Yhooooo Mntuyenziwa you doing too much 🤣🤣🤣🤣🤣🤣 serious Khuzwayo bakuqhathe nomuntu omdala.....he's above 95%, and you just above 75% still above distinction mark don't worry my guy 🙌🏿🙌🏿
uMntuyenziwa udla u 12 strings u Falabo udlala u 6 strings 😀 akulingwana but they are both great in what they do, but u Falabo ngathi unokugeja olimini okunye akukhulumayo asikho isdingo sakho
MaShudula deserves to take over kuba I presenter kuloluhlelo akaxovi Uma kuphakama imimoya uyakwaz kulawula isimo ngamazwi amahle. Ngyakthanda min ntombi♥️🙏
Kujambisana negama lakhe Nkulunkulu wesigigci ...awukwazi kuba u Magic fingers but but kumele uqale uyi reharse intambo edlalwa amanye ama ciko . ngiyamuvuma u BaBhemile 👏👏 ungehla bekumele bemuqhathe nama Bhenanyayo afana no Nyonemhlphe no Mbuzeni
This interview is about Khuzani. Ay Maan, you're failing these artists. You calling artists to discuss other artists. The center of this interview is 'Khuzani'. Please interview artists about what they are doing, what are their plans, upcoming albums etc.
Ningakhohlwa ukuthi uFalabo uphantsi kwe company enkulu which means imarketing yakhe iTight UMntuyenziwa uyazenzela which means ngeke kfane Kodwa yena ekugcinen ungenhla kakhulu futhi
@@martinmkhize5064 kakhulu mfwe2, highly professional as well...the way he handled this emotional young man 🙌🏿🙌🏿....He knows when, who, where and why one should argue....that was so smart of him, I hope you all also noticed that...
Ayiiii uFalabo uzenza inkunzi ebhedeyo umphoxelani uBhemile uBhemile uyahlonipha ayiii uyinkinga uMuntuyenziwa sohlale simkhumbula kwaguqa salahlekelwa la babukisa ngoFalabo elokhu esitshela ngezingoma ezikubantu esingazazi bhemile khula ndoda winkunzi uwumlilo esiginxini wingqewele kubafana beziginxi🙌🙌🙌🙌🙌🙌🔥🔥🔥🔥🔥🔥
🔥🔥🔥🔥🔥🔥Bhema bebhemile....umnand'ebhemile suk'eduze kohlanya isthutha senkunz'umajikel'eshobeniii🔥🔥🔥
haaaw uGOGO loh
Mina iñgoma zikaKhuzani engizithandayo yilezi ayeshayelwa kuzo uMntuyenziwa
Falabo mina ngamhlula uMuntuyenziwa ngoku bhekha
Yinkunzi uBhemile, ushaya isiginci esinenkosi phakathi!!....
OFalabo bazigqaja mahhala
Mtuyenziwa inkunzi yaz akapractise uvele aydlale ingoma, ubufakazi bokuth ungenhla ubhemile ayikho ingoma akalokhu ethi izomhlula🙌🙌
Umcineka kmele emqashe ngenkn ubhemile
The way I love uMntuyenziwa I want to like every comment about him here. You are the best Bhemile your talent can’t be matched kuMaskandi.
Uyabona uMuntuyenziwa is on top bakwethu 💪
Honestly speaking KHUZANI AND MUNTUYENZIWA was the greatest combination of all time.
Ayikho lonto wena
True mft
truu
Umntuyenziwa akazenzi uhamba phambili
Impela
Bhemile maan!!
Uyinkinga mfana suka💪💪💪.
