EPISODE 311 WAPHUNYELWA 2 MILLION KA RAF WAWUFENDA AKUPHELANGA NENYANGA IKHONA WATHOLA NENTOMBI

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 фев 2025

Комментарии • 889

  • @mptv1
    @mptv1  4 месяца назад +105

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    ruclips.net/channel/UCAyS4KFEDFawnGHfbykFOkgjoin

    • @kumbuzilemadlala8660
      @kumbuzilemadlala8660 4 месяца назад +1

      Kodwa amantombazana anonya but he learned his lesson, if he get his money back uzoyisebenzisa kahle…ngathi angaluthola usizo

    • @NomvuseleloKhuzwayo
      @NomvuseleloKhuzwayo 4 месяца назад +1

      Scela i feedback ka muzi Mase esesizakele❤

  • @lathiswamhlahlo-mona63
    @lathiswamhlahlo-mona63 4 месяца назад +49

    "Mina ngifuna uba nomfazi nabantwana, ngijabulise mndeni wam" may God help him to fulfill his desires🙏🙏🙏🥰

  • @obedmabena7832
    @obedmabena7832 4 месяца назад +36

    I am glad he never killed someone I hope he learned and he will get help..he such a good soul you can see by the way he speaks.

    • @Cv_joint
      @Cv_joint 4 месяца назад +2

      Uylungele mf2 uNtsangase, unokungthel nenkawza estol Uma anemali... Cool and a humble guy, it's a pity njr

  • @pinkymbambo6080
    @pinkymbambo6080 4 месяца назад +12

    Kodwa iwunga ilibulele izwe. Uyambona uMuzi ukuthi is a good guy, just that wawela kulosathane wewunga. Engathi angasizakala bakithi aye esbhedlela athole usizo ngonyawo lwakhe nemedication efanele, UNkulunkulu amkhumbule❤

  • @tsholofelomogotsi2801
    @tsholofelomogotsi2801 4 месяца назад +76

    Please Proff that lawyer must do the right thing . He took advantage of the situation, nxa sies

  • @GcobisaDanayi
    @GcobisaDanayi 4 месяца назад +13

    I love this guy😂😂😂❤❤
    Ooohw guys let's pray for him 😢😢 Thixo ulungile 🙌🙌

  • @sindymtshemla566
    @sindymtshemla566 4 месяца назад +44

    Ngamthengela ingubo neRadio ngiyaphi Kubo oh I love him please 🥹😂❤️

    • @babongilemabongi8801
      @babongilemabongi8801 4 месяца назад +4

      Masethi eyani limit ka R5000 ngosuku😂😂😂😂😂

    • @KhethiweMkhwanazi-r9s
      @KhethiweMkhwanazi-r9s 4 месяца назад

      Ngangingenwe yin vele😂😂😂

    • @happinessximba
      @happinessximba 4 месяца назад +1

      😂ay ubafo uypopola manje naye lengozi

    • @ningipmagwaza6944
      @ningipmagwaza6944 4 месяца назад

      ​@@babongilemabongi8801 😂😂😂😂 mft lobhuti❤❤❤

    • @BongyMveee
      @BongyMveee 3 месяца назад

      😂😂😂Ingiqedile nami leyo

  • @MfundoSishange-gn7jz
    @MfundoSishange-gn7jz 4 месяца назад +19

    "Ibulele impilo yami leya ngane" I felt that..
    ey kwaze kwanzima haah

  • @sibongilempofu5759
    @sibongilempofu5759 4 месяца назад +50

    Lawyer needs to be approached and exposed, Prof. I wonder how many other victims through this lawyer. Shem, he took advantage. Good narrator yena bhuti kkk

    • @ayandasondezi1259
      @ayandasondezi1259 4 месяца назад +2

      Akaye kwa RAF he should be able to get more information on the Attorney and potentially claim imali from the Fidelity Fund after laying a complaint with Legal Practice Council.

