Maskandi Friday Live with: Njoko & Umdumazi.

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 окт 2024
  • #gezanimediaproductions #livepodcast #maskandifriday #unjoko #umdumazi

Комментарии • 832

  • @mphilisimahlase2206
    @mphilisimahlase2206 2 года назад +15

    Kodwa-ke uNjoko umsukelile ngempela uMdumazi, uzibiza ngoNkulunkulu wakhe qede azoqhubeka emeyise. "Nyweeee Nyweeee Njoko acted professionally", professional kuphi umuntu edelela? Nobuphixiphixi

  • @nhlanhlowiemsomimsomi4012
    @nhlanhlowiemsomimsomi4012 2 года назад +45

    Came here from Twitter I had to watch the whole interview 😹😹

  • @MLAYEZODUBE_S.A
    @MLAYEZODUBE_S.A 2 года назад +43

    unjoko is too way professional nom amaphutha ebe khona kodwa ukwazile ukuziphatha njengomculi weldone to him.

    • @sabelobuthelezi7689
      @sabelobuthelezi7689 2 года назад +1

      Ukuziphatha kahle ukuthi umuntu athi komunye uyadakwa njalo uma ekhuluma kahleni bo

    • @nkosiedlamini2798
      @nkosiedlamini2798 2 года назад +1

      @@sabelobuthelezi7689 I think he's referring to the way he has conducted himself and compared to the other guy...his behavior proved to be outstanding

    • @MLAYEZODUBE_S.A
      @MLAYEZODUBE_S.A 2 года назад

      @@nkosiedlamini2798 indeed my brother

    • @MLAYEZODUBE_S.A
      @MLAYEZODUBE_S.A 2 года назад

      @@sabelobuthelezi7689 unjoko uziphathile although ebe nawo amaphutha kodwa nje uyikhombisile i professionalism vele ubengeke ebe perfect

    • @mandlenkosilucky9005
      @mandlenkosilucky9005 2 года назад

      Udakiwe wena. UNjoko njengoba kade edelela kangaka?

  • @bandilezuma449
    @bandilezuma449 2 года назад +22

    Ngithanda izingoma zaMdumazi kodwa Njoko you are much disciplined and mature mfanakithi.

    • @teemourn4541
      @teemourn4541 2 года назад

      Much discipline kanjani melode ethi lomfana ethi madlebe komunye ...bafethu iqiniso lithi unjoko unendelelo amandla angekho akazthobile ngoba ethanda ngoba emlomeni uyadedela nje

    • @mandlenkosilucky9005
      @mandlenkosilucky9005 2 года назад

      Ungazosibhedela wena. Ukhona umuntu matured ebe edelela?

  • @lindokuhlesithole
    @lindokuhlesithole 2 года назад +12

    Ningamsola nje umdumazi kodwa uNjoko uyena oqale okweyisa engakafiki umdumaz uthe esekhona wambiza ngomadlebe

    • @asamkelevani8636
      @asamkelevani8636 2 года назад

      Eze ebizwe ngomadlebe udelele efika uMdumazi naye uNjoko bengeke angacasuki umuntu naye

    • @hlongwanehlongwane4950
      @hlongwanehlongwane4950 2 года назад

      Cha unjoko ngempela delele efika futhi uthe uyamnyanya akamphiwe futhi akamfuni. Mdumazi uthatha ngama wala kodwa Njoko uyena oqale lento

    • @xolekamarwanqana1608
      @xolekamarwanqana1608 2 года назад

      ngampela uthe efika umdumazi wathi ubani lo mina angimazi

    • @khulekanimkhize5077
      @khulekanimkhize5077 2 года назад

      Kukhomba kuty uyamazi nje

  • @vuyisanana1912
    @vuyisanana1912 2 года назад +12

    Sibonge mdumazi ngokusibhonyela unjoko vele ebephapha before ufike .
    Nithi unjoko u professional?? Pho kungani ebefuna ukuyiphindisela .

    • @sikhumbuzozwelihle1171
      @sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад

      Ngyavumelana nawe nkunz. Ukuba professional ukbiza omunye ngezici? Akekho nje obe professional la. That's how Maskandi genre should be like

    • @lalelaniericmazibuko3822
      @lalelaniericmazibuko3822 2 года назад

      We don't encourage ukulwa and it doesn't resolve any problem. Ngelenye ilanga ufunde ukukhuluma ngokwakhe ubuqhawe lami abusizi.

