SOUTH AFRICA UMUNTU UMUNTU NGABANTU

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 25 ноя 2024

Комментарии • 448

  • @ThandooMjululi
    @ThandooMjululi 24 дня назад +1

    Big job Thuleleni isandla sedlula ikhanda mkhulu umsebenzi wakho bhudie ingathi inkosie ingakulekelela ngakho konke empilweni unkulunkulu ukubeke kulesoshlalo ngenhloso enkulu inkosie ikwandisele amen

  • @jenniferngobese9929
    @jenniferngobese9929 Месяц назад +59

    Saze sajabula bakithi. Congratulations Ntando, such a humble and handsome guy. We love you Ntando❤❤

  • @SabeloZwane-ir9rh
    @SabeloZwane-ir9rh Месяц назад +58

    Ladysmith, Emnambithi, NKR, 150 🙌🏽
    Siyabonga Dr. Nkosi and La Verna private hospital. Jehova abe nani nonke; Ntando, bhut' Mdu, malume, odokotela abazophatha umsebenzi. UNkulunkulu abenani kukho konke❤

    • @NOKWAZIPenelope-q9w
      @NOKWAZIPenelope-q9w Месяц назад +4

      And izomsiza kakhulu iLa Verna mazomsiza bangivusela ingane yami sengililahlile themba

    • @SabeloZwane-ir9rh
      @SabeloZwane-ir9rh Месяц назад

      @@NOKWAZIPenelope-q9w neyami ingane ingihluphile isasencane beyigula njalo, beyilala khona kodwa iphume seyi right

    • @nombulelokunene6258
      @nombulelokunene6258 Месяц назад +1

      ​@@SabeloZwane-ir9rh siphakamisa udumo Ku Jehova ngosizo oselutholakele.siphinde sibinge Kwi Laverna hospital emnambithi my home town siyabonga

    • @thokozanemotsi6616
      @thokozanemotsi6616 Месяц назад +1

      Our very own Larvena may God be with all the Dr as they proceed with this thank you 🙏

    • @NonkululekoMajozi-h2f
      @NonkululekoMajozi-h2f Месяц назад

      Engathi kungahamba Kahle Nkosi syabonga❤❤ bhuti MDU Shamase unkulunkulu akukhuluse​@@SabeloZwane-ir9rh

  • @thembinxele76
    @thembinxele76 Месяц назад +88

    Konke lokhu kungenxa yethuleleni TV inkosi iyikhulise le channel 🥰

  • @SphesihleZizipho
    @SphesihleZizipho Месяц назад +21

    Aw asbonge kuDr Nkosi ND Laverna team eMnambithi .. sengath konke kungahamba kahle...sokubeka emkhulekweni

  • @nomvulangcobo-qe6st
    @nomvulangcobo-qe6st Месяц назад +10

    Siyabonga Dr Nkosi nesibhedlela kakhulu.
    Baba owumakhelwane siyabonga ungumakhelwane we Qiniso siyabonga kakhulu.
    Thuleleni siyabonga kakhulu nenze omkhulu umsebenzi nime njalo.

  • @PhumaphiMyende
    @PhumaphiMyende Месяц назад +4

    WAZE WANOMAKHELWANE UNTANDO❤❤❤🎉🎉🎉Syabongs bab Shabane ngokudukumela umtana!!!!

  • @uncletee1853
    @uncletee1853 Месяц назад +9

    🎉🎉🎉🎉🎉amazing Mdu Uthuleleni ushoda ngo mamThuleleni manje kodwa ngithi UP UP UP thuleleni

  • @PURPLE-EYEVEE78
    @PURPLE-EYEVEE78 Месяц назад +5

    Babu Shabani siphinde sibonge nakuwe ukuthi uphakamele umfana May God Grant You With Many More Years, Nakuwe thuleleni nakubonke abantu abazifezile endabeni yomfana iNkocy inibusise

