It so heartbreaking seeing siblings fighting like this,we all need family.The pain kugogo of seeing your offsprings clashing like this it so terrifying.God interven.
Ugugu uyiqola qha,ugogo akanaqiniso qha,ugogo nguye oxabanisa izingane zakhe,and ugugu is using the opportunity yokuthi ugogo ugugile but gugu you are a hypocrite and greedy
Gugu my sister make peace with ur family......the hole world is watching.....think about tomorrow...no one will love u more than ur family...humble ur self,ask for forgiveness one day ur mother will be gone .....
U Gugu ngiyamdabukela ngiyabazi abo Nonkohlakalo abafana no sisi baka Gugu noma ungenzani bayaxeka and abafuni kuziza ngalutho. Wonke umuntu uyazi ukuthi abazali bane soft spot for ama last born labomama badala for lento. Gugu qina girl
Makungehla uGugu for sake ye peace kungaba nokuthula laa. Bayambona ugogo ukuthi yi menemene laba abanye uGugu akehlise I pride kuphela njee 😢😢. Siyabonga selesele lomlambo you are the best.
Inzondo iqala ekutheni kube ne favourite ezinganeni ,ngiyayazi mina lento ibungu Kabi noma ungenzani enhle ekhaya but mawungesiyo intandokazi kufana,mina ngazinika peace ukuthi ngibaluleka sometimes nenhlungu yami ngize ngoyiqede alone ngiziduduza Kant ubuhlungu buyefana siyayidinga equal,o cc abazinike peace uGugu yintandokazi n izintandokazi mhla kusuka I abrella izinqe zihlala obala because abakwazi ukuzimela😭😭😭😭
Uyabona maqumbane lena i apisode engenzima kunazozonke oke wahlangana nazo kodwa ke ifike endodeni maqumbane uyindoda eyazi indaba zayo,big up to you maqumbane❤❤❤
Ngibingelele kuni nonke zingane zakwethu 🙌 , ey ibhlungu lento eyenzeka phakath' Kwa lomndeni yaz' o ma babusisiwe base no ma kodwa ababoni ngoba bayabanga. Kune verse elithi umdali akashongo ukuth angeke ubekhona umlilo kepha wathi beka ithemba lakho Kimi uhambisane nami mhla ufika emlilweni ngiyobe ngikubambe ngesandla. Okub'hlungu kakakhulu bayakhonza abo mama 😢 ngabe kungcono ukube kusakhona inhloko kulelikhaya ❤ ilula lendaba kodwa bayenza lukhuni 🤞. Lastly laba abathathu bahlulwa into elula, bahlale phansi nothunjana wakubo bamkhulise njengo Sisi abadala ay lento yokumhlanganela. Vele imali eka Gogo uyena Umuntu okmele ngabe uyalwa, yebo ngiyakuzwa ma 1000 ugogo uvuna kakhulu u mum' gugu. Ey kodwa uyangqeda ugogo bese ethi 😂😂 futhi angik'phuli ulimu uy'ngane wena 😂😂😂😂😂. Can't wait for part 2....……............. 👊
@@AndySigonyela-cn4zz Gugu is a narcissist, yonke into ingaye.She's a victim (ngokwake) kuyo yonke lento.Akaboni iwrong into ayenzayo. MO is siding with her💔💔
Wooow bhinyilika mbhinyiliki mfwethu mkhaya wam uphilile nje mfwethu ngikudonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone ume nje njalo mfwethu ❤❤❤❤❤
Akukho kuningi lana the problem abo cc bakhe banenkinga because ugogo uthanda yena and lento iyendzeka emakhaya amaningi lapho umzali akhetha izingane zakhe kubekhona amthandayo so on that you can't blame gugu yebo ugangile makadle imali kagogo
Money issue is not the problem here, it is just ignite an existing problem. The biggest problem here is a succession battle amongst siblings. Who is supposed to taken the role of leading this household? Is Gugu the chosen heir? Or is Gogo advancing her because she is a favourite? Or is everyone ganging up against her because she was chosen to be the heir? Why are the males in this household not having a voice, including the father and brothers who are late? 🇿🇦💓💓💞🌷🌹🌹🌹.
Thanks my brother 🙏🙏u Gugu unenkinga xem,, just bcs uthi unelali and umama uthanda u Gugu and Mama u wrong musukumela umtwana,,uzohamba laemhlabeni uGugu uzosala ehlupheka
I first born ka gogo indala kuno gogo. But ke kukude la kuyiwa khon nalenxabano aykezukulung unless boke beshone coz bonke banamaphuth abangawavum especially I first born no gugu. Uma futh kusesenama team kanje angeke ilunge lento.