Uligagu unjalo nje💯
Nami ngiyakuvumela
UMntuyenziwa uylento eseybiza ngokuthi liciko likamaskandi, ngyabuthanda ubuciko abusebenzise ekuphenduleni umbuzo wokqala, ephendula ngengoma yakhe eyabhalwa ngobuciko nobusoka
Khuphuka lapho bhemile kahle kahle bekufanele aqhathwe nojaiva ai abafana abancane khuphuka bhemile shid man demad 👊👊
Nix naye mncane kakhulu uJaiva cz naye ucishe adlale loshuni wa Falabo Umuntu ocishe afike ku Mntuyenziwa ngesginci ijong’elihle mfana waleee kwa Nongoma
Isginxi siphethwe uhlanya lapha kuMuntuyenziwa hayii ngiyakuvuma mfana💪💪💪💪
Khuuphuka! Bhemile umntu akazenzi uyenziwa 💥💥❤️umntuyenziwa isthutha senkunzi🙌🙌amahlathi aphelile khuzwayo😂😁awww madoda yintsizwa leeee inkani yomlomo ayingangakwenza umntuyenziwa uhamba yedwa
Ivele yaxolisa zibekwa nje😂😂😂😂kodwa bhemile waba njani wembulabantu idwaba izwe libalele😂😂😂😂😂😂
Inkunzi uBhemile😂😂😂😂😂😂
Yhooooo Mntuyenziwa you doing too much 🤣🤣🤣🤣🤣🤣 serious Khuzwayo bakuqhathe nomuntu omdala.....he's above 95%, and you just above 75% still above distinction mark don't worry my guy 🙌🏿🙌🏿
Mina ngimupha 100% uBhemile lelivukani lesiskibha esinyama muhle u25%
🤣🤣😂😂ah straight
Ngingumculi mina angiyena umdlali wesiginciiii why ningiqhatha nalomf2 🤣🤣🤣🤣🤣Hai ulihlathi lomfana xolela Bhemileeee 🔥🔥akwazi luthooooo lokhu kufudunyezwa yini .Sukaaaaa uyinkinga weBhemile wabukisa ngevukani awukhulumi nakakhulu dankie nkabi .King Bhemileeeeee
baklahlephansi lokhu akwazi nix
Ayy we Falabo mina ngyaqala ukbona "Umculi" onyiswa umshayi wesginci 🤣🤣. Qhubeka njalo Mtuyenziwa mfwethu.
😂😂😂😂
Umshaya live 😂😂
Kodwa mf2 ungihlekiselani impela shuthi ukube kusawu mntuyenziwa oshaya isigigci ngabe uDumekakhulu Khuzani neyingoma zakhe ngabe zifaka yena uMntuyenziwa 🤣🤣🤣
Intle indlela aye waziphatha ngayo uMntuyenziwa kwaye akaziqhenyi, uyasidlala isginci👌🏾
Falabo une pride kakhulu, kodwa ke uyakwaz ucula sukaa✍🏿
Mashudula uyakwaz uku articulate imibuzo kwaye une content ✍🏿👌🏾
Ebe engazilutho isidwexe nje
Muntuwenziwa ngiyakuvuma uyindoda...your character 👏👏👏
HHAYI UMNTUYENZIWA UYINKINGA UDLALA BONKE SHUNI🎸 NKULUNKULU WABO BONKE SEBEPHELELE
Dankie mtuyenziwa
Falabo asibazi thina ubunsizwa bakho !!!!!
Baze babukisa ngo Falabo bakithi😅😅😅😅😅😅😅 Akhe ngithi nje "Uzongizwa siniki niki somfana🤣🤣🤣🤣Akusangwana laaaa
Hhayi badlale ngaye kakhulu 🤣🤣
Kwaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa kubukisiwe ngofalabo la
😂😂😂
Mnandi ebhemile uyamsaba yini lomuntu bekumele umxhaphaze kwangayo ingoma yakhe le emhlulayo🙌
Kwaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa
Injalo nje
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
uMntuyenziwa udla u 12 strings u Falabo udlala u 6 strings 😀 akulingwana but they are both great in what they do, but u Falabo ngathi unokugeja olimini okunye akukhulumayo asikho isdingo sakho
Unokuzazi ngiyacabanga
Ufalabo akafuni uvuma ukuthi ungentla umntuyenziwa manje seyekhangela impi apho umntuyenziwa akafuni ukuyilandela
Ulimi lwakhe lunenhlabathi
Uyinkunzi Mntuyenziwa ✊
Ngichazwa ukuth awunayo pride nsizwa yakith
Muntuyenziwa uyinkinga ngesginci bakwethu. 💪💪💪
Cha uMntuyenziwa is very matured ngyathanda okhule ngayo ngomqondo awunhlanhlathi awunalo ulimu oluqhathayo
UFalabo uphethe ubunsizwa obungekho une attitude uzibona encono kunomunye umuzwa noma ekhuluma ubabhemile uyezwa nje akanankinga
Attitude & pride enukayo....leligwinya leli
@@msahmashobanekhumalo8369 qinisile bhuti yazi khukhumeza uphusha udumophambili ayi ulwazi analo ngesiginci
Why engabuzwa Falabo wehlukaniswa yintoni noDSD kubuzwa uMntuyenziwa iyantlukwano yakhe noKhuba. Le show ayibanga Fair kuBhemile.
