Isibongo ukhiye ovula izinto ezimbili empilweni yomuntu | Amava Ahlabahlosile

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 фев 2025

Комментарии • 26

  • @viralwoxsyc5086
    @viralwoxsyc5086 Год назад +1

    Sanibonani Mpunga yesintu ngiyabonga ngemfundiso yakho bengazi ukuthi sengenzeni kepha wavela wayibeka yaqonda ngiyabonga

  • @nompumelelomhlongo6543
    @nompumelelomhlongo6543 Год назад

    Mkhulu Amen!ey ngizalwe ngihlala nabazali nezingane zakithi azisekho Zonke ngisele ngedwa, inkinga mkhulu sikhuliswe ubaba esashona umama babebhalile bengashadanga,so akulungi konke engikwenzayo ngyabangwa coz ngibiza isibongo sikababa sengiyakwazi kababa kodwa kamama angikwazi ng'cela usizo mkhulu ngihluphekile sekwanele

    • @4310show
      @4310show Год назад

      Kmele uthole kuthi bakephi bakwamawakho then uthole again kuthi ngabe mawakho wagcagcelwa yini ngaphimbi kokuba kusikazwe indaba yomshado

    • @nompumelelomhlongo6543
      @nompumelelomhlongo6543 Год назад

      Ngyabonga mkhulu,inkinga umama mengizwa ngababonayo,wahamba Kubo komalume wakhe exabene noma wakhe eyi yinde lendaba mkhulu,ngicela ungiphe indlela eza kuwena ngqo ngizoyiyhola kahle ngizokweneliseka ngikhuluma nje NGO February ngigingqike nemoto yarola nami kathathu,eyi mkhulu kunzima okwangempela ngicela ungiyalele ngize kuwena,mina ngihlala KwaMashu,ngyacela mkhulu🙏🙏🙏

  • @janulilenomsa6711
    @janulilenomsa6711 2 года назад

    Baba ngakhuliswa umkhulu nogogo kwashabalala kodwa ngisebenzisa isibongo sakababa u zwane owangishiya ngina 3yrs ngambona sengimdala. Washona bengingazi azange ngilithole ithuna lakhe umama uthi azange amnqedelele wakhipha kancane bayoncikinca kuphela umama usaphila yena wathatha omunye umvazi ngisebenzisa isibongo esilungile or esingalunganga pls ngiphendule ngizoshada maduze nje

  • @thokozanihlatshwayo5328
    @thokozanihlatshwayo5328 4 года назад +6

    nokho ulimi lwakho luqoqekile Mbanjwa... sengath ungaxhaseka imfundiso zakho zibhebhetheke zande, lokho kuyosiza abaningi

  • @thuthukanisengezo978
    @thuthukanisengezo978 5 лет назад +2

    Wayibeka yezwakala Mpunga yesintu🙌🙌

  • @josephmbuyisa4107
    @josephmbuyisa4107 4 года назад

    Ungelaphile mkhulu

  • @smartmoneyprotocol7280
    @smartmoneyprotocol7280 Год назад

    inkosi ikubusise

  • @mshozasiyanda6303
    @mshozasiyanda6303 4 года назад

    Siyabonga bhuti...👏

  • @xoliswamfupi6370
    @xoliswamfupi6370 4 года назад

    Thokoza Mkhulu,ukhokho kaKhokho wathatha isiduko sobaba owamkhulisa kuba owakhe walahleka kodwa isiduko sesakhe Khokho lowo
    Ingaba sisahamba kakuhle ( qotho) lineage yekhaya

  • @zukoisaac1241
    @zukoisaac1241 5 лет назад

    Ngxhatshu mpunga yesintu uyabusisa ndoda yamadoda

  • @fikilengobese7791
    @fikilengobese7791 4 года назад

    Ngisaqhubeka noku bonga kwakhanya bha kimina

  • @mosesngiba671
    @mosesngiba671 4 года назад +2

    Ngbingelele Mpunga.Mina ngzocela ukubuza ukt umuntu ozmthole esenengane noma engeseyona intombi uma usunengane naye uhlawula kanjni ngokwethonga?