  • @Sebastian-nl4ce
    @Sebastian-nl4ce 4 месяца назад +110

    Ngcela ukumsiza sithole this lawyer and kmele sivule case sthole lemali

    • @buyohsjekula1643
      @buyohsjekula1643 4 месяца назад

      Nami ngyaldinga usizo olukanjalo yaz

    • @MbuyiMajola
      @MbuyiMajola 4 месяца назад +1

      Msize mfo usesifundile isifundo

    • @ReginaLetlhabi-yf1zj
      @ReginaLetlhabi-yf1zj 4 месяца назад

      siyamucelela mfe2 asizakale into achazayona iStory sakhe si Clean and sefuna nokushitsha 😢

    • @candicesimelane5018
      @candicesimelane5018 4 месяца назад +1

      Ngicela usize nam

    • @jongie237sfiso
      @jongie237sfiso 3 месяца назад

      @Sebastian,...ngicela ukubuza mangabe buloko uyo signer for lemali ka RAF,then athi ummeli wakho usu signer okukgcina manje,then uthi usathi ulinde imali yakho,uvele ushone...kwenziwa njan kulesosimo????

  • @LoyceBango
    @LoyceBango 4 месяца назад +25

    Inside phakathi watching from Zimbabwe.

    • @busybeesmedia8296
      @busybeesmedia8296 4 месяца назад +1

      Siyakwamukela mfowethu

    • @LoyceBango
      @LoyceBango 4 месяца назад

      @@busybeesmedia8296 ngyabonga mfethu

  • @sibonisomthembu6634
    @sibonisomthembu6634 4 месяца назад +29

    Lomfana Professor fanele asuswe mgwaqeni akaphephile lommeli usengenza into zakhe ukuthi lomfana ahambe emhlabeni akatholelwe enye indawo angahlala kuyona so that nizosebenza kahle udaba lwakhe loMMeli

    • @keithphate
      @keithphate 4 месяца назад +1

      U hv a gud point

  • @timothymakhaza
    @timothymakhaza 4 месяца назад +6

    Kuhle uhlelo lwenu msizeni uMuzi ngimthanda ngento eyodwa uyakhuluma thathani yena nihambe izikole abeyi motivational speaker ngoba umqondo uphelele.

    • @thabani1377
      @thabani1377 3 месяца назад

      Uyaphila lomuntu uSathane wamadrugs oyinkinga

  • @NokukhanyaPretty
    @NokukhanyaPretty 4 месяца назад +8

    Syabonga prof ukuth umtholele lemali❤

  • @paulntokozobuhali9022
    @paulntokozobuhali9022 4 месяца назад +52

    The lawyer must be found and reported to Law Society

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 4 месяца назад +32

    Part2,3,4,5,6......
    by popular demand 🫴 ✨️ 👌 😎

  • @JamesJabulaniMoloi
    @JamesJabulaniMoloi 4 месяца назад +16

    Ican see he is in pains please prof take him to the nearest clinic or hospital ❤😢

  • @thembanimaseko9201
    @thembanimaseko9201 2 месяца назад

    This is amazing. La yiwo amapodcast asiza abantu hayi la awukuhlebana kwamacelebrity. Dankie Prof Nomuziwenhlanhla. ❤

  • @nokulungazinhle8067
    @nokulungazinhle8067 4 месяца назад +3

    Good story teller ungikhumbuza UMnqobi.... All the best Young Man kuzolunga🙏🙏🙏in God We trust

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 4 месяца назад +11

    Aw Bakity esethi ngikhathele😢😢😢 Nkulunkul khumbul ingane zakho kule Drugs

  • @percydlamini3532
    @percydlamini3532 4 месяца назад +3

    I wish engathi kungamlungela uMuzi. He is such a good hearted person.

  • @dumisani4689
    @dumisani4689 4 месяца назад +25

    Nhlanhlo really messed this guy up, he still cannot process the ordeal. When he mentions her name, grief illuminates all over his face.

    • @MAKALUH23
      @MAKALUH23 4 месяца назад

      Isono Yaz
      Kuyahlekwa phel ngoba sekwadlula🥺🥺

  • @ditiropohe9756
    @ditiropohe9756 4 месяца назад +5

    Aow Bright Boy ❤🎉things will be fine .......the way a buang ka teng kills me 😂😂....eish his family really brought him up well, the family really stood up for muzi but however the people he met outside the home taught him drugs I feel bad for him 😢

  • @mthethelelimngoma8191
    @mthethelelimngoma8191 4 месяца назад +12

    Sengiphakathi inside, watching from Gauteng, Ekurhuleni

  • @tshililomelvinnekhavhambe3601
    @tshililomelvinnekhavhambe3601 4 месяца назад +4

