Ngathwala ngobaba wengane yami owayengihlupha | UKUHLUSHWA IZITHWALO

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 фев 2025

Комментарии • 468

  • @BonganiMashinini-h8b
    @BonganiMashinini-h8b 2 месяца назад +23

    Mkhulule cc unembeza wakho usukhulumile nawe okuchaza khona ukuthi usaphila 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @MehlokhoziHoldings
    @MehlokhoziHoldings 2 месяца назад +27

    Yooo😮 wangisiza Jehova wangipha inhliziyo engenayo imbuyiselo ngoba ,cha ngeke ngikwazi ukwenza umuntu into embi noma engangenzani,mina nje angikwazi ukuphindisela 🙏

    • @SthabileMlotshwaM90
      @SthabileMlotshwaM90 2 месяца назад +1

      Same page mntasekhaya❤❤❤❤❤

    • @Savebygrace-it
      @Savebygrace-it 2 месяца назад +1

      Umuntu uyamyeka uJehova akulwele. Ubaba wangishiya nengane ngahlupheka.but l never gave up my kids are going to varsity now.Usbali wena usabhayiza ugijima nge Hennessy nama slay queen. Akana nex and usazobhayiza kusempilweni. Karma doesn't lose address.💔💔💔💔

    • @LiliosaBaloyi
      @LiliosaBaloyi 2 месяца назад +1

      Ithi ibhiyibhili ungaphindiseli okubi ngokubi

    • @BonieSbanie
      @BonieSbanie Месяц назад

      Mmm Cha ngyasithanda mina azondli lezizinto

  • @AnnoyedCoyote-wq7kk
    @AnnoyedCoyote-wq7kk 2 месяца назад +30

    Thank you Blaqlife Tv for such stories. I hope our Black Brothers are listening. Cause its painful to have a child with someone that doesn't take care of his child. Let the mother suffer. I don't blame this lady. Men take care of your kids to avoid such outcomes ❤❤❤❤

    • @Nathimgozi
      @Nathimgozi 2 месяца назад

      LOL ufuna ukuloya nawe shonakhona

  • @slingplug
    @slingplug 2 месяца назад +7

    This one is a really good sithwalo❤❤

  • @patrikhumalo6737
    @patrikhumalo6737 2 месяца назад +8

    Yoooooo Nkosi yami thina esazala abafana Nkosi sisize 😭😭

    • @aydensky026
      @aydensky026 2 месяца назад

      Angadlali ngezingane zabantu and ondle ingane uma emithisa, uzoba right kahle nje!

  • @IrisLuthuli
    @IrisLuthuli 2 месяца назад +19

    Si right lesi hawu siswam uma ungangipha izinumber nje nami ngyosizakala

  • @TshepisoTsotetsi-zw8fh
    @TshepisoTsotetsi-zw8fh Месяц назад +7

    Ngicela usizo ngiyasfun nam boh saze sangichaz isthwalo😂😂asinabungoz njen lesi❤😂

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni 2 месяца назад +68

    Please my sister let me help you. I've got twins they now in Grade 12 .I am very proud of myself. Ngoba,angikhalelanga Ubaba wezingane. Ngikhalele UNKULUNKULU bakhulile namuhla. Amadoda ayaqeda lonyaka isikole. Umama ohlakaniphile akenzi ubuwula Kodwa wenza into angeke azisole ngayo.Ukubulala noma Ukuloya umuntu Ubusathane Lobo

    • @Nathimgozi
      @Nathimgozi 2 месяца назад

      inamandla sisi lento oyishoyo....

    • @FundiswaNcubeni
      @FundiswaNcubeni 2 месяца назад +2

      Akabacabangelanga abazali bomfana losisis ube selfish kakhulu ukumosha impilo yomntana bantu xa lento eyenzi kulotata wabantwana umntwana uzoziva njani kengk khona why kumele uthakathe awukwazi kuthula na ukhulise ingaane yakho ladle

    • @NelisiweDlangamandla-fh4rs
      @NelisiweDlangamandla-fh4rs 2 месяца назад +1

      Abami sebekhulile cc ngaphuma nje kubaba wabo and uNkulunkulu uyalenza icebo yaz

  • @BongiweZulu-bx8gk
    @BongiweZulu-bx8gk 2 месяца назад +2

    Siryt lesthwalo nami ngiyasifuna khona engifuna ukuthwala ngaye batshelwa ubani ukuthi izingane bengazondli bebe nathi besiqhathe nabazali bethu .Ngithi azilime ziyetsheni