    • @vuyisanana1912
      @vuyisanana1912 2 года назад

      @@lalelaniericmazibuko3822 khona uqinisi impele ukuthi udlame alusizi lutho , kodwa let's bee honest umdumazi ubedakiwe lapha , futhi okukhulu ukuthi abayazi into abayibangayo

    • @georgebuthelezi8057
      @georgebuthelezi8057 2 года назад

      Legenge yaseNkandla yande ngomlomo kanti iyephuza ukusukuma 😀

    • @BuyisileGwala-b8u
      @BuyisileGwala-b8u 5 месяцев назад

      Nyanya in public 😮😢

  • @nkanyisosithole3460
    @nkanyisosithole3460 2 года назад +23

    Iconcept behind the podcast yinhle kodwa mina leshow sengiyilandelile izikhawu imibuzo ebuzwa lana iyaqhatha ayakhi abaculi nakoSgwebo noDumakahle imibuzo ebuzwa interviewer iyaqhatha ayakhi, ishow yona at all inobuhixixi ayikho professional usisi naye ubuye umuzwe udidekile kokunye uma ithimba lingalungisa lapho okukugcina abantu abangcwekayo bengaphinde babizwe kwi show eyodwa nisilimazela igama lomculo wethu

    • @nduduzojali364
      @nduduzojali364 2 года назад +2

      Uqinisile bafoh imibuzo emningi lana iwrong

    • @thabogonya3988
      @thabogonya3988 2 года назад +2

      Bukani iRealTV1 bayakhana khona futhi abawubulali umculo

    • @nkanyisosithole3460
      @nkanyisosithole3460 2 года назад +2

      @@thabogonya3988 siyayibuka nayo bafo okuyinto enhle uma ama podcast kamaskandi emaningi ngoba umaskandi mukhulu ukuthi ungaba nepodcast eyodwa uMapholoba noDludla amadoda amagalelo awo aziwayo kumaskandi kodwa lana icontent mele baqinise amasokisi kwakhona kth sibone iscript kusisi live akukho right abamdelele usisi akhululeke okanye kube yibona ama presenter kuze ishow ithakaseleke bakhombise nathi as ama viewers bayasihlonipha ngoba eye script in front of icamera iyawubulala umsoco wepodcast

    • @msizimhlongo
      @msizimhlongo 2 года назад

      Ake bemshintshe nalosisi

    • @zukisamdingi3033
      @zukisamdingi3033 2 года назад

      Say it again

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 2 года назад +19

    Muhle koda u Joko💓

  • @siara8267
    @siara8267 2 года назад +7

    I'm not maskhandi follower, but Njoko is too professional, lomfana kuthiwa umdumazi is unprofessional

  • @menzinkomo4906
    @menzinkomo4906 2 года назад +7

    CHA KUYACULA OKU MDUMAZI UNJOKO WENU LO KUYAMHLULA UKUCULA KANTI UHLALA EKHULUMA KAKHULU NJE HAYI

  • @xolisanxumalo3993
    @xolisanxumalo3993 2 года назад +14

    Hayibo nancoma uNjoko ebizu munye ngo Madlebe😂😂😂

  • @nalamhayise2786
    @nalamhayise2786 2 года назад +9

    Unjoko uhlulwa ukucula besethi angamelana negoso

  • @bellzmbhele8356
    @bellzmbhele8356 2 года назад +8

    Mdumazi with this kinda behavior will never attract proper brands 😒, they can learn alot from cassper and aka beef

  • @kingcelohkingceloh5409
    @kingcelohkingceloh5409 2 года назад +8

    Cha Nina niyaygeja lento, uNjoko oqale uMdumazi, bekumele avume yini omunye umfana embiza ngegama okungelona elakhe, nilindele ukut ajabule?

