Mama Matekoane - Ukuzalwa kukaJesu

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 23 янв 2025

Комментарии • 93

  • @mpendulomkhize5394
    @mpendulomkhize5394 13 дней назад +2

    I love mama's revelations about Jesus. BAZALWANE!!!! NGIYANINCENGA NGOBUBELE BUKAKRESTU!!!
    DO NOY CELEBRATE THIS DAY!!! BIRTHDAYS ARE NOT TO BE CELEBTATED, EVEN LE ENITHI EKAJESU!!

    • @AnnahMatlotlo
      @AnnahMatlotlo 4 дня назад +1

      Ingathi bangalalela siza Somandla

  • @gcogcocarelse
    @gcogcocarelse 27 дней назад +13

    Minake sengithandazile kuYesu wathi ukuba ayikho ezwini lakhe thina njengama Krestu asiyenzi akukho nevesi elithi lets celebrate chrismas kokwehlabathi.

    • @SydwellBongaButhelezi
      @SydwellBongaButhelezi 26 дней назад +1

      Sbonge ukudla okungcwele nokuzwa kokuvuma isono ukuthi wenzenjani Amen

    • @nothandowvezie9288
      @nothandowvezie9288 26 дней назад +4

      Galatians 4:9-11
      9 But now that you know God-or rather are known by God-how is it that you are turning back to those weak and miserable forces ? Do you wish to be enslaved by them all over again?
      10 You are observing special days and months and seasons and years!
      11 I fear for you, that somehow I have wasted my efforts on you.
      We don't celebrate

    • @eunicemakubo618
      @eunicemakubo618 26 дней назад

      Amen aay kuyezwakala Mama kunjalo kuyabonakala umuntu onento ayenzayo kuyzwakala ubona ulokhu uqalaza ngoba uyezwa khona lento onokuyizwa ongayizwa

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад

      Amen

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад +1

      ​@nothandowvezie9288 amen

  • @Shaniquasiyolo
    @Shaniquasiyolo 19 дней назад +1

    I wish i could join this church too

  • @Sphesihle-n1m
    @Sphesihle-n1m 26 дней назад +10

    How I wish as Christians we could stop placing focus on mundane things and actually hear the message that is being preached.
    Here we are being reminded to take every opportunity to preach the Gospel of Jesus Christ. How people perceive Christmas is up to them but I see it as an opportunity to proclaim Jesus Christ, my Saviour and for that Christ is pleased. It is not a sin to go out and proclaim the birth of our Redeemer and how he has transformed our lives.
    The birth of Christ has caused great Joy, and even though we do not know the exact day, there is a day in the year where our Saviour was born and so how do we not rejoice and proclaim such good news on this day?
    “Do not be afraid. I bring you good news that will cause great joy for all the people. Today in the town of David a Savior has been born to you; he is the Messiah, the Lord.”
    ‭‭Luke‬ ‭2‬:‭10‬-‭11‬ ‭NIV‬‬
    How is it that you want to turn these good news into bad news?
    Why do you argue over mundane matters and not just continue to proclaim the name of Jesus Christ, the Messiah?
    May the Lord help us in these end times

    • @emmanuelsbusiso363
      @emmanuelsbusiso363 26 дней назад +1

      Asingabangi izinto eziyize bazalwane thina esiwugubhayo UKhisimusi siphakamisa igama lika Krestu asizisoli futhi ngakho ngoba unembeza awusilahli. Abangawugubhi abaqhubeke njengokwembulelwa kwabo yiNkosi.

    • @emmanuelsbusiso363
      @emmanuelsbusiso363 26 дней назад +1

      Yamnandi inkonzo kaKhisimusi, siyabonga kakhulu kumama Matekoene. God bless you ....

    • @emmanuelsbusiso363
      @emmanuelsbusiso363 26 дней назад +2

      Wayibeka kamnandi yezwakala mzalwane

  • @sibongilenkosi6577
    @sibongilenkosi6577 25 дней назад +5

    Umuntu akafunde ibhayibheli, athandaze ahlale ekhaya ngoba ay Nkosi.

  • @AhlumeManqabashe
    @AhlumeManqabashe 15 дней назад +1

    Amakholwa akayi gubhi ikhisimusi , hay mama usabhidekile lapho izwi lithi masingalilingisi izwe

  • @zukiswakoltana574
    @zukiswakoltana574 26 дней назад +3

    So much wisdom in your preaching mama God bless you.

