Thokoza Gogo.Ngiyabonga ke ngemfufdiso yakho mama.I really wanted to hear this coz i was little bit confused of so many Jazes namaBhayi.Thanks again ngemfundiso yo kulanda amandla awesambatho🙏.
Akwande Gogo... I was shown a black mpulampula, then was shown a yellow with a white cross, yellow with Red Cross and my sister was shown that I am supposed to wear a Red mpulampula. I haven't taken any action. What can I do?
Amen gogo syabonga 🙏 ukusikhulisa njengami nje ngisaqala ukuhamba lolohambo kusenzima kodwa ngiyenza
Camagwini Gogo uyisibusiso empilweni zethu uMvelinqanga akulonde okungonaphakade🙏🌈💌
Amen gogo ngythokoza ngencazelo nami ngingomunye owaboniswa isembatho sesphika sasingagqokiwe kodwa sasibekiwe ngathi sihangiwe kunamakhandlela amningi akhanyayo kwathi shazi nje ngythokoza gg
Amen gogo nami ngingomunye,oboniswayo amajazi kumele nje ngiwathungise ngiybonga incazelo iNkosi ayandise amen🙏🙏🙏🙏
Akwande Gogo inkinga yam yikona ukunga qodi umabengibonisa zona izembatho siyabonga Gogo ukusifundisa uyasikhulisa ngoko moya Akwande🙏
Camagu Makhosi amahle , Makhosi Amakhulu🙏 ndibulela indlela oyicacisa ngayo, ndyakudinga Mntana thongo❤
Amen gogo ngencazelo yakho iyangibusisa kakhulu ngezembatho❤
Makwànde emakhosini , siyabonga ngemfundiso🙏🙏
Àmn Gogo,mna ndaphupha ndinikezwa idyhasi elimhlophe linamatye amahlanu ngasecaleni lase right .Ndilinikezwa ngumntu onguMama .Ndaphinda okwesibili kwa some Dyhasi elimhlophe linamatye amahlanu ,ndiphupha ndilinxiba kwenye inkonzo mina engingakhonzi kuyona but nayo iyiZion.Ngicela undicacisele nje ukuthi sitshoni sona lesisabhatho sinamatye pls Gogo wami Amen.
Makwande gogo ngoliyabonga❤❤❤
Thokoza Gogo.Ngiyabonga ke ngemfufdiso yakho mama.I really wanted to hear this coz i was little bit confused of so many Jazes namaBhayi.Thanks again ngemfundiso yo kulanda amandla awesambatho🙏.
Amen gogo nam ngomunye oseboniswe kakhulu amajaz nezembatho okuhlukeni inkinga ngeskhathi bekuvela ngaso bengazi lutho akukho ngakwenza sengakhohlwa nokuthi abanjn ngemuva ngoba ahlukene kaningi
Sengyafisa ukuwathungisa nkinga awasabuyi namaphupho awasacaci
Sbingelela kuwo Gogo mdlalose
Iyiqiniso leyo Gogo ukuthi sometimes isambatho syaphelelwa yiskhathi ngazi ngeduku lami amganikwa ngilala ngalo ngelinye ilanga ngiphupha kuthiwa laze lalibi leliduku ngabuza kumthandazi wathi kusho sesphelile iskhathi seduku.
