BHEKI MSHENGU-ANGZANGE NGIDLENGULE ABAFANA,ALI MGUBE,UMGQUMENI,INDIDANE,AMA SAP ETC...

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 сен 2024

Комментарии • 67

  • @JaguarPawFilms
    @JaguarPawFilms 29 дней назад +20

    Mfethu sicela umlando kaSmonyo Ndlovu weqembu Opresident. Washona 2014 Decemeber 24, wake wacula noMjikjelwa ingoma ethi uSbari unamancoko🙏🏾

  • @lindokuhlemkhize2242
    @lindokuhlemkhize2242 29 дней назад +10

    Ngiyakubona okukuhlukana kweqembu uma uMgube ayengasamdingi uBheki Mshengu kulungile akunacala mayesemxosha kuma SAP kodwa lokhu kokuthi amthunaze ngale ndlela athi ulala nabafana kubuhlungu ngempela ngiyafisa ukuzwa kuyena uMgube uma ningamthola ukuthi wayithathaphi le ndaba ibaphi labo bafana athi uBheki walala nabo abasho ngamagama balandwe nabo ngoba ngempela uma kungamanga kuyodingeka ligezwe igama lika Bheki

    • @siyabongakhuzwayo4277
      @siyabongakhuzwayo4277 29 дней назад

      Umgube yixoki

    • @BongumusaKhuzwayo
      @BongumusaKhuzwayo 27 дней назад

      Eyyy yabona bafo leso story sangikhubaza ksuka ngifunda lela phepha..ngikhumbula kahle kwaku 2013 ngo November😢😢😢.... Eyyy lapho wangiphoxa uAli ngimthanda ngazi kahle ayikho lento ayishoyo

  • @bafanashaba867
    @bafanashaba867 28 дней назад +6

    Umoya wakho mshengu mft ay ukhulumisa okomuntu ovuthiwe.
    Ngla🇿🇼. Uyinkunzi

  • @sphiweshozi2712
    @sphiweshozi2712 27 дней назад +2

    Sacela usilandele ubabu phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama

  • @Sandilesibiya126
    @Sandilesibiya126 29 дней назад +5

    Siyacela lana duyaza uke uslandele lomfana obeshutha naye ubheki onamehlo naye ake azochaza lana please nduna yakwa RUclips

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 29 дней назад +1

    UBhekzin uMfokaMshengu,inkabyam madoda🤜🤛😊

  • @jobemondise2581
    @jobemondise2581 29 дней назад +2

    Mmmm mtshengiseni nogqumo naningeke nilunge

  • @senzolamulani6725
    @senzolamulani6725 28 дней назад +2

    Inohlonze le interview insizwa umshengu

  • @user-zc6nj6dt4j
    @user-zc6nj6dt4j 28 дней назад +2

    Inomoya omuhle lendoda ya Kwa mshengu ngiyikhonzile I clean inkulumo yakhe seningamzonda nje

  • @simogoba9350
    @simogoba9350 28 дней назад +3

    Kunomlando ophakathi kwaleliqembu lama sap namashayina amahle kodwa ufihlekile awuveli kahle makukhulunywa

  • @sandilesanelemabaso3726
    @sandilesanelemabaso3726 29 дней назад +2

    Part 2 please

  • @user-il7ry5cy4j
    @user-il7ry5cy4j 28 дней назад

    Kodwa le yobutabane nami ngake ngayizwa asazike noma iqiniso noma amanga kodwa mpela baningi ngibezwa bekhala ngaye bheki mshengu