  • @YvonneNations
    @YvonneNations 19 дней назад +1

    The body of Christ is fighting. He says He has given us different gifts. But indeed, a prophet is fighting a watchman because He doesn't understand the function of the watchman.
    May the Lord be with His body. I always say, if you don't understand, ask the Holy Spirit what is said.
    Kodwa ke, uJeso uyi Nkosi Amen

  • @KhosiVezi
    @KhosiVezi 27 дней назад +12

    Awu mawami uNkulunkulu akusize asiwugubhi uKhisimuzi njengabazalwane Zama ukukhuleka akucacisele uMoyongcwele

    • @NosiphoSipza
      @NosiphoSipza 27 дней назад +1

      And i believe ukuthi imassage yakhe ingashesha ngoba uke wabonana nojesu

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад +2

      Ey uqinisile mina sengibona impakamo kulomama. UNKULUNKULU ngeke akhulume kuyena kuphela but uyakhuluma nangabanye abantu. Kusamele athandaze ngoba thina asizigubhi izinsuku. Galatians 4 verse 9-10-11 uyakuveza loko.

  • @thobelaniluthuli950
    @thobelaniluthuli950 27 дней назад +11

    Mawami ngenkulu inhlonipho UNkulunkulu ubeke kuwe inkonzo yokukhokhela, ayi yokushumayela.
    Okwesibili uKhisimusi usiko lwamaPagan lihambisana nokukhanyiswa kwezihlahla

    • @thobelaniluthuli950
      @thobelaniluthuli950 27 дней назад +2

      Mangilalele intshumayelo yakho ngathi khona la olimalile khona ngenxa yezinto abantu abazisho kuwe. Ngathi ungathola ukulapheka emoyeni

    • @LindiweMthimkhulu-r9m
      @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад

      @@thobelaniluthuli950Maye khuzani

    • @MduduziNdlovu-e5q
      @MduduziNdlovu-e5q 26 дней назад +1

      Izinto eziningi vele,ezithinta uKrestu kuhlale kuthiwa zinosuku lwasathane,bhuti ayikho into eqondene no Krestu,ekungashiwo ukuthi kwakuwusuku lokuthi😢i sunday,nayo kuthiwa yadalwa abantu ababe worshipper izithixo,zelanga,i good friday nayo futhi inenkinga,i Christmas nayo futhi inenkinga😮kushuthi sma krestu nje wona akufanele a celebrathe lutho.
      In conclusion,sunday,Christmas,goodfriday,is not a sin if it involved God action.kuma Krestu it not about usuku lwani,but it about isikhumbuzo,ngezinto ezenzeka,ebhayibhelini,ngoba vele naba phathi okuyibona abenza imibhalo kaJesu,nama celebration ama Krestu,abanye bamelene,nokuqonda kwezinto ezithinta,uJesu,that's why I'm saying it good to us as a christian that we have a celebration of christ birth,bese umehluko uba sekuthenini,into mawuyenza uyakhombisa yini ukuthi kuzalwa u Krestu,noma u hamba ngokwama pagan style.Into wena ongayisho ukuthi abazalwane abazikhethe izinto abazihlobisa ngazo uma be celebrating the Christmas day,zingabi ezithinta ama pagan style,just like Christmas 🎄,but as Christians if we will celebrate it to worship God,than what is sin?

    • @thobelaniluthuli950
      @thobelaniluthuli950 26 дней назад +3

      Akukho la iNkosi yethu uJesu ithi asibungaze usuku azalwa ngalo. Ngaphambi kokuthi wenze into fanele uthole umlando wayo ukuthi isukaphi ngaleyondlela ngeke uzithole sewungene ogibeni.
      Ukuthi izinto zenziwa izwe akusho lokho ukuthi nathi kumele sizibandakanye nazo.
      Okokuqala uJesu iNkosi yethu ayizalwango ngoDecember 25.
      So ukuzihlanganisa nezwe kwenza sithobele izwe. Ukhumbule thina a sibona abalelizwe singabombuso waphezulu. Lokho kusho ukuthi fanele singenzi njengalelizwe.
      INkosi ayisisize siphume ezintweni zezwe.

