Lobaba uthwetshuliwe shame..nami last year i had a friend othwetshulwe umawakho ..yeey a lot of scary things were happening..loyamuntu lwakungathi I robot, ehlezi ethithiza,umawakhe uma emfonele ajuluke anuke amakhwapha,akhulume yedwa abaleke agcwale indlu yonke!!
Ayikho into ezokusiza bhut wami ngaphandle kokuthatha u Jesu njengenkosi no Msindisi wokuphila kwakho😢 unamandla oku break zonke iziqalekiso nezithwalo phekwempilo yakho.. mthathe manje u Jesu uvume ngomlomo wakho ukuthi uyinkosi uzokusiza khona manje
Iyoooo my brother she is going to beat the hell out of u.......😢😢😢,i hope the Lord of heavens deliver u my brother n protect u from this wicked woman 🙏🙏
Bhuti u dating a satanist,she has caged your soul.akuqala nakhona emasontweni. Isangoma angeke sikwazi ukumusiza ngoba isangoma asinawo amandla above a satanist.amaranking awalingani
After this I'm not going to cry about my problems, I haven't seen anything but this guy has seen it Al
Kunzima my sister....
Ey kubi cc ucabanga ukuthi unezinkinga hhay khona abantu abanezinkinga la emhlaben
😂😂😂😂😂😂
Why you make laugh like this 😂😂😂we all think we have problems but when we check our neighbors ku rough
@Lindsaychauke same whatsapp group
My 1st time in this show,wow ❤❤❤❤.besingayazi kukho abantu abanje,siyafunda yonke lemihla.
Nkosyami ❤️ syalwa kuthi sonke singangeni ehlathini
Jeses Christ mnini mandla wonke siza umntwana wakho amen
Anandonda. Ayahlypheka. Ngendaba. Yemali. Kubuhlungu. Nkosi🙏🙏🙏
This Man is living under a spell, uthunjiwe
Thank you ma brother ngokusiza lobhuti. Ngizwa inhliziyo yami inethezeka
Yhooo yini msizeni uyamthakathisa ngenkani umenza umkhovu .
Wow that's my favorite show ngayithanda leluhlelo
Muzameleni inyanga ilaphe unhuti nkosyam usezomunquma ulimi amushayele ispikili ekhanda Abe ngumkhovu wakhe for ever.
Mhhh kuqediwe ngaye but hope uzoncedakala okwakobani ukuthwala itshe ungalali
Sawubona bakwethu, ninjani hayi Thina Siyaphila ❤.
Ungasheli umuntu udlala noma ebusuku,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge,
IBUHLUNGU INDABA YAKHO MTANAMI USHEMBE ANQABE NAWE KULESISITHA 🙏
Lendoda isenkingeni and usizo iyaludinga nkosiyam kuyacaca lomama utwele so lenkalakatha iyasetyenziswa
Wow ugogo kwaze kwabuhlungu kodwa ABANTU besilisa bayahlupheka
uthwelengaye Jesu ..bantu kanibuyeleNkosin uJesu niphume ebantwin ...abantu abangaka abasaphika uJesu kodwa imikhuba yobusathanist nifakwa ngenkani😭😭😭
uzenzele uMkhovu lo mama kunzima bhuti wami
Wow; umfaz omdala kanjena wawubobeni wena kumuntu omdala kangaka
Yeyy sihlangana nama wrong turn nkosi
Oh nkosyam msizeni bantu aphume laphaya alapheke igqwira leliya umthwebule kwamqondo lo awusasebenzi kahle.
Andikaze ndiyive into enje umntu athwetyulwe ephila🙌💔😭
Ay bhuti cela ipresenter ikuhambise kini ungabe usaphindela kuloyodoti nakhona basheshe baktholele umelaphi wendabuko aphuthume ukukusiza baleka ngampela
Uthunjiwe ngokomoya, uzophindela kuyena.. kumele alashwe kuqala
Awema lapho nami ngithi makangasaphindeli kuleligqwirha
Mabamthathe bamyise straight enyangeni ayolashwa makaphuma ayohlala kwenye indawo angaziwa koyona
Hayi inzima lento lo baba abhekane nayo .run to Jesus Christ of Nazareth.
Owathengelwanga yn amatoys bht nihamba nidla sekubi namhlanje niyazifunela izinkinga zikude nawe 😂suthwalitshe manje umbone Nini ukuthi ukhulile Nkosi ai ozame bht zosizakala habe ufuna ukulala nayo leyondoda amanyalenyoka igibelemthini ingenanyawo wavuma ai nkunzima umkhovu nje Wena usazovuma nje ikulale usazigolozela nje mungasizakali
Uthwele lomfazi but also number 2 uyathakatha futhi dark o blue
Lobaba uthwetshuliwe shame..nami last year i had a friend othwetshulwe umawakho ..yeey a lot of scary things were happening..loyamuntu lwakungathi I robot, ehlezi ethithiza,umawakhe uma emfonele ajuluke anuke amakhwapha,akhulume yedwa abaleke agcwale indlu yonke!!