Ijooooo Hai kuningi this family issue iyo thatha iskhathi to be resolved...mama love Gugu more than all of the and into engiyibonayao amaphutha ka Gugu awa khulunywa nje yena uhlezi eright always.Mhlazana umzali ahamba emhlabeni kuyoba nzima yo Gugu
True, to prove really that the money was never returned, why did gugu when she takes the money from the bank and never return it back to the bank and keep the proof of reimbursement? The proof of imbursement and the statement of account balance would have reflected the truth. Ubolile lo gogo no gugu
Izalukazi zinayo lenkinga yokukhetha. Best advice - get on with your life ungazixaki nokufuna uthando kumuntu ongazimisele nokuhlanganisa umndeni. Noma ugogo, noma umzali. Phuma nje! Ungaze uzilethele iziqalekiso. uNkulunkulu will deal with umzali oxabanisayo.
Nobusela bukhonyana kuyena loGugu wakhona😮ukuthatha imali yomuntu without her concern is thievery in the highest grade!!! Uyantshontsha strong loGugu wakhona!!!
My dear brother thanks for the episode 🙏🙏 eish u bona izimanga but ngoba uhi ngilosi ka nkulunkulu,,sebenza buti wam God is watching from the distance,, stay blessed always in Jesus mighty name 🙏🙏
Ngyacela siprese u Like 😢🙏🙏🙏🙏
Gugu ukhohlakele
The show is taking too much time😮😮
@ because akufani naku tv la kumele ekugcineni kulunge inkinga yabantu asikhi phezulu sihlama phansi ukuze sithole umnyombo we to nento.. so ja
@@SboneloMdima-p2mhawuuu!!!😮😮😮 nami ngiyayibona lento 😳😳😳😳🤞🤞🤞🤞
Obama bayasixabanisa,usisi wami omcane washada kuqala mina bengingelutho ekhaya ngisho ezoshanda ngatshelwa wensday ezoshada ngasabatha.kuningi bhuti
Iqiniso lakho Maqumbane liyamangaza..... big up to Why Mina ?❤❤
Gugu ungu Sathana ubolille nja hambofa maan
Waze wa fresh ugogo 🥰🥰🥰🥰 ngathi bangama siblings bonke ❤️❤️❤️❤️❤️❤️
@@tenelenondumiso 😂
Kuthiwa uma uzale kakhulu awugugi
😂😂😂😂🤞🤞🤞🤞
Uyabona yini ❤
True
Ugogo uyayihliphiza indlu yakhe umoshile nje 100%
Ngempela uyamosha ugogo
Banjalo bonke babandlulula izingane always
Exactly
Seconded 😢
It so heartbreaking seeing siblings fighting like this,we all need family.The pain kugogo of seeing your offsprings clashing like this it so terrifying.God interven.
Best presenter ever ❤️ maqumbane wethu
Naye gogo unayo favorite
UGugu yinkinga bantu nakithi sinayo inkinga efananale ngakithu
And nathi singu4 amantombazana yooh Jehovah siza bandla
Kuvele kubekhoba oyedwa nje ohlanekelekile
Watching from Lupane Zim ❤
Ngumbono wakho loyo ugogo nguyena onephutha
@@mduduziMavundla7242nogogo uyamgunyaza uGugu ukuth abe yinkinga... UGugu akanaWrong phambili kwamehlo kaGogo
Uyinkinga Gugu sheiym
Inganekwanele!! Gogo uzixabanisile izingane. Gugu kahle ukth ubusisiwe ngemali kodwa oSisi bakhe akabahloniphi ngenxa yayo imali. Ngeke bazwane uGugu engaxolisile. I pray uGogo asaphila ngoba hamba osisi ngekebaphinde bavumeleke kubo ngoba obe ethi uyenza owenza ukuth uyachoma amakhabethe osofa ama curtains. Siyabonga Maqumbane ngokungathathi uhlangothi kodwa ume eqinisweni oWrong u Wrong!! Siyafunda ngohlelo lwakho futh liyakhulisana❤🎉🎉
I am so in love with this show. The presenter is the best ❤😅
Siyabonga Magaye awuchemi namuntu ngisho lo okubhalelele uma kumele umtshele iqiniso uyamtshela isiphiwo onaso siyamqngalisa Vico 👏🏽👏🙏🏼👑
Ugogo😂😂😂😂uthi ngshilo ngathi uzokhathala mfana wami😂😂😂😂😂
Aaay umagogo shame 😹😹😹nabo nj labomama akekho ofun ukthobela omunye yooh
Yeybo ngshilo mfana ngath uzokhathala