    Muzi made my day 😂😂😂😂 he is a good story teller

  • @Tshepiso_Masilela
    @Tshepiso_Masilela 3 месяца назад

    I love this guy 😂😂😂 they way he talk ...comedian. ..God be with you angenelele empilweni yakhe🙏🏾Muziwenhlanhla❤❤❤❤❤

  • @PenelopeThusi
    @PenelopeThusi 4 месяца назад +4

    Prof ngimbona sengathi usengalunga uyaludinga usizo.,isibhedlela kuqala

  • @bossmindzo6539
    @bossmindzo6539 4 месяца назад +20

    help him get that 1.9 million back and also to rehabilitate from drugs and God protect him

  • @SinenhlanhlaSneh
    @SinenhlanhlaSneh 4 месяца назад +17

    Ngisho angano part 10 😂😂😂 ngampela ngangimthengelelan umngani wam I radio.

  • @Sinako_Mxabo
    @Sinako_Mxabo 4 месяца назад +13

    Kwaze kwakubi. We learned everyday

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo 4 месяца назад +1

    I love this guy prof ngendlela axoxa kamnandi ngakhona ngiphelile insini shame kodwa kukhona akwenza ekhaya shame ngathi angasizakala 😂😂😂😂😂😂😂❤

  • @MakhosandileMdleleni
    @MakhosandileMdleleni 4 месяца назад +3

    Profesor ,what a painfull story from Muzi ,please south africans let us work together and help our kids ,this thing of drugs is killing our intelligens soul ,and stop calling them ,amapara ,Big up Profesor

  • @EmmahMtshwene
    @EmmahMtshwene 4 месяца назад +1

    Jehova uzobanawe Muzi kukokonke ikufisayo Okuhle ngenhliziyo yakho🙏🏽💯🙏🏽💯🙏🏽

  • @sthabilewitness1264
    @sthabilewitness1264 4 месяца назад +4

    Bayangithanda ekhaya ❤kuhle ngb uyazi ukt uyathandwa

  • @MandlaMotha-f3l
    @MandlaMotha-f3l 4 месяца назад +1

    😊😊yea bafoo unkulunkulu akusize futhi umubonge ngoba usaphila sonke sinezinkinga ithuba lisekhona😊😊🤞

  • @LindaniMchazeleni
    @LindaniMchazeleni 4 месяца назад +8

    Akukapheli ngisho ama seconds ngibuk ku TikTok ngagijima ngeza lana😢😅😅😊

  • @vucyngema9148
    @vucyngema9148 4 месяца назад +6

    Professor you are 100% on your promises plz update us about hs money

  • @Gagisa2712
    @Gagisa2712 3 месяца назад

    This lad seems super intelligent. The way he tells his story shows that he is a natural story teller. I can imagine this talent after being nurtured. Please help him he still has a future. Watching from eNqameni, Zimbabwe🇿🇼

  • @lindokuhlefaltein9342
    @lindokuhlefaltein9342 4 месяца назад +3

    I've never laughed like this😂😂 but all in all powerful words bhut wami🙏🙏 sengathi nalaba abaqalayo bengafunda kunina🙏🙏 isimo sisazo shintsha naknina🙏🙏

  • @DelaniNgema
    @DelaniNgema 4 месяца назад +15

    Iyazkhulumelake lensizwa iqaqekile

  • @smangelezuma1820
    @smangelezuma1820 4 месяца назад +12

    Sengathi engasizakala one day🥹💔 this is so heartbreaking to watch umuntu enikhule naye

  • @CorneliabusiswaTsibiyana
    @CorneliabusiswaTsibiyana 4 месяца назад +11

    Best story teller

  • @ZiphoMajola
    @ZiphoMajola 4 месяца назад +3

    Music is a good narrator. Hei ingabe uhulumeni wethu uthule uthini ngamadrugs asebulele izingane zethu.

  • @FunnyMacawBird-pq2sh
    @FunnyMacawBird-pq2sh 4 месяца назад +2

    Eyi mfe2 unkulunkulu engakupha Amandla ushintshe impilo yakho nemali yakho ibuye❤

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 4 месяца назад +3

    Yaz Muz sibhlungu istory sakho kodwa indlela onghlekisa ngayo ay uyangqeda❤️❤️ gud luck

    • @siyabongancanana
      @siyabongancanana 3 месяца назад

      Uthi i ex yakhe akasayikhulumisi ngisho behlangana

  • @asandagoniwe
    @asandagoniwe 4 месяца назад +2

    Straight from ticktock 😂😂😂very interested sana kwesi story yentombi yase next door

  • @SylviaMbatha-u8d
    @SylviaMbatha-u8d 4 месяца назад

    Muzi,,, muzi,,, ngi ya bonga ukuthi u be open nge ndlela oyihambile, ngi themba ukuthi intsha izo funda o kukhulu, isifundo ku le ndlela oyihambile.