  • @peggygina968
    @peggygina968 2 месяца назад +13

    Hhayi cha nathi sifuna kuzama bayadelela laba❤

  • @MangalephiShange
    @MangalephiShange 2 месяца назад +4

    Oh nkosi abafazi ngabathakathi.Akukho okwedlula ukuwa ngedolo

  • @SithembileNyathi-n8w
    @SithembileNyathi-n8w 2 месяца назад +74

    Loshuni uyavuma ngampela ziyadelela lezi zinja💪💪

    • @asandazweni7864
      @asandazweni7864 2 месяца назад +2

      😢 uzosifaka engozini mara

    • @zintlezikhali2145
      @zintlezikhali2145 2 месяца назад +3

      Eyi bayeyisa Nam ngiyasfuna lesi

    • @GeorgeMemela-t9b
      @GeorgeMemela-t9b 2 месяца назад +7

      Ziyeyisa lezinja❌
      Iyeyisa lenja ✔️
      Aluqonde ulwimi esfebeni

    • @zintlezikhali2145
      @zintlezikhali2145 2 месяца назад +1

      Akukhali Ndaba kamaxolela kmele bejezile labodoti skhathele. Umuntu ukuthola ungenangane akone akuravaze akushiye kanjalo ukushiyela bani bhansela engasondli futhi😮​@@BabakasisiDube

    • @NonhlanhlaDlamini-c4f
      @NonhlanhlaDlamini-c4f 2 месяца назад +1

      Aish usisi angimjaji kodwa le gender le ingakwenzisa amaphutha ngendlela ephathana ngayo Uma isiqonyiwe

  • @pinkysaka1512
    @pinkysaka1512 2 месяца назад +1

    Iyoh 🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️ kunzima

  • @mbalimalinga6346
    @mbalimalinga6346 2 месяца назад +35

    Angikaze ngicabange ngokuthwala but lesi 😊

    • @sqothui3798
      @sqothui3798 2 месяца назад +1

      SIHLE IMPELA😂😂

    • @fadzaidickson58
      @fadzaidickson58 2 месяца назад +5

      Asina bungozi😂😂😂

    • @zuziwe.
      @zuziwe. 2 месяца назад

      Mmmmm singakuhehi. Please 🙏

    • @SilindileMathosi
      @SilindileMathosi 2 месяца назад

      Cha Nami lesi ngingasithatha asinabungozi ngifuna ukwenza obaba bezingane zami zowu 3 different father's omunye ngifuna esuke eshowe Eze la kimi egoli ne 5 rand 😅😅😅😅😅 ethi ngizolethela ingane😅😅😅😅

    • @NomathembaDorisNgcongo
      @NomathembaDorisNgcongo 2 месяца назад

      Hawuuu yehheeni babazani 🤣🤣🤣

  • @PromiseMthethwa-nl1jn
    @PromiseMthethwa-nl1jn 2 месяца назад +24

    Sesiphelelwe ukubabaza😮

  • @MegaMsayi
    @MegaMsayi 2 месяца назад +17

    Ei this guy always asks the right questions...Mancinza mfwethu 🙌🤝

  • @siphiwekhoza8675
    @siphiwekhoza8675 27 дней назад +1

    Ukhohlakele cc and umntwana uzolithola iqiniso akuzonde,yini ungambophisanga for maintainance kunokumhlanyisa.

  • @ElizabethMatyakalana
    @ElizabethMatyakalana 2 дня назад

    Number 1..girl. singaphela lezinja 😂❤❤❤

  • @mbalenhlendlovu1040
    @mbalenhlendlovu1040 27 дней назад

    Ayii sihlela lesthwalo❤

  • @patrikhumalo6737
    @patrikhumalo6737 2 месяца назад +3

    Waze wambiza u sho omkhulu King ziyabuya emhlabeni

  • @BevCele
    @BevCele 2 месяца назад +5

    Ngiyabonga cc ngalelicebo

  • @duduzilemlotshwa9282
    @duduzilemlotshwa9282 2 месяца назад +2

    Okubuhlungu useyphara ubaba wengane hmmm 2024 kade nje sibabazile bandla.Simbonge uJehova ukuthi avuse unembeza kubantu bakhe ngoba nanku bqyavela nezimfihlo zabo.Bathethelele baba

  • @cyrilmdunge7816
    @cyrilmdunge7816 2 месяца назад +6

    Isithembu sikwenze waba nenhliziyo embi noma Kade besindisiwe Ekhaya wena ubusindisiwe ngoba usuxakekile usuyocasha esontweni labasindisiwe indlela okhuluma ngayo alikakusizii isonto olihambayo angathi ungawuthola umusa wokuphenduka ukholwe ngempela

  • @luciaphindile5953
    @luciaphindile5953 2 месяца назад +9

    Angikujaji cc ngoba angizaxi izicathulo zakho kodwa ngibonga ukuthi unembeza wakho uwulalele.