    • @sikhumbuzozwelihle1171
      @sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад

      Angeke nam ngvume ukubizwa ngesici

    • @xolekamarwanqana1608
      @xolekamarwanqana1608 2 года назад

      bekufanele abeyi bhokolo le emgwaqeni umadlebe😂😂😂😂😂😂

    • @matimbavukeya5452
      @matimbavukeya5452 2 года назад

      ubonileke awsondele lapha eduze mf2 sxoxe hlwiii hlwiii amakhala uzomhlonipha ngeke esambiza ngomadlebe

  • @iaphulakazie2261
    @iaphulakazie2261 2 года назад +12

    Umdumazi uyangphoxa kodwa😢uze ngolaka kakhulu, kanti uNjoko uRelaxile akatatazeli💯

    • @mandlenkosilucky9005
      @mandlenkosilucky9005 2 года назад

      Akatatazeli ? njengoba kade esukuma efuna ukushaya UMdumazi? Nongazosibhedela nina

  • @mxoliclethoh4336
    @mxoliclethoh4336 2 года назад +7

    Wena Mdumazi uyislima mfana Fusegi, mawunenkinga usho ..makhala akho 😅

  • @thamithwala367
    @thamithwala367 2 года назад +10

    😂🤣Malikhuluma kanj iHobosha, ngikhumbul inkulumo Ka welile ethi kuyaziphumela nje indaba

  • @ntokozoayandandawonde6294
    @ntokozoayandandawonde6294 2 года назад +12

    Ay Liyahluleka Ukucula iHobosha Makudlalwa u Live...!!!
    Kodwake asikho lapho...!!!

  • @ziphosimelane5755
    @ziphosimelane5755 2 года назад +6

    Ay Mdumazi usiphoxile, siyawuthanda umculo wakho but indlela oziphathe ngayo ibe noqaba phakathi, kulelizinga osukulo awusaziphileli nje wena nemizwa yakho but sekunezinkumbi ezinhlobonhlobo zabantu ezikubhekile osekfanele uziphilele futhi uzihloniphe kuze nomsebenzi wakho sizowu support

  • @zithandemthembu7388
    @zithandemthembu7388 2 года назад +39

    Ngyauthand impela umculo kaMdumaz but on this interview ubeyihlath tnx Njoko for being professional and matured

  • @lesleywood5969
    @lesleywood5969 Год назад +1

    There is nothing professional about you mdumazi... Akbona ubunsizwa lokhu okwenza lapho nkabiyami ubukhotheni!

  • @gystababy
    @gystababy 2 года назад +9

    Lol I can't believe I watched this full 2hrs lol 🤣🤣🤣

  • @BeeLindoNdlovu-bq8kl
    @BeeLindoNdlovu-bq8kl 8 месяцев назад +1

    Kwashaya njoko mfwethu uyeyisa mdumazi ngoba ukhuluma ulimi olubi if ezobiza njoko ngo mfazi uyabheda vele ngeke vele avume ukuthi wafundisa ukucula

  • @xolisanxumalo3993
    @xolisanxumalo3993 2 года назад +10

    Nangu nje uNjoko ethi udakiwe uMdumazi😂ibona bu professional Eni khuluma ngakho

    • @mvikelonkosinathi7906
      @mvikelonkosinathi7906 2 года назад

      Yena njengoba embize ngo pamu and wamdelela strong b4 azambize ngomadlebe kona why ungakubheki sonke singabantu sinegazi nenhliziyo and iyazwela so kumele silikhulume iqiniso kwesinye iskhathi ned nje umculo kamaskandi sewalinyazwa ilento yoqhawe lami noma selibheda iqhawe lakho kodwa wena uqhubeke uleseke ngisho selibheda

    • @lindamkhululi4961
      @lindamkhululi4961 2 года назад +2

      Iyangixaka lento mina uMdumazi active ayazikhulumela iyazihlekela lo uyeyisa UNjoko futhi unenhlamba kodwa konke lokho kuhle

    • @sikhumbuzozwelihle1171
      @sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад +1

      Akekho obe professional la. "Professional" is a new term kwabanye

    • @beelovilakazi3291
      @beelovilakazi3291 2 года назад

      Yena unjoko uyadelela, awukwaz ukwedelela kanjena Ubiza umunt ngomfana bese uthi madlebe futh

  • @mphakamsenizungu6343
    @mphakamsenizungu6343 2 года назад +5

    kodwa usisi akenzenga lutho usisi niyamsukela GUYs,.... Njoko vs Mdumazi must go to a ring or emgangeleni finish and klaar