  • @Dovozakhoza
    @Dovozakhoza 28 дней назад

    Ukuzithoba kwakho mfowakithi🤝🤝🤝

  • @mondlioscarzubane1315
    @mondlioscarzubane1315 28 дней назад

    Sefa masefane lwasef'ulwandle

  • @skhumbuzonala2822
    @skhumbuzonala2822 29 дней назад +1

    Sengikhona

  • @SSZulu
    @SSZulu 16 дней назад

    Awukhule njalo umsebenzi wakho Qhawe

  • @mkhanyiselwamajola8352
    @mkhanyiselwamajola8352 29 дней назад

    Okey ulande uMasondela Ngidi ake achaze nangeqembu Abafana benkululeko

  • @magedemusiqproduction8984
    @magedemusiqproduction8984 4 дня назад

    ngonyaka ka 2018 or 19 ngisewumfanyana...umshengu lona wangicela ukuba ngizomdlalela isginci. So sasilihezela edube ehostela. nebala ngafiika kwakhe sasebenza, kwakukade kuyimi esgincini bese uSphelele lo osekumnikezwa ebhekha yena. okwangixosha kumshengu kukodwa wayesethi kimi ungithandile..yangethusa nje leyonkulumo yakhe ngoba indlela ayeyibeka ngayo kwakungesiyo leyababhemu to ababhemu. uthe ejika lapho wayesethi ufuna ngiyolala kwakhe edube lesoskhathi ngangisahlala e orlando east duze kakhulu nasedube. Angisho ke ukuthii ngithini but usungazihlaziyela nawe lenkulumo engybekayo uyiqondanise nokuthi umshengu kuthiwa udlwengula amaboys. ningangethuki anginabazali!

  • @siphelelepercivalngcobo8585
    @siphelelepercivalngcobo8585 28 дней назад

    Ngifuna iCici laaaami weeeeena😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @ntethelelozungu3977
    @ntethelelozungu3977 25 дней назад

    Yavese yanqamuka ngisayilalele interview sisacela ufake u-part 2

  • @user-wj4vt1cm8s
    @user-wj4vt1cm8s 16 дней назад

    Ama SAP
    Ama10111
    AmaCID
    Umgube waywwathanda amaphoyisa

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi 26 дней назад

    🙌🏻🙌🏻🙌🏻

  • @siyabongankwanyana4859
    @siyabongankwanyana4859 26 дней назад

    Umgube ukweleta umlungu 😮

  • @PhumlaniNgobese-lv7kj
    @PhumlaniNgobese-lv7kj 29 дней назад

    Khuphuka nkabiyami umaskandi mchunu lo❤

  • @jobemondise2581
    @jobemondise2581 29 дней назад

    Ngazuthi ayiphelele le interview

  • @zithulelesibiya7052
    @zithulelesibiya7052 28 дней назад

    Mfoka Manqele u part 2 siyawucela lana kuningi okusalile.

  • @alfredqai9569
    @alfredqai9569 29 дней назад

    Manqele mfwethu cela usilandele amalinda please bhuti🙏

  • @lindanizondi2241
    @lindanizondi2241 28 дней назад

    Waze wathubeka umshengu insizwa le up lapho

  • @PhumlaniSithole-c4t
    @PhumlaniSithole-c4t 29 дней назад

    Umgube njalo akanalo iqiniso mase bekhuluma kanje omshengu kube ngathi bayamsukela

  • @zamanimhlongoemngwenya7331
    @zamanimhlongoemngwenya7331 26 дней назад +1

    Mfwethu ayiphelelanga nje le interview. Siyicela yonke

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 29 дней назад +1

    yayinhle interview ayinachashaza

  • @sibonelosboshperfect7668
    @sibonelosboshperfect7668 25 дней назад

    Umgqumeni wakfonela ay mfoka Mshengu😂

  • @BUZASIKUKHOMBETV1
    @BUZASIKUKHOMBETV1 29 дней назад +2

    phakathi inside🦍Ngithanda mayithi noMgube wayelidlala iBhova🤣🤣

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 29 дней назад

    Namnje ama Featuring awatholi senti ulwa ndlunkulu kunin ekhala nge paris 😂😂😂

  • @nthuthukomadonsela3474
    @nthuthukomadonsela3474 29 дней назад

    Duyaza syabonga kakhulu sibona ngokuthi nihleke futhi akunakuphathwa kabi kwegama lomuntu.......nikhule njalo