  • @Mbusowabalondo
    @Mbusowabalondo 2 месяца назад +5

    Ngiyanicela bantabami noma kunjani ungabulali ungathwali ngomuntu noma kunjani kungcono uyofuna amatoho okuziphilisa 😭😭😭

  • @karabomolefe7998
    @karabomolefe7998 2 месяца назад +6

    Khona ese ngimcabanga nami dankoo gal

  • @tsmith1280
    @tsmith1280 2 месяца назад +44

    Ngiqala ngqa ukuzwa ngisithwalo esingenabungozi kangaka!

    • @njabuloshabangu4655
      @njabuloshabangu4655 2 месяца назад +5

      🫴🏻 letha la le phone

    • @ZodwaNxumalo-bw6hv
      @ZodwaNxumalo-bw6hv 2 месяца назад +5

      Yazi yini asinabo lokhu kwangempela 😂😂😂😂

    • @GuguMtshali-q9k
      @GuguMtshali-q9k 2 месяца назад

      Ei it Xd dd xdd SA dd d as DDS here's ààdad dáddd adeasx xx dd adds as dd ass Sasa dddr DDI sayesee ass 3 xeFxxdd😂dwdd dd d DE dddd22ßéájdde DE As wd DDS a dd xx ddâ Ede dDd ASA w Dre aàEae😢daàe ass DE d​@@ZodwaNxumalo-bw6hv

    • @NobuhleLuthuli-m2u
      @NobuhleLuthuli-m2u 2 месяца назад +3

      And asinabo 😂😂😂asiyithathe lento

    • @nomzamomoloi1085
      @nomzamomoloi1085 2 месяца назад +1

      😂😂😂😂😂😂

  • @MOTOPIWALEBEPE
    @MOTOPIWALEBEPE 2 месяца назад +10

    Sisterhood is proud of you...🫵😂🤝

  • @GuguMkhize-t7h
    @GuguMkhize-t7h 2 месяца назад +5

    Yaz lesthwalo siryt ushiye inombolo yakwa mhlabuyalingan😂😂😂😂😂😂😂

  • @xoliswapatriciasozoyi8343
    @xoliswapatriciasozoyi8343 2 месяца назад +7

    The way abasi hurter ngakhona ungaze ubavise kabuhlungu. Uyinja usebenzela umasipala akamniki ngisho u10cent 😢 He is happy living impilo yakhe akamcingi nomcinga

  • @ThandiThandeka-t8r
    @ThandiThandeka-t8r 2 месяца назад +2

    Ngilayele nami

  • @ItumelengThulo-bp9do
    @ItumelengThulo-bp9do 2 месяца назад +10

    Abafana bashiswe, qala nje ngobabakho darli

  • @QaqambaSibeko
    @QaqambaSibeko 2 месяца назад +1

    Cela ungise lapho sis wam🤣🤣🤣

  • @pop89001
    @pop89001 2 месяца назад +5

    Let's hope ukuthi onendlebe uyezwa, bo Bhuti no cc asibambisaneni ekukhulisweni kwezingane. Asiyeke ukuhamba izinyanga zithwala ngawe ungazi. Sibuyele kuMdali wethu sonke. Uthembekile futhi unothando olingazenzisiyo.

  • @SandileDlamini-yo3oy
    @SandileDlamini-yo3oy Месяц назад

    Akayekwe lo cc angasizakali umfana wabantu umbulele vele akabonele ngoba ungumthakathi usheshe wazisola

  • @sifisodmagagula8699
    @sifisodmagagula8699 2 месяца назад +1

    Kwaze Kwanzima...

