Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Oh!! Siyabonga Makhosi ukusivula amehlo Qhubeka njalo uMdali akwandisele AMEN🙏
Makhosi!!! Avuleka amehlo syabonga Makhosi, thokoza!!
Thokoza gogo ngicela ukwazi ukuthi ngenxa kanjani Uma ngifaka Abantu abadala ekhaya
Siyabonga gogo mnencazelo.
Siyabonga kakhulu ukuphandlululwa konke kuyiqiniso,kodwa ngicabanga enye yezimbangela ebanga ukuthi abantu bazifakele abantu abadala ukuthi iningi labalaphi bendabuko bemba kakhulu eqolo lokho bese Kuba yizindleko ezinkulu kakhulu ...bese umuntu axolela ukuzenzela kanti useyona.
Mina ngiyabonga ngemibono yakho ngoba sesidlalile abantu bethi basilungisela izinto kanti bayasiphambanisela
Thokoza Makhosi ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha amadoda aqoke imnazaretha emhlophe leyakashembe eshaya isigubhu sakhona kodwa erawondo ecula
Thokozani gogo eyoo kwacaca gogo Siyabonga makhosi ❤️🙏
Lesedi nkgono, you said a mouthful.thanks for the information ❤
Thokoza makhosi mina ngicela ukubuza ukuthi kuyakhoneka ukuth makhosi ngibethele kuqala uphinde ucuphe phambukokuba ufake abantu abadala nginenkinga angisenabazali okwamanje ngikomalume kodwa ukhona umuzi esengiwakhile ngapha komalume sekusele umalumakazi yedwa umuntu ogane umalume omalume abasekho kodwa bakhona abanye bozalo lwakhona ekhaya kodwa akuthenjwana kumiswa kanjani kulolu daba ngibonge
Siyabonga makhosi ngomthombo wolwazi. Makwande kukhanye
Yehlisa ingoma next time bo, syabonga
Thokoza gogo bahlanjululwa kanjani abantu abadala before bangeniswa ekhaya
Sibageza ngamuthi muni abantu abadala ngaphambi kokuthi sibafake ekhaya
Sawubona gogo Malini gogo ukufaka abantu abadala
Thokoza gogo, kwacaca syabonga ngolwazi.
Siyabonga.ukuncazeleka.thinaesenza.izinto.sesibadala
Thokoza
Amen gogo nginaleyonkinga yokubangwa zidalwa kuningi nje angsazi ngiqalephi ngingasizakala kanjani🙆♀️🙆♀️
0780046059
thokoza makhosi yoooh Waze wakholome idaba ekolo yoooh Siyabonga
Ayi gogo Kanti ukhuluma nami yini uthinta izinto zakithi qobo manje thokoza gogo uqhubeke njalo umsebenzi wakho ninonke wangivula inqondo wangifundisa okuningi🌼🌼🌼
siyabonga.
Thokoza gogo mina nginomubozo Lana Uma ungumlajwana ungazwani or ungafunwa umndeni wenzanjani? Umuzi Owaka mama
siyabonga makhosi
Ay cha uchaze kahle Mah, ongazwanga uyobe engathandi ukuzwa vele
Thokoza Gogo ingabe na kuyakhonakala UBA unginikeze umkhomba ndlela ngingazenzela phandleni kwesangoma maugogo ngithi inkings yama nayi ngenzenjani bese undixelela ndicela uphendulelka Emakhosini Camangu
Wow...this is so true Makhosi, Siyabonga for these important words. Khaningi kunakala izinto zinganakhiwe
Uma ufuna ukulungisa amathuna kumele Wenzel kanjani umsebenzi
Mhu kwanzima
If awunaye umuntu omdala whether its malume or ubaba so wenze njani in this case
Anginamali yokuya komalume noma komalume kamama manje yingakho bengibacela ukuthi ngicela basondele ukuze mangiphahla basabele ngoba mangiphahla abakhulumi ngicela ukwazi ngalapho Camagu gogo
thokoza makhosi ngizwe kahle
Thokoza gogo thina sinenkinga yokuthi omalume bam babhunguka lo esinaye eshisa impepho wamane wasindiswa manje umbuzo uthi udadewabo kamalume uyakwazi yin ukushisa impepho ewmuntu wesifazane
ameni Yoga ukuphi netheku ngiphezulu kwamalunguselelo alokho bengisalungisa indlu Yano ngingajabula Uma ngingakubona kqala tokoza gaga
Thokoza ngise pmb okwamanje
❤❤thanks gogo
Uligeza kanjani idlozi lingafakiwe ngaphakathi uhlaba kuphi ngoba aligeziwe lizongena kanjani angizwa kahle
Ngithenge amaqanda okugeza mina nezingane amaqanda nobisi siziya kogeza ngaphabdle masibuya sizobageza esangweni ngamanzi amhlophe aneshumi ngithini okunye
Ishumi bese wenzani ngalo? Uyakwazi ukuthenga ngalo or khona olibeka khona?