  • @NokuthulaGumede-p4e
    @NokuthulaGumede-p4e 28 дней назад

    Siyabonga nkulunkulu mkhulu Dr nkosi siyabonga kakhulu umsebenzi osazowenza ku ntando thuleleni siyabonga umsebenzi weni omuhle

  • @NokwaziNkosi-b7y
    @NokwaziNkosi-b7y Месяц назад +6

    Wow siyabonga uNkulunkulu abenaye ubhuti,Thuleleni foundation siyabonga niqhubeke njalo ukusiza abantu.❤❤❤

  • @mymusicmazibuko7027
    @mymusicmazibuko7027 Месяц назад +8

    Jehovah uyinqaba mihlayonke siyabonga kakhulu South Africa yonkana konke kuzokhanya 🙏🙏🙏

  • @PontshoKhanye
    @PontshoKhanye Месяц назад +1

    Siyabonga baba shabane.. ungu mzali unkulunkulu akwandisele ..untando unobaba kuwe...

  • @nelisiwemzolo5273
    @nelisiwemzolo5273 Месяц назад +12

    Syabonga Mdali weZulu noMhlaba, Bayede Jehova olungileyo🙏

  • @sluweeKay
    @sluweeKay Месяц назад +11

    Waze wamuhle uJehova🥺🙌🏾
    Siyabonga Thuleleni unkulunkulu akubusise ngenhliziyo yakho❤️🙏🏾✨

  • @LondiweButhelezi-yn4xy
    @LondiweButhelezi-yn4xy Месяц назад

    Syabonga kakhul isandla sendlul ikhanda Nkulunkulu abenaye umfwethu syabong South Africa yonkana🎉🎉🎉

  • @NondumisoNgcoboSouthAfrica
    @NondumisoNgcoboSouthAfrica Месяц назад

    Uyingcwele Shembe👏 siyabonga thuleleni TV....all the best boy for your operation...well done South Africa.

  • @businzama6939
    @businzama6939 Месяц назад +6

    Siyabonga bhuti uMdu uNkulunkulu akuthwale njalo nje ngendlela osebenzela ngayo isizwe 🙏🙏siphinde sibonge ubaba uShabane abashabane abasandile ABANTU abafana nawe 🙏🙏bese sithi Ntando uNkulunkulu aze abe nawe ku sergery sizoqhubeka sikuthwale ngemikhuleko 🙇🙇🙇🙇

  • @BernardMlungisi
    @BernardMlungisi Месяц назад +1

    Sibonge Thulleleni TV. Babu Mkhwanazi Mqali wendlela . Long Live. Mfoka Mhlongo sibeka ithemba.

  • @mmatladirenoldahshoba8546
    @mmatladirenoldahshoba8546 Месяц назад

    Siyabonga Thuleleni inkosi ithelu musa nikhulele phambile...umfana abe safe from this journey inkosi imvikele kuphumeleleke konke ayokwenza..thank you South Africa 🙏🙏 and all the Dr's involved..Amen

  • @khanyisilemaseko2516
    @khanyisilemaseko2516 Месяц назад

    Siyabonga Baba Jehovah ngoku hle osenzela kona imihla ngemihla empilweni zethu uhleli uzivezile kubantwana bakho Jehovah sibonga wonke umuntu wakho othe wamthinta wamamela ukukhuluma kwakho odabeni lokusiza umfowethu sithi udumo lonke kuwe Somandla kube kungenelela kwakho Nkhosi kuze kube laselukhona udaba luka bafo hamba naye ke moya ongcwele no dokotela abazowenza umsebenzi empilweni yakhe mbamba izandla nezingcondo zabo moyongcwele guide them in every move and every touch abazoyenza emzimbeni wakhe kuze kudunyiswe buhle nobukhulu bakho Baba lead all the process moyongcwele in the name of Jesu usephilile ubhuti ❤

