Before you change your surname | Gogo Bathini Mbatha TV

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 21 окт 2024
  • Bookings; 035 799 5703, please don't every use any cellphones numbers, tbey are hacked...

Комментарии • 113

  • @jefreyeffy4065
    @jefreyeffy4065 Год назад +1

    Gogo bathini thanks for the knowledge and advise that you always gives us I'm from mamelodi Pretoria always listening to your videos may the almighty god be with you and ancestors watch over you and bless you

  • @xolaniwelcome9368
    @xolaniwelcome9368 4 года назад +2

    Wakhuluma sengathi ukukhuluma nam Gogo.👏
    Ngabe ngiyabuza,sengobuza uma siphinde sibonana.Thokoza 👏👏👏

  • @thabisomnguni4604
    @thabisomnguni4604 4 года назад +1

    Syabonga Gogo yazi lezinto ezenziwa abazali bethu kudala zibuyela kuthina manje lapho angazi nokuthi ngenze njani ngoba ziningi futhi zifuna imali. Zisiphula umoya

  • @marakatlalamohlala2736
    @marakatlalamohlala2736 4 года назад +7

    Thokoza Gogo my fiance is using his mother's surname, however, his parents were married traditionally, amahlabiso wenza ne nyongo ya sebenziswa. But they never married in a western way meaning they didn't sign at home affairs and change surnames but eventually they separated indefinitely and his father has passed away without reuniting with his mother. Now my question is; should my fiance change his surname to his father's before we get married officially ngesintu because I don't want our kids to use a wrong surname after being married

  • @ntokozosibanyoni6960
    @ntokozosibanyoni6960 4 года назад +2

    Thokoza Mkhulu. Thank u for the topic yesibongo. Ngixakekile kumanje ngenxa yokushintsha isibongo because being pressured by my dad to change isibongo bcoz ubeshadile nomama n ekugcineni ezange asayenza izinto ezi ryt ukuyongikhipha khabo mama aphinde angifake kwesakhe, kwa ukubonga khabo mama azange Akasayithinti yonke leyo. Impilo imile nsi sengifisa kwa ukubuyela kusibongo engikhule ngaso.

  • @nomsebenzi1
    @nomsebenzi1 4 года назад +4

    Your wisdom Gogo🙌🏾 Siyabonga

  • @BK_31
    @BK_31 4 года назад +3

    Thokoza 👏🏽👏🏽👏🏽Mthiya | Shandu
    Heavy topic kodwa kuzolunga especially as boBaba sahlukana nobaby mama.
    Makwande🕯🙌🏽

  • @qbeehabida
    @qbeehabida 4 года назад +2

    Thokoza Gogo, as usual we thank you for the enlightening work. Please don't forget to finish the series Yama bhayi

  • @kamvagetyengana805
    @kamvagetyengana805 4 года назад +2

    Thokoza gogo, in xhosa or english yinton "emsamo/emsama"?

  • @rosekhumalo6985
    @rosekhumalo6985 4 года назад +1

    hi gogo bathini
    can you please have a discussion about o kuhlanganisa izidalwa , what needs to happen nd the ceremony to do it ???

  • @cubiknev6662
    @cubiknev6662 4 года назад +2

    Thokoza gogo.
    If one who is far away from where you reside but would love to have some enquiries, how can we contact you? Specifically for online enquiries?

  • @gugulethupreciousmdlalose5356
    @gugulethupreciousmdlalose5356 4 года назад +1

    Thokoza gogo, could you also please do a video yokuth uphahla kuphi nakanjani uma ma wakho no baba wakho banga kholelwa emadlozini,bakhetha insindiso

  • @masilephillip3985
    @masilephillip3985 4 года назад +2

    Thokoza Gogo and thanx for the video.You help us to know ourselves.iNkosi thele umusa.MALUJU.

  • @mpho1755
    @mpho1755 4 года назад +4

    Thokoza gogo👏👏👏. Lesson learned! Very useful information.

