Bahlangabezana Nobunzima Abantu AbaneSphiwo.[0780046059]

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 янв 2025

Комментарии • 49

  • @WickyPrudenceZondi
    @WickyPrudenceZondi 5 месяцев назад +1

    Syabonga. Syafunda. Ngampela. La. 🙏🙏

  • @Fes175
    @Fes175 Год назад +2

    Amen Gogo ngyafa uvalo ngihlezi ngise ndlini ngisaba abantu ngathi bazongibulala angazi noma nginesilwane or nginesiphiwo. Ngyazamula ngyabhodla umzimba uyadikiza yonke sengina 7 years ngihleli endlini Imphilo imile😢

  • @BuyileYende
    @BuyileYende Год назад

    Maye ngiyabonga ukungisiza coz ngempela kuvele Kubenzima ungasazi uvele uyeke nokukhuleka 😔😔Thokozani 🙏🙏❤️

  • @sinethembaphiri2395
    @sinethembaphiri2395 8 месяцев назад

    Eyi kunjalo nakimi angati nekutsi mele ngicale ngente nanjani.ngobe kukaningi solo.Jehova akhuluma nami

  • @WickyPrudenceZondi
    @WickyPrudenceZondi 5 месяцев назад

    Hai kumina. Kunzima. Kodwa. Indlela ochaza ngayo. Ngyàkuzwa 🙌

  • @NtombiKhuzwayo-x7s
    @NtombiKhuzwayo-x7s 2 месяца назад

    Mina ngimane ngavaleka amadlebe ngangezwa nhlobo ngenxa yenkani ngibonile inkani ayisebenzi asilalele abadala ogogo nomkhulu abangasekho syabonga gogo ngkusixwayisa

  • @ThabileNgala
    @ThabileNgala Год назад +2

    Mina gogo ngindinga uku hlanjululwa isthunywa singiya mukela Loku engikona

  • @MkhuseliPoni-sn7xp
    @MkhuseliPoni-sn7xp Год назад

    Lesedi👏 Uqinisile Gogo Ave kunzima ukwamukela

  • @amandasehliselomafu4791
    @amandasehliselomafu4791 Год назад

    Makhosi khula udlondlobale ngalesisthunywa sakho esigcwele imfundiso nomusa nenhlonipho.
    Awuuuuu bandla akusizakale mphefumulo wami kwanoma kumnyama phambili nasemva. Kuzolunga umalisasikhanyisela ngokukamoya🙏🧎

  • @JabulisileMkhize-r2x
    @JabulisileMkhize-r2x Год назад

    Thokoza gogo wayichaza kahle lendaba kunjalo nje👏🏼👏🏼

  • @RoseTwalinyati
    @RoseTwalinyati Год назад

    Camagu gogo kunjalo yhoo❤❤

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Год назад +1

    Waybeka Makhosi, syabonga kakhulu ukusvuselels nokusqinis idolo. Makwande Makhosi🙏

  • @NomsaNgubeni2027
    @NomsaNgubeni2027 Год назад

    Thokoza gogo,siyabonga kakhulu🙏mina inkinga yami makhosi ukuthi mangiya kwabahlolayo abanye bathi umoya wesithunywa abanye bathi idlozi,manje angazi ngiqalephi

  • @collennkoko2468
    @collennkoko2468 2 месяца назад

    ❤Modimo a be le wena. Amen

  • @amandlanduna8823
    @amandlanduna8823 Год назад

    Ngiyambonga uNkulunkulu ngawe. NgisePMB. Kade ngimdinga umuntu onjengawe. Thokoza.

  • @phumezagubuza2764
    @phumezagubuza2764 3 месяца назад

    Wandikhuthaza Gogo 👏🏼👏🏼

  • @bangizwane8689
    @bangizwane8689 Год назад +1

    Thokoza gogo ngiyabonga kakhulu ngemfundiso yakho mina ngibhekene naleyonkinga uyeni wami akafuni ukwamukela uyagula njalo unanenkani angisazi ngenzenjani

  • @LWANDOMPETHA
    @LWANDOMPETHA Год назад

    Thokoza gogo, mina angazi ukuthi ngihlushwa yhini nje kade ngagula more than 10 years manje likhanda. Kukhona kungifikela manje ukuthi kungenzeka nginesiphiwo. Ukuthi nje ngiyesaba angazi ukuthi ngiqale kuphi.

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Год назад +1

    Zingane zomoya, impumelelo ikubo lobo bunzima esbhekene nabo. Uma ungazi where to start, phahla, buza edlozini lakho. Makukhanye 🙏

  • @zodwamathunjwa8890
    @zodwamathunjwa8890 27 дней назад

    Ukhuluma ngami gogo kumanje kuningi okwenzakalayo angisazi.

  • @mafikichili6942
    @mafikichili6942 Год назад

    Siyabonga kakhulu gogo ukusikhuthaza, waze wangiphilisa . Makwande Ngonyama.