  • @tsmith1280
    @tsmith1280 2 месяца назад +39

    I'm searching for ama comments amadoda angondli! Akenivele bo sicela ukuzwa ukuthi kuthini ukuphawula kwenu!😄

  • @NokuzolaKhumalo-m8m
    @NokuzolaKhumalo-m8m 2 месяца назад +1

    Ngifuna lesthwalo

  • @yolandatatase2928
    @yolandatatase2928 2 месяца назад +4

    Watching from Midrand My king ❤❤, great show as always ❤.

  • @labanemotsoanakaba612
    @labanemotsoanakaba612 2 месяца назад +2

    I like the way you ask questions

  • @khanyamazkhali6949
    @khanyamazkhali6949 2 месяца назад +2

    Nkokheli 🙌🏽🤝🏿

  • @DineoMokgotho-f7h
    @DineoMokgotho-f7h 2 месяца назад +2

    Naming ngingakeenza

  • @DebraMtsweni
    @DebraMtsweni 2 месяца назад +9

    ububi obenza komunye muntu Nawe abanyebazo kwenza😭😭😭😭

  • @SimangeleNjoko
    @SimangeleNjoko 2 месяца назад +2

    Kahle kahle lapha e mangosuthu Ziningi ingane ethwalayo esizwa ngazo la ku Blaqlife 😔😭

  • @clonapsbethe1261
    @clonapsbethe1261 2 месяца назад +5

    Angikusoli dadewethu nami ngingakwenza

  • @WelileNtuli
    @WelileNtuli 2 месяца назад +2

    Ngathi sidingwa yimi ke lesithwalo ayibo wangihlukumeza mina loyamuntu waze waqhwaga amaroom engangiwakhele ukondla umtanami😢

  • @phililemkhwanazi-v2z
    @phililemkhwanazi-v2z 2 месяца назад +11

    Akaze ngikuzweke lokhu

  • @sovranlee9733
    @sovranlee9733 2 месяца назад +13

    correct sitwalo❤❤❤🎉🎉🎉🎉😂hala mithisani and run away we will sort you out😂😂😂🎉🎉🎉🎉

  • @MthokozisiSishi-v3t
    @MthokozisiSishi-v3t 2 месяца назад +92

    Si right lesthwalo serious 😂😂😂😂😂

  • @com-w6w
    @com-w6w 2 месяца назад +1

    Angsayfun ingane😭ngiryt ngingenayo

  • @SurpriseMazibuko-i6t
    @SurpriseMazibuko-i6t 14 дней назад +1

    Yooooo unenhliziyo embi losisi

  • @dudunhlabathi1870
    @dudunhlabathi1870 22 дня назад +2

    Thwalile thwalile😂😂😂😂 azikhale. Yaneliswa yinto enayo😏

  • @phindilenozipho-pn3tm
    @phindilenozipho-pn3tm 2 месяца назад +1

    Abondli nje bazokondla ngesthwalo😅

  • @KhethiweSibiya-r3p
    @KhethiweSibiya-r3p 2 месяца назад +8

    😢😢😢yha nah kuhle kukhetha ujesuuuu yhoooo

  • @ntombincayiyana1948
    @ntombincayiyana1948 2 месяца назад +14

    My king sicela inumber ka gobela walo cc😂😂😂 Ngathi khona okuhlanganayo.

  • @LindiweNtshapeka
    @LindiweNtshapeka Месяц назад

    Siyafuneka lesithwalo cc unguban ubaba okuyiwa kuye cc sikhathele amadoda adakiwe

  • @Mayvis-t9f
    @Mayvis-t9f 2 месяца назад

    Asilungile ngoba siyamshintsha umuntu abe para__like

  • @sqothui3798
    @sqothui3798 2 месяца назад +2

    Good girl..Nami ngithwala ngaye umyeni make wangishiya😂😂😂

  • @ThokozaniDlamini-zq6wt
    @ThokozaniDlamini-zq6wt 2 месяца назад

    Thanks God anginayo inhliziyo kasathane

  • @KharatsiSolomon
    @KharatsiSolomon Месяц назад

    Hay sis mkhulule nawe uzixolele ngelinye kuzokwenzeka kule ezelwe wuwe

  • @Naked-Runner
    @Naked-Runner 2 месяца назад +2

    Ngiyasola isithwalo sesifuna igazi lakho, lonembeza ngathi yinto ongenayo kodwa ke good luck sengathi ungaluthola usizo.

