JIKELELE-MLABALABA,SONAKALI,UKUQASHWA,UMGQUMENI NO BHEKUMUZI,UMZUKULU,UKUBHALA UMCIMBI ETC...
HTML-код
- Опубликовано: 13 дек 2024
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
Tở Donate ukuze silande onke ama guest please faka noma malini kule
ACCOUNT CAPITEC: 1417913108
PHONE BUMBER : 0793946084
Sicela ozokhuluma ngo vusi ximba no mzikayifani buthelezi
eyi lamazwi athi ukuphumelela kuka mfethu kuwuku phumelela kwami ngoba liyama ibhodwe endlini kwethu
Lomjita waze wakhulumisa okuka Mgqumeni ay 😢
ngichemeeeeee udende nabafana bakwa khumalo mlabalaba jikelele ayyyyyy 💥
Ayi Jikelele mfowethu kuty angikhale ngendlela osishaya ngaso isiginxi kufisela inhlanhla,iphimbo ubuchweepheshe ayii 🙌🙌🎸🎤😍🙏🙏🙏🏦🏦♥️♥️
Ngicheme kakhulu noJikelele aw wangibusisa mfokaManqele
Ngisacela umjikijeli weh Manqele kukhona okukhona kuleyansinzwa👏
Mfoka Manqele umsebenzi owenzayo muhle kakhulu ungalinge uze uwungabaze,baningi amaciko ka Maskandi esiqala ukuwazi ngenxa yohlelo lwakho
.
Amanye syawazi siwabukela kude kodwa ngokuthi uwalethe ohlelweni lwakho sithola ukuwazi kangcono.syabonga kakhulu mfowethu sengathi u Nkulunkulu engakukhanyisela emsebenzini omuhle owenzela thina bathandi bomculo kamaskandi kanye nabaculi bakamaskandi uqobo
.
Syabonga kakhulu nakulabafwethu abalula isandla nakithi thina esingakabi nawo lawomandla syakthembisa makuhlangana syophosa mfowethu syaythanda into oyenzayo
Ngiyabonga nkabi Yami ukukubona umculo wakho uyaphambili kuyangijabulisa lokho mina mfoka phepha el'bomvu👏❤️
Isho kamnandi le nkabi ❤sbonge manqele
Ngicheme udede nalenkunzi... Au sukaaaa.... Ngiyaz isathi ubese zongiqoma banginyundela❤
Ave engculela lomjita🙌🔥
Eyangakithi insizwa le😊KwaCeza phansi eSdakeni sgodi
Dankie Manqele
Kushuthi labantu baKwakhumalo baphiwe lento yeziginxi engathi bengabambana nomfowabo bengavumi ukuqhathwa abalandeli ngoba bayalixova izwe😢😢
Sibashabasha samateki amhlophe ngiyabonga kwi backing yakho🎉🎉❤
Isbashabasha samateki amhlophe esabashazela ezansi kwakwadumehlezi lathokoza ibandla 🙌
Mfokazulu ngiyanizwamina ngìyanbonafuthi mfokakhumalo dank babhemu ningabakwethu nina
🙌🏾💯
ne voice yebhova lenkunzi jikelele uma ikhuluma ngyaz kdala lengwenya
Perfect Tv 📺👌 ❤
30:12
Ishiswa italent lensizwa kukhulu impela ekuzwayo ngaphakathi
Danki khansela🙌🏼
Bhuti👊
Ai kusazo shuba ❤❤ivuthiwe inqwele madoda
Uynkunzi Mashobana,
Kaze wenzangani ngoba ubukeka unomoya ophansi Manqele. Phela angiboni ekhona osanga cover la. Yize unga compete namuntu kodwa into yakho inesithunzi,ihloniphekile futhi iyathandeka. Mina mfokaManqele ngethuka & ngabuka ubuhlakani mhlazane ulanda abaculi abadala abanohlonzo,up until now awu yenzi into engabajabulisi abantu.
So ukube uyabheda ngabe ngithi zinuke amakhwapha.
Manje wenzakahle kakhulu sizothi unwle olude.
Awu kodwa mfowethu mangibona I comments enje ngivele ngithobeke kakhulu and ingenza nami ngiphushe kakhulu Ngyabonga kakhulu bafo🙏
Sibonge mfokaDuyazi ngokusisondezela lenkabi ....ay mfokaKhumalo ibambe mfwe2 muhle kakhulu umsebenzi yima njalo nje mbulazi
Okshuthi lapha kwaKhumalo umculo iyonanto abayphiwa kahle kahle
Syabonga mfika Manqele umsebenzi omuhle uqhubeke njalo
Ey uphiwe lomfo wakwa Khumalo damn😊
Mfokababa ngyawthanda umsebenzi wakho😢😢
Akukhanye nkabyam ngikfisela okuhle kodwa man🤝,ingoma iyatholakala online uJikelele Khumalo zimnandi zonke...
Viva ngojikelele
Hai JIKELELE KHUMALO NAWE MAGEBA HAI PHANSI EMASHUDU INHLE KAKHULU INTO YENU IBAMBENI
Witshebee
Akukhanye mfoka Khumalo.. muhle umsebenzi wakho
Amanda nginothando lwakho ungalaleli abantu Eyyyyy wayidla udlubheke leyongoma wangashintsha lutho
Manqele izindleko zokulanda umfanie Msomi zithini? Mel afike
Ngicela ungithinte la bhuti 0793946084
Haaaaa jikooo mani
Syabonga Butternut Lesizwe ngokusilethela igagu lakwa Khumalo,inkinga iyodwa la indlela obuka ngayo isginci masidlalwa ngathi sovuka nawe suyiVUKANE yin ngsole😂😂😂 sufuna ukuya e studio yin we ndoda😂😂 anyway up lapho muhle umsebenzi isuka kuude lento futhi iyakude🎉🎉🎉🎉🎉
Ja vele ngfuna wena nje uzoba igidangoma lami 🤣🤣
Sicela ozokhuluma ngo vusi ximba
Li clean iphimbo weynkabi, phansi eSdakeni
Mfanie Mnqele
Up
Awulande umnyovu uyatinyela
Awu okwesingaki Bhuti
@@perfecttvsa7051bafo angiyaz vidio ninayo
Bayasho abafana bakwakhumalo umculo owaseMantungweni boke uthole uMxoleleni Manqele usashonaphi vele
phez kwabo bafana bakaPhephelbovu
Zinamandla lezinsizwa.
Awusilandela ungena
Scela ugovozile
Yadl'intshebe
Uyayshaya intambo lomjitha
Sicela kwabesmame uke usilandele uSonosini Gabela owasebenza neBhova kanye neNdidane
Phone number yakhe?
Khotha plz
Inkunzi le
Usuyi mayor manje😅
😂😂😂👊
Zakhala intambo
Ukhule njalo mfoka Manqele
Bhuti🙏👊
I yadlalwa ingoma la
LeChannel ibanjwa ngophondo ,mikhulu imisebenzi kodwa subscribers aiii is not make sure ....subscribing it's free mahhala hhaaaaa