Waze wayicaza kahle lento siyabonga makhosi ungadinwa
mina ngikholelwa ukuthi awufaki noba ubani mna nje ngami angisenabo abazali nogogo nomkhulu so yibo engibafakayo umkhulu ugogo ubaba nomama finish not evryone futhi uma ubafaka babize ngamagama
Kunjalo khehla kuyasiza ukuqapha muwenza umsebenzi wokufaka izidalwa
Sawubona gogo thina ekhaya ilasiyokwenza kodwa inkinga seziqalile akhulunyiswana sekubekhona ngisho ufune ukuzibulala kwashawana kwanjeyaya manje asazi ukuthi fanele kwenzekeni kubi kakhulu manje
Uyafundisa Gogo siyabonga kakhulu
Thokoza👏
Mina ngaya komalume ukucela bangifakele abantu abadalaa la edolobheni engihlala khona babhala becisha manje ngibuza ukuthi namhlanje ngimhla ka 11 march ngicela ngezinkukhu ukuthi bangene ngoba akulungi lutho engilwenzayo ngabe nginephutha yini mangibangenisa
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Thokoza🙏
Makhosi Thokoza uyezwakala
Sibonge kakhulu
Ngazalelwa ekhaya umama kamama wami wayeganile wangaqedwa ukulotsholwa wagoduka ethathwa abakubo wagula washona ekubo ngingenisa abakuphi manje
Wakhulumisa okwendoda mama makwande kulele khehla elikhuluma kuwe
Ngalotsholwa ngathola aba ntwanaabaeu 4 abafana anathathu intobazane eyodwa,ngaba umagaya emzini kwahambakwahmba sahlukana nendoda, kodwa lapho sikhona nabantwana ya1hubeka yasondla 8sishonile ke manje senginesiza ngiifisa ukeakhela abantwana ikhaya isiza ngisibhalise ngeaibonho sabantwana manje I liphi idlozi okumele lifakwe kulomuzi mase ngakhile for abantwana bami NAMI ngizohlala nabo as ngehla ngenyuka nabo nje
Thokoza sisi cela ungifonele uma uneskthathi kuze soxazulula kahle inkinga yakho ngoba inkulumo yakho ayiphelele.
Ngicela ukwazi izikhathi zakho okhululeke ngazo ukuba ngingaku phonela
Camagu gogo yho utsho ndeva kakuhle ndanexhala nathi mithathu iminyaka sicinga uwenza lomsebenzi qha asazi njani ngakumbi utamkulu wam ekutwa nguyena ophila kum okuzwelidala ndikumamela kakuhle gogo uyawuphilisa umoya wam kunga kungakhanya side siwuqabelise lo msebenzi
Siza gogo. Ngabo ubaba esengaphesheya, ngabe kumele kube ngumalume noma ubabomncane ozokhuluma esangweni masifaka abadala ekhaya?
Uma usebenzisa isbongo sababa kuzoba ubaba omcane ozokhuluma kodwa uma usebenzisa esakomalume kuzoba umalume ozokhuluma empephweni.
Uma kwenzeka abazali bengasekho nawe usephansi ngok,'khula wenzenjan
Thokozani gogo ngicela ukubuza, uma sesingenawo umndeni sisele singenabo omalume nabazali sokwenza njani lapho??
Nizobafaka nina enikhona nani abantu abadala bayanazi futhi bayanizwa bayasazi nesimo esisekhaya.
Ngicela ukwazi ukuthi ngingabageza abahamba bexabene nabahamba ngezingozi ngawo yini amanzi neshumi noma amashumi ngihlukanise izitsha na engizobagezela kuzona noma ngihlanganise ndawonye na?
Hello cc ngicela ukubuza uma kuyintonbazane eyakhe umuzi wayo kwenziwa njani?
Uma kukhona abasalayo bengangeni ekkhaya kwenziwa Nani.
Kumele nibangenise bhuti
Aei wayibeka Makhosi yangicacela bhaa, ngicela ukubuza ke mina ukuthi umshana unalo yini ilungelo lokushisa impepho uma sekungasekho bantu abadala ekhaya?
Yebo uma sewkuwuye osele omdala engayshisa impepho.
Mina ngumshana ekhaya sebashona bonke abantu abadala ngisele nosisi bami, nabazala ingane zomalume manje omalume babe ngazihlawulelile ingane zabo kodwa zakhulela ekhaya, ngicela ukubuza ukth umuntu ekumele ashise impepho imina ongumshana or omdala enganeni zamalume?
Ngiphinde ngicele ukubuza futhi Makhosi, ekhaya kwashona wonke umuntu omdala sasala sodwa siyizingane sakhulela eyndaweni eyhlukene sihlangana manje sesibadala, nasekhaya izindlu sezawa zaphela, ikhona siwuvusa manje umuzi egcekeni, ngabe basakhona abantu abadala egcekeni kuphe badinga ukungeniswa endlini? Noma kwawa izindlu baphumela ngaphandle kwegceke?
@@viereginald3903 Thokoza uma kukuthi zawa izindlu kwawa nendlu eyayinabantu abadala kuzomele nibafake kabusha
@@viereginald3903 Uwena okumele uyishise ngoba uma izingane zingahlawulwanga zkusho ukuthi zibiza isbongo sakomalume bazo
Gogo ma I phupha U netwa hi vula
Thokoza Ibingakanani imvula ebikunethe
@@umkhanyakude-abangoma384 vavaza ne nge fake e ejazi .green le zoin
Can I write with English
@@mandlamalapa1774 Kumele ulithole lelojazi kusuke kuphakama isthunywa sakho uma uphupha kanjalo kuzomele ulithile ukhuleke ngalo
@@mandlamalapa1774 you can
Waychaza kamnandi Gogo Thokoza Dlozi

Sawubona gogo
Malini gogo ukufaka abantu abadala