  • @user-wf2qw9er6e
    @user-wf2qw9er6e 2 года назад +7

    Unjoko ubiza umculi ngomfana kodwa ngekesamu blamer uzZANDLEY NCANee bafwethu ngeke ngibizwe ngomfana nam

    • @masterjrmastermind2810
      @masterjrmastermind2810 2 года назад +3

      Okuvele kwamcasula kakhulu yikumbiza ngoMadlebe nam benga mbhonya impel

  • @firelordazulon610
    @firelordazulon610 2 года назад +8

    Came here from Twitter 👀. I needed the context 🙊

  • @BeeLindoNdlovu-bq8kl
    @BeeLindoNdlovu-bq8kl 8 месяцев назад +1

    Mina nje njoko ngiyawuthanda mculo wakho mnandi mdumazi samele aye school ayofunda kabusha

  • @messiahsmith9964
    @messiahsmith9964 2 года назад +5

    Kubulawa umculo nje lapha umuntu ongawaz umaskandi oyobuka lento kuzoba amacompanies nama sponsors bophoxeka

  • @mthokozisimqondisichannel8999
    @mthokozisimqondisichannel8999 2 года назад +7

    Ni unprofessional nonke!! Nonke!!

    • @yandisakhohli534
      @yandisakhohli534 2 года назад

      Nam bafo ndibona njalo ngoba asoze uyibone iprofesionalism ubuntu abangazwani

  • @nowanqubekongidi357
    @nowanqubekongidi357 2 года назад +47

    Shout-out to uNjoko for his composure. But I'm still a number one fan kaMdumazi noma engiphoxile nje🤦🏿‍♂️

    • @bonganisifisokhambula5479
      @bonganisifisokhambula5479 2 года назад +2

      Uma umfana ekujwayela uyashawa ukuthi u dumile akusho ukuthi abafana abadlalele ekhanda lakho

    • @mthobisimfanazakhe8365
      @mthobisimfanazakhe8365 2 года назад +1

      Ay ukuthi akawazi umgangela umdumazi akadelanga ukulwa usungalwa usumdala kanje

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 года назад

      Khona umdumazi uyajwayelwa okunye akaze awe umudumazi.lokhu aqala uyashisa bhe lokhu kunamanga njeke

    • @thabaninyawo6137
      @thabaninyawo6137 2 года назад +3

      Kunamango lokhu kopamu kuthi kunguNkulunkulu kamdumazi kumbiza nangomfana ukukhombisile kodwa ukuthi umhlaba unjani

    • @sifundondinisa1140
      @sifundondinisa1140 2 года назад +2

      Compusure yani ngoba bayeyisa bobabili why uchema?

  • @milindogugu5327
    @milindogugu5327 2 года назад +12

    NDUKU ZAMI ZADELELA NAMI NGADELELA!! UP MDUMAZI!!

  • @phakamilemapo314
    @phakamilemapo314 2 года назад +2

    Zinja niqhatha abaculi niyawubulala more umculo kaMaskandi fusegin kule show yenu ephashile cha iphashile sham

  • @sandilemazibuko8324
    @sandilemazibuko8324 2 года назад +8

    Njoko athi conzevetion sdomu sento lesi...🤣🤣🤣 #Mdumazi kumhlophe kubomvu khuphuka lapho mdumazi ngiyakuzwa mina...✊✊✊

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 2 года назад +6

    Kusho kuyistabane kona kubiza uJoko ngoMfazi yerrr

  • @lesleywood5969
    @lesleywood5969 Год назад +1

    Ithalente without character(respect) will destroy you instead of building you...