UGugu mina angimsoli nanokuthi nguyeh obhale lontoh ngba efn kukhunyelwa umlotha😢 Muntu onganalo iqiniso la uGogo la uyna oqhatha izingane ngba vel izingane ziqhathwa umzali wazoh😔Ngiyambongah UNkulunkulu ngomndeni wami onokuthula ngaleyandlel ❤sibaningi impela esswini sikaMamarh kanyeh noBaba kodwa siyazwana bakithiiieh
Nami ngobona lokho ugogo uthanda ugugu manje laba banesikhwele bese bakhiphela intukuthelo yabo kugugu
😢😢Gogo uziqhathile Ingane and uzofa azishiyi zingezwani nkosi yam 😭
Exactly❤
Lesalukazi isona u poison
Banjalo omama bayaxabanisa nami owami washona exovile😢
Kakhulu unkulunkulu uzovele amshaye ngaye Gugu amthathe emhlabeni uyosala nobani
Ei Nami ngkulesimo kodwa sngamukela ukthi sesbonana mhla kudlula oyedwa eMhlabeni
Dlala Maqumbane today ngikunika 200 percent. You don't take sides. Ubonakala ema noGugu ugogo
Hayi yekani ugogo no gugu 😢😢I'm defeated. I wish ugogo can see her days are numbered abeneciniso
Ugugu uyiqola qha,ugogo akanaqiniso qha,ugogo nguye oxabanisa izingane zakhe,and ugugu is using the opportunity yokuthi ugogo ugugile but gugu you are a hypocrite and greedy
lenkulumo yakho ayinanqond ugugu uyena obhalile ngobefun ukulungisa lento kudwafuth uyen oyisikhohlakali ozenza usiyazi kocc bakhe ebeyingane kunabo ufunanike ngoba baphumile kuye akabayeki ngan aqhubeke nokusa
Gugu uthandwa yena Lana kuGogo n udli Mali
Gugu uthandwa yena Lana kuGogo n udli Mali
Yini nawe uyixoki kini ufuna ukuthandwa wedwa
Laqumba iselesele labhinyilika I respect u Ndosi prt 2 pls ❤❤🎉🎉🙏🙏
Mina ngiyamuzwa u Gugu methi abo sis bakhe bahlezi bethi abanamali nami ngibekene naleso simo ekhaya kubukeka sengathi imina ophethe ikhaya.kanti akunjalo odade bethu abahlezi bekhala bethi imali ayikho.
Ngempela uGugu ungubizwa asabele uyamuthanda uMzali wakhe nangezenzo.... Cs abazali abanye babathanda eseshonile
Gugu my sister make peace with ur family......the hole world is watching.....think about tomorrow...no one will love u more than ur family...humble ur self,ask for forgiveness one day ur mother will be gone .....
vele amagcina anjengo Gugu avunwe kakhulu soze alunge but cc nawe ingane zakho cc Gugu zisazokuqondisa uzoguga bheka kuyeza 😢😢
Bakhohlakele kabi omagcina! They are spoilt brats and are entitled
@@No2HeartStoppingClotShotslapho ugogo uyamvuna kakhulu 😢😢😢😢 uyangicika nje lendaba soze yaphela umama wabo ulixoki uthandugugu kuphela ngobu nento😢
Kwaze kwanzima ukuba umagcina nkosiyami nami kuthiwa I am a spoilt brat
Ngaze ngawubonga umndeni wami indlela esinokuthula ngayo❤❤yohhh ngeke laykhaya kunzima
Waze wajabula hheyi kuyavunguza kweyethu imindeni 😢😢😢😢
@NompumeleloNdlangamandla sinokuthula cc ngisho omakoti bobhuti siyezwana.into abazali abasifundisa yona Uma kunento ongayithandanga yenziwa omunye ubaba wayengalaleli I side elilodwa wayesibiza sonke kuhlalwe phansi kukhulunywe idlule indaba namanje sisenjalo.ubaba unesthembu sizwana into ongayazi nomamncane nengane zakhe ubaba nomama sebashona but sisele omamncane uwumama kuthina
Ngyakbongela sis
Ngeke ayilungise lento Maqumbana udlala ngesikhathi sakhe.
Siyakubongela cc
Maqumbane uyindoda Bhuti ndiyakuvuma yz❤❤❤❤
May God continue to bless you all the time
Gogo exactly my mom,unema favourites wakhe nje,sekutsi nje tsine sibese siyakhuluma ,sibuye sibambane futhi kube siya ngaye ngabe asisavani
yoh nowam wayenazo ude ubengathi usisihlobo kwasekhaya
Nathi besenze njalo
Angiwaphiki amaphutha kaGugu,Kodwa ugogo naye uyena oqhatha izingane zakhe.
Sengathi the 3 sisters have always ganged up against Gugu.
