SHUMILEZINSIZWA-BHEKIMUZI LUTHULI,UKUDLIWA AMA COMPANY ,INKOSI KAKATALIYA ETC...
HTML-код
- Опубликовано: 13 сен 2024
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
Wooola mashumi, Yaz lomjita uhlonipha ezhambela njer engashongo lutho............. Uyakude lomjita, isupport yethu njer kphela edingekayo💯🤟
Syabonga Manqele, syamcela no Gear box, uke usitholele nobaba uMqabulasheshe, usonqonqo, Mtuyenziwa neNyoni Emhlophe beze nexigingxi zabo
Muntuyenziwa seke wafika
Ulandwe yimi kuqala uShumilensizwa ku Alex fm ngo mhlaka 26 February kwajabula abantu ezokwethul EP yakhe Confusion.
Loshuni uwudalelwe mfwethu awufosti ✊. Ngikufisela impumelelo ohambeni lwakho
Mft besicela usitholele ubaba u-Shobeni khuzwayo ake azokhuluma kabanzi ngeqembu Izingane Amakhosi, n competition btwn him n mahawukela
Noted Bhuti
Nemibuzo yakho✊
Ay webhuti ngyakuvuma unamathele nqooooh
Siyabonga mfoka manqele ngokusilethela I qhawe
Ngyabonga ngale interview
Loshuni awunakiwe Lapho ngyawuthanda 🇿🇦🔥
Uyawoshaya ushuni wangakithi bhuti
We mfoka Manqele angincome nje uyakwazi ukwenza umuntu akhululeke kuma interview akho futhi uya conector nabo
Ngyabonga kakhulu Mfoka Zuke
Bayafana nobaba umfoka molo sekungenzeka wowakubo
Akunamehlupho phakathi kwakhe noBhekumuzi uyena gqo... if uqathandisa nabazama ukuba iBhova abafuki ezwini lakhe gqo but loMjita kuBabuLuthuli yilona ngqo❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉
uyabona Manqele mfw2,ngyakuvuma ama interviews akho nabaculi ubenza bekhululeke.Mfw2 uShumilezinsizwa kanye nalensizwa yase Msinga eMabomvini bamile kuloshuni,Big Up Perfect TV.
bathi uMasinga
Mkhaya wmi muhle umsebenzi wkho wenelisa onke amaqhawe akithi ngokungakhethi dumo nakwaziwa kwawo ungadinwa khayooo
Guluva ushaysumshin nje uthembeni ngoba awkaganwa...
Insizwa uShumi.
Yaze ya-clean i-interview 👌🏾👌🏾👌🏾👌🏾👌🏾
Nazinsizwa kuloshuni ay lamasimba ango zanele😂
Shumi 🔥
MfokaManqele dankie bhut ngokuslandela uShumilensizwa. Bengnayo kwaMai Mai lensizwa last week
kwavedane kwaqondana nqo
Shwala Shumi❤
Ngifisu kwazi min ukuthi kanti abaculi abanazo yin izinyunyana kanti uma bexhashazwa kant but muhle umsebenzi ka shumileynsizwa
UShumilensizwa uyena king kataliya ngcabanga okuth abafwethu abadlala loshuni bayezw nabo
Awulanda u DSD no Njencane bezochaza ngokwakwenzeka ngo 2004 kuya 2009 ziningi izinto ezazenzeka u facebook ungekho nalendaba yasejozini indidane ikhahlela izintambo li performer ibhova, noma uqondani no mfoka mpungose usgxobo uQondani atshene abantu ukuthi yini endala inkukhu neqanda
Unxakanxaka uzalwa uBhekumuzi Luthuli loyo.
Uqinisile umkhaya ngempela bayadliwa abanculi hhayi kancane kuzomele bonke befunde ukuziphatha especially kwezema-finance wegama lakhe umyncili aziqondane nqo ne-account yakhe kuzomele bekulwele impela lokho
BBhekumuzi ❤❤❤❤❤❤❤❤
Ngiyakuvuma wethu.Inkulumo yakho yonke inesisoka iqoqekile .Empeleni unobuntu.Ungabe usashintsha Decade leyinsizwa.NgikoBulawayo kwesikaMzilikazi.
Danki ngokubamba uphinde udlale lesitayela
Cha uShumileyinsizwa uKing kaTaliya lo
Yinsizwa le
Ey unekhono lomjita weManqele
Ngiyakuvumamina nkabi
Bayaksaba shumi phela uyawshaya loshuni wolova inkilaytheka kwavumbu isgodi kwangoni
Cha bakudlamandla shumi.
❤❤
ey uyacula lomuntu
Uhleli kuwo nqo ushuni lobhuti
Uyawushaya loshuni
Ubani no wakuGubhu Lwami enilokhu nimgudla?
Usuyachaza ? 😂😂😂😂 khuphuka lapho manqele 👑
Nxakanxaka omunye
Ayi mfokaMncwabe uyinkinga. Uwubambe ngqo loshuni kamfokMolo.Nabanye bayazama. Qhubeka nenhlonipho mfanakithi.
Mkhaya wam 💯 ❤
Ngisavele ngimdlale khona manje
Iyahlonipha kakhulu lensizwa
Landa no Masinga u Sgqoko sembongolo
Silaphaa😎😎🤏
Nazoke mft baphi ozanefa bezolalela ay lento yakhe
UNxakanxaka
E BULWER e PMB, kungabe usho le BULWER eyi Fake ese Willow?
Ama BULWER maningi impela ngoba nase Thekwini ikhona.
Uma kukuthi usho le BULWER yangempela ese NDZ ngale kwase Ncwadi ay u Wrong Uma ethi ungowase PMB
fusek wena
😂
❤❤❤❤