  • @andilemkhumbe1354
    @andilemkhumbe1354 2 года назад +5

    Umdumazi ungenhla ngengoma kuNjoko😂😂😂😂😂😂😂🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥💯🤞🏿Angifuni ukungasho

    • @thejazzycornerSA
      @thejazzycornerSA 2 года назад +1

      Thumashi

    • @andilemkhumbe1354
      @andilemkhumbe1354 2 года назад

      @@thejazzycornerSA kepha unjoko ekukhulumeni Ngiyamnika 🤣💯🔥🤞🏿

    • @thejazzycornerSA
      @thejazzycornerSA 2 года назад +1

      @@andilemkhumbe1354 yah umshaye ngomqondo nje onzima. Nam ungigculisile indlela abephendula ngayo

  • @izingqwelezikamaskandi5384
    @izingqwelezikamaskandi5384 2 года назад +4

    sicela uMJAHENI NO KHUZANI NO MTHANDENI siyacela

  • @asandamahlabamsiyane5474
    @asandamahlabamsiyane5474 2 года назад +4

    Ayikho lento yaleshow iyaqhatha nibavumela kanjan abaculi bebizane ngamagama angalungile

  • @Mzo-07
    @Mzo-07 2 года назад +4

    Lo Gezani Media uyabheda isilima uNjoko ushokanjani ukth umuntu uyamnyanya

    • @lindamkhululi4961
      @lindamkhululi4961 2 года назад

      Angithi professional sebeshilo la kuma comments nenhlamba nayo la kuye mmmm zinentelezi ezasenkandla noma zibheda ziryt

  • @kingpee2167
    @kingpee2167 2 года назад +9

    Up Mdumazi

  • @sphesh1761
    @sphesh1761 2 года назад +6

    Bafowethu uma uyazi interview yomaskandi kukhona ukungcomfana njalo nje.kokunye mhlampe kumele siwazi umsuka wento asiyazi lento I ibuyaphi kokunye ne production ngokwayo is doing its job ngokuletha labantu ababili ngoba is to entertain,gain views and subscribers.
    Kokunye bafethu akekho umuntu ofuna ukubizwa ngo "mfana" noma ngathiwa umdala kunami

    • @sikhumbuzozwelihle1171
      @sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад

      That's why I'm saying akekho nje obe professional la. Maybe"professional" is a new term kwabanye. Or they are new kuMaskand from gospel

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 года назад

      @@sikhumbuzozwelihle1171 uqinisile akekho ngoba unjoko ubemubiza ngomfana ulusa izimbuzi zakubo yini abadedelwe laba behlabane ngenqindi

  • @thuthukanidavid6321
    @thuthukanidavid6321 2 года назад +18

    Umdumazi akehlise ukuzenza insizwa akukhona emgangeleni la. Unjoko uzibeke phansi uzehlisile ukhomba okukhulu ukuhlonipha,,, umdumazi ngathi wande emlomeni nxaaaa wangicika mani

    • @mandlenkosilucky9005
      @mandlenkosilucky9005 2 года назад

      Nawe wehlise ukuphapha, UMdumazi uyinsizwa vele, yikho engavumi omunye umfana ambize ngomadlebe

  • @khulanathinkosinathi3378
    @khulanathinkosinathi3378 2 года назад +7

    😂Losisis uyenze ngamabomu le youth asuke eduze kwabo ubefun zikhale😂😂😂

  • @bukisilenokwenza8586
    @bukisilenokwenza8586 2 года назад +5

    Eyakit Enkandla iyisibonelo esihle....Dank njoko. Sicela nishintshe usisi uyahluleka bakit. Akaphume sisteri

  • @josephmduduzi6366
    @josephmduduzi6366 2 года назад +2

    Njoko ukhombise ukuvuthwa njengomculi kanti Mdumazi usiphoxile

  • @nduduzojali364
    @nduduzojali364 2 года назад +6

    Iyaxova nalemedia, it's obvious ukuthi bengambiza uKhuzani noMthandeni🤔

    • @rhymesbusisonkomo2849
      @rhymesbusisonkomo2849 2 года назад

      Ayyy labo ngeke usabahlanganisa kulezi tudio ezincane kanje phela bayimpi uqobo lwayo namagama wabo makhulu mpela

  • @philaninxumalo5011
    @philaninxumalo5011 2 года назад +5

    Lento ngibuke izolo ayiqedeki nje nokuyibuka le Gezani kusamele ibuyekeze kwayona lento Yayo ,kungabi engathi banomona we Realtv1 ,uNjoko bezele interview uyabona nje bengakulindele abhekane nakho

  • @mntanami5748
    @mntanami5748 2 года назад +5

    UMbuso wamaciko and Gezani media.... please stop killing the brand of these 2boys