Uyinkunzi Mntuyenziwa ngivume wena qhawe lami🔥🔥🔥🔥🎵
Umnandi ebhemile ungikhumbuza umfazi omnyama uyayidonsa intambo nsizwa and I wish you all the best brother
Nakwa Xhosa sithi umnandi ebhemile🔥🔥
Injalo sithi umnandi umntu ebhemile
And lomjita umatured
Umnandi umntu ebhemile Qulakwedini sitso njalo kwaXhosa siyavuma
Muntuyenziwa uyindoda nkabi yam ukuzithoba kwakho ikhon okwenza thin sikuthande.....yeka omaphiko oyise bekubukele phansi kodwa uwusawoti esilonden kubon
MAKUKHULUMA UMTUYENZIWA NIYAMKHWAZA KODWA LOMFO OMUNYE NIYATHULA ...UKUKHETHA KUYAXABANISA ANOBHASOBHA FOR GOOD REASONS THANK YOU
umntuyenziwa he can malighty task bt the other he cant play other pple's song.
@@robloxgo7845 vele ajazazi zonke ingoma zabantu as umculi kodwa asilivume elithi most yengoma zabantu uyazazi
6-0 score😂😂😂😂 khuphuka Nkandla marn✊✊💪
Anginankinga lala madoda ngiwathanda wonke but losisi oyi presenter mele afunde ukungabi nayo i favorite artist during interview
1:26:20 Falabo izulu liyaduma🔥
1:32:55 Mntuyenziwa ikhansela🔥
1:37:09 Falabo 🔥
1:51:39 Falabo Shwi Yazi uthando 🔥
1:52:22 Mntuyenziwa Shwi Ngafa🔥
MaShudula deserves to take over kuba I presenter kuloluhlelo akaxovi Uma kuphakama imimoya uyakwaz kulawula isimo ngamazwi amahle. Ngyakthanda min ntombi♥️🙏
Ngvumelana nawe
Ngima nawe kuleyo ndawu
Nam ngiyamvuma umashudula
But not ukut athathe over....cha bangamane bashintshane...ngeke phela afike aphuce omunye umsebenzi kanjalo nje
Yhaa ngeke kuze kube kuhle kulo sisi representer okuncono basebenzisane ai ngoba umashudula wenza kakhulu🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Mtuyenziwa is multi talented🔥
Kodwa uyangichaza mina uMagic fingers akaphaphi ubeka umoya phansi mina angizwani nensizwa ephaphayo
@@gevaarxbeard2413 ekekh umfan ophaphay keph if wenz into ekuwen yin enhakwenz unethw ayi kahlen mandod
@@gevaarxbeard2413 Uyayizwa bafo kuyena
Ay ngeke umntuyenziwa madoda angachithi skhathi uvele eshaye straight
Kujambisana negama lakhe Nkulunkulu wesigigci ...awukwazi kuba u Magic fingers but but kumele uqale uyi reharse intambo edlalwa amanye ama ciko . ngiyamuvuma u BaBhemile 👏👏 ungehla bekumele bemuqhathe nama Bhenanyayo afana no Nyonemhlphe no Mbuzeni
Nakhona umntuyenziwa kmele bamqhathe nabo bonke naboJaiva cz bathi bangoNkulunkulu bentambo but umntuyenziwa abeyedwa ukuze ezobashaya kahle😂😂
UFalabo yizip lezingoma alokhu ethi zikubantu cz ingoma edumile yile ethi uyalahlana nakhona idume k'lonyaka ekben eykhiphe last year...umntuyenziwa syamaz thina naye fut uyamaz even eStage ngeke elunge uFalabo manje engalokhu ethi izngoma zikubantu esho into engekho
Uqinisile bafo uchoma ngento engekho lo
uFalabo uthe eqala nje wabe egadla kant akazi ukth zisazokhala.😂😂😂