Benziwa ubuhlungu bamama bokvuna ugugu icacile nje
yazi uqinsile🤔
@@sluweeKay eyani Yona lemali ebangwayo kuzophathiswa ugogo ngekhanda ngemali yakhe bafunani ngoba banemizi yabo kahlehle ibona okumele benike ugogo imali wabakhulisa sekuyibona okumele bondle ugogo imali kagogo koba eyabo maseshonile
Ugogo umkhulise kabi uGugu wamjwayeza nemali zakhe
Mm kwaze kwazima klomndeni gogo waze wangenza kahle kbantwana bakho bevundle esiswini sakho bonke haww mtakaCele ngathi ububhekenw nengwadla yangempela la but uyayazi into yakho mfana
Waze🙆🏿♀️🙆🏿♀️ wayinkinga LOGUGU bakwethu ngeke iphele lendaba kaGugu nonina
Unina ujabuliswa nawukuthi laba abakwazanga ukuthenga amakhandlela but gugu wawathenga
Ni blamer umuntu owrong, uGugu uzongawaboni amaphitha akhe because of uMama🤞🏼
😅😅😅😅😅
Ababulale u Gugu once
😂😂indaba inama khandlela@@NkosingiphileManqele-bh1xq
Yoh it's a lot Gogo uyabaxabanisa abantwana bakhe akanalo iqiniso stru,,, big up Maqumbane you are the best presenter❤❤❤❤❤❤❤
The least we can do is to pray for this family, 😢🙏🏽 God never fails
No la ukukhuluma nokuvuma amphutha period. phela lokhu kuyalungiseka, kuwukuthi nje umuntu ayeke ingani nokuzazisa.
Yilo gogo oqhatha abantwana bakhe uvuna loGugu wakhe
My point exactly
Vele uye
Yebo ugogo une soft spot ngogugu
@@mduduziMavundla7242Last born wins 😂😂😂😂
U Gugu ngiyamdabukela ngiyabazi abo Nonkohlakalo abafana no sisi baka Gugu noma ungenzani bayaxeka and abafuni kuziza ngalutho. Wonke umuntu uyazi ukuthi abazali bane soft spot for ama last born labomama badala for lento. Gugu qina girl
Special laba ababili lona ofake I jezi elimhlophe nalomdala banenkinga
Yazi uGugu usenkingeni ngoba badala osisi bakhe kodwa abenzi kahle. Bahlangene ngokukhohlisana kodwa ngiyamdabukela ozele ngoba uyobona kwezakhe ingane. Abantwana abafani Kuba khona eyodwa engamlahli umama wayo noma ngabe esemzini wayo ,
Ugugu ithanda ifa ulidla kanjani yedwa bengazi abakwabo wonakele
Ave ningakhoni ukubona into ewrong kodwa kuyacaca nani emakini ningolwabishi.
Kutsho ukuthi ufana noGugu nawe
Thabiso ayi yabo lenhlambuluko oyibambe namhlanje sibafisela inhlanhla yokubuyisana ngoba mft ihliphikile imindeni konakele ngempela esikbongayo ugogo usekhona okmele ixazululeke lenxabano ukhulile yena sekseduze phambili uyofikethini kwabadala kunaye worse ungumuntu wabantabadala bayafika futhi kuye beykhuze imihlola enzeni ugogo 😭ayi Ndosi syabonga waythela iyeza imvula yemndeni nezinxabano ngoba inxovanxova yodwa ephilwayo laphandle ngyabonga 🙏🙏
Eeeyi mfethu ngeke kulunge ngale phixiphixi eliw Gugu 😢😢
Osisi abathathu angyizwa i role yabo u Gugu osukumayo. 2Ugogo angizwa ethi ufuna imali yakhe eyathathwa uGugu, nabosisi abathathu asisizwa isizathu sokungasukumi uma ugogo ebabikela utho
Mmm indaba Ka Gugu but wonke umzali uba khona umunt othandwayo
Sibongile Maqumbani,u judge ewually, ur an honest person,a true real problem solver.You bring fair share solutions to all.Salute to you...
😂😂😂 gogo uvele ungiqede uma uthi ngithe ungajahi uzokhathala😅😅
ÜGugu uyiqili , Uziqhathile lezingane nakhona eluthwa nguye uGugu. ÜGugu uyimoshile inqondo yalogogo kanti unenhliziyo ethambile ngoGugu ngoba ewumagcino. Kodwa engath uThixo engangenenelela babuyisane bangama gazi 🙏🏻
Angivumi iphutha ugogo nguye osephutheni uthanda ugugu kwendlula lezi ezinye izingane
Wena Gugu uyacika,uyadelela,uzbonukuthi ungcono ,awulfuni uxolo no Gogo awunaluxolo,Maqumbhane chithamanzi badala labantu banenkani
Lutho akumele echithwe amanzi
Ugugu unempakamo ugogo uyamvuna ugugu ubukela odadewabo phansi enjalo ugugu akakwazi ukuzehlisa uma esephutheni kukona konke gugu wrong
Gugu uyidlile imali,gugu unePride,ubukela occ bakhe phansi,emsebenzi oyenza ngemali kagogo..gogo yamvuna maybe ingani kabofriend😅
HAHAHA VELE NGYAMSOLA NAM U GUGU UYIVEZA... LAKHAYA NO WONDER UGOGO EMTHANDA KANGAKA AZE ANGABONI NGISHO UBUBI BUKA GUGU AYNGEKE GOGO YENZA UKULUNGISWA USUZOWUSHIYA LOMHLABA HAMBA KAHLE INGANE ZAKHO ZIZWANA NOT LENTO NGOBA UZOFA UGUGU UYONAKWA WUBANI NAMADODA AYALAHLANA ANGEKE SWATHEMBE WENA GUGU UNGAZISOLI NGOKUBIZA USISI WAKHO NGE OUTSIDER. UPHAKEME GUGU
@@siphindilemaphumuloZA_DURBANengani uthumbu bakithi
Makungehla uGugu for sake ye peace kungaba nokuthula laa. Bayambona ugogo ukuthi yi menemene laba abanye uGugu akehlise I pride kuphela njee 😢😢. Siyabonga selesele lomlambo you are the best.