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 года назад

    Kune channel eyesintu la-ku-RUclips ithi uKopa amaTopics wayo. . . Kanjani ngoba ufike la kuRUclips 3 years ago bona bafike manje 7months ago. Baphambene!

  • @SandileMtshaly
    @SandileMtshaly 5 лет назад

    👏👏👏👏👏👏👏👏👏

  • @bonginkosimbatha4302
    @bonginkosimbatha4302 4 года назад

    Ngiyabonga Mhlonishwa.
    Ngicela ukuza mayelana nokuthi uma uke wasebenzisa isbongo sikababa ekubeni bengagcagcile wase ufaka isphandla sakomalume, kuyenzeka yini uma sewakha umuzi wakho uwubize ngesibongo osibhale ku IDBook ( sikayihlo) bese ungenisa amathongo akomalume lapho usekelwe khona kube yiwo azobheka umuzi wakho lo osuke uwakhile.??
    Ngiyaqonda ukuthi umuzi ngokwesintu awuwubizi ngokuthi owakho kodwa ngenzela ukucacisa kulenkulumo umuzi engikhuluma ngawo.

  • @ayandamncube6797
    @ayandamncube6797 5 лет назад

    Mpunga yesintu ngyabingelela,ngicela baba uke ungikhanyisele ngendaba yokubika umuzi kudingeka izimbuzi ezingaki?kwenziwa kanjani.

  • @maqhingamagwaza4899
    @maqhingamagwaza4899 4 года назад

    Angibonge ukuthola ithuba kwi Mpunga Yesintu cela ukubuza lana uma ngazalelwa komalume mama wangagcagca nobaba kodwa ngibiza isibongo sikababa aphinde engihlawule ubaba besegogo ethi ufuna isodlo Sakhe kuphela kubaba bese eyasiletha ubaba yini okufanele yenzeke ukuzengibe ngowasesibongweni sakithi ngokuphelele ?ngixolise ukubuza kwi post esinesikhathi yabakhona

  • @LizwiButhelezi
    @LizwiButhelezi 5 лет назад +2

    Mpunga Yesintu, siyabonga kakhulu mhlonishwa ngesihloko sakho esihle nesibaluleke kangaka kithi thina baka_Phunga noMageba. Ngicela ukubuza ukuthi uma ngisebenzisa isibongo sako_Malume, Vilakazi, noma sekwalungiswa ukubonga koMalume ngokungikhulisa ngaphinde ngakhishwa koMalume ngafakwa esibongweni sika_Baba, Buthelezi, ngokwesintu but umazisi remains Vilakazi. Ingabe ikhona yini inkinga yokuqhubeka ukusebenzisa isibongo sako_Malume (Vilakazi) kumazisi if ngigcagcelwa instead of Buthelezi? What surname should my children use komazisi babo when they are born? Is it fine to register my wife and kids ngo_Buthelezi kanti mina ngingu_Vilakazi kumazisi? Angeke kudale inkinga and confusion lokho?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  5 лет назад +2

      Isbongo umsamo nenyongo nesisekelo, kubalulekile ukuthi usishintshe ngokwepasi ubize yena uButhelezi kodwa kodwa loko akusho lutho ethongweni noma ungawushintshanga uma uzokwazi nje ukuthi wena ungubuthelezi kuphelile nezingane zinguButhelezi. ama ID ayafika isintu siyimvelaphi yethu

    • @LizwiButhelezi
      @LizwiButhelezi 5 лет назад +1

      @@impungayesintutv Ngiyazibongela, mpunga Yesintu! UNkulunkulu neThongo bakubusise basikhulisele wena. You are so helpful to us!

  • @bonganisibisi6718
    @bonganisibisi6718 3 года назад

    Ngicela ukubuza, uma ngabe ungumlanjwana sewakha umuzi, wakha umuzi bese kuba umuzi kabani? Ngoba ukma wakha umuzi usuke wakhela ubaba wakho, uma ungumlanjwana wakha okabani umuzi? Ngicela usizo

    • @thembinkosiericmbengane9327
      @thembinkosiericmbengane9327 3 года назад

      Bongani,uma uyingane yakoo malume, uyingane kaBaba ka mawakho wakha umuzi kamkhulu wakho ozala umawakho.,