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo Месяц назад

    Siyabonga kakhulu umfana esezothola usizo praise the Lord nemikhulekho sizoqhubeka sikhuleke ukuze ihambe kahle isurgery. Siyabonga ksiThuleleni ukuthi ilusukumele phezulu udaba lomfana ngiyethemba ujehova uzoba naae mfana ungalilahli ithemba naae ukhuleke bhuti Mdu siyabonga kakhulu inkulu indima ogidlalago kulomfana nakwabanye inkosi ikubusise isigcinele wena❤❤

  • @thandekagcabashe6997
    @thandekagcabashe6997 Месяц назад +16

    It takes a village to raise a child ❤

  • @MabongiMajola
    @MabongiMajola Месяц назад +1

    Siyabonga baba u Mkhwanazi, ujehova usbusisile ngawe,malume ,nabo bonke ababenosizo ku Ntando.sizomukhulekisa bhuty wami

  • @PatiencePhangisa-uc3yc
    @PatiencePhangisa-uc3yc Месяц назад

    Siyabonga babu Shabane ngokuba umzali kuNtando nakuwe.Thuleleni tv.muhle umsebenzi eniwenzayo

  • @pinkyndlovu2808
    @pinkyndlovu2808 Месяц назад +1

    Siyabonga kakhulu ngobafo ukuthi athole usizo sengathi uNkulunkulu anganandisela ngosizolweni❤🎉

  • @buyiemkhize6978
    @buyiemkhize6978 Месяц назад +5

    Aw siwakubongela Ntando bafo, may God strengthen and heal you Mentally and Physically agameni likaYesu.

  • @hlengymkhulise4708
    @hlengymkhulise4708 Месяц назад +4

    Mkhulu umsebenzi wethuleleni, makhelwane usuphenduke ubaba kumfana syabonga indima oydlalile. Syabonga

  • @buyisilemajozi2194
    @buyisilemajozi2194 Месяц назад +6

    Yanga uMfihlakalo nezidalwa zakubo ka Ntando zingaba naye no Dr abaphe inhlakanipho kaMoya Syabonga

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Месяц назад +1

    Nakuwe Dr Nkosi unkulunkulu makakunike i wisdom yoku enza i operation,, siyabonga Dokodela God bless you 🙏

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 Месяц назад +3

    Kwaze kwajabulisa esikuzwayo bakithi, engathi uNkulunkulu nezidalwa zakini bangavula zonke izindlela zakho zikhanye ibe impumelelo I operation as sizokubeka Ntando emkhulekweni, makhelwane uNkulunkulu anibusise anikhulise nobhuti Mdu nethuleleni 🙏❤️❤️

  • @nomkhosithobeka6773
    @nomkhosithobeka6773 Месяц назад

    Amen syabonga kakhulu uNkulunkulu ukuthi usizo selutholakele dizoqhubeka sikhuleke kuNkulunkulu ongubabawethu sonke ukuthi ioparation ibe impumelelo nesifiso sakho mfwethu Ntando sifezeke inkosi ibusise neNhlangano iThuleleni nesizwe sonke ngosizo lokulekelela ubhuti uNtando engakhali ifela embelekweni prayse the Lord🙏🙏❤❤❤

  • @NobuhleDlamini-g7v
    @NobuhleDlamini-g7v Месяц назад +3

    Nkulunkulu wethu sonkhe, syabonga nkosyam thuleleni tv ne south Africa yonkhe nkosyam,muhle Jesu

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 Месяц назад +6

    Siyabonga kakhulu 😢😢😢sengathi UNKULUNKULU angahamba naye uhambo lonke lube yimpumelelo.