Inzondo iqala ekutheni kube ne favourite ezinganeni ,ngiyayazi mina lento ibungu Kabi noma ungenzani enhle ekhaya but mawungesiyo intandokazi kufana,mina ngazinika peace ukuthi ngibaluleka sometimes nenhlungu yami ngize ngoyiqede alone ngiziduduza Kant ubuhlungu buyefana siyayidinga equal,o cc abazinike peace uGugu yintandokazi n izintandokazi mhla kusuka I abrella izinqe zihlala obala because abakwazi ukuzimela😭😭😭😭
waze waphakama sisGugu,uThixo aze akuhawukele awu! impakamo kosibakho abadala ayi ngyala. Mama waze wababulala abantwana bakho ngesandla sakho.Uma ungumzali awenzi kanje ngiyaxolisa nje ukusho loku kuwe umdala kodwa awu ngyakhala ngawe, ungxeka nje kodwa konke lokhu isandla sakho.Uze ungabasoli uma usuhambile uwena ongabanga neqiniso usaphila
Uphezulu kakhulu uGugu.... lapho uyini nje😂😂😂 yehla Gugu you have not met your match yet. Woza la mina ngizokbonisa abantu. Sis.
Ai cc wam nam ngihalela ngequpha kahloniphi lo doti wengane an unamanga lo gugu wakhona
Uyamsukela ugugu inkinga lana ugogo nguye othathe ugugu wamendza intandokazi yakhe even kusakhona ubaba wekhaya
Its true mfowetho@@mduduziMavundla7242
Weeeeeeee maqumbane sicela party 2 ngathi akuhlangani...kuningi kuhlangene🙆
Uyabona maqumbane lena i apisode engenzima kunazozonke oke wahlangana nazo kodwa ke ifike endodeni maqumbane uyindoda eyazi indaba zayo,big up to you maqumbane❤❤❤
Cha uyalimela iqiniso maqumbane l salute you❤
The presenter his the best bafowethu...he deserve. Big saport bafowethu
❤Yess
Great counselor Maqumbaqumbane
Eyyyy ziningi inkinga la phandle,imindeni ayizwani
Kant iyathakatha injalo nje😡
Eahy kubi ne pride logugu akazisoli
uDealer ngemali umaGugwana😂
😂😂😂😂
Akadlali futhi yin bonke abantu abaholelwayo baholelwe uwena ha ha ha
Ngempela futhi, akadlali emalini nale athi wayibuyisa akucaci kahle, bekufanele azame I bank statement ababonise ukuthi uyibuyisile, nasemlonyeni uyazikhulumela, hayi iguglina madoda😂
Yoooooo Qumba Maqumbane I'm so proud of you ..iqiniso lodwa uyalimela..Gugu zehlise cc uxolise kudlule
Kodwa nocc omdala ngathi unenkinga nje yakhe yedwa.
Yehlisani imimoya zithandwa zezulu,into yoniwa ngomlomo ilungiswe ngawo futh.