  • @luluntlangulela8407
    @luluntlangulela8407 2 месяца назад +16

    Gulukudu😂 sengikhona Sanibonani❤

  • @NompumeleloNgwenya-h3u
    @NompumeleloNgwenya-h3u 2 месяца назад +1

    Big up kings luqa❤

  • @dumiledladla3864
    @dumiledladla3864 2 месяца назад +12

    Sicela inumber yagogo Lo owamusiza

  • @tsmith1280
    @tsmith1280 2 месяца назад +4

    Engathi bangenziwa njena bonke abangondli!

  • @owamikayla2137
    @owamikayla2137 2 месяца назад +1

    Into enisthuma kuzo bobaba bengane😢

  • @SfisoSifiso-h7z
    @SfisoSifiso-h7z 24 дня назад

    Bafanani njer ilemikhuba eniyenza emandodeni enu😮😮

  • @112-q1x1t
    @112-q1x1t Месяц назад +1

    Ubaba wengan pho...ingane izokhulu...this might cost you the relationship you have with your child futhi mase iphuma kumnden..God be with you cause you will be held accountable in this or the next

  • @ZanetembaBaleni
    @ZanetembaBaleni 2 месяца назад

    Good 🎉🎉🎉

  • @BeautyNgele
    @BeautyNgele 2 месяца назад +2

    Good job sister

  • @phindymadonsela4669
    @phindymadonsela4669 2 месяца назад +1

    Sicela u part 2 plz Sizwe ukuthi wasizakala na

  • @siziwengaleka7402
    @siziwengaleka7402 2 месяца назад +5

    yhooooooh hayi masibaxolele sozebajike bohlalabekhohlakele abafana

  • @langelihlekakhubisa
    @langelihlekakhubisa 11 дней назад +1

    Inkinga make wabuya lomjita ..what if enza tha very same thing to lo sis?

  • @Thabisile-ud7xc
    @Thabisile-ud7xc 2 месяца назад

    Kunzima kulomhlaba jesu

  • @MarieGama-wu6ee
    @MarieGama-wu6ee 12 дней назад +1

    UHLALA UMUHLE BHUTI

  • @NqobileSphiwe
    @NqobileSphiwe 2 месяца назад +1

    Wavelelwa umhlabuyalingana😂🙌🏾

  • @Cynthia-ry4vq
    @Cynthia-ry4vq 2 месяца назад

    Isonake isithwalo esifunekayo 😂😂😂😂😂

  • @jabulilenyembe2350
    @jabulilenyembe2350 Месяц назад

    Kuzwakala angathi maningi namanga lana kulontombane

  • @KnowledgeLesetla
    @KnowledgeLesetla 2 месяца назад +1

    Eyyy lengane

  • @Ndlovukaz
    @Ndlovukaz 2 месяца назад +7

    Ngicela ungilayele boh nkosiyami ngina two yonke abondli😢

    • @GuguNcane
      @GuguNcane 2 месяца назад

      Waze wa rich oena 😂😂😂 congrats in advance😂

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 2 месяца назад

    😮😢 aike kusha lokhu angikaze ngikuzwe saze sababaza siyizakhamuzi

  • @GodfreyMdyash
    @GodfreyMdyash 2 месяца назад +3

    Thank you guys you open up our minds keep it up

  • @SthabileMlotshwaM90
    @SthabileMlotshwaM90 2 месяца назад +1

    Kuyathakathwa kweminye mizi unina wakhona nezikhane zakhona wiiiiiii cc waze waloya cc kodwa hhayi owakwenza ebumnyameni kusayovela ekukhanyeni zisayobuya izimpendulo 😢

  • @ntandoyesizwemthembu660
    @ntandoyesizwemthembu660 2 месяца назад +1

    Yaz ubaba wam wathi ungalinge ubophe umuntu ngengane ukuba ayondle enkantolo 2 ucc uwrong dadewethu isinqumo owasithatha akuyiso okwakumele usenze ziningi izinto angazenza lobhut if ephaphama cc uwrong

  • @thandilepretty3294
    @thandilepretty3294 2 месяца назад +1

    Scela inumber kagogo sis, skhathele ngobaba abangondli iyingani zabo

  • @PhumlaMqikela
    @PhumlaMqikela 2 месяца назад

    Good gal❤❤

  • @NomsaNonoe
    @NomsaNonoe 2 месяца назад

    Ayize i№ bahlupha kabi obaby dad

  • @lebohangskosana4152
    @lebohangskosana4152 2 месяца назад +2

    I feel if you allowed him to lobola you back when you were 2 month pregnant none of this would have happened, you wouldn't have to go do is'thwalo and face all this curse you brought upon your baby daddy... Having to reverse all these things is almost impossible... I'm happy that you are going to seek help for him...All the best!!!