Kahle kahle nje angithi ngi 100%ngalezinsizwa ai ziyasishaya isginci azidlali 🎶🎶🎸🎸🔥🔥🔥and ngithanda ukuthobelana kwazo
"Angifisi ukuybona ngiqhudelana naleya nsizwa ngesginci"
-Falabo Khuzwayo
Kwavele kwacaca ukuthi nawe uyabona ukuthi uyakwehlula
Ukucula akakwaz kodwa
@@dlanalento307 uFalabo ukucula kwakhe kumenzelani yena njengoba ekubeka phambili kanje😂
@@luyandambasela2973 🤣🤣🤣
@@luyandambasela2973 ngyafisa ukwazi nami 😂🤣laba badidwa ukuth mabenconywa kulamagruphu aMaskandi bavele basangane
@@khanyisanimngadi8955 😂😂😂yazi
Mnandi ebhemile mfwth🤝🤝🤝 awandile emlonyeni
I like it 👏🏽👏🏽👏🏽
Ayi noma ungathatha iTape meassure ukale, mmm ngeke usamncane uFalabo
Mntuyenziwa ubukisile ngengane yabantu.
Kodwa ngyabonga mfweth ukhombhise kkhukhula mfweth 👏
Yey ai myekeni ubhemile bafethu uhamb yedwa 👌👌
Yonke into Khuzani khuzani 😹😹😹 uMtuyenziwa ucacisa ukuthi akukho akufunde kuKhuzani ulwazi oluningi ulufunde KoShobeni no Magubane kkkkkkkkk
🤣 kunjalo bafo Mntuyenziwa uzizamele
This interview is about Khuzani. Ay Maan, you're failing these artists. You calling artists to discuss other artists. The center of this interview is 'Khuzani'. Please interview artists about what they are doing, what are their plans, upcoming albums etc.
Babhemile I like the way he handled this khuzani situation.
Nami mf2 ingicike kabi leyonto
nam hay andonelisekanga tuu
bekufanele ukuthi banikwe inyani bfr beze eMbusweni...
UNokshudula ulawula too much... umtuyenziwa umandla la esigincini unguNkulunkulu weyginci ngempa 🔥🔥🔥
90% of the interview is about khuzani u failing these artists 🙏🤞🏻
Labantu laba ay
🤔
Uqinisile lapho qhawe lam
Kushukuthi umculo kakhuzani 90% ngokuphumeleliswa ngabanye abantu
Yena 10% eyakhe eyedwa impumelelo.
@@sandilejele188 nhee
Ay wayshaya bhemile injengoba injalo @ 1:39:41 ngikunika 10/10 idlamanzi ngokufa kwami
Kodwa mntuyenziwa mf2 hhay ngsakvuma namanje,kade ngakvuma (2011)
Niyabheda ngemibuzo yenu ichemile anikwazi ukubuza ngidlulwa yireal tv Nina suka
Ningakhohlwa ukuthi uFalabo uphantsi kwe company enkulu which means imarketing yakhe iTight UMntuyenziwa uyazenzela which means ngeke kfane Kodwa yena ekugcinen ungenhla kakhulu futhi
That's True✊
Kodwa ubhemile uyogcina engenhla kwanoboke ukugcineni very talented
Kahle Khuzwayo, uyakuxaka lomfana kaKhanyile🤣
UFalabo uyamzonda uBhemile ngoba Falabo ndini lo ugcwele ubufazi abufunzwa ulomfazi owuKhuzani ...Unokuzitsela uFalabo ngoba azi ukuth kubo kuneqembu elikhulu uyadakwa loFalabo wakhona nxeeee ....Khuphuka Bhemile
Ungenaph Ke U Khuzani La ?
Ungane ulwa izimpi zika khuzani lalelisisa kahle wena sthutha
Iqiniso lelo
Ndibona wena ongumfazi mna
Ungathinti uKhuzani please
Mnandi ebhemile uhamba yedwa.
UMashudula simfanele isikhundla uyayaz into yakhe.
