOZA UKHOZI FM ISILO SAMBANDLA UMLANDO NGAMAKHOSI ESIZWE SAMAZULU NGOKWEIAMANA KWAWO MNGUNI LUZUMA MANDELA NTOMBEIA ZULU NKOSINKHULU QWABE SEZANGAKHONA JAMA NDABA MPANDE SHAKA 1785 1825 DINGANE 1788 1840 MPANDE 1798 1873 1933 ARTHUR EDW MSHYENI NYANGEYEZWE CYPIAN 1924 1968 MCYABEZENI KING GOODWILL ZWELITHINI KABHEKIZULU 1948 2021 QUEEN MANFOMBI DLAMINI 1956 2021 KING MISIZULU KA ZWELITHINI 1971 DUDU LADY D KHOZA UKHOZI FM HOST #DURBANMOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #MOSESMABHIDASTADIUMKINGMISIZULUKAZWELITHINI #INDONIFTGQOZIEUNGIPOSTE #IMBIZOPHUZEKHEMISINOKHETHANI #ZANDILEKHUMALONJABULEKABI #KHUZANIFTLUVEDUBZANEIJE

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 4 месяца назад

    LADY DUDU KHOZA UKHOZI FM ISILO SAMBANDLA UMLANDO NGAMAKHOSI ESIZWE SAMAZULU NGOKWEIAMANA KWAWO MNGUNI LUZUMA MANDELA NTOMBEIA ZULU NKOSINKHULU QWABE SEZANGAKHONA JAMA NDABA MPANDE SHAKA 1785 1825 DINGANE 1788 1840 MPANDE 1798 1873 1933 ARTHUR EDW MSHYENI NYANGEYEZWE CYPIAN 1924 1968 MCYABEZENI KING GOODWILL ZWELITHINI KABHEKIZULU 1948 2021 QUEEN MANFOMBI DLAMINI 1956 2021 KING MISIZULU KA ZWELITHINI #CUTTTINGEDGEZULU IBUTHO MZANSI BISKOP MAXUSHA MANYITHELA S'YI UMONA BABA PRESIDENT JACOB ZUMA PRESIDENT CRYIL RAMAPHORISA MSWATI NKOSIZANA DLAMINI ZUMA PRINCE INKOSI MANGOSTHU BUTHELEZI KING MISIZULU KA ZWELITHINI