  • @ntokozopayoh-do3fz
    @ntokozopayoh-do3fz 2 месяца назад +1

    Kazi nishowuphi umhlaba uyalingana cos Thina ave sithithiza nje 😂😂😂

  • @lungymbonambi2844
    @lungymbonambi2844 2 месяца назад

    Athika duu amadoda angondli we have power over you😅😅😅

  • @lihleemkhonto
    @lihleemkhonto 2 месяца назад +1

    Wasiza lomfana wakushiya unenhliziyembi wayengeke ashade idimon

  • @NoncedoMgilane
    @NoncedoMgilane 2 месяца назад +7

    Ndahlukumezeka kakhulu kodwa soze ndiyenze lo nto mna ndingafane ndihlupheke noba ndiphumelele Kube kukhalwa kwelinye icala

    • @tabisamlata
      @tabisamlata 2 месяца назад +1

      🙏❤️❤️same here ,indlala ebaphethe aba, buzothini emntwaneni after ebulele utata womntwana

    • @zakhelealfred6647
      @zakhelealfred6647 2 месяца назад

      sikubiza ngokuba weak kwabantu,okwadala umntu besimame begcinwe la bebekade babekhona before umlungu amswbenzise over her man some enjoy it cc cos they can't think out of brainwashing its life bakhule ngendlala ukubulala omunye umuntu into elula even for R500 ukuhlupheka not anything . they r being used cos they r weak to think for themswlves

    • @DestinyOEjime
      @DestinyOEjime 2 месяца назад +2

      Uyathakatha lo sisi

    • @Mahle-o3j
      @Mahle-o3j 2 месяца назад

      ​@@DestinyOEjime Cha mina ngimbona uryt locc bayedelela aboba bengane abanye

    • @Mahle-o3j
      @Mahle-o3j 2 месяца назад

      Mina bengingayenza Ned owami uyondla 17 years umtanami

  • @NontobekoHlengwa-gz4uz
    @NontobekoHlengwa-gz4uz 2 месяца назад +1

    Ngiyanizwa niyamncoma ucc koda umbuzo uthy usizakalile yini.. Njengoba namhlanje sesimxakilee senzo sakho...yin indaba anghlali nesenzo sakhe ngoba nithy sihle... Aniboningan koda bakwe2 ukuthy lento ayisizi ngalutho.. Sinazo izingane azondliwa muntu yazama koda ziyakhala...

    • @luando_88
      @luando_88 2 месяца назад

      Wayikhuluma ingqodo cc, umakukuhle ufunani lana ke ucc mabenze abafunayo akubona bonke ekuthwalekayo ngabo nikubuke naloko bocc bethu

  • @PhilisiweThanjekwayo-gb6sy
    @PhilisiweThanjekwayo-gb6sy 2 месяца назад

    Ngathi kuzomele ngifake owami ubaba wengane uyangihlupha shame akondli 😅😅😅😅

  • @KabeloNhlapo-zr2cd
    @KabeloNhlapo-zr2cd 2 месяца назад

    Yho life sesiyasaba Nathi njengabo baba be future 😢

  • @BrianNcube-wj3hy
    @BrianNcube-wj3hy 2 месяца назад +3

    Ngiyezwa kukhalwa ngo baba abangondli umbuzo wami uthi obaba abondla ingane ishumi yeminyaka kanti akuyona eyakhe so naye ayethwala ngalo mama wengane na?

  • @NandaBusinesspark
    @NandaBusinesspark 2 месяца назад +1

    Ngyakhona kulesithwala angikaze ngicabange but ubabe mama uyahlupha 😂😂

    • @NomahNdlovu
      @NomahNdlovu 2 месяца назад

      😂😂😂😂nikhohlakele

  • @WinnieNgwane
    @WinnieNgwane 2 месяца назад +1

    Nami ngingasithola yini😂😂😂😂😂 ngathi sizakahle

  • @PORTIABAHOLO
    @PORTIABAHOLO 2 месяца назад +1

    Hei nami nginaye ubaba wengane ongondli odlala ngengane,kodwa ke sisi bongazenzi uphoqwe hisimo

  • @NkosyMtshali
    @NkosyMtshali 2 месяца назад

    Good girl😂😂😂😂😂ngaze ngakuthanda