  • @deborahmusane
    @deborahmusane Месяц назад

    Wa muhle uJehova . Siyabonga usizk olutholile speedy recovery may the Good Lord be with you e hambeni lakho ku operation uJehova uya phila

  • @VeronicaMasondo
    @VeronicaMasondo Месяц назад +1

    God bless uDr Nkosi and news room,Thuleleni TV, and abalaleli bonke neSouth Africa yonke. May God bless you all, ukwanda kwaliwa umthakathi❤

  • @abigailmkhize7972
    @abigailmkhize7972 25 дней назад

    Eyi mkhulu u
    Jehovah ukukhokhela
    Mfana wami unedlozi

  • @sihlesibanda6791
    @sihlesibanda6791 Месяц назад +2

    Siyabonga kikho konke, ngisithi AMEN Mina ngizocela isandla somndali phezu kwakho mntamani.

  • @sthembisogcwensa
    @sthembisogcwensa Месяц назад

    Syabonga kubobonke abathe bavela bazwelana no Ntando nalolonke inhlobo yosizo inkosi ibabusise ❤🎉❤🎉

  • @NhlanhlaInnocentia-yv1dv
    @NhlanhlaInnocentia-yv1dv Месяц назад +1

    Wow 😢😢syabonga kwithuleleni ngekwenzayo sibonge lavender no doctor nkosi sibonga asiphezi sengathi konke kungahamba kahle🙏🙏🙏

  • @ZinhlePrincess-c3y
    @ZinhlePrincess-c3y 27 дней назад

    Ngyakjabulel bhuti Ntando sengath ungathol uklulam okuhl sbonge kubobonke abalule isandla❤

  • @khombisilevilakazi9815
    @khombisilevilakazi9815 Месяц назад

    Syabonga umfana omncane eselutholile usizo unkulunkulu nabakubo bamubheke kuloluhambo azolithatha

  • @sthandiwexoliswa3687
    @sthandiwexoliswa3687 Месяц назад

    God is good all time I am happy for you Ntando. Sengathi konke kungahamba kahle.god first kukho konke

  • @nomvulaveronicangema566
    @nomvulaveronicangema566 Месяц назад +1

    Halalaa uNkulunkulu Abe Nani nonke ngesenzo nothando enilikhombise umf2 sengathi konke kungalunga kuphumelele ahlinzwe kahle, asiphinde sikhulekele ukuthi umfana aphinde ahlinzwe kahle kungonakali lutho❤❤

  • @ZandileMiya-gu6kt
    @ZandileMiya-gu6kt Месяц назад +6

    Siyabo nakuwe babu Shabane bhuti Mdu Nkulunkulu akugcine muhe Jevova Ntando

  • @fikilekhaba6975
    @fikilekhaba6975 Месяц назад +1

    Yebo Malume asithathe uMnambithi Bese KONKE sikubeka koMdala wezinsuku Ngemikhuleko 🙏🙏🙏🙏 Siyabonga Mnzansi🙏

  • @ReginaPhale
    @ReginaPhale Месяц назад +5

    Ngithanda ukubonga lo bhuti we Thuleleni. Bhuti umsebenzi owenzayo kubantu uyamangaza kuzona zonke izinhlelo engizibona ku You tube hhay uhamba phambili. Engathi u Jehovah angaba nawe akukhusele uqhubeke nokusiza abant. Syabonga kakhulu Shamase🙏🙏🙏 God bless you abundantly 🙌

  • @nelisiwegwabuzela4877
    @nelisiwegwabuzela4877 Месяц назад

    Sibonge siwuMzansi🇿🇦🙏🏾...sibonge ukusebenzela umphakathi okungaka...uJehova anibusise 🙏🏾 isandla sedlula ikhanda👌🏾💪🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾

  • @constancemakhosazane5715
    @constancemakhosazane5715 Месяц назад

    Syabonga Thuleleni.iNkosi ikugcine uqhubeke ulekelele abantwana bakaJehova.