Niyadingana nonke njengoba nilapho.Shweeele bo 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
Mina bengith uthule haaa yazikhulumela ucc omdala
Umavalwa nge tawzen umbhinyiliki the best presenter 🙌
😊
Yoooo aii inkanankana le ...kwaze kwabuhlung indlela abanamaqhubu ngawo ...yazi bebeqinisile mabethi abayazi inkinga yini aii kuning mayee😢😢😢😢
Ngibingelele kuni nonke zingane zakwethu 🙌 , ey ibhlungu lento eyenzeka phakath' Kwa lomndeni yaz' o ma babusisiwe base no ma kodwa ababoni ngoba bayabanga. Kune verse elithi umdali akashongo ukuth angeke ubekhona umlilo kepha wathi beka ithemba lakho Kimi uhambisane nami mhla ufika emlilweni ngiyobe ngikubambe ngesandla. Okub'hlungu kakakhulu bayakhonza abo mama 😢 ngabe kungcono ukube kusakhona inhloko kulelikhaya ❤ ilula lendaba kodwa bayenza lukhuni 🤞. Lastly laba abathathu bahlulwa into elula, bahlale phansi nothunjana wakubo bamkhulise njengo Sisi abadala ay lento yokumhlanganela. Vele imali eka Gogo uyena Umuntu okmele ngabe uyalwa, yebo ngiyakuzwa ma 1000 ugogo uvuna kakhulu u mum' gugu. Ey kodwa uyangqeda ugogo bese ethi 😂😂 futhi angik'phuli ulimu uy'ngane wena 😂😂😂😂😂. Can't wait for part 2....……............. 👊
UGugu uyisigebengu uthanda imalo too much udlala ngomawakhe ungatransfeya kanjani imali kamawakho ungabatsheli odadewenu? Ngibuka ukuthi umama uthanda uGugu kakhulu uyazihlukanisa izingane zakhe engifuna ukukusho, mama akwenziwa kanjalo musa ukuhlukanisa izingane zakho ngoba uzohamba emhlabenu zisale zingazwani izingane ngenxa yakho yibaneqiniso siyakuthanda mama❤❤❤❤❤❤
Mina ngibona umona kulabo mama abathathu, uyazi uma uNkulunkulu makakubusisa ukudlula abodadwenu kuba nje 🤞🙌🙏
Haibo gogo wayikhweza ingane ko cc abadala😢Gugu angikufuni cc uyaxova abantu abadala cc usile uyezwa..Gugu usile
Nd aksoze kwalunga lutho if umawabo enjee😢
Nje
Uyamsukela ugugu akanalo icala ugogo nguye othanda yenu kunabanye abantwana into yokucala ngugugu obhalele loluhlelo ngabe ngiyezwa kube kubhale labo cc
Okwemali ugugu u wrote kodwa kokunye osisi bakhe bayabheda. Usufuna ukubamba Isikhiye se mobile fridge nje uyayazi kuthi ikhokhelwe malini? Hayi abnamahloni labogogo, bafike begoqe izandla kodwa sebefuna amaplastic😂😂😂
Ayyyy gogo hlala phansi nezingane zakh ungalinge uzishiye kanj zingazwani 😢😢 ngoba bazali ithina esenza uqhekeko ezinganeni zethu yoo
Iyoh 😮😮😮
This episode, I'm dizzy watching this. Maqumbane uyasebenza, ngigcina sengi-confused
It's a lot
Sana its a lot nyani bcz akho nyani lo Gugu no mamakhe hay ngekhe
Zange ndiyibona into enjena 🫢🫢🫢
@@sandiswanxawe8042 🤭🤣
@@AndySigonyela-cn4zz Gugu is a narcissist, yonke into ingaye.She's a victim (ngokwake) kuyo yonke lento.Akaboni iwrong into ayenzayo.
MO is siding with her💔💔
@proudlysa774 uyamlahlekisa engcolile
Ngathi nabo labo sisi ayikho into abayivumayo sekulokhu kuwu Gugu nje
Eka sassa akayiphenduli kuth kwathiwani uGugu mayebuza
Udalwe uNkulunkulu kanjalo...ngeke ubenzelutho omay'ncome😂😂kodwa Thabiso uyagadla...hhay kancane😅😅
Like daughter like mother
Ubolile lomuzi
Ugogo uvuna uGugu kakhulu uyaziqhatha izingane zakhe konakele bakithi lungi GogoMakhosi ukuze uhambe izingane zakhe zizwana 🙏
Ngyabonga
Kodwa mina angimblame kakhulu uGugu uyancama anako afune ukujabulisa umha wakhe la abanye bazizikhohlakali ezingafuni kwenzela umamazo izinto ezintle esaphila hlezi besithi abanamali atsibe ke yena ugugu enze bazizohluleki zocc abadala nxa.uGugu uthandi khaya lakhe ewe ubawo amaphutha okuhluleka ukubs ncenga mara bayadika ndiyazi kweyam family le situation ababathathu baselfish and bakhohlakele.Akaae frsh ugogo futhi uyalikhuluma iqiniso ukuba abafuni kukhupha mali akhiphe ke yena ugugu
ziyakhala manje ezizohluleki zabosisi baka gugu
Badlalumona labo ccy ikakhulu loka jean uyabahlohla Lo ka jean uqhatha umuzi kagogo nje
Shuthi awuyimamelanga yade yaphela uyazikhupha ezithengwa ngabanye cc
Namhla ethi uGugu useyayibuyisa imali wababiza abangeza
Watching from Lupane Zim ❤
S'bonge mtungwa
Wooow bhinyilika mbhinyiliki mfwethu mkhaya wam uphilile nje mfwethu ngikudonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone ume nje njalo mfwethu ❤❤❤❤❤
UGugu is obviously the favorite child. Just have 1 child to avoid having favorites.