  • @alinamahlangu9766
    @alinamahlangu9766 Год назад

    Gogo ngicela usenzele ivideo or teachings kubangwa yini umuntu engakhoni ukuzwa uma ingelosi zikhuluma kepha 🥱🥱uyazamula enkonzweni, bhodle, kulunwe indlebe kunzima😭😭 ngicela isalulekp🙏🙏

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 Год назад

    Thokoza gogo ayi wayihlaba esikhonkosini ngigula kumanje izinto zami zimapeketwana ngiyafisa ukukubona nedi ngisegoli

  • @SizaLunga
    @SizaLunga Год назад

    Ukhuluma nami Ndlondlo 😢bese ngibeka phansi konke ngenxa yezinkulumo nokunukwa kodwa ungikhuthazile ngalevideo Makhosi 👏

  • @PakiMolato-yn7vs
    @PakiMolato-yn7vs Год назад +1

    Hello gogo

  • @SebenzileSibisi-z5t
    @SebenzileSibisi-z5t Год назад

    😭😭😭😭syabonga gogo kunjalo mpela mndeni yasixheka kakhulu size singabaze

  • @PakiMolato-yn7vs
    @PakiMolato-yn7vs Год назад +1

    Plz gogo

  • @ThembekaMtya
    @ThembekaMtya Год назад

    Camagu Gogo utsho kum kanye mna ndiyoyika lendlela

  • @PrincessNdlovu-qg9pc
    @PrincessNdlovu-qg9pc Год назад

    Makhosi liqiniso leli shme

  • @ziandangxabi2488
    @ziandangxabi2488 Год назад +2

    Mina ngiyazi ukuthi nginaso isiphiwo kodwa angazi ngiqale kuphi ngididekile cz abantu badlala ngathi bagcina sebesinika izinto ezimbhi ezirongo.. Mina ngiyamkela kodwa angazi ukuthi ngiqale kuphi

  • @NondzondeleloMakupula-iy5cu
    @NondzondeleloMakupula-iy5cu Год назад

    Very True

  • @PrincessNdlovu-qg9pc
    @PrincessNdlovu-qg9pc Год назад

    Mina ngiyazi nginaso isiphiwo sokukhulekela ingani kodwa kusuke kusuke kuvele into zabadala kakhulu emaphutsheni ami

  • @sithembilembongwe6175
    @sithembilembongwe6175 Год назад

    Siyabonga kakhulu Amen🕯️🕯️🙏

  • @WandileManzezulu
    @WandileManzezulu Год назад +1

    Yah kunzima mina angisena mndeni, bangizonda bonke. I'm even doubting yonke into engiyenzayo. Ngisamukele isipho sami inkinga yam ukuthi ngibona ngathi isona isipho sami esingihlukanise nabo mndeni, ngibuya naku depression. Amandla wokuphila angiphelele

  • @Fes175
    @Fes175 Год назад +2

    Uma ngyohla abanye bathi ngibelethiswe isipoki sesizenza idlozi abanye bathi nginesithunwa. siza Gogo please 🙏

  • @thandekasibisi1103
    @thandekasibisi1103 Год назад

    Syabonga gogo 🙏🙏

  • @BongiMephumulo
    @BongiMephumulo 4 месяца назад

    Kahle kumelekwenzeke kanjani mina angisazi

  • @ntsikelelosolani3218
    @ntsikelelosolani3218 Год назад +2

    Like

  • @JoiceMchunu
    @JoiceMchunu 3 месяца назад

    🙏❤️

  • @VeronModise
    @VeronModise Год назад

    Thokoza Gogo Asibonge kwande Gogo usungilaphile emoyeni uThixo akubusise kwande kakhulu...Mina nginenkinga yomtwana okuthiwa uphanjaniselwa no Baba wakhe abantu bakubo Baba wakhe ngokusebenza ithuna lakhe ukuthi Abe idlozi elibi kithi... ngoba bethi balaya mina ngaba bengngithandi kwasekuqaleni,kodwa umyeni wami washona nge COVID ngo nyaka Ka 2020....and kuthiwa umyeni wami wayefuna ukuthwala ngami nezingane zami wathatha amadlozi Ami wasiphambanisela nawo ukuze asithole,namanje nje in-game yami Lena ayeganga ngayo uthwele nzima Gogo kubuhlu ngu kakhulu ngoba uhala esisthela ukuthi ubona ubaba wakhe eza kuye ngobubi ethi makasibulale sonke nengane zakubo kufuneka igazi.

  • @phumzilendlovu3368
    @phumzilendlovu3368 Год назад

    Ungasho uliphinde ma😭😭😭😭😭😭😭

  • @Sizwe-zu8mn
    @Sizwe-zu8mn Год назад

    Pls,pls makhosi ngicela kuk'fonela nge watsapcall kodwa ngiyahluleka 😢😢ngiphuphe nginawe sihamba siseceleni kwemphophoma.mane ngikhashane ngiseswatini ngisafunda isikole ngicela ubongi....

  • @NesiweDuli
    @NesiweDuli Год назад

    Kudala nditata i number yako ndithi ndizokufounela mna andisazi uba kwenzekantoni ngeyam impilo kodwa ndinethemba ngeke bandilahle o faku,cela undikhulekise mah igama lam ngu Nesiwe Godlimpi frm EC

  • @PrincessNdlovu-qg9pc
    @PrincessNdlovu-qg9pc Год назад

    Ngilokuthi ma ngingahamba phakathi kwabantu abaningi ngizwe ngisindwa angazi why

  • @amandasehliselomafu4791
    @amandasehliselomafu4791 Год назад

    Makhosi khula udlondlobale ngalesisthunywa sakho esigcwele imfundiso nomusa nenhlonipho.
    Awuuuuu bandla akusizakale mphefumulo wami kwanoma kumnyama phambili nasemva. Kuzolunga umalisasikhanyisela ngokukamoya🙏🧎