    • @MduduziNdlovu-e5q
      @MduduziNdlovu-e5q 26 дней назад

      @@thobelaniluthuli950 but it not about the day,it about celebrating the birth of christ,sisuke singakhonzi izithixo,like pagan do,if christian can celebrate this day to worshiping God it will be okay,just like sunday,Jesus is sabbath,so indaba yosuku lokukhonza asingeni kuyona,sebengasho nje abanye ukuthi i sunday is this and that,but ayisho lutho leyonto,what important is living a Holy life that's not involving idols worship and sin,that's it.nokuthi ababeki bomthetho emhlabeni asinawo amandla,okubaguqula kwabakushoyo,like ukuloba izimsuku,
      In conclusion,again,usuku olubekwa uhulumeni alusho lutho,kodwa indaba iqala ekuthenini awumcasuli yini uNkulunkulu.what God need is pure life not days.

  • @zanelemercy3166
    @zanelemercy3166 26 дней назад +5

    Ngicela ukubuza ngenhlonipho kumama ibandla lokuqala labaphostoli laliwugubha yini ukhisimusi ngoba sibukela kulo ngicela nevesi elikhuthaza lokho

    • @nothandowvezie9288
      @nothandowvezie9288 26 дней назад +3

      Galatians 4:9-11
      9 But now that you know God-or rather are known by God-how is it that you are turning back to those weak and miserable forces ? Do you wish to be enslaved by them all over again?
      10 You are observing special days and months and seasons and years!
      11 I fear for you, that somehow I have wasted my efforts on you.
      Asigubhi mntwana weNkosi angithi yamuzwa upawuli uthi ay ngnovalo ngani hlezi nginihluphekel ngeze kunganjani nibuyel ezifundiswen zakuqala ngoba manje senigubha izinyanga Kanye neminyaka...ungazifundela nawe egameni leNkosi

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад

      Zange liwugubhe uKhisimusi nathi akumele siwugubhe

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад

      ​@@nothandowvezie9288amen

  • @xolintuli7364
    @xolintuli7364 27 дней назад +4

    Eyi kwaze kwayinkinga ukuzalwa kuka Jesu kanye ne Pasika siza Jesu

    • @LindiweMthimkhulu-r9m
      @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад +1

      😂😂😂😂 usathane ozosididisa finish unomona lomsebenzi owenzeka ngalezizinsuku . Thina sisuke sigcwele indumiso nokubonga esakwenzelwa uBaba wethu ngeNdodana yakhe . Mubi umuntu ongabongi uma enzelwe okuhle nokujabulisayo

    • @xolintuli7364
      @xolintuli7364 26 дней назад +1

      @LindiweMthimkhulu-r9m mzalwane ngeke uze ungizwe ngizoyeka kanjena ngenze uJesu akusho kimi , akazalwanga nge 25 Dec and Easter akawufuni uthi wasishiya nesidlo read CORINTHIANS 11 wesidlo
      Thina sesinaka izikhathi nezinyanga zezwe akazalwa njalo enhliziyweni ,kahle kunsidiso yi competition omunye akafuni ukulalela omunye hhayi ngiyesaba lapho esiya khona sesisindisiwe izwe lithi celebrate and we celebrate

    • @BuliDlamini-r3f
      @BuliDlamini-r3f 25 дней назад

      As long as uJesu Krestu wazalwa we gonna celebrate

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад

      ​@@BuliDlamini-r3fwazalwa nini uJesu?

    • @BuliDlamini-r3f
      @BuliDlamini-r3f 24 дня назад

      @@sibusisonzama6718 akunandaba ukuthi wazalwa nini, kodwa wazalwa, kuyafana neSonto ibible zange lithi siye enkonzweni Sunday sazibekela thina.

  • @FannieThwala
    @FannieThwala 27 дней назад +14

    Uwrong mama we don't celebrate that day uJesu akazange azalwe ngeyi 25 December,and uNkulunkulu akayifuni ijewellery but wena ufake iring hhay kabi mama cela Moya oyincwele akumbulele please,Amen.

    • @LindiweMthimkhulu-r9m
      @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад

      Mmmm kwaze kwanzima abantu sebephenduke ama judge amakhulu . Asinandaba ne date but we celebrate the event that Jesus was born “ GREAT NEWS “ that brought JOY emhlabeni . Ilokho ke esisuke sikuthokozela sikhumbuzana ngomsebenzi nesipho esavela ekhaya ezulwini . Akusilo icala nesono ukujabulela usuku lokuzalwa kweNkosi ezokhulula umhlaba esonweni . Ibuke ngalelolihlo mntakaBaba uzoba ryt ❤

    • @LindiweMthimkhulu-r9m
      @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад +1

      Sisindiswa ngomusa otherwise ukuthi lo udlani lo akadli ini , lo wenzani lo akenzi ini njalonjalo angeke sifike ndawo . Sizogcina siwonogada kubantu sikhohlwe uku focuser kuNkulunkulu 😊

    • @FannieThwala
      @FannieThwala 26 дней назад +1

      @LindiweMthimkhulu-r9m sorry if ufeeler like ngyajudger but bengisho lengkwatiko nam ngilungisa iNkhos'Jesu ibe nani Amen.

