BOBO MFANA WEPIKI-UMGQUMENI,ANGIZANGE NGIFE,UMAKOTI WAMI,INXEBA LENDODA ETC...
HTML-код
- Опубликовано: 6 фев 2025
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
Tở Donate ukuze silande onke ama guest please faka noma malini kule
ACCOUNT CAPITEC: 1417913108
PHONE BUMBER : 0793946084
Ngzokwenza kanjalo mfwethu maduze nje mangithola ama cent
@@perfecttvsa7051 okey bhut ngizokwenz njalo
@@Lunga_Sibiya Ngyabonga mzala wami🙏
For the first time iyona Channel engizonikela kuyo le
@@siyabongachili94Mfoka Chili🙏
Kudala ngamazi uBobo nomculo wakhe ngiyawulandela kodwa ke ngiyayi babaza level akacabanga ngayo.Inhloko yomuzi ngampela lena ulimi lwakhe alunayo inhlabathi.
Inesoka mpela lensizwa
Wow mfethu ngithintwa olukamakoti,lababantu mfwethu badidekile umfazi umuntu onenhloso yokulekela muntu amthandayo ukwakha umuzi wakubo,futhi ohloniphayo ozihloniphayo kuze nekhaya lihlonipheke,ayisenzi figure emendweni iyinto yokujabulisa izihlwele futhi yokutho siyibambe siyeke.
Manqele should assist Bobo with marketing and social media-related business
Insizwa le syabonga mfoka Manqele ngokusilethela uBobo
❤lafika lelo langa Kade nglilindile khuphuka lapho Mhlongo
Mfoka Manqele Awusilandele u Njencane Ngubane no Dlubheke khuzwayo
WeBobo🎉Siyabonga ngengoma emnandi Njomane
Seconded bafo
🙏🤝ANGIBONGE kakhulu bhuty Manqele ngongilandela UBOBO..
NGICELA USITHOLELE UNTUTHUKO DLADLA WEQEMBU UBUCWEBE.. EW YAYISHO LEYANKABI NOMA IBIKE YABUYA BUT NGIKHALA KAKHULU NGEMICIMBI ANGIYIBONI DANKOOOH DUYAZA.
Inkinga ziyamehlela uBobo
Impela Bobo akaze wehla ay yacula Lomfo 🔥💯
Kyasiza kwesinye isikhathi ukwenza into uyithanda ungayenziswa indlala.Yabon ukube wangena emculweni efakwa indlala ngabe baningi abantu aselwe nabo ethi badle imali yakhe kodwa buka nje uzikhululekele mfokaNjomane 🤝 noma kukubi nje ukungaboni lutho ngomsebenzi wakhe omuhle kanje
Siyabonga manqele ngokusilethela ubhuti omdala😢😢😢kwazekwabuhlungu okwenzekakuye
Mmmmm ai cha ivuthiwe lensizwa ikhulumisa okomuntu omdala syabonga mfana wepiki ukuzithoba kwakho mfowam uqhubeke njalo ngathi nkulunkulu ngakukhumbula ngelinye ilanga❤
Syabonga kakhulu mfoka Manqele ngomsebenzi omuhle osenzela wona
.
Bengicela uke usilandele u Sabelo Zandlezinhle 🤝
We MfokaManqele mina ngihlezi ngilubuka uhlelo lakho kepha nginesikhalo umuntu awum interview ngaye Ngqo cishe u 85% wemibuzo yakho ayigxili ngomuntu kepha igcina isigxila ekutheni umuntu ucabangani ngomunye umuntu
Siyabonga mfokaMhlongo, ukuzichaza ukuthi ungubani wena odabukaphi.
Ngiye ngibone nje interview ivele iqale nje umuntu engabuzwa nokuthi ubani owaphi yena.
Eish mfe2 wakhuluma kabhlungu ngale ngoma yakho nokuthi akukho noku kodwa angaku khomba kodwa kade nazabalaza
dankooh mfokaManqele. uyinsizwa mfokaNjomane
Njomane🙌
Bayoze bakuvume Manqele ,uyiNkunzi
Njomane 🤝
WeManqele awuyisize lendoda ikwazi ukuth umsebenzi wayo usize yone.
uyabona lengoma ethi Ngiyekeni ngikholwe ngingayidlala ngize ngifike eKapa ngingayishintshanga kusetshenziwe laphaya
ei siyabonga bafo ziyakhuluma ingoma za bobo khona le ethi buyani ekhaya ngane zami nizodla usizi lwakini ai usho kamnandi lo mbemu
Mina ngithi awuke ubahlanganise bobabili uKhuzani noMthandeni nicule ndawonye webhuti uBobo
Inxeba lendoda alihlekwa nami ngyazabalaza
Qhawe awusitholele Amalanda amhlophe plzzz
Mfana wepiki❤
Syabonga ukusilandela lensizwa msebenzi wayo muhle kakhulu bahleli bemcimbi niyobuzwa emazulwini ngelinye ilanga
Siyabonga
Ngiqeda kuyilalela lengoma inxeba lendoda uyashisa ngihlezi ngiyizwa ngingazi iculwa ubani
Ngaze ngajabula ngeqhawe
One by one album kaBobo ngingayithola kanjani kunini ngiyibheka
Ngiyikhonzile lensizwa n ngiyameseka ngokuwudlala endaweni ezi right, Ngiyafisa nabahleli bemicimbi bamqashe
Walanda inkunzmalanga MfokaManqele syabonga kakhulu
Mighty Worrior is a classic album
Ngasho ngangena NAMI ave ngikukhonzile mfanepiki
Bobo needs to approach SAMBRO to have his Artistic work under him and be remove from anyone else who is gaining money from him.