  • @thandekileangel8798
    @thandekileangel8798 Месяц назад +2

    Nkwaliyenkosi siyabonga uNtando ezothola usizo ujehova ukuzwile ukukhala kwakhe🙏🏽

  • @PinkyGcaba
    @PinkyGcaba Месяц назад

    Syabonga Mkhwanazi omkhulu niqhubeke njalo❤

  • @Squngesihle
    @Squngesihle Месяц назад +5

    Syabonga Jehova uhleli enamacebo🎉🎉🎉🎉

  • @nelisiwemsibi6306
    @nelisiwemsibi6306 Месяц назад

    Siyabonga kakhulu kwi nhlangano yethuleleni ngomsebenzi wenu nodokotela abazinikele siyabonga uThixo abenani kulomsebenzi omkhulu kangaka siyabonga kuma South Africa ngobuntu nozwelo

  • @NomathembaMbhamali
    @NomathembaMbhamali Месяц назад

    Syabonga Nkwali yenkosi , uKristu uyNkosi nakulezimo ,sedlulisa ukubonga okukhulu ku Thuleleni NPO nabanikele ukumhlinza ,Amen...our prayers Ntando

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Месяц назад +1

    Siyabonga ukuthi usizo eselivelile🙏🙏akahambe umfana ayothola usizo,,ndlelanhle my son,, unkulunkulu will be holding your throughout the journey 🙏🙏

  • @PaulleteRejoice-lv6op
    @PaulleteRejoice-lv6op Месяц назад

    Siyabonga bhuti ngaphandle kwakho ubhuti bekangeke alutfole lusito God bless you brother, uNkulunkulu abusise lezo zandla for operation,DR Nkosi God bless you,may you live long.

  • @ThembelihleMngadi-z2t
    @ThembelihleMngadi-z2t Месяц назад

    Siyabonga kakhulu kuhlelo iThuleleni nawe baba Mkhwanazi inkosi ikukhulise kulo msebenzi wakho

  • @spheduma_03
    @spheduma_03 Месяц назад +1

    🙏🏽 Siyabonga Kubo bonke ababe usizo empilweni ka Ntando. Baba u Shabane unkulunkulu akugcine

  • @Sunshine.1835
    @Sunshine.1835 Месяц назад +1

    Well done Thuleleni TV 🎉 Bravo 👏🏻 Niyaphilisa ngempela!!! Sir Mdu, muhle umsebenzi wakho!!!👏🏻🥰

  • @SiphoMbhele-x8f
    @SiphoMbhele-x8f Месяц назад

    UMUNTU UMUNTU NGABANTU Mdubane Nkwali yezwe siyabonga nomalume Shabane akesibe yisibonelo ezizweni nakumhlaba wonke ukuthi thina ma South African siyasizana . Dr Nkosi we will always salute you be blessed Ntando sikufisela indlela enhle uma usuya eMnambithi

  • @JulietTshuta
    @JulietTshuta 27 дней назад

    Syabonga kuko konke. Sbonga kakhulu thuleleni tv ngoku siza umphakathi wethu niqhubeke njalo unkulunkulu anibusise❤❤

  • @ThembelihleMathenjwa
    @ThembelihleMathenjwa Месяц назад

    Syabonga maAfrica amahle kakhulukakhulu uMdu noTiki ababusise umdali ngakho konke abakwenzile

  • @CathrineAlonge
    @CathrineAlonge Месяц назад +1

    Siyabonga Thuleleni tv umsebenzi wenu mkhulu🙏

  • @thokozanemotsi6616
    @thokozanemotsi6616 Месяц назад +3

    Dr Thami Nkosi is the best Doctor ever

  • @BongyMveee
    @BongyMveee Месяц назад +2

    Bhuti Mdu ngithi nje inkosi ikubusise🙏Kanye nethimba lakho lonke

  • @lindenihedebe8108
    @lindenihedebe8108 Месяц назад +1

    We so happy for you Ntando God is good all the time we pray for successful operation

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 Месяц назад +3

    Siyabonga South Africa yokani inkodi inibusise🙏🙏

  • @NgNtuli-bh2pw
    @NgNtuli-bh2pw Месяц назад +1

    Siyabonga ku Thuleleni Kanye nabambisene nabo no malume owabhalela kwa Thuleleni God bless you all