Yooo owesifazane owathwala waze wazala lengane umaqumbane ngyambongela wazala wafundisa nothisha bawenza umsebenzi wabo naye umaqumbane walalela ngenkathi efundiswa❤
😮ngithi minaa.. Umuntu owadlaa imali Kagogo..Mncxiiii struu asoze walibona izulu
Yohlupheka azayofaaa💔
Gugu lo uyintandane yakhe
U Gugu hay kuningi,,can you please have a meeting on your own,,ngoba hay
😂😂😂😂
Kuningi kabi uGugu unenkinga nabocc bakhe bonke
Impela udinga meeting nawe cc ngeke zibheke cc Funda inkonzo yokwehla
Akukho kuningi lana the problem abo cc bakhe banenkinga because ugogo uthanda yena and lento iyendzeka emakhaya amaningi lapho umzali akhetha izingane zakhe kubekhona amthandayo so on that you can't blame gugu yebo ugangile makadle imali kagogo
❤❤ngyakwethemba Ndosi uzoyilungisa lendaba
Magcina will be always deep in the mother's heart ❤️
Gogo phileqinisweni kuyahanjwa kuyafiwa bo! Kuyafiwa.Gugu unepride .lelihashi oligibele lizokuthaqaza.ungabhabha phezulu kodwamanzi uwaphuza phansi
Gugu usile shem and gogo uyamvuna
My point exactly
umuzi onomsindo kangaka ngapha kunamadlozi
Uyamsukela khomba ugogo because yonke lento iphutha lilapho
Nidlala ngoGugu Nihlangene ngaye nonke Ugogo umthanda ngezenzo zakhe uGugu yini azoythandela abantu a bahlezi bethi abanamali
Hay yonke into iba ngemali cc umuntu umuntu ngamuntu usile nje uGugu vele uyamvuna ugogo
Ugogo uthanda kakhulu uGugu kodwa akulungile. UGugu uzoba u Rosemary after lokhu uma bengakhuzi
Ayikho leyonto uGugu umenzela ngemaliyakhe ugogo izinto angithi amaCard kagogo ahlala kuGugu onke🤷
So manje laba abadala bazomenzela kanjan ngoba abanalutho.
Ibheke kahle lento cc wam
Lalelisisa ugugu lonke akwenzayo ukwenza ngemali yagogo not ngayakhe ngyema lapho
Ugugu ngu yena ongela mali ontshontsha imali ka Gogo
Money issue is not the problem here, it is just ignite an existing problem. The biggest problem here is a succession battle amongst siblings. Who is supposed to taken the role of leading this household? Is Gugu the chosen heir? Or is Gogo advancing her because she is a favourite? Or is everyone ganging up against her because she was chosen to be the heir? Why are the males in this household not having a voice, including the father and brothers who are late? 🇿🇦💓💓💞🌷🌹🌹🌹.
And ugogo uthanda ugugu so laba they have a problem with that like every parent they do such things
Thanks my brother 🙏🙏u Gugu unenkinga xem,, just bcs uthi unelali and umama uthanda u Gugu and Mama u wrong musukumela umtwana,,uzohamba laemhlabeni uGugu uzosala ehlupheka
I first born ka gogo indala kuno gogo. But ke kukude la kuyiwa khon nalenxabano aykezukulung unless boke beshone coz bonke banamaphuth abangawavum especially I first born no gugu. Uma futh kusesenama team kanje angeke ilunge lento.
Khipha imali yesalukaz weGugu uyeke ubugebengu sgebengu ndini phezkwakhe maqumbane 😂
Ulibe chaza nje into engazwakali
@@dust_zaand asimuzwa nhlobo
Hhayyi kuningi kulomuzi,,,,neselesele lentababa liyadideka
Kodwa nogogo uwuMQATHI ey'nganeni zakhe.....UGugu wumthengi wezinto zonke(bread winner)
Ijooooo Hai kuningi this family issue iyo thatha iskhathi to be resolved...mama love Gugu more than all of the and into engiyibonayao amaphutha ka Gugu awa khulunywa nje yena uhlezi eright always.Mhlazana umzali ahamba emhlabeni kuyoba nzima yo Gugu
Big up kumfoka Cele uyalimela iqinisoh 🤞🏽❤️kodwaa noCc omdala aiiii wonakele ungikhumbuza ekhya laMamarh Jhoo kuyakhulunywa laphn njalo njee
Nami ucc omdala haykhona poison
Lana u mamaka jean umonela uGugu Laba ABA Wu 2 bazilungele isengalungiseka ugogo akazixovile ingane uyazakhela uthando kumzali uGugu unothando ngomzali wakhe finish and klaar abayeke ihhobi bamukele ukuthi umagugwana uyamjabulisa umzali wakhe.