  • @mboniswakunene5742
    @mboniswakunene5742 4 года назад +2

    Uthisha wethu madoda kanye nezinye inyanga👏👏

  • @noluthandokhumalo9143
    @noluthandokhumalo9143 4 года назад +2

    Thokoza gogo....
    Thank you so much yazi wayishaya khona, exactly what I wanted to hear..
    And I was just talking about it now.... My question is answered

  • @ediththusi9791
    @ediththusi9791 2 года назад

    Ngikuzwakahle gogo bathini Mbatha

  • @boitumelomajola6362
    @boitumelomajola6362 4 года назад +22

    Thokoza Gogo
    Can you please have an episode on Imimoya ehlukile (uMndawu, Mndawo, etc) and how they differ etc

  • @mohauleotlela8338
    @mohauleotlela8338 4 года назад +1

    Thokoza Gogo, Can you please talk about ukuthetyulwa, how do you see if umuntu uthetyulwilwe futhi uyenzani step forward ukumulungisela or ukulungisa??

  • @ngenimapu5542
    @ngenimapu5542 3 года назад

    Thokoza gogo ndaze ndalile yile video
    Ngo May 2021 ndishintshe isurname kuba ndi divosile
    Noma ndiphahla ngempepho emzini wami ayivuthi impepho
    Umkhwenyana wandishiya nomuzi wahamba wagana

  • @samuelntsiko4500
    @samuelntsiko4500 Год назад

    Yeah this topic is very interesting and my question is what happens when you you stay with your girlfriend at your place and the girlfriends family doesn't want anything to do with you and you bring up your kids and you give them your surname before you pay for demage or inhlawulo?

  • @isabelgiftnxumalo6781
    @isabelgiftnxumalo6781 3 года назад

    Lock Smith 🔐 you have teach me Isizulu but im Motswana 💘 you gogo

  • @keketso8055
    @keketso8055 4 года назад +1

    Thank you for changing my life

  • @onelove9599
    @onelove9599 4 года назад +2

    Thank you for educating me!

  • @yolandanaledi9031
    @yolandanaledi9031 4 года назад +4

    Heeee yaaz I called today from Eastern cape may be I was speaking to the wrong person, tanks very much salukazi sendoda for the new number.

  • @keke280
    @keke280 8 месяцев назад +1

    Thokoza salkwazi sendoda, I do have a question in my case ngisebenzisa isbongo sa baba but it appears ubaba was off outside the marriage and akangeniswanga kuso appropriately, so I’ve been advised a number of times that I need to change my surname back to my mom’s bc I’ve inherited generational curses, and problems that don’t even concern me thru this surname. Should I still consider doing research? Or is it valid enough for me and my children to go back to my maternal surname?

  • @signedsanga5959
    @signedsanga5959 Год назад

    Siyacamagusha Gogo, camagu ❤🤝🏼

  • @zakhelehlongwane7379
    @zakhelehlongwane7379 4 года назад +1

    Ngicela ukubuza Gogo kweziwa njani Uma usuphuma ekhaya komama awusicazele

  • @jonathanjonny5592
    @jonathanjonny5592 2 года назад +1

    Thokozani gogo i grow up in orphanage , surname that I’m using no one knows where is come from and who give me, I grow up with father and mother or biological, by record on this orphanage they do know about this surname what can I can do? How can I found my biological family?

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 4 года назад +1

    Very informative thokoza Makhosi 👏🏾👏🏾👏🏾

  • @banjanithulisa1646
    @banjanithulisa1646 3 года назад

    Gogo siyezwa silalele kodwa abazali abafuni ukuphuma neqiniso ngalento iyasihlupha kakhulu nabantwana abangenacala bayahlupheka manje.