    • @FannieThwala
      @FannieThwala 26 дней назад

      @LindiweMthimkhulu-r9m byee

    • @MduduziNdlovu-e5q
      @MduduziNdlovu-e5q 26 дней назад

      I ring uma kungeyona eyokuthwala,kungeyomshado,ikuphi inkinga😢

  • @emmanuelsbusiso363
    @emmanuelsbusiso363 26 дней назад +1

    Awu siyabonga mama Matekoana. The son is born in Bethlehem of Judea!
    Lokhu kuyimvuselelo nesikhumbuziso nophawu olungesuswe emhlabeni ukuthi uKrestu uzelwe ukuzosindisa abantu ezonweni zabo. Ngakolunye uhlangothi luyakunahlulela abaningi abangakholwanga nguye.

  • @LindiweMthimkhulu-r9m
    @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад +1

    Siyabonga Mama ukuyicacisa lendaba . Nami ngiyibuke nje ngawe ukuthi lokhu sekuwukungenelela kukasathane ukuze singazijabuleli izinsuku eziyisisekelo sokholo lwethu . Ngize ngathi uma kuyize ukungazi celebrati lezizinsuku pho kungani umhlaba wonke umisa yonke into kungasetshenzwa . Lokhu kuwuphawu lokuthi lezi izikhathi ezikhethekile ezanqunywa emazulwini . Singakhula silokhu sadumisa sigubha lezizinsuku bese kuthi manje seku wrong ay asiqaphele bazalwane

    • @MduduziNdlovu-e5q
      @MduduziNdlovu-e5q 26 дней назад

      Nanokuthi kushuthi phela uma kuzothiwa zonke izinsuku ezithinta i Christianity ziyizinsuku ezadalwa usathane,kushuthi phela ama krestu,awa celebrathi lutho,people must know that as Christians we not celebrating izinsuku,asizazi yes it true,as long as izinsuku ezithinta u Krestu sizibiza ngokuthi ezika krestu,asizisebenzisele ukusindiswa kwabantu,that's what God want in us,into,as long as singakhonzi izithixo,ngalolusuku, I dont see any problem.

    • @LindiweMthimkhulu-r9m
      @LindiweMthimkhulu-r9m 23 дня назад

      @@MduduziNdlovu-e5q Amen 🙏

  • @PhilipMaqwelana
    @PhilipMaqwelana 27 дней назад +2

    Mhh since departure NKOSI sikuve ukuthetha kwakho,naba abantu ebesibathembile bemphika.UTHE LIVELA KUSATHANA OLUSUKU,MVENI YENA

  • @victorsifundza3652
    @victorsifundza3652 24 дня назад

    I love you bazalwane. God bless you

  • @NomsaMaphongwana
    @NomsaMaphongwana 27 дней назад

    Enkosi Yesu ngegazi lakho.Enkosi mama gemfundiso ephile kangaka Amen

  • @DoreenBuyile
    @DoreenBuyile 26 дней назад +3

    Which is Which now Holly spirit we seek your presence and guidance

    • @esona6660
      @esona6660 26 дней назад

      Read the bible for yourself my sister these teachings will confuse us

    • @sibusisonzama6718
      @sibusisonzama6718 24 дня назад +1

      Read Galatians chapter 4 verse 9-10-11

  • @JacobNhlapo-gm2nr
    @JacobNhlapo-gm2nr 27 дней назад +3

    Amen mama INkosi ikubusise

  • @BoyzBucks
    @BoyzBucks 27 дней назад

    Siyabonga Nkosi uJesu sbonge mama ngeytshumayelo zakho Glory to God

  • @nothandowvezie9288
    @nothandowvezie9288 27 дней назад +10

    Asigubhi izinsuku Nkosyàm EGAmeni LikaJesu

  • @madialemotsiri586
    @madialemotsiri586 27 дней назад +2

    One day I'll visit this church.

