Bengixoxa konke kumngani kanti ngizibulala mina | UTHAKATHWA UBANI?? | S1-EP10
HTML-код
- Опубликовано: 13 сен 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko
Ayikho nje into okuthiwa umngani khohlwa
Noma ungaba happy kanjani ungalinge uxoxele umngani wakho ngomuntu othandana naye
Akekho nje umngani emhlabeni uma nje singakwazi lokho singabantu!
King king ufuneka e court wena my king . Imibuzo hhayi uhamba phambili ❤❤❤
ake niyeke ukuba nabangani ngoba ayikho leyonto there's nothing called a friend.
❤Mina izingane zami ngazitshela kuthi lento okuthiwa utjomi ayikho
Sawubona we Ma,
Nawe weza iphutha angithi inhliziyo yomuntu iyisitha somuntu,Umngane wakho ngumnyeni wakho abavakashi abafuneki e khaya,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo ❤...
Abangani izinyoka lamhlabeni ngiyasaba mina
Sawubona,
King Schaka❤
Best Blaq TV Hoster.
Dankoo.
Ma Afrika Amahle Asibonge impilo,
Ngyabonga anginamngane and angiphuthelwa yilutho ngaloko
King uyahlekisa 😂😂😂😂😂
Mmmmhh ai umona emantombazaneni
Ngiyagcwala ngawe ekuba siyalingana nje❤❤❤❤
Yoh jesu yingakho ngingamdingi umngani😢
Umngane yinyoka encinci esuke uyi feeder then once yakhula izokujikela ikulume ungakholwa, kulomhlaba akumelanga uthembe nditsho nalona ozalwa naye umntu😢
Mavusana makes umama happy
Ungabom themba umuntu & ungabom cocela umuntu indabazakho.
Aseniyeke ukuxoxela abangani ngama doda enu plulisi.
Even sisters
Siyabonga mft ngohlelo lwakho and khuphuka njalo nje , bese kuthi nathi thina asiyeke ukuthemba too much never trust no one ngoba kuse mhlabeni la, but it’s not the end of the world 🌎
Akuna choke slam ,lutho😂😂
Abangane yooh😢
Ayi uyangifinisha King......"Yazi lona"🤣🤣🤣
Ay sengyabesaba abangani sekukunigi engikuzwayo ngabangani phephisa ntombi
Anginaye umngani futhi angimdingi nje umngan ngiyinkomo ezidlela yodwa nje futhi ngi ryt ngalokho
wuuu abangani nkosiyami💔
Mmmh buza mina ngomngani 😳😳😳 lalela, ngabe sikhulumanje ngabe ngihlala eMhlanga 😢 anosaba abangani
Nami ngakhulela kubo mngani coz babebaningi kubo kumnandi , mina ngingedwa ekhaya.. Kodwa namanje sisawumndeni❤
Wadla mavusana😂
It's true,don't trust a friend even some relatives are there just like ur friend did to u,me too it happened to me,a relative did this to me an older woman just to disappoint my mother not to be happy with me getting married. I'm still at home with my parents because of that woman's selfishness.
Akekho uMngan emhlabeni🤞umuntu isilwane esinezinyawo ezimbili..... Buza phe presenter kuth uMngan noVusi basathandana yn??
Qha ukhohlakele lomthakathi cc sibonga nje ukuthi azange akudlisa ushevu yazin vele bangani banomona
Iyavuselela lento coz nami ngokweso simo ngenxa ye nyoka engangaythemba😢
Ncese😢
Sorry dear
😂😂😂like ngqeee😂😂😂
Am so happy tht I dont hv friends😅😅
Saba ungani
Hayi ntombi umngane uyabulala kudingeka umcaphele kakhulu
Ungabomthemba umuntu umngani isitha eskhulu
Untabakayikhonjwa😂😂😂
Vele umgane most kuba inyoka mina bangighilile abangane
It's you who give your frnd vusi..cos you decided to send your frnd to vusi's work
Heey ntombazana ngibuya kulesosimo yenza konke okusemandleni noma angahlanya ahambe nqunu kulungile ngoba uyathakatha
Nimsithelani Pho Uma esezobiza amagama aphinde azisho naye
Hay kodwa eyokushaywa ngeso current. In dead😂😂
😮how does she five her full identity when her face is hidden 🧐🧐🧐
I think bayakhohlwa kuth bacashisiwe ebuswen
Why mention your names
weZondi nathi samaZulu lana eFinland singabalandeli futhi si Addicted ngo blaqlife mfananakithi
😂😂😂sawbona we ntaba kaykhonjwa ay emhlabeni kunzima
Wadla mavusana😂😂😂
Ingathi wendza ingxaki ngomxelela angaphinda akuthakathe y ungabayeki ma cz ngok uzfaka kwenkulu ingxaki
Mina angisena tjoomi futhi angibaceli bakithi aiybooo noma ungathenga u Vaseline Kuba kubi😮
Mavara🤣🤣
😂😂😂😂