  • @phindosolwandle7530
    @phindosolwandle7530 4 года назад

    Camagu Gogo!! Ngemfundiso zakho ngoba siyalahleka

  • @princessmzwakali8920
    @princessmzwakali8920 4 года назад

    Thokoza gogo.Thanks for the information. Ngicela ukwazi ukuthi How does not changing your surname affect you in marriage .Im called by my moms last name since I dont know and never seen any of my family.I had a marriage breakdown and I remember my ex asking me my real last name.I asked my mom by then I was in my 30s and she told me.I never had luck since then and now Im about to get married and afraid that the same will happen again.Will it not affect me being in my mothers name?Ngicela usizo Mbatha.

  • @ntombizodwajiyane2128
    @ntombizodwajiyane2128 4 года назад

    Thank u very much gogo bathini mbatha🙏

  • @zwakeleradebe6080
    @zwakeleradebe6080 3 года назад

    Can i ask Gogo , does it happen that as a boy child you pay nhlawulo for your deceased father and also pay lobola in order for u to get or change 2 your father's surname ?? ...
    Because i believe that at the end of the day you will need your surname.

  • @factorseries
    @factorseries 4 года назад +4

    Uyazi I have request a step child to change back the surname to the maiden surname. Will the consequences be the same as spousal change of surname?

    • @VaderGP
      @VaderGP 3 года назад +1

      Am also changing my surname from my stepfather back to my moms,ngoba izinto zam azihambe kahle.

  • @sneziey
    @sneziey 4 года назад

    Thokoza Gogo.
    Ingane yami ibizwa isbongo sakubo ngoba ubaba wayo wayewmuntu ozohlawula, enzele ingane umsebenzi as soon as ngiteta, so ngokunqena ukukhu sigqigqa ama home Affairs siyoshintsha, wabiza isbongo sakubo. Akabange esenza njengezinhlelo zakhe nengane ayihlawuliwe isize yaba na4. Kungaba yinkinga if ngimbuyisela ngasesbongweni sami, since evele engenzelwanga lutho kubo?

  • @bhekikhumalo-ziqubu6865
    @bhekikhumalo-ziqubu6865 3 года назад

    Ngisanda kuyithola le video amnandi kangaka Mntomdala. Hhai iyahlaba lendaba. Thokoza Gogo!!

  • @lindangcobo1554
    @lindangcobo1554 4 года назад

    Mthiya,makuwukuthi babaleka from swaziland (kubangawa ubukhosi), bafika kwazulu bazocasha okungesona esenu,ilungiswa kanjani indaba yesibongo. Ngikhuluma ngenzeka ngesikhathi Selembe.

    • @lindangcobo1554
      @lindangcobo1554 4 года назад

      Babaleka from eswazini bafika KwaZulu they started used the Ngcobo surname, but abakwa Dlamini

  • @isabelgiftnxumalo6781
    @isabelgiftnxumalo6781 2 года назад

    Me gogo are didn't get married to my boyfriend my kids used his Surname but now i want to change them i think they must used mine

  • @wandilemhlanga6504
    @wandilemhlanga6504 3 года назад

    Kunzima gogo eyesibongo indima ngempela

  • @tebqzik_music
    @tebqzik_music 3 года назад

    Manje Gogo i want to know this what if you grew up konw ukuthi Ubaba ngabani but you used mothers surname since birth , manje how do you solve that

  • @selulekongqulunga9936
    @selulekongqulunga9936 4 года назад

    We thank you

  • @ernestmatlhake197
    @ernestmatlhake197 4 года назад +5

    Thank you Gogo, I want to change my father's surname to my Mother's surname because in my father's side bayathagatha.

    • @trader2.094
      @trader2.094 4 года назад +7

      Usuyabheda kemanje

    • @thokomhlongo1288
      @thokomhlongo1288 4 года назад +1

      😂😂😂 Ernest! Ernest! Ernest! How many times I call u, be careful don't ever again saying those words, uthini uthi abakini bayathakatha, please ungazingeniseli amanzi endlini mfana wami. Ngithi ungumfana ngoba ngibona ireasoning power yakho ifile.