  • @BongumusaKhuzwayo
    @BongumusaKhuzwayo 27 дней назад

    Manqele bhuti ifake yonke ayphelele iyanqamuka😢😢

  • @MelusiZuma
    @MelusiZuma 28 дней назад

    🙏🔥

  • @thuhmnguni6721
    @thuhmnguni6721 29 дней назад

    Part 2 Duyaza🙏

  • @LindiweZondi-x7h
    @LindiweZondi-x7h 28 дней назад

    Bhekzin mfoka mshengu

  • @welcomenkosinathidube7805
    @welcomenkosinathidube7805 28 дней назад

    Eish kunzima kule industry

  • @thokozanimabika8149
    @thokozanimabika8149 28 дней назад

    Mshengu

  • @cyzwesimelan3296
    @cyzwesimelan3296 23 дня назад

    Ixoki lentooo

  • @MEHLOTHANDO7028
    @MEHLOTHANDO7028 29 дней назад

    Inkabi yami madoda

  • @sizwekhohlwani8228
    @sizwekhohlwani8228 28 дней назад

    Webhut cela ukulande usimomo azochaza ukuthi kungani umgqumeni wamdlisa amaphela kumegic

  • @mdlungumusic1365
    @mdlungumusic1365 29 дней назад

    Ayikhale 🤣🤣

  • @SikhanyiseleWela
    @SikhanyiseleWela 29 дней назад

    Inamandla legxoxo😢

  • @sandileneliswa3717
    @sandileneliswa3717 26 дней назад

    weShephadi mfwethu kune nkabi lapha okuthiwa uJuma Somjumase okungomunye wabasunguli bama Ak47 kahle -kahle uthi awakho bawaqhwaga oJaiva awumzame uma ungakhona khona sozwa kahle ukuth kwenzekani

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q 28 дней назад

    Manqele scela uslethele Thuthukani Zuma, Sibusiso Mduna, Sobancane , Dlamini noMfiliseni Magubane ngyabonga

    • @mpamakagesingobese3492
      @mpamakagesingobese3492 26 дней назад

      Sbusiso mduna washona mfowethu I think 2018 or 20191

    • @NhlalabeyshikizaMchunu
      @NhlalabeyshikizaMchunu 21 день назад

      ​@@mpamakagesingobese3492sbuh Mduna Ford v8 ayjikanga emadrayini endundulu yashelela
      Akasekho uSbusiso Mduna mft usashona

  • @SphosenkosiEricDuma-bi4ok
    @SphosenkosiEricDuma-bi4ok 28 дней назад

    Sengfisa ulande umkhaya wakho uSminorff

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 29 дней назад

    😂😂😂😂 Kanti uMgube unjani 😂😂😂

    • @thobekani60
      @thobekani60 29 дней назад

      Ayi nami ngisadidekile😂

  • @PheleMkhize
    @PheleMkhize 29 дней назад

    U Mtshengiseni Biyela sasihlala naye e Hostel e Mrafe ey yadutshulwa kabuhlungu leyankabi

    • @muziwendoda8553
      @muziwendoda8553 28 дней назад +1

      Ngyamazi wayejwayele ukufika e block 6 ku labafana bakubo

    • @PheleMkhize
      @PheleMkhize 28 дней назад

      @@muziwendoda8553 yah ay waziyenake

  • @PheleMkhize
    @PheleMkhize 29 дней назад

    😂😂😂😂😂😂

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 29 дней назад

    🤣

  • @Qonqela
    @Qonqela 28 дней назад

    Part 2 please

  • @simogoba9350
    @simogoba9350 28 дней назад

    Kunomlando ophakathi kwaleliqembu lama sap namashayina amahle kodwa ufihlekile awuveli kahle makukhulunywa

  • @skhumbuzonala2822
    @skhumbuzonala2822 29 дней назад

    Part 2 please