  • @sharonshiba6548
    @sharonshiba6548 4 месяца назад +238

    Coming from TikTok 😂

  • @mbusomngadi1726
    @mbusomngadi1726 4 месяца назад +1

    😢😢😢emotional stories, thank you Muzi for sharing brother, wishing u a better comeback when u get the help.

  • @sphesihlemajozi8919
    @sphesihlemajozi8919 4 месяца назад +61

    Ngyamazi uNtshangase😂😂😂 naye uyangazi ipara elinenhliziyo inhle isono idrugs

  • @ningipmagwaza6944
    @ningipmagwaza6944 4 месяца назад +7

    Mpumalanga Township Hammarsdale 🎉🎉uyahlekisa Mkhaya wami ❤😂😂

    • @BongyMveee
      @BongyMveee 3 месяца назад

      Usimele umkhaya and i story sakhe simnandi uyangichaza😂😂❤

  • @nelisiwengcobo4529
    @nelisiwengcobo4529 4 месяца назад

    Eyy kodwa Muzi uyangiqeda indlela ohkekisa ngayo ngize ngikhohlwe nanokuthi udaba oluxoxayo luyadabukisa ayy u strong kodwa ntwana UJehova Unama cebo amahle ngawe

  • @nkosinathimkhize-h5x
    @nkosinathimkhize-h5x 4 месяца назад +2

    akaze ngihleke kanje i like this guy🤣🤣

  • @ndumisothabethe5951
    @ndumisothabethe5951 2 месяца назад

    Straight from Facebook he narrates his story very well

  • @samanthahmzondi3835
    @samanthahmzondi3835 4 месяца назад +2

    And leziNgane Uma zibuya eREHAB or eJELE my prayer is that bafakwe emisebenzini ngu Goverment NJE KUBE NEMISEBENZI NJE ABABAFAKA KUYO SPECIAL UKUGWEMA LOKUKUGANGA NOBU STOUT , coz bayabuya bahlale babhoreke bagcine beganga futhi , bagcine bebhema futhi , bagcine bentshontsha futhi , yisono lesi , lusizi lolu 😢😢😢😢😢😢
    FUTHI BABASHINTSHE AMA PROVINCE , owase KZN bamthumele e Limpopo , owase Limpopo aye ekzn or EC , WC to North West or Free state nje umuntu afike abene language language

  • @MaureenNhlapo
    @MaureenNhlapo 4 месяца назад +2

    Danko,asbonge..Proof.. ngiyacela mfethu yekela ukubhema manje,nganeyakwethu ngiyakuxhusa yekela ukubhema izidakamizwa plsss bafo

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq 4 месяца назад +9

    Bafo mina ngazi kuyamaphoyisa uma omile efuna imali yokuyophuza afike anike umngani ongelona iphoyisa isibhamu somthetho afike angene ethaveli asidayise uma ekudayisela uyasho ukuthi ugqokeni uma eqeda nje ukukudayisela aphume usumnike nemali ayangena amaphoyisa ethaveli athi azosesha avele aqale ngawe athole isibhamu bese ethi ayokubopha athi noma azothatha isibhamu uma uzowanika imali angeke akubophe azothatha isibhamu vele uzosaba ukuboshwa uyacabanga usukhokha kabili uthenge isibhamu waphinda wadiza ukuthi ungaboshwa

  • @samanthahmzondi3835
    @samanthahmzondi3835 4 месяца назад +1

    Ngabe uMma washeshe watshela uBaba Kwa early .....hey uyakhona ukuxoxa weMuzi....😂 Yhaazi uyangihlekisa oe and ibuhlungu phellah lee ndaba .......I so wish bangafunda abantu kulendaba ......askies Muzi , I so wish ube ryt coz you are very smart maarn yhoooo 😢

  • @preciousnene3446
    @preciousnene3446 4 месяца назад +1

    Thanks Professor
    Keep doing the good job to our nation 🇿🇦

  • @sivuyilemphoco7325
    @sivuyilemphoco7325 4 месяца назад +1

    Lo mjita uzobaryt lo Prof, he is promising nangendlela akhuluma ngayo.