Kwaze kwabuhlungu Nkosi,thandaza kakhulu ubhuti ungaohezi uzokusiza uMdali
Ufana nami lo bhuti nami mgashada nomuntu wangithumba kuyimanje Nkulunkulu wami ngiyisithumjwa 😢
😭😭😭Mmm sibhalele Kwi Email
Bhala dadewe2 ukuze uthole usizo😢
Way you can cow to polis
Dis it's not good dart wafi it's wish 😢😢😭😭💔💔
Akekho umuntu ongakuthwalisa ilitshe the whole night 😮 khona okungahambi kahle,buyela ekhaya naku Jesu
Ayikho into ezokusiza bhut wami ngaphandle kokuthatha u Jesu njengenkosi no Msindisi wokuphila kwakho😢 unamandla oku break zonke iziqalekiso nezithwalo phekwempilo yakho.. mthathe manje u Jesu uvume ngomlomo wakho ukuthi uyinkosi uzokusiza khona manje
Ibihlungu lento yehlele lobhuti ayhlekisi shame it broke my heart 💔💔💔
Ai kunzima kulomhlaba manju bafo yobuyela kanjan emuva ngemva kokudalula lemfihlo ,ai ngeke yombulala lomfazi
Mmmmm ngeke ibhlungu indaba yakho ukuthwala itshe ubsuku bonke ngeke ngane yami kubhlungu
Ah bakithi msizeni lobhuti uyazi ibuhlungu lento.😢😢
Ndiryt ndi single yhuuu ppl r not happy behind closed doors shuuuuu😮
Bekufanele ba ungabisabuyela pha kulomgulukudu walomfazi .. vele nje goduke
Kuzofanele angabe esaphinda kunkosikazi nivele nizame ukumusiza manje
Oh. Kwaze kwabuhlungu kwaze kwabuhlungu mntu wabantu yooo ukwenzisa zonke izinto ezingçòĺiĺe.
Ubhuti uzoluthola usizo makaye eTHE REVELATION SPIRITUAL HOME (Kwababa uRadebe), nginesqiniseko sokuthi uzosizakala.
Ngiphosa imkhuleko phezukwakho bhuti😢😢
I wonder auzothi uyalumana usizo bese ujika umqondo sekuba nguwe othi abantu bayakusukela🤔 ngobi ngqondo seyjikile
Mina ngithanda invoice yakho Mfoka Shembe👌🏾
Elento yokuba ukhamise ngithele kwamadoda sinenkinga nje yamadoda afuna ukondliwa kubi kodwa isfundo
😢😢kabuhlungu nkosi yami
Yhe Butu khawusincede uhlangule lobhuti ungamyeki engancedekanga ukuba yinyani lento ayithethayo,sifuna u part 2 wakhe sele engomnye umntu owahlangulwayo engxakini
Haicha niyazifaka bafowethu izinkinga zenu ziyasinda 😮
O Jehova, nqaba nathi. Amandla obumnyama adle lubi,
@@siphumelelekhulemkhize9689 aya ngokuba strong 😭
Mamkhize
Uthwele ngawe lomfazi isthwalo lesi sesthembu kunzima ezweni izithwalo😢
We bafo please mhambise Kubo lobhuti ngoba wabuyela kulomuzi yafa impela
Ngempela akangabe esabuyela ekhaya
Kunzima,kuyahlekwa noba kuyalilwa,hayi uxolweni .
Ngathi ngasizakala bhut wam 😢😢
Izinsuku zokgcina ,Ave kunzima😢😢
uthwele noma uyathakatha straight yho 😢 kubuhlungu yazi
Heheni bakithi isono lomfo akathole usizo hayi lomfazi wenza isihlungu isishozi ngenxa yalomthakathi musizeni angasabuyeli emuva
Ziyayishuki imbhodla lhaaa ngaphandle
Akangabuyeli ekhaya kwamanje ubhuti, kungcono ngoba ingqondo isasebenza.