Umuntuyenziwa yinkunzi ngiya phinda ngithi ungu Nkulunkulu wesginci ngempela
Mnandi ebhemile isthutha senkunzi umajikela eshobeni lakhe umntu akazenzi umuntuyenziwa,🎸
Bafwethu ubhemile nokhuba bebeshaya ingoma evusa usinga efike ihlale kubantu😋
Most gifted maskandi guitarists ezweni
Mnandi ebhemile suka shid man, ngyakuzwa mina
Shonini noma iyiphi awsuka wangenzumuntu😅
🤣😂😂🤣😂😂😂😂 waze wahlulwa uFalabo ey lapho uzitshena ukuthi uyena osile 🤣😂😂😅😅🤣😂😂
Ayiiiii uyinkinga umuntuyenziwa ngesiginci inkosi yesigixi jikeleke ufalabo ngomculo ungenhla vele kodwa ngesiginci akaxolise umoya sibonga ukukhombisa ukuti ningabantu anizondani niyadlala uMuntuyenziwa ngathi akazwani nokhuluma njee khulani maqhaw🤝🤝🤝🤝🤝🤝
Nxi falabo unesdina nje...ulwa nomuntu ongalwi nawe
Isilima ufalabo uthenga ubuso buka khuzani
Uth yen akayen umuntu odlala iziginci,kanti uyin umsebenzi wakhe kuKhuzan? UMuntuyenziwa vele wahamba noshukela kuKhuzan naye uyakwazi lokhp
@@msahmashobanekhumalo8369 kunjalo ngimlandela impela Khuzani kodwa igebe elashiywa uMntuyenziwa angeke lavalwa muntu
Bizoba mnandi le interview ukuba ibiqondene ngqo nalezi nsizwa, manje imibuzo eminingi izwakala iqondene nabantu abasecelen, and ibukeka sengath ayizile ukuzobakha labafethu kodwa izodala uqhekeko, the most yabacul esengike ngababona befakwe ndawonye la, yilaba esisuke sizwe kuthiwa abezwene, kodwa lezi nsizwa ezilana bengingakaze ngizwe kuthiwa kukhona la zixabene khona noma azizwani.
Hayi vuma Falabo uyakwehlula Senzo ngentambo😂😂😂😂
Ayi mf2 ayi lombhemu uzikhukhumeza ubala
Mnandibhemile inkunzi yesgingci abakyek bhuti 🙌🙌🙌🙌
Muntu yenziwa ungenhla bafwethu falobo uvele wahlahla amehlo wathuka mayeshaya ikhansela
🤣🤣🤣🤣Anihlekisi kanje... Uyinkinga ubhemile mft
Uvele wathuka mfethu
😅😅eyyy ne cameras yavela yagxila kuyena
yabona uBhemile ufike evele ebheme ohlaza ngyanitshela mina
Cishe lanomehluko uhlelo ukufika kukaMashudula. Ngiyathanda Uma uBhemile eveza ukuthi ukukhuluma ngensizwa engekho ubunina lobo. Mfoka Nondindwa imuxakile intambo kusobala.🤣🤣🤣🤣
Nje ubunina😂😂😂😂
Kodwa nibasaphi abantu abangazazi izingoma zabaculi. Angeke uthi ingoma uyayithanda kodwa ungayazi.
Ubhemile uyinkinga 🤞🤞🤞🤞
Kodwa umuntu uyenziwa 💯💯edlala ekamjikjelwa
Mmm 🤔🤔🔥🔥🔥🎸🎶🎶👌👌Ei zakhuphuka izinsizwa ezingomeni zamaqhawe ei kwavuka umunyu100%✔️✔️
Uyena uSongqongqo, uNyonemhlophe no Valinxeba.
Webabo! Kuyafiwa💪💪💪
no Mbuzeni ibhenafoot 👌
@@frica466, uyasho naye impela inkinga udakwa kakhulu.
U Jaiva niyamshalazela yin noma Kthiwe ningakhulumi ngaye
@@gadlamaxhosa6280, angimazi kahle eziginxini.