  • @luthompabanga
    @luthompabanga 2 года назад +7

    Mdumaz uphiwe mfw2 💥🕺🔥🔥🔥

  • @nhlakaniphonhlakanipho9886
    @nhlakaniphonhlakanipho9886 2 года назад +3

    UMdumazi kungan enganikwanga ithuba lokuqala azichaze ukuth uMdumazi uban ikahlekahle udabukaphi futh uqale nin ukucula before ahlatshwe ngembuzo

  • @sihlenhlakanipho7927
    @sihlenhlakanipho7927 2 года назад +3

    Mdumazi ungiphoxile uyihlathi marn utshwala buyakubulala budlala ngawe boy
    Njoko uvuthiwe emwondwen khuluma int ene sense

  • @thabomene7755
    @thabomene7755 2 года назад +6

    Masingamsoli uzandla ezincane intliziyo ayipakelwa

  • @rhymesbusisonkomo2849
    @rhymesbusisonkomo2849 2 года назад +2

    UMdumazi ayikho nje into ayikhulumile umane wathi akamazi uNjoko ngavele ngambona ukuthi akaphelele ekhanda lomfana waseMtubatuba

  • @thejazzycornerSA
    @thejazzycornerSA 2 года назад +4

    Ngixakwa ilamajongo aphawula ngesilungu lapha. Ayy kanti nina ninjani bantu benkosi
    Angikho lapho. Ngithi nje angethule isgqoko kumbuso wamaciko kunzima ukufaka inkunzi ezimbili esbayeni esisodwa. Ngyathemba sobuye sibone igcokama no khuba. UP!!!

  • @spheleleblaze7941
    @spheleleblaze7941 2 года назад +4

    Unjoko uqinisile Kube umdumaz akaxabananga nothuthan ngabe ukude cz manje unjoko ungaphezulu kwamdumaz ngengoma bt angisho kuth kwakmele abekezelele ukdliwela umawengane yakhe akekho muntu ongavuma leyonto inhliziyo ayphakelwa

  • @nomeyisimedia6313
    @nomeyisimedia6313 2 года назад +3

    Ngicela ningadakelwa uMdumazi bandla please

  • @jhpiegodenis3752
    @jhpiegodenis3752 2 года назад +2

    Labantu abaphawula la babulawa ubuxoki nje unjoko oqale lento wabiza umdumaz ngomadlebe efika nje ngoba elokhu emthuka ethi udakiwe ukuhlonipha lokho

  • @phiwaasondiya6841
    @phiwaasondiya6841 2 года назад +5

    Cha inkulu inkinga emtuba futhi isxhimfongo into engeke isalungiseka Dankey Njoko mfwethu ukukhombisa ukuthi uwumculi oprofesional

  • @nandiphanandiiey3360
    @nandiphanandiiey3360 2 года назад +5

    🤣🤣😩I love Njoko neh ...
    Mangimbona ngicabanga amakinati neSminorff noHenessy 😩💔🤣🤣🤣

  • @ayissiyabonga9208
    @ayissiyabonga9208 2 года назад +1

    Mdumazi bamunike intambo wazikhunga

  • @sakhilezungu4587
    @sakhilezungu4587 2 года назад +6

    Mdumazi mfana umona phansi ungenhla kunjoke akekho ongakwazi lokho

    • @musawakhehlatshwayo4971
      @musawakhehlatshwayo4971 2 года назад

      Ungenhla ngoku memeza 100%
      Esigigxini nasemculweni khohlwa, akaliboni elidlalayo kuMdumazi.

  • @simangeledoctor6924
    @simangeledoctor6924 2 года назад +1

    Bambhebha lomfazi owunjoko kubuka izwe xhufu

  • @simphiwesyabonga632
    @simphiwesyabonga632 2 года назад +4

    Ningalinge nenze iphutha lokubiza uMthandeni noKhuzani la ey kuyohlephuka ama Mike inolaka leyaseMdletsheni

  • @nsindisomvuselelo5885
    @nsindisomvuselelo5885 2 года назад +4

    Njoko how humble you're kukhomba khona ukufundiseka ngaze ngaphoxeka ngoMdumazi uwuphuma silwe shame