  • @sukasakhebuilding2149
    @sukasakhebuilding2149 4 месяца назад +1

    Kwaze kwanzima Shem I hope nimsize asizakale ayeke idakamizwa

  • @Still_Man4478
    @Still_Man4478 4 месяца назад +12

    Yabona kodwa Mandoda,once waphatha imali you must stay with your family & one decent girl friend 😢😢....

  • @dumisani4689
    @dumisani4689 4 месяца назад +12

    Now i believe that drugs are possessed by evil spirits. How can you leave your mother behind and go buy drugs? I have heard a lot of confessions here but his story today confirms the claims that the dealers sacrifice certain things prior. No natural person can go to such extremes in order to satisfy his/ her addiction.

  • @nolithapaulini6970
    @nolithapaulini6970 4 месяца назад +9

    Eyi uMuzi ungikhumbuza uFananoyise(may his soul rest in peace) futhi mayesethi ukuwona umzimba wakhe lona

    • @SihleSijadu
      @SihleSijadu 4 месяца назад

      Aybo sewashona unFananoyise Ngaleka

  • @charitymathe
    @charitymathe 4 месяца назад +3

    Wayxoxa kamnandi lendaba nakuba ibuye idabkise...u are a gud story teller...God will help u mfana wam😢

  • @mvuicmvura883
    @mvuicmvura883 4 месяца назад +10

    Yho lentombi destroyed muzi kakhulu😢

  • @SihleSijadu
    @SihleSijadu 4 месяца назад +1

    Ayyy lo snawane u straight ukukhuluma kwakhe nehlaya 😂😂😂😂😂😂

  • @user-wv6wc7yc8u
    @user-wv6wc7yc8u 3 месяца назад

    Ibimnandi le episode and funny...hope uzobagrand bra yam. You are a good person and now that you've learned your lesson. Grow

  • @FungaiShoko
    @FungaiShoko 3 месяца назад +1

    Yazi I love Muzi gud story teller

  • @AntonZwane
    @AntonZwane 4 месяца назад

    Gubhela,Khabazela ka Mavovo impela uyayazi legenge ehlala emgwaqeni-umangabe uMuzi esho igama lomngane wakhe fast fast uprofessor useyamkhumbula 🙏

  • @ThandiMtshali-d4j
    @ThandiMtshali-d4j 4 месяца назад +14

    Angikaze ngihleke kanje bhut Professor today uphethe the real actor😂😂😂😂
    Thandi Mtshali all the way from Soweto

    • @samkelobutshingi5371
      @samkelobutshingi5371 4 месяца назад +1

      Le ndoda Proff ihlakaniphile. Ndiyinqwenelela impumelelo ebomini Bayo.. konke okwenzekileyo kusisidundo empilweni Yayo ubonile dlulile ezintweni ezimnzima.. Ndicela no nkulunkulu anikhanyisele nokwazi ukufumana Eli Gqwetha afumane yakhe akwazi ukuqoqa impilo yakhe . Ndiyabulela🙏

    • @sandilenkontwana528
      @sandilenkontwana528 4 месяца назад

      Maybe ungcono wena kumanje ngikhala izinyembezi ukuhleka😂😂😂😂😂

    • @siyabongancanana
      @siyabongancanana 3 месяца назад

      Lool but asikho ku king ginger lana asi act

  • @SlibaeMansingo-r9z
    @SlibaeMansingo-r9z 4 месяца назад +10

    Manje lawe Proff wasuthatha masinya iphone yakho awumthembi yini 😂😂😂😂😂😂

    • @msngema1380
      @msngema1380 4 месяца назад

      Umbonile kodwa 😂😂😂😂 kube unyazi

  • @zeentshongwana3032
    @zeentshongwana3032 4 месяца назад +2

    This is sad but the way he narrates it makes it funny😂😂😂😂

  • @NelisiweKhuzwayo-j5d
    @NelisiweKhuzwayo-j5d 4 месяца назад

    Mmh washona kabhlung baba walobhuti wafelwela umnden wakhe😢😢😢😢cha ingphatha kabi lento

  • @thembinkosimfekayi9890
    @thembinkosimfekayi9890 4 месяца назад +11

    ukubhema komzali phambi kwengane akukho wrong ukuthi lezingane zerthu zonakele and zithatha influence yavangani nakhu sakhula obaba bebhema bephuza but akaze sibheme sphuze and umama wayephuza kudala but akaze sikwenze lokho ngoba bekwenza umzali usuke engabhemi nawe but ingane izona ezidlala peer presure engenasdingo if okwenziwa abazali kuba influence enganen if besonta why zingasonti as kwenza abazali

  • @Mng78-H
    @Mng78-H 4 месяца назад +84

    this guy is a good guy, just made bad choices.