    • @ernestmatlhake197
      @ernestmatlhake197 4 года назад +1

      @@thokomhlongo1288 It is simply for you to say that. I lost my only. Bamenza umkhovu.

    • @Blocc187
      @Blocc187 4 года назад

      Nawe thagatha!!!!😂

    • @thokomhlongo1288
      @thokomhlongo1288 4 года назад

      @@ernestmatlhake197 so Ernest that mkhovu of yours that u have been lost is the cause of your family. By the way how does it lost, is it dead or it is missing

  • @marypuso9260
    @marypuso9260 4 года назад

    Thokozani gogo,ngixela ukubuza isizulu angisazi kahle kodwa ngizozama ngibanephupho iliza njalo ngilahlekelwe umsemo kodwa ngile kwagobela ngiufune ngingautholi lisho ukuthini iphupho lami salukazi sami ngibawa ungisize

  • @elsientuli5134
    @elsientuli5134 4 года назад +1

    Manje if ngifuna ukushintsha igama, kwemziwa njani lapho

  • @bcknowthyself
    @bcknowthyself 4 года назад

    I found out that my Great Grandfather was Monare and it happened that he passed on and one of his child (my grandfather) took a surname of a stepfather. Is it possible for me to change my surname back to my gteat grandfather's surname?

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 4 года назад

    Siyathokoza salukazi sendoda🙏🙏🙏

  • @zipholuthuli3505
    @zipholuthuli3505 4 года назад

    Thokoza gogo cela kubuza siyashitsheka yini isibongo Uma umkhulu washada nogogo wase eshona engakamtholi ubaba nabanye ba wazalwa ngaphandle bananye isibongo

  • @ntokozohlatshwayo165
    @ntokozohlatshwayo165 4 года назад +1

    Thokoza Gogo
    Yazi lendaba yesibongo iyinkinga, ngimdala manje and ubaba wami akazimisele ukulungisa isimo sami waze wangixosha and kukhona nesimo sezikhwama. Ngenza kanjani ukuxazulula lento?

    • @angelamissh9425
      @angelamissh9425 4 года назад +1

      If ubaba akuvalela ngaphandle, mhlawumbe kunesizathu. Personally I would tell you to rather carry on using the surname you are using currently (especially if it's mom's surname) because you are not the one that chose it, ufike unaso. You need to understand ukuthi akwazeki ukuthi wena ufoste ukungena ekhaya kubo baba, if you were left khabo mama remain doing izinto khabo mama. Iqala alikho nawe.

    • @ntokozohlatshwayo165
      @ntokozohlatshwayo165 4 года назад

      @@angelamissh9425 Isibongo esababa

    • @angelamissh9425
      @angelamissh9425 4 года назад

      If khabo baba azange befake umama or nawe zange bakwenzele umsebenzi wakuthi bekufake, uyafana nomtwana osese ngaphansi ekhaya khabo mama. And then isibongo just like ugogo ecaza kwi video, you don't have to change it cause akusiwuwe ozibeke sona.

  • @olesbranding3281
    @olesbranding3281 4 года назад

    Siyabonga Gogo , for rectifying the number
    Thokoza

  • @thobanimnqobi7896
    @thobanimnqobi7896 4 года назад

    MTHIYA NGICELA UKUBUZA NGINE NGANE OKWATHIWA EYAMI NGAYAMUKELA KAHLE NGAYONDLA...MASE NGITHOLAISINA 2 YEARS UKUTHI KUNOMUNYE NAYE OWAZI UKUTHI EYAKHE NAYE UYONDLA IBIZA ISIBONGO SAKHE...NGABE KUNAMTHELELA MUNI LOKHO ENGANENI?

  • @anthonymandlazi3531
    @anthonymandlazi3531 4 года назад +1

    Siyabonga Gogo... u Sne wakwenzani ? All the examples u Sne 🤗

  • @ritafaithroyalty
    @ritafaithroyalty 4 года назад +1

    Thokoza gogo wethu❤️👏👏👏

  • @mynameismine6516
    @mynameismine6516 4 года назад +2

    Gogo I’d like a phone consultation.
    I can’t come to you I live overseas. I know you insist that people come to you. Do you make an exception in a situation such as mine?