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Месяц назад +3

    Butiwam ne team yonke siyabonga inkosi inibusise 🙏🙏

  • @ZamaMhlongo-yk8xf
    @ZamaMhlongo-yk8xf Месяц назад +1

    Ithi ingoma akehlulwa lutho ujesu namanje syabonga kakhulu umfwet umdu uymele ithulelen TV unkulunkulu akugcine bhut kube ubab shabane syabonga baba kakhulu Ntando all the best khedama onjomane behambe nawe ufezwe umsebenz 😢😢😢

  • @phumzilekhumalo5238
    @phumzilekhumalo5238 Месяц назад

    Saze sajabula singu mzansi cyabonga kakhulu ngathi konke kungahamba kahle. Congratulations Ntando unkulunkulu abenawe boyzana🙏🙏🙏

  • @ThabisilenosiphoBiyela
    @ThabisilenosiphoBiyela Месяц назад

    Siyabonga kakhulu ku baba Mkhwanazi Kanye nobaba shabane unkulunkulu anibusise kakhulu ngenikwenze kulensizwa yakwamhlongo🎉❤🙌🏼🥹🫂

  • @zodwamthethwa2547
    @zodwamthethwa2547 Месяц назад

    Syabonga kakhulu Mr Mkhwanaz ngosizo lwakho uNkulunkulu aze akubusise neshow yakho.sibonge kakhulu nakuShabane olokhu emenjalo noNtando.kwangaty kungaham ba kahle konke.

  • @ThokozileNofuya-fu2zd
    @ThokozileNofuya-fu2zd Месяц назад +6

    U Jehova hambe nawe mfowethu nabaxhasile siyabonga kakhulu

  • @luckyxulu3282
    @luckyxulu3282 Месяц назад +2

    Simvotele u Thuleleni TV South Africa iwusizo kakhulu.I appreciate South African researchers they are good it just government.Kodwa uzoba right bhuti omdala

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u Месяц назад +1

    Siyzibongela kakhulu unkulunkulu labaphasi bazokukhokhela mntanami okuhle lempilo.ende kuwe❤❤❤❤
    Ngiyacela ubambisane labo dokentela ungaphikisane labo yamu Kela konke abazokutsho kuwe uzosizakala❤❤❤❤❤

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Месяц назад

    All is well Ntando yonke into izohamba kahle nodokotela abazokusebenza uMvelinqangi abaphe amandla siyabonga asiphezi naku DR Nkosi and management..Syabonga bhuti Mdu ngokusiza isizwe sethu❤

  • @mbalidumakude9156
    @mbalidumakude9156 Месяц назад

    God is wonderful siyabonga unkulunkulu abe nawe kanye namathonga akho Ntando we will continue to pray for you my brother God bless you sibonge nakuThuleleni unkulunkulu anigcine njalo njee ngokusiza abantu bakithi❤❤

  • @ZothileSithole-p3f
    @ZothileSithole-p3f Месяц назад

    syabonga thulelen tv ngoba ukube akusukumanga bona bekungeke kufike la ujehova emkhulu sithinje ndlelanhle ntando boi❤

  • @BusisiweMajola-m6k
    @BusisiweMajola-m6k Месяц назад

    Siyamazi uDoctor Nkosi udokotela oneNhliziyo eyodwa eNhle kakhulu Siyamazi🙏🙏🙏Thank you Dokotela uNkulunkulu akukhuphule eMandleni akuphe wona okusebenza ngeympilo Zabantu❤❤❤🫡

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Месяц назад

    Eyi Nkosi siyabonga moyongcwele mkhulu ongabonwayo engathi kungahamba kahle konke Buti Mdu my God bless you and your team

  • @ZintleMabusela-m8x
    @ZintleMabusela-m8x Месяц назад

    Babu mduduzi neqembu lonke la thuleleni ngithi nje kwande unkulunkulu anandisele kukho konke okuhle eympilwen zenu ❤❤enikwenzayo for Abantu bayehova kukhulu syabonga 😊 🤗Ntando sikubeka emthandazweni bhut wam ❤

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 Месяц назад

    NKULUNKULU AKEKHO OFANANAWE UGCWELE. NGAPHANDLE KWAKHO THIXO ASIYILUTH👏👏👏👏👏⭐🌅 JEHOVAH UMUHLE NJALO .