First comment 🎉🎉 khuphuka bobo
Kodwa bafwethu izinto esizikhuluma kubantu ngabaculi ama personal life abo zibuhlungu sibuye sikhohlwe ukuthi bangabantu nabo.
True😢
Yinsizwa le, ihlakaniphile lendoda uyizwa nje olwimini.
Cha iqiniso mf2 njengo qhosha nje ucula yiphi ingoma kdwa akasali kwi mpucuzeko
Sithin isihloko sale ngoma ethi phela isikhothane? Ikhona online?
Ngikhonze wena uqobo nj mina Njomane....
SIYABONGA MFOKA MANQELE KWAZE KWAMNANDI UKULALELA UMFANA WEPIKI SITHEMBE UKUTHI KUZOLUNGA KUZOVULEKA SIYAKUTHANDA BOBO MFANA WEPIKI UNKULUNKULU UZONGILWELA
nice bafe2
Ngeskhathi serashi
Up manqele up....
Ingoma yakho inomlayezo bobo Mina ngiyakvuma ngisaphuma ngisayozama hambani Nami makhehla noma ngingaxova udaka akunandana inqobo nje makudle abantwana
Ngiyabonga ngokusilethele leliqhawe .ingoma ethi ukhezo lami ngingayithola kanjani
Siyabonga nge interview mfwethu. Mina ngicela uJaiva Zimnike mfwethu plz
Ngyikhonzile lendoda kakhulu futhi
abant abawu poison lpha engqwelen o Mhlengemali ibo impel uthuvi
Cha uyakwazi ukukhuluma uBobo kuyasho ukuthi ukhulile kakhulu
Sicela uJaiva Zimnike Manqele
Njomane bhebhe
Sbonge Duyaza ngokusilthela mfoka Njomane inamagalelo amahle lensizwa sengath ingalungiseka ndaba ye management okbukeka imcindezela kanjalo ne marketing kwi social media
ngakhula kuthiwa ubunsizwa yinto enjena. waze wakhuluma kahle umfokaMhlongo kodwa uyaludinga usizo kuleyizinto zesimanje
Hawu waze wahluka ke loBobo kunalona odelelayo these days
Nanimhlanganyela uMntebhosha futhi washawa wuKhangelani hhay wena
Awulande noCebo Hlabisa insimbi yamageza eke ezochaza naye ngeNdidane. I-number yakhe uyithathe kuPotso basebenza bonke kumavikela mbuso
😂akakhohliwe uMtebhosha uyasho ukuth kwamtabuza okuw Shilisi ngenxele wayizw impam yenxele😂😂😂😂
UNGUGOGO VELE
Bathi ukuyithi bhaqa bhaqa I mbijana insimbi ayishisanga kakhulu enkomen
Kuxoxwe nje🤣🤣
Sekushoda smomoza fihliskhwele skhevane kulaba ababesebenza nomgqumeni
Ikhona nje ka Skhevane bafo
Sicela usilandele ubabu phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama
Bhuti akatholakali yini uMfanie?
1.1M angseyona typ takho ku mashinga account ngabe lomfo leyomali yayithola yin?
Manqele scelauslethele nayienyeinsizwa evalelekile uFIHLISKHWELE-MAGUBANE
PLEASE
Umbiza nini uSbali lona ohlezi ehamba noBig Zulu. Sasimbona naye kwi Bhova?
Awu suka madoda insizwa lena uyaluzwa ngisho ulimi lwakhe luqoqekile
Ngihlezi ngisho ukuthi akesesiyena uMfana wepiki, usenguBaba wePiki
Uyaludinga usizo kozomculo kakhulu iyacula lendoda
Awlindele uMfanie Msomi noma u Ntuthuko Dladla wobugcwebe please
Njomane
Cela usilandele uKhathalani no Moh
Siyakuthanda qawe khuphuka lapho
Up
Ay namanje ngsakubonga Shepherd muhle umsebenzi wakho mfwethu,kanti kwenzeka kanjani oJaiva,Mthandeni,Khuzani nabanye abangakaze bafike bengezi lana??? Noma abanye babo ilento owawyisho ukuthi babukela phansi le Channel 🤔🤔🤔
Eyi inzima lento yokuthi bevalelane bodwa abaculi kodwa nabo kumele beyeke ukusebenzisa ubungani njengokubeka umuntu amakethe umculo wakhe ngoba nakhu kuyisheyini lakhe brjwayele ukuzihlanganisa nabantu abanolwazi lwe social media 🙏🙏
Cbali kanti bobo
Bobo😂
Bobo mfana wepiki
Sicela uJaiva Zimnike Manqele