Ngyabong laph mtuyenziwa✊✊✊
Ayii winkinga Muntuyenziwa ngentambo ayayay
Mashudula uli gagu sisi 👏👏👏
Unzima umuntuyenziwa 💯🔥🔥
UFalabo nami ngingazidlela kuye ngokudlala amaqhawe asalala, lento ikanje uma ungumculi ulalela wonke umculi cz ikakhulukazi kulabaculi ababaliwe cz bebaziwa umhlaba wonke 🤞
Uqinisile uloko esithi angiyena umtahayi wesgingci kodwa emculweni utshaya sgingci😂😂😂😂
Uyinkinga nje mfana bhemile😂😂😂
Kazi falabo usho ziphi izingoma ezikubantu uphakeme mahhala nje 😂 up ! Bhemile up!!
Mntuyenziwa hayi lendoda 😂🤣🤣 hayi bo iyasishaya isginxi sukaaa 🤝😋
Inkinga ufalabo uyazikhukhumeza and uMntuyenziwa yena uzifundela lo yena simhlula noma efunde ekhaya 😂😂
UBhemile mina ngamnika ngathi uyiScientist lesiginxi, uIsaac Newton wesiginxi...ufather God wesiginxi
Ay abamuyek uMntuyenziwa nkulunkulu wazo👏👏👏🎸🎸🎸🎸🎻
the goat greatest of the all times mntuyenziwa
❤️🔥❤️🔥🔥mntuyenziwa u Active strong
lo muntuyenziwa ayi mani ngeke uyinkunzi khehla 💯💯💯💪💪
Ngiyakuhlonipha Ngwane Bhemile up up up
Ukwedelela njalo weFalabo kuyaskhanda isigcwagcwa kumuntu
Why uFalabo engabuzwa ukuthi wahlukanelani noDSD
Ai Mnandi ebhemile nkunzi yami uyinkinga ngyakuvuma 🔥🔥uphendula ngengoma wen le abayphikayo bajike baycule osisi lapho😅
No uyadelela lomfana wakwa khuzwayo
Ngath unokubukela phansi uMntuyenziwa
And I like the way uMuntuyenziwa just twisted all that mindset of Falabo Psychologically, ukhombise okukhulu ukukhula ke pha 🙌🏿🙌🏿
@@nkosiedlamini2798 umkhombisile ukuthi umfana omncane n akakwazi ukucabanga
@@nkosiedlamini2798 bra presenters bezifuna Ngxushu ngxushu wathi Bhemile no no no
Uyinkinga Muntuyenziwa fth awuzwan nokhuluma uzishayela ingoma nj qhubeka njal qhawe
Niyabheda Nina beningalethi ngani uKhuzani Uma nizolikhu bukhuluma ngaye or nibabukela phansi as abaculi....ay suka nxiii fuseg ayikho lento yenu
Mnandi eBhemile isthuthasenkunzi umajikele eshobeni🔥🔥🔥
Umashudula uyaycwecwa inkulumo aikhulumayo yeyy
Khuphuka mtuyenziwa ukhuzani naye uyalazi iqiniso
Kwamnand'ukthandana nebhinca🙌🙌🙌😊😊!!!!
Ngyavuma fth uqinisile kth waluncela lonke ulwazi Mtuyenziwa👑👑👑🙌
Great expertise from the guest presenter 🙌🏿
Ngeke mafwethu ungenhla umuntu uyenziwa ayi
@@martinmkhize5064 kakhulu mfwe2, highly professional as well...the way he handled this emotional young man 🙌🏿🙌🏿....He knows when, who, where and why one should argue....that was so smart of him, I hope you all also noticed that...
unzima uMntuyenziwa
Muntuyenziwa ngicela wazi kuthi unomlandeli Kwanxamalala
Falabo from today ngicela wazi kuthi uyingane kumuntuyenziwa
Finish
Omunye ubhizi ngoFacebook akekho nje kule interview.
Falabo uyikhuphulela ushukela lensizwa bese ibangenhla kakhul than before 🤣🤣🤣🤣🔥🔥🔥♥️
Looooooooool
😂😂😂😂
Ngavele ngayikhonza kakhul lensizwa yakoNgwane up Bhemile uyinsizwa✌🏽✊🏾
Sicela this week Friday kenibizele u sphesihle Zulu ne Doni kubemnandi nj siphethe intokazi ...