    • @lingmymi
      @lingmymi 26 дней назад +1

      I was there last Sunday, what an experience.

  • @NomsaMaphongwana
    @NomsaMaphongwana 27 дней назад +1

    Ndakuze ndize apho one day ndilapha e Cape Town.

  • @FebbyDube-vt4fo
    @FebbyDube-vt4fo 26 дней назад

    UJesu Kristu Uyinkosi Mama uqinisile Inkosi yethu ya zalwa noma singa nini kodwa yazalwa

  • @NkarataNkarata-ok3qj
    @NkarataNkarata-ok3qj 17 дней назад

  • @BuliDlamini-r3f
    @BuliDlamini-r3f 25 дней назад

    Bazalwane sazalelwa iNkosi enguJesu Krestu ngelinye ilanga, futhi yasifela leNkosi just like Ukuyomdumisa ngeSonto onke lamalanga zange abhalwe kuBible ukudumisa iNkosi yethu uJesu Krestu. Into ekumele siyilungise ilezintiziyo zethu ezigcwele ububi nokwahlulelana sivukelana. AS LONG AS THINA SAZI UKUTHI ASIDUMISI sathane Sidumisa INKOSI YETHU UJESU KRESTU angiboni nkinga

    • @NosiphoSipza
      @NosiphoSipza 24 дня назад

      @@BuliDlamini-r3f xa ujesu yena mnikazi wendaba athi akayifuni lonto ethumele his servent kumele senze ngenkani na,and akubhalwanga nasezwini ukuthi masili celebrate ilanga lakhe lokuzalwa

  • @LindiweMthimkhulu-r9m
    @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад

    Ey mama nami lo star black kade wawungangijabulisi phakathi ebandleni abadumisi kube mnyama i stage . SINCEDE Nkosi

  • @tematfombenimagagula9007
    @tematfombenimagagula9007 19 дней назад

    Please do not stop recording we are watching from other countries

  • @ThokoElizabeth-e7g
    @ThokoElizabeth-e7g 27 дней назад

    Mama Matekoana uJesu Kristu uyiNkosi ngempela

  • @BuhleMbali-c6v
    @BuhleMbali-c6v 27 дней назад

    Siyabonga mama

  • @GuguMajola-m8x
    @GuguMajola-m8x 26 дней назад

    Amen

  • @nontobekongubane8019
    @nontobekongubane8019 24 дня назад

    Ay niyasdida manje bazalwane kwibible akaze kushiwo ukuthi asilucelebrate even nabo oPaul akaze bakucelebrate or bathi alucelebratwe

    • @Sihawukelwe
      @Sihawukelwe 21 день назад

      Even the Easter, but we take the given day. I don't see any problem

  • @NonzuzoBartman
    @NonzuzoBartman 26 дней назад

    Hallelujah Amen kunjalo mama bendisitsho kuba zalwa ne asinandaba noba uzalwanini ❤❤❤

    • @LindiweMthimkhulu-r9m
      @LindiweMthimkhulu-r9m 26 дней назад

      Amen , okuyoba kubi ukuthi sithule ngalezizinsuku ezibaluleke kangaka , siyobe sijabulisa usathane ofuna vele singakuvezi sidumise ngalezizinsuku . Abelungu okwafika nangabo leliVangeli bayazigubha lezizinsuku ey thina we always speculate nala kungasadingeki khona .

  • @victorsifundza3652
    @victorsifundza3652 24 дня назад

    Owani yena lo khisimisi vele

  • @hlengiwekunene-l5v
    @hlengiwekunene-l5v 26 дней назад +2

    Ayi sengiyadideka Mina manje luyagujwa lolusuku Mona cha.? Noma fanele Nkulunkulu Eze kithina azzositshela nga munye ngamunye
    Kanti asimthembi lo amthumile Enigma kuthi asitshele izinto okufanele sizenze nezingafanele? Am confused

    • @nothandowvezie9288
      @nothandowvezie9288 26 дней назад +1

      Galatians 4:9-11
      9 But now that you know God-or rather are known by God-how is it that you are turning back to those weak and miserable forces ? Do you wish to be enslaved by them all over again?
      10 You are observing special days and months and seasons and years!
      11 I fear for you, that somehow I have wasted my efforts on you.
      We don't celebrate ungadideki mzalwane

    • @princesssihlezana
      @princesssihlezana 26 дней назад

      ​@@nothandowvezie9288Amen