  • @ncamyd1218
    @ncamyd1218 4 года назад +1

    Wahamba no Sne 🤣 kodwa Gogo 🙌

  • @ichannel2725
    @ichannel2725 4 года назад

    Baba uMbatha mina inkinga yami ubaba akahlawulanga kodwa ngisebenzisa isibongo sababa kodwa sibe nenhlambuluko emsamo before ngibuyele kulesi sakamama

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama 4 года назад

    Salukazi sendoda namhlanje ngathi uthunyelwe ukuzokhuluma nami ngisho nazibongo owenze ngazo i example ezami uMbatha no Zungu

  • @nathimngomezulu4844
    @nathimngomezulu4844 4 года назад

    Thokoza Gogo ngicela ukubuza lapha asisethembi kumele siqinisekise.Ngidideka lapha bengithi ngiyafona for bookings ngithi ngifuna ukuza kuwe ekhaya.Manje ngifisa ukuzwa mangifisa ukuzo bheka kumele ngize ekhaya noma ngize idolobheni e-office?

  • @mthokozisimbambo2831
    @mthokozisimbambo2831 4 года назад

    Sanzima nasi isivivinyo Salukazi sendoda, kodwa lokhu kuyinkomba yomsebenzi omuhle owenzayo. uzonqoba, amasela ezi number ngeke aphumelele.

  • @bhekisisazondo7042
    @bhekisisazondo7042 4 года назад

    Your sound volume is very low

  • @Kitykatt1467
    @Kitykatt1467 4 года назад

    Thokoza gogo. Yho, fanele ngi fike lapho sizoyixoxa lendaba yama surname. 😏😏😏

  • @petrosjabulaninkosi6143
    @petrosjabulaninkosi6143 4 года назад

    Thokoza gogo
    Umama wagana Buthelezi waya egoli wathola UNkosi,U Nkosi walobola kancane wahlawula kodwa kwavunyelwana ngokuthi izinkomo ziyadlula yena usazolobola futhi wavuma uma esho. Mina ngikhulele komalume kodwa ngibiza UNkosi ngoba ngeqa ngaya kwaNkosi zabheda izinto ngiwa nezimoto ngaze ngayoshweleza komalume zalunga izinto emuva kwalokho ngaganwa ngakha umuzi ngiwubiza ngesibongo sikamama uZulu kodwa nginguNkosi epasini ngifuna ukusishintsha maduze. Abanye bathi ngingamadaka akwaButhelezi ikhona into enjalo umama ushone esebiza uZulu ngangcwaba eduze kwabazali bakhe kwaZulu wazisholo yena ngabe ngenza iphutha

    • @mangalisomyeza4929
      @mangalisomyeza4929 4 года назад

      Uyilongwe kwaButhelezi kpdwa awusiye owakhona.
      Yuu belong ekhaya koninalume vese kwaZulu...

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 4 года назад +3

    Makwande okuhle kuwe gogo

  • @simisomsibi5458
    @simisomsibi5458 4 года назад

    Thokoza Mthiya👏👏👏 Thokoza Gogo, ngizwa kahle👂

  • @seipatticlericeofficial9112
    @seipatticlericeofficial9112 3 года назад

    Aaah Gogo ibalimazile abaningi ke leyo😤😤😤😡😡

  • @nkeletsengseeko3095
    @nkeletsengseeko3095 4 года назад

    When ngiphahla should I use isurname kamama or my ex husband surname since we divorced

    • @porshnysnkosi8065
      @porshnysnkosi8065 4 года назад +15

      Gogo always encourages that you dont use surnames but rather call upon all the ancestors that walk with you in light and those that are protecting you.