Ewe igqondo isasebenza makabaleke lomfana
Iyoooo my brother she is going to beat the hell out of u.......😢😢😢,i hope the Lord of heavens deliver u my brother n protect u from this wicked woman 🙏🙏
😂😂😂😂😂
Hai kwanzime zweni salusubuya nkosu Jesu akobe miyezwa niyafunda futhi nina enithandi mali nezinto ezisheshayo ningagaxeli ezimeni ezifana nalezi engathi ungasizakala ndodana uphume kulesimo Thixo akusize
Ayboo ubsuku bonke uthwele itsheeeeee😮
😂😂😂😂😂😂"itshe ulithwale ubusuku bonke"😂😂😂hay uyahlekisa umnini hlelo
😂😂😂😂😂😂uthwele njalo wakudlisa ngelwane zakhe
manje lomthakathi owumfazi wakhe nimfonelelanike yena,nenza ukuthi anyuse amasokisi?why ningafoneli umndeni walomfo kuphela.
Walkhuluma iqiniso
Umbuzo omuhle kodwa lo
Oh nkosi kwazekwakubi,mtanami
😅😅 imnamathile ngemibuzo interviewer lomnumzane
😢😢😢😢part2 plz
Bakithi msizeni udidekile nkosi yami😢😢😢
Kufuneka Ndoda enenkani imcende Ngaphandle kwemvume Yakhe Lho Ngoba selebethiwe UBhut Omdala Yhini Khona 💔💔
Yoooooo kwazekwanzima
I don't think he must go back to that place. Please take him somewhere else please bba shembe help this guy look baba umoeze sithizela
Bhutiwam sewenziwe umkhovu yingakho ungaboni ukuthi kwenzekani😢
Mina ngisaba nokuphawula mhlambe lomama uzosizwa noma asibone🤐😶😂
Lo cc ukuhambela I inyanga ezinzima ezifana no 2+2, wena nje kungekudala uzokubulala akwenze umkhovu
Hayibo imhlola jesu 😮
Siphila isi Miracle
LOL 🤣🤣🤣ay ungasashongo mtaka baba
😂😂😂😂😭😭
😂😂😂😂 yooo akuthwalise itshe aybo kuRaph la ngaphandle
Manje kushukuthi usuke emi ngezinyawo, netshe ekhanda kuze kubuye umama!
Kwaze kwanzima!
🤣🤣🤣🤦♀️Mina sengcabanga ukuth alimkhathazi yini lelotshe jesu, kube kosa nini nje🤦♀️
Ukube kuyenzeka bekumele angabe esagoduka 😢 ngoba shuthi lobhuti akekho safe ngaze ngadabuka 😢
Imali yalbulala izwe 🤞
E jozini akusikhona eGoli😊
These are the last days. Ngenelela smakade😢
Yahlekisa le into yhoooo
Izinto ezenzeka kulomhlaba ziyathusa & azikholakali, Smakade kunzima Ngenelela. Izinsuku zokugcina Thixo Mkhusele uMntwana wakho 🤔
Eish makasizwe ubhuti bo! Angasabuyeli manage ekhaya straight 😢😢😢
Kuhlekwa noma kufiwe.
Uyakubona and ukulindile endlini ngaze ngakuzwela mfo🥺😢
Yhoooo hyb zange ndayiva le
Bhuti u dating a satanist,she has caged your soul.akuqala nakhona emasontweni.
Isangoma angeke sikwazi ukumusiza ngoba isangoma asinawo amandla above a satanist.amaranking awalingani
Yaze yabhlungu indaba kalobhuti, Shuthi usewumkhovu kulendlu💔💔 Ei umuntu uzele Nkosi Yami, sengathi angaohunyuka kulolugibe
Uyayazi inkinga😮😮😮😮😮😮
Makanga buyeli lapho lobhudi akaye Kubo msizeni njengo hlelo
Ayi ngeke uthwele ngawe khona ledlozi elisakubhekile awu bakithi mutholeleni inyanga fast bo uNkulunkulu akusize wathwebula umqondo wakho kwabuhlungu
Sisthunzela wena ufethwele mnqwazi usisthunzela selingqwirha lakho shiya lomkhohlakali ugoduke
Ekhona omunye engani nayo kade ephela leyo imphilo naye kade ano 32 monfazi ano 45 ngisebenzela loyo mama
Yindoda yalomfazi mosi le awunokhethelwa klk isithembu tshini
Yoooh dis is hard yooh
Haaa emhlabeni kunzima
😂 angibonwabonwa
Umenza umkhovu wakhe wasenkingeni bhutu
Ngyabonga nje ukuthi nkosiyami etshwaleni angisheli kwalaba abalingana nathi. Mina nje into engiyaziyo ukukhuleka kuyelapha.
Siyabonga bhuti
Please umbuyise lobhuti sizwe ukuthi usizakela and usezizwa njani
Part2 pliz
Manje uthwala imbokodo impela angizwa kahl