And umagcina mind you
Gugu ukhohlakele
🤭🤭🤭
Impela umama wabo ubaqhathile ngayoyonke indlela,😢😢😢yingakho uGugu ebagibela emakhanda. Kant ukuba umama wamela iqiniso ekuqaleni ngabe asikho lana.
Yaz umama onganalo iqinisoo ogibeze ugugu kosisi bakhe 😢😢uwubulale yena umndeni wakhe okubuhlungu ukuthi uzofa abashiye kulenyaka yaka😢
Unesiphiwo maqumbane awuchemi namuntu big up!
Uzokhula ube indoda Nkomisengwilele Selesele lentaba
Inkunzi nfethu le ndoda ey
Watching from Swaziland Mavinjwa nge thousand
Akukho Mali eyabuya la. Gugu??? Ngeke sisi 💔
Y asa hola bank statement to proof her innocence
Gugu ke control freak, o duba bo ausi bahae, o stout 😮
True, to prove really that the money was never returned, why did gugu when she takes the money from the bank and never return it back to the bank and keep the proof of reimbursement? The proof of imbursement and the statement of account balance would have reflected the truth. Ubolile lo gogo no gugu
Ugogo uyamumela umkhonze too much legugulakhe
Izalukazi zinayo lenkinga yokukhetha. Best advice - get on with your life ungazixaki nokufuna uthando kumuntu ongazimisele nokuhlanganisa umndeni. Noma ugogo, noma umzali. Phuma nje! Ungaze uzilethele iziqalekiso. uNkulunkulu will deal with umzali oxabanisayo.
Ugugu uyedle nomkhwenyane wakhe imali ka gogo jesu 🙆♀️🙆♀️
Khalakatha💯♥️mavinjwa ngenkulungwane sbonge ngo season 2 💯🙏
😮 Lo Gugu ndini uyabheda! Uythatha kanjani imali ka gogo ungayi celanga? Nokuthi nje bangenaphi... Uku delela nje lokho
Nobusela bukhonyana kuyena loGugu wakhona😮ukuthatha imali yomuntu without her concern is thievery in the highest grade!!! Uyantshontsha strong loGugu wakhona!!!
@@PhumaphiMyende yoooh kuningi ngalo Gugu nezimali zabantwana babazali ebashona 🤦😲
Watching from Johannesburg south 😊
Watching from Johannesburg Eastern surbubs🎉❤
I truly like your way of talking to siblings. They're not in good terms but they still siblings.
Wamuhle ugogo ngaze ngamthanda😂😂❤❤❤
Inkosi ikbusise Maqumbane unzima umsebenzi wakho ikakhulu namhlanje cha mfw2 big up
Uya vuna lo Gogo, uqhathile ingane zakhe
Uvuna akutshalile futhi wafunga ukuthi uyofa nazo lezenzo zakhe
Omama bethu sometimes bayaziqhatha ingane😢😢
"Ezalwa gogo wase umbonile ukuthi u good"😂😂😂
Ugogo uyamuzwa kuyazwela kuye uma kugxekwa ugugu, kanti futhi lapha nguye othe akuyiwe emalibeni uma ethi uGugu yehla useyehla naye cha qiniso akanalo umtomdala ngeke ize ilunge uma inhloko ingenalo iqiniso💔 Yabona nje abazali bethu yibo abenza singazwani ngoba benama favorite baze bahluleke nokufihla🤦🏻♂️. Nguye owenza uGugu angabahloniphi osisi abadala kunaye.
Kodwa gogo uysangoma sangempela zishade zonke pho😅😂
Yeyyyÿ😂😂😂😂
😂😂😂😂😂 kodwa nawe!!!😂😂😂😅😅😅
Unawo umuthi ugogo akunamjendevu kwakhe bayajabula shame
😂😂Nami ngbuka lokho ukth waze wanenhlanhla uGogo ingane zakh zonke zishadile
😂😂😂😂
Ngaze ngkudabukela Maqgumbane isono lesi lento ngeke iphinde iphele ugugu akazi boni iphutha ngaze nganyanya😭😭😭😭💔💔
Ugogo uvuna uGugu
My dear brother thanks for the episode 🙏🙏 eish u bona izimanga but ngoba uhi ngilosi ka nkulunkulu,,sebenza buti wam God is watching from the distance,, stay blessed always in Jesus mighty name 🙏🙏
Jehovah sithethelele thina bazali okunye asikwenzi kahle kungane zethu😭😭😭😭
Professional Presenter maqumbane uhamba wedwa ❤
Waze wafihla Gugu sefisa kumbona😂😂
uyazi bengibuka lokho nami iqili uGugu😂😂😂😂
Iqili elidala uGugu..... angisho ukuthi bamsulwa labanye kodwa uGugu akalungile angafike abize imedia ubese eyacasha😂
Uzigihlelenj from cameraz???