  • @njabulongcobo5745
    @njabulongcobo5745 2 года назад +5

    Mdumszi ngyakuvuma

  • @sbusisozulu2733
    @sbusisozulu2733 2 года назад +2

    Mina Ng worried ngeshloko Se interview,eyani I interview eyokuthi baxolelane ,noma eyokwazi ukuth baxabene babangani noma eyokuxoxa ngabo as bengaba culi bakamaskandi so mina ngibone uMdumazi enobuhlakani ngokuzama ukungayphenduli imibuzo yalosisi ethinta ingxabano yabo

  • @mvuyisimankumba5736
    @mvuyisimankumba5736 2 года назад +1

    Lomdumazi lona akanambeko marn tyini

  • @Sbusangani
    @Sbusangani 2 года назад +5

    waziphatha kahle Njoko🙌🙌🙌
    kodwake nawe musa ukuthi i Conservation 🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @njabulosalby3858
    @njabulosalby3858 Год назад +1

    udakiwe ngampela uNjoko 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @pulematsemela8452
    @pulematsemela8452 2 года назад +5

    Unjoko thanks boetie bengikzondile but hai today you showed me ukuthi uyinzizwa

    • @mjmeternal2696
      @mjmeternal2696 2 года назад

      Yazi kodwa ngiyabesaba abantu abathula noma kunzima they're dangerous

  • @sandisosamkela8830
    @sandisosamkela8830 2 года назад +1

    Losisi unembuz eqhath abacui

  • @SinokuhleHlazo
    @SinokuhleHlazo 3 месяца назад +1

    'umadlebe uba? yimi? 🤣🤣🤣

  • @xolisanxumalo3993
    @xolisanxumalo3993 2 года назад +5

    Wathela kangaka kwi Hennessy uNjoko😂

  • @faraimurevesi4125
    @faraimurevesi4125 2 года назад +2

    Udeleli mpela umadlebe kahloniphi ungamnaki Njoko yivaka lelo ulwa ngoba ebona ukuthi kuzolanyulwa

  • @nduduzojali364
    @nduduzojali364 2 года назад +6

    Ay ngeke uyabhimba ke kodwa uNjoko the time engakafik uMdumazi🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 года назад

      Kodwa abantu abasakuboni lokho sebebona okwenziwe umdumazi

  • @sazimzolo4044
    @sazimzolo4044 2 года назад +2

    Le show iyona eqhatha abaculi imibuzo yakhona ayakhi,, kungani yonki imibuzo igxile empilweni kaMdumazi nangezobudlelwano kwezothando? Ubizwa ngomadlebe ngeke ungakhushukelwa umoya. Kumele bewuhloniphe umculo nokuziphatha kufanele bt akusuqhathwa abaculi

  • @bonokwakhemajola5144
    @bonokwakhemajola5144 2 года назад +2

    Uvumelani msakazi omunye ebize omunye ngomadlebe

  • @sbonelokhumalo6664
    @sbonelokhumalo6664 2 года назад +6

    Yabhimba unjoko. Live akawazi sdalo.🙄😯😯
    Mina ngicheme nomfokaHashaza🙏🏽😁😁😁shaya Mdumazi

    • @hlongwanehlongwane4950
      @hlongwanehlongwane4950 2 года назад

      Mina angichemile nabo bobabili kodwa ube ngaphezulu mdumazi ngo live

    • @sbonelokhumalo6664
      @sbonelokhumalo6664 2 года назад

      @@hlongwanehlongwane4950 dankie layo Hlongwane omkhulu❤👌🏻

  • @gcinanim
    @gcinanim 2 года назад +4

    Haw wangphox uMdumaz yezwa 🥺 c 😏

  • @davidzikhali4823
    @davidzikhali4823 2 года назад +3

    Ngeke CC awukwazi ukuvele ukhwele udilikele umdumazi engena nje ngembuzo edala uhlevane kanje ngeke cc kusamele nenze kangcono ngokuzayo,unenhlonipho umdumazi sambona kwamanye amaInterview kodwa indlela la enimngene ngayo benivele nimxovumoya nje

    • @thabaninyawo6137
      @thabaninyawo6137 2 года назад +1

      Kodwa noma kunjalo mfokaZikhali ubathwalisile ubunzima uMdumazi

  • @mbekezelimathebula5023
    @mbekezelimathebula5023 2 года назад +2

    Kodwa umdumazi unamahlaya 😀😀😀😀😀😀 sicela ukhuzan noMTHANDENI PLEASE

  • @rsapolitics8378
    @rsapolitics8378 2 года назад +3

    Akazwakalanga kahle uNjoko, i mice yakhe ibingasethiwe kahle noma ekhuluma ubesevele engazwakali.
    This show has potential, but it must be careful on showing the Zulu's as violent people.