    • @busisiwemaphanga2507
      @busisiwemaphanga2507 4 года назад +1

      Don't use surnames

  • @ncedoyozi9345
    @ncedoyozi9345 4 года назад

    Ey Gogo watsho exactly lento ndikuyo

  • @pheellomxolisikhopeli9483
    @pheellomxolisikhopeli9483 2 года назад +1

    With all due respect I disagree with you. If uyingane yakoMalume as uMlanjwana kumele umuntu asebenzise isibongo sakoMalume. I'm speaking as a man myself, I feel it's up to us ukuthy uma sikhulelise izingane zabantu to play our part ekuthenini sizilobole, sizishade finish. Let's be responsible as men.
    If wena as ubaba ufuna ingane ibize isibongo sakho kzomele nigcagce noNina. If not khohlwa that child is not yours. Ingane yakoMalume leyo, and yonke into yaleyongane iphuma koMalume. Ukuhlawula akusho ukuthy ingane eyakho. It's your responsibility to do. Ukumithisa ingane yabantu ungayiganile icala lelo ndoda. Uhlawula ukuthy ungcolise igceke Kanye nengane yakomunye umuzi. Uma uzothi wena ngeke uhlawule kulungile, Koda ngikuqhaphelise, lomuntu who you impregnated has an army of ancestors. ksasa izokhala induku kwena nobukleva buyophela Koda angikho lapho.
    Asingadukisani kepha sikhanyelisane. Isintu asihlolwa. If uzobiza isibongo esiWrong ksasa ezakho ingane zizobiza siphi? As uMlanjwana wena uvusa umuzi wakaboMalume. and ensure this thing doesn't carry on generations after you. Amen

  • @drivewithmesouthafrica
    @drivewithmesouthafrica 4 года назад

    Thokoza gogo 👏👏👏❤️

  • @ichannel2725
    @ichannel2725 4 года назад

    Engisasalelwa ukukwenza ukumukelwa esibongweni saka buthelezi and ubaba uvumile ukuthi angibuyele esibongweni sikamama sengibe nesibonakaliso sokuyokwenza umsamo ekhaya lomama

  • @sikelelambatha5270
    @sikelelambatha5270 4 года назад

    Angeke bakwenze lutho Mhlophe! INkosi
    Izo-dealer nabo

  • @sisiphonkomba1196
    @sisiphonkomba1196 4 года назад

    @Gogo Bathini Mbatha SAWBONA MKHULU.... NGICELA UKUSIZWA LA...UMUNTU ENGIZWANA NAYE HIS USING A SURNAME HE THOUGHT WAS HIS REAL FATHER JUST TO FIND OUT UKUTHIN HIS NOT THE FATHER AND SEWASHONA LO BABA MASIBUZISA KUBO ABAZI LUTHO NOMAMA WAKHE WASHONA ANGENZE NJANI

  • @darlingtonmachilar6745
    @darlingtonmachilar6745 4 года назад

    Uyamthanda uSneh salukazi sendoda😂😂

  • @sihlethango844
    @sihlethango844 3 года назад

    Wahamba noSne 🤣🤦🏿‍♂️

  • @mzwandilesithole403
    @mzwandilesithole403 4 года назад

    Siyabonga Shandu

    • @mlamulishabangu2081
      @mlamulishabangu2081 4 года назад

      Siyabonga Shandu ngalengosi.Hey ngaduswa nami sengithi ngifuna isibongo sakithi kwaphela konke kwangathi ngangithwele.Kodwa ngenhlanhla bangibonisa abadala kwalunga.Ukuphapha akufuneki

  • @lethoh7470
    @lethoh7470 4 года назад

    Gogo imbiza yomhlume siy'tholaphi

  • @verschwunden9687
    @verschwunden9687 5 месяцев назад

    Speak English if you have an English title!!!

  • @onstagechannel6392
    @onstagechannel6392 4 года назад

    Gogo bathin ngiyayithanda i Channel yakho kakhulu ngicela okukodwa kuwe ukuthi u subscribe to my channel ngiyabonga🤝