  • @ThuliMasondo-g4f
    @ThuliMasondo-g4f Месяц назад +2

    I feel like crying God is gud Thanks Dr Nkosi

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u Месяц назад

    Thuleleni siyabonga kakhulu ngomsebezi omhle kakhulu❤❤❤
    Lanilonke eliphathisaya lonke nje jikeke ngiswele imilomo eyinkulungwane ngithi inkosi ilezelekahle

  • @NomathembaMzolo
    @NomathembaMzolo Месяц назад

    Siyabonga siyicountry abasandile abantu abasiza abanye kodwa sekeagcwala izilwane iNkosi inibusise nonke eninesandla ekusizeni isizwe esinsundu ❤❤❤❤

  • @JamesSipho-c2f
    @JamesSipho-c2f Месяц назад +2

    ❤❤❤❤❤ khuphukani lapho bafethu🎉🎉🎉🎉🎉 okuhle kodwa enifisela yona❤

  • @SergioGoves
    @SergioGoves Месяц назад

    Bhuti owabhalel iThuleleni izibusiso ziyeza kuwe mfowethu🤗🤗🤗

  • @AgnesMboweni
    @AgnesMboweni Месяц назад

    Siyabonga kakhulu Nkulunkulu andise kubo bonke ababe nosizo

  • @sizwelungani8057
    @sizwelungani8057 Месяц назад

    Umsebenzi omuhle mawuqhubeke Baba Mkhwanazi

  • @GcinileMaseko-i2q
    @GcinileMaseko-i2q Месяц назад +1

    Hallelujah makabongwe ozwayo egameni lenkosi 🙏🙏

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 Месяц назад

    Syabonga South Africa, nawe Malume syabonga kakhulu baba. Umfana akalulame, kusekuningi asazokwenza emhlabeni. Akasemhle no Ntando yoooh. Khula bhuti omncane khula baba.

  • @NomceboNgcobo-vo3ov
    @NomceboNgcobo-vo3ov Месяц назад

    Usinde Ntando ukhule Thuleleni Dr Nkosi ukhule baba❤️

  • @ngafa5319
    @ngafa5319 Месяц назад +2

    Syabonga ngathi ujehova a ngaba naye🙏🙏🙏

  • @GoodnessNtombenhle-bo5vp
    @GoodnessNtombenhle-bo5vp Месяц назад

    Syakbongel Ntondo khuphuk laph Amen

  • @zabelozabelo
    @zabelozabelo Месяц назад

    Nkosi well done siyawazi amagalelo akho phambili ngoMnambithi ❤❤❤💪💪💪

  • @busisiwembatha5468
    @busisiwembatha5468 Месяц назад +1

    God is great all the time .Mdu uyasebenza uThixo akubusise Sengathi angahamba Kahle ubhuti Abe rite nabafake isandla siyababonga❤

  • @ELSIENOMPUMELELOSHANGE
    @ELSIENOMPUMELELOSHANGE Месяц назад

    Sajabula Njomane iNkosi ihambe nawe mfana wami sibonge naku Thuleleni Tv siyabonga bakithi izandla zidlula ikhanda SA Salute

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Месяц назад

    Siyabonga kakhulu thuleleni be team siyamcela u Nkulunkulu angenelele kodokotela bonke abazomsebenza umfana abanike bonke ubuhlakani njengomdali wakhe umfana.watching from 🇬🇧 UK

  • @zamilemzimela
    @zamilemzimela Месяц назад +2

    Sbonga ubaba Shabane neThuleleni
    God is great all the time