  • @lindamkhululi4961
    @lindamkhululi4961 2 года назад +2

    Likelasho igcokama lathi lizowaqeda lama show abolile

  • @shadow_sa3740
    @shadow_sa3740 2 года назад +2

    Musani ukugxeka umdumazi ngento engekho... Bebevele beqhathwa nje labafana... Hau.. Intliziyo ayfani phela madoda... Khuluma kakhulu nje uNjoko

  • @khayelihlezulu4267
    @khayelihlezulu4267 2 года назад +5

    Ngyawuthanda umculo kaMdumazi but la ungiphoxile and ngyawudlala noka Njoko ngithi nje kuye well done mfana wami ukhombise ukukhula kakhulu yaz ngendlela ozehlise ngayo ngize ngadabuka khula hobosha

    • @NolwaziKubalo
      @NolwaziKubalo Месяц назад

      Akukho ngqondo kumdumazi😂😂

  • @Braverr-p1f
    @Braverr-p1f 2 года назад +5

    Emlandweni aykaze yenzeke into enje🤣🤣🤣🤣🤣

  • @ntokozoayandandawonde6294
    @ntokozoayandandawonde6294 2 года назад +6

    😂😂😂😂😂😂 eMshisandlu yimi iNkunzi

  • @sanelegiftximba5773
    @sanelegiftximba5773 2 года назад +3

    Haaa ayi cha ibingaba mnandi le Interview ukube uMdumazi angiziphathanga okwengane waphinde ephika izinto akazikhuluma yena, njoko indlela akaziphathe ngayo ibeyinhle kakhulu angikhethi ma side

  • @sfundowonder5649
    @sfundowonder5649 2 года назад +1

    Unjoko usekhulile futh umdumazi uyena nje olokhane enoshiki iscefe

  • @amandlaobucikotv8626
    @amandlaobucikotv8626 2 года назад +4

    Ku-Background abantu bayakhuluma, ubukhushukhushu, please guys ningayoni into yenu iyinhle kanje!

  • @tannyncube7849
    @tannyncube7849 2 года назад +1

    Kodwa idrama lena nangakit eZim negwala alivumi ukushaywa kukhona olamulayo

  • @evangsmdineka8262
    @evangsmdineka8262 2 года назад +9

    Njoko❤️🙌🙌

  • @athininodipha9500
    @athininodipha9500 2 года назад +7

    Up Mdumazi❤👊

  • @minentle2865
    @minentle2865 2 года назад +2

    ngaze ngaphoxeka we mah......uMdumazi ubeku Real Tv1 wazenza umuntu oright kanti unjeeeeeeena

  • @hopewellmhlongo7660
    @hopewellmhlongo7660 2 года назад +5

    These ones really need a boxing 🥊 ring 🤞🏾

  • @noxiek
    @noxiek 2 года назад +3

    Mdumazi waze wabheda Ku interview.Uzenempi nje lana.wangiphoxa.
    Up Njoko very matured ❤

  • @muziwamandlasikhakhane3876
    @muziwamandlasikhakhane3876 2 года назад +2

    Lentombazane aykwaz ukubuza imibuzo yayo ibhebhezel udlame

  • @siphelelemaphumulo2809
    @siphelelemaphumulo2809 2 года назад +5

    Akacule 😂😂😂😂😂

  • @sgiyangengomayoutubechanne291
    @sgiyangengomayoutubechanne291 2 года назад +1

    Mina ngigxeka umbuso babuza imibuzo engenasdingo besengikho isdingo sokukhuluma indaba kaThembelihle noThuthani bese kuba unjoko cha uyatatazela esgingcini kanti kumele akhululeke mani