Amen gogo ai kwabuhlungu kum xa ndisiva usiququzela cha siyabonga kepha inkinga yikuthi abantu abasikhokheleyo esontwni bathi bakubona Amandla esiwaphiwe baqale basikhohlakalele ndingomnye umbtwana wesithunywa kwakunye nedlozi zombhili ndiziphiwe ndayiboniswa ingubo yam yokuqala eblue ibe nesiphambhano emqolo kepha obendihola umama wandenzela ukukhohlakala kodwa izaluleko nenkuthazo zenu cha izandla zidlula ikhanda thokoza gogo
Ameeen makhosi siyabonga mina ngaliphupha elimhlophe ngiligqokiswa izalukazi ezimbili zithi ngingene nalo tempelini
Thank gogo nge information 😢u really helped me
Amen gogo
Amen gogo ngisacela ungichazele la nginejazi engaprofethelwa lona elimarron eliyipulapula elinesiphambano ngemuva kdwa kunenkinga sengiphupha elinye elimaroon eliyijazi elijwayelekile elinesiphambano ngemuva ngenze njani ngoba likhona naleli elinye
Thokoza gogo siyabonga impela siba nenkinga ukuthi if esekhona siwenzenjani siwasebenzisa kanjani nginawo mathathu manje inkingayiyole oyishoyo kwande 🙏
Mmm, Makhosi. Syabonga, waze wangkhulisa but ngyethuka coz ngikweleda 2 yamajazi manje and angazi sengsheywe sikhathi or kanjan🙄
Makhosi gogo ngabonuswa ijazi angalithungisa bengingeka qondi galeso sikhathi angazi noma ngingalithugisa na
Gogo Nyanda nami ake ngikubingelele Madlula nginomntwana owaphupha ijazi eloquent 2 colour yellow no blue nesphambano esimhlophe eqolo angazi kuchazani nokuthi ngenze njani ngicela usizo
Thokoza gogo thanks kakhulu
Amen gogo ngyabonga qhubeka njlo usiphe ulwaz ❤
Thokoza gogo...mina ngiyadideka...ngathonga isiphika bengilethela Sona emsebenzi...ngalesosikhathi nganginecala ngisemalungiselweni okusithungisa manje ngithola ukudideka kuthi kumele ngisigqoke emsebenzini
Makhosi hhayi ngiyabonga waze wachaza kahle. Ngiyabonga kakhulu
Siyabonga Gogo INkosi ikubusise ikukhulise. More video's plz sifunda okuningi kuMkhanyakude ❤
Thokoza gogo ngiphendulekile kumbuzo ebengizibuza woman 🙏🙏🙏
Thokoza gogo mina ngaphupha I jacket iyigwe inesiphika eaikuhlza nesphambano esimhlophe ngkugqokile ngihamba
Amen
Amen nkosi yam Gogo andiyazi ndibulele ndithi kuwe ngoba le info yonke ithetha nam sendadlulelwa lixesha lezambatho ekumele ndizinxibe nhoku uyandifundisa ukba mandizithungise makukhanye Gogo camagu mntomdala
Makwande gogo ndtsho ndeva ngku❤❤
Nkosi ikubusise gogo konke okukhuluma endleben zethu kuyazwakala kuyangiphilisa kuthole nendawo
Amen gogo ngaze ngaphenduleka Nkosi ikwandisele
Akwande Gogo... I was shown a black mpulampula, then was shown a yellow with a white cross, yellow with Red Cross and my sister was shown that I am supposed to wear a Red mpulampula. I haven't taken any action. What can I do?
Sawubona gogo ngaze ngajabula namhlanje ngithole impendulo ebekade ngiyifuna kade ngizibuza ukuthi why bengangibonisi isembatho ekumele ngisigcoke ngingazi ukuthi kade ngakhonjiswa mina gogo ngabona intombazane iguqile ithandaza phambi kwamanzi mina ngimile ngiyibukile phambi komfula omncane kodwa amanzi ahambayo ngiyabonga
Makwande mina ngaphupha ngigubha ibhidani eliblue phansi ejaladini
Makhosi ,mina ngaphupha nginikwa o phisi abangama Ribin e powder blue enye I green ,manje kuchazani ngoba mina ngisonta e weseli
Kwande
Amen keee
Makhosi 🕯️🕯️👏🕊️
Thokoza Gogo 🙏
Sanibona ngicela ukubuza NGO jazi o Blue n Yellow ngigqokelwaphi ngoba ngalibonelwa umuntu kodwa akangichazelanga ngalo
Mkhanya kude ❤
Manje ke gogo , mawungakabi nemali yokuthungisa Kwenziwanjani lapho ?
Camagu gogo mina I'm confused coz lelijazes lam liyimibala emininzi red yellow white blue libe liyi one esinqeni sam kukho umrhalo nawo unemibala emininzi angazi ndizolithungisa phi coz azange ndalibona kumajaze endiwaziyo and andikho sesontweni ndisejaridini but andazi kuphi nefatyi yokwenzela umqombothi kukho amanzi ngathi anomthi
Emakhosini gogo mina ngicela ukubuza Eli orange leli lamajaji ngabe lishoni ngizibone ngiliqhokile ngise ntabeni
Siyabonga ,
Siyabonga gogo imfundiso yolwazi inkosi ikungcine
So it means akuna sizatho sokulanda umuntu akuphakamisele amandla asambatho zakho?
❤
Amen gogo ngythokoza ngencazelo nami ngingomunye owaboniswa isembatho sesphika sasingagqokiwe kodwa sasibekiwe ngathi sihangiwe kunamakhandlela amningi akhanyayo kwathi shazi nje ngythokoza gg