  • @NompiloNojiyeza
    @NompiloNojiyeza 4 месяца назад +2

    Cool guy😊 bakith Nkulunkulu emukhumbule yaze yabuhlungu lendaba ekushoneni kababakhe😢😢nendaba yakhe yokuthola gciwane ngenxa yalezidakamizwa eii ibuhlungu ndaba yalomfana kant bukeka elungile😢

    • @ntombizethumiya5866
      @ntombizethumiya5866 4 месяца назад

      Engathi ungaluthola usizo Muzi uphume kuledimoni, siyanibeka emthandazweni ukuthi uNkulunkulu anikhumbule nani🙏❤️❤️❤️

  • @SbusisoReggie
    @SbusisoReggie 4 месяца назад

    Siyabonga professor ngajatshuliswa ukuthi uzomlanda fresh lommeli

  • @AngelZodwaMtetwa
    @AngelZodwaMtetwa 4 месяца назад +46

    Waze wasxoxela kamnandi ndaba yakho Muzi, ngthanda uma usukhala usuthi Eish bese ubheka phansi

    • @businzama6939
      @businzama6939 4 месяца назад

      😂😂😂😂😂

    • @babongilemabongi8801
      @babongilemabongi8801 4 месяца назад +1

      Kodwa izinyembezi bese zifuna ukuphuma ngenkath ekhuluma ngo Sluh😂😂😂

    • @talentsiphiwe6930
      @talentsiphiwe6930 4 месяца назад

      Nam cc ngibuka le video ngisespanini ngihleka ngedwa nabantu sebecabanga ukuth sengyahlanya 😂😂😂😂

    • @NKOCY_FUZE
      @NKOCY_FUZE 4 месяца назад

      @@babongilemabongi8801 bayi hurter ibhudda😂😂

    • @npsmntungwa
      @npsmntungwa 4 месяца назад +1

      🤣🤣🤣😂😂😂😂😂😂yey uphelile Professor insini lendoda iyahlekisa lapho iphatheke kab ilomgelemba owadla imali neynkophe😂😂😂😂😂😂

  • @thomasmoreme3856
    @thomasmoreme3856 4 месяца назад +3

    😢Please Prof help the boy, he is storyteller. one day he will be a good person in our country we learn by Mistake Amen

  • @NtombzinCele
    @NtombzinCele 4 месяца назад

    Big up professor 🎉u doing a great job indeed ,

  • @flowbeats_
    @flowbeats_ 4 месяца назад +4

    Nami ngake ngayithenga ke lephone engekho years back. Ngafika endlini iOff ngathi ngiyayivula yangavuleka. Ngase ngiyivula ngemuva ngichecka ibattery kwavele kwaphuma inqumbi yokuza, ama 5 cents amaningi. Azange ngikhale kanje. Usisi wami waze wahlekisa ngami wathi uma ngingathatha lama 5 cents ngiwahlanganise maybe kungaphuma ifone entsha.

    • @DelisileSibeko-n2v
      @DelisileSibeko-n2v 4 месяца назад

      Walayeka yini laba enandisa ubugebengu ngokuthenga izinto ezintshontshiwe ngabe abukho lobugebengu ukuba Ani supporti izigebengu

    • @flowbeats_
      @flowbeats_ 4 месяца назад +2

      @@DelisileSibeko-n2v Uqinisile impela. Ngasifunda isifundo.

  • @Recognyz1
    @Recognyz1 3 месяца назад

    A good storyteller 🙏🏾

  • @nestonjeya65
    @nestonjeya65 4 месяца назад +4

    This guy is naturally intelligent, he needs help to get off drugs. Ndiyakubona ukwe girlfriend and Muzi is right to blame her. However, that Mpondo lawyer (I’m Mpondo too) stole a lot of money from Muzi. He was supposed to give Muzi all his money nje kwasekuqaleni.
    The story of his father broke my heart. I think he somehow feels responsible since he is the one who called him to come home and fight the rapist! Muzi is so articulate and kind, always grateful for people who helped him and regret hurting others. I have a feeling nje ngathi impilo yakhe isazoba right!

  • @scelondlela4273
    @scelondlela4273 4 месяца назад +8

    Msize lomfana ayeke idrug umtholele imali yakhe ayolungisa ekhaya

  • @nhlakaniphomakhekhe8277
    @nhlakaniphomakhekhe8277 4 месяца назад +4

    Nam ngyayeseka lena eye Art and Culture zizofundiswa ingane kube ne class lomndeni😂😂😂😂😂😂

  • @deepsoulfulinspirationdsi9764
    @deepsoulfulinspirationdsi9764 3 месяца назад

    MUZIWENKOSI GOD WILL HELP BRO AND TO YOU PROF BIGUP

  • @zeldahngubane69
    @zeldahngubane69 4 месяца назад +29

    Wayithatha back fast I fone Proff😅

    • @lindiweshibe4507
      @lindiweshibe4507 4 месяца назад +1

      😂😂😂😂ngiyabonga ngize ngikhuluma ngedwa ngithi wabaleka 🎉

    • @zeldahngubane69
      @zeldahngubane69 4 месяца назад

      Chabo ngikhona dadewethu 😊

    • @official_focusmusic
      @official_focusmusic 4 месяца назад

      🤣😂😅

    • @kgotlelelophoku5309
      @kgotlelelophoku5309 4 месяца назад +4

      I think he even made sure that its his phone😂😂😂😂😂😂

    • @tsikimajoro8726
      @tsikimajoro8726 4 месяца назад +1

      😂😂😂These one can't be trusted

  • @EmmahMtshwene
    @EmmahMtshwene 4 месяца назад

    Professor mus ukuhleka 🙏🏽🙏🏽

  • @MbaliNgubeni-em9io
    @MbaliNgubeni-em9io 4 месяца назад +5

    😂😂😂😂 Kodwa uSlu ... Yakhala indoda Slu I hope she's watching... Unesandla we Slu kulo I blew it😂😂😂😂😂

    • @businzama6939
      @businzama6939 4 месяца назад

      😂😂😂😂😂 eskhulu wathola ne pin 🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️nalentombi akakaze athathe no one only baby kiss 💋🤣🤣🤣ngathenga umqwayizi nginentombi emotweni 🤣🤣🤣🤣

    • @siyabongancanana
      @siyabongancanana 3 месяца назад

      ​@@businzama6939ayy kubad😂😂😂

  • @nonhlanhla100
    @nonhlanhla100 4 месяца назад +2

    Ay ubuphelile kule episode Proff, ungiqede nya.🤣🤣. Kodwa ukhuluma kahle ubafo.

  • @godfreynghonyama5044
    @godfreynghonyama5044 4 месяца назад +1

    😂😂😂😂😅😅 aowa this takes no. 1 I like this guy straight

  • @SihleNxumalo-l6j
    @SihleNxumalo-l6j 4 месяца назад +2

    Coming from tik tok😊♥️

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 3 месяца назад +1

    'Angmuhle esmameni'😅😅😅😅 ay ngivele ngashona

  • @NomvuseleloKhuzwayo
    @NomvuseleloKhuzwayo 4 месяца назад

    Mmm iwish to him.. esephumelele bakity❤

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 3 месяца назад +1

    "Nami ngizdakelwe induku ngidizzy"😅 " angazi lengane yangiqola kanjani ipin yagcina isingakuyona"😂😂

  • @djtwitty8296
    @djtwitty8296 4 месяца назад +21

    Just landed 🛬 from TikTok - Airport 📍😅

    • @phindilekhumalo1733
      @phindilekhumalo1733 3 месяца назад

      Me too😅

    • @Simz627
      @Simz627 2 месяца назад

      😂😂 🔥 🙌🏾 mina Tik Tok train station

  • @phililemndawe4114
    @phililemndawe4114 4 месяца назад +4

    I love you Muzi 😂😂

  • @NokulungaGabela-r9w
    @NokulungaGabela-r9w 4 месяца назад +2

    I'm always praying for this people😢😢😢

  • @thabanizulu8391
    @thabanizulu8391 4 месяца назад

    Host ngibonga ukuthi uthi uzomsiza